Video není dostupné.
Omlouváme se.

Sugar Mama - (short movie) (ushuni wokhisi)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 22. 10. 2023
  • Ubuyile ushuni wokhisi noshuni wehug
    sicela niseseke kakhulu kunakqala ngoku "subscribe" kuCZcams channel wethu.
    bese ulandela iPage lethu ku Facebook naku Tiktok sikhona!
    FOCUS GAL FOCUS!!!!!

Komentáře • 149

  • @Ushuniwokiss
    @Ushuniwokiss  Před 9 měsíci +42

    Siyathokoza Uma niyjabulela levideo, Episode 02 uzophuma Wednesday Viva nge data lakho 🙌

    • @Ombayimbayi_Bezwe
      @Ombayimbayi_Bezwe Před 9 měsíci

      Siya thokoza kakhulu qhawe ngicela ungisebenzisele izingoma zethu bhut Kuma episode wakho iqembu Ilona leli siycela bhut🙏🙏

  • @Johan14
    @Johan14 Před 9 měsíci +14

    Mmm ngyaythandake le bafth naze najula kamnandi ngoMageba.. ngyamthanda losisi uvele wa excella kule character yakhe❤

  • @sphamandlambanjwa4986
    @sphamandlambanjwa4986 Před 9 měsíci +13

    Suka madoda isizulu senu, yilesi soqobo🙌

  • @SthembeleShamase
    @SthembeleShamase Před 9 měsíci +11

    Phez'kwakhe bafana bangakithi kwaNongoma UP😂✊

  • @mzamosiyah5286
    @mzamosiyah5286 Před 9 měsíci +7

    ayigugi isachama bafana phekwayo🤣🤣🤣🤣🤣🤣

  • @uNhloh_1st
    @uNhloh_1st Před 9 měsíci +7

    Yeey ahy bekunzima impela kuzeKwashona ilanga🙌😅😅😅...khuphukan lapho✌️

  • @user-tq3ir9xr6w
    @user-tq3ir9xr6w Před 9 měsíci +8

    aii ngek likhuphuka usuku nosuku izinga❤

  • @drbonginkosizulu9654
    @drbonginkosizulu9654 Před 9 měsíci +9

    Ay bafana bokuphikelela!!!! Niwumagebhula nivula inxeba elingathungeki wena owabona ezimnyama zibhidliza ubonda lwabafana bestayela. Ubuciko benu buyidayimane, khuphukani sinani. Kuhle ukulalela ababukeli benu.

  • @niphohmichael3307
    @niphohmichael3307 Před 9 měsíci +7

    Umngani ofaka ubra wakhe eyntweni😂😂😂😂aw izinja madoda yey

  • @celewandaarh
    @celewandaarh Před 9 měsíci +4

    Mina ngikhala ngomageba eniwukhulumayo ❤✊🏾🥵🔥

  • @zimelengobese2811
    @zimelengobese2811 Před 9 měsíci +6

    Sengjahe episode 2 ai benimfikele majongo😂. Cela ningphelezele nami khona engimdingayo

  • @user-ep8th7er2k
    @user-ep8th7er2k Před 9 měsíci +2

    I fully Respect your work bafowethu niyibambe njalo

  • @MntomuhleMemo
    @MntomuhleMemo Před 9 měsíci +5

    Ayi mfana akekho osayobuye awuvimbe ushuni wokiss. kulena ngathi beniyenzela mina QOBO ngne sure labekhona oThobeka bayazisola mhlampe babezitshena ukuthi ngaphandle kwabo ngeke uqhubeke lombukiso.

  • @khulekanisothafashe7932
    @khulekanisothafashe7932 Před 4 měsíci

    Zaze zanghlekisa lezi Nkabi ❤❤❤

  • @shepherdnkanyiso1500
    @shepherdnkanyiso1500 Před 9 dny

    Wephara aycha, uwuthisha asbonge, from KwaNongoma dankooo 😅😅😅😅

  • @jabulanimondlane4564
    @jabulanimondlane4564 Před 9 měsíci +1

    ❤❤ Ngaze ngabuthanda ubusoka kulezinsizwa

  • @thapeloalfa3999
    @thapeloalfa3999 Před 9 měsíci +3

    Gulukudu phakathi 🎉❤😂

  • @lithembamkhwanazi3440
    @lithembamkhwanazi3440 Před 9 měsíci +3

    😂😂😂kazi we Mzo wathathwaphi. Sengifisa ukwazi ukuhi kazi unaye yini unkosikazi

  • @khayaLesizwe
    @khayaLesizwe Před 9 měsíci +9

    Le iyawudinga kakhulu uPart 02 🙌🙌🔥🔥🔥🥺

  • @Alpha20036
    @Alpha20036 Před 9 měsíci +10

    I took notes baba. The boys were cooking ama jongo madoda. ❤🎉

  • @user-qw5rg7ew1n
    @user-qw5rg7ew1n Před 3 měsíci

    Unaye kodwa umunt othandan nay or ngilwa impi yomunt odlisiwe❤

  • @nokwazikunene9417
    @nokwazikunene9417 Před 9 měsíci +1

    😂😂😂masebencomana ay keep it up guys

  • @thobanidlamini-ys3pp
    @thobanidlamini-ys3pp Před 9 měsíci +2

    😮khuphukani madida ngiyathanda lapho ukube bebeshela encane beseziqomile nina nikhombisa unsizwa nokuphikelela kweshelwa kanjakole😂😂

  • @user-mb1xj6fb1o
    @user-mb1xj6fb1o Před 9 měsíci +2

    Yeah uyabona lona kafuni muntu ongelona igagu

  • @user-pg5lj8gv9s
    @user-pg5lj8gv9s Před 7 měsíci +1

    Good job❤

  • @PraiseSibanda-lu2vn
    @PraiseSibanda-lu2vn Před 9 měsíci +1

    Uyabona loh a abathi nguphara ungi ekithela kamnandi kanjani

  • @nothanimashiyane
    @nothanimashiyane Před 9 měsíci +3

    Uyayizwa imibuzo ka Phara????😂😂😂😂😂

  • @lungelojabulani3302
    @lungelojabulani3302 Před 8 měsíci

    😂😂😂😂😂#ugadla ngembokodo zodwa thina sigadla ngamagabade

  • @ciandertech
    @ciandertech Před 9 měsíci +2

    Man exaggerating things uyi ndoda phara😋😋

  • @mfanukhonangema6246
    @mfanukhonangema6246 Před 9 měsíci

    Kuyasho ukuthi iNgwenya endala laaa kodw Mzoh nawe phara niyayenza lento yenu❤️❤️❤️👌

  • @sanehmasondo
    @sanehmasondo Před 8 měsíci

    😂❤ aiibo udadewethu

  • @chrisonwheels2750
    @chrisonwheels2750 Před 4 měsíci

    bafana bakithi ay ushuni wodwa lo🤞

  • @nokuthulakhumalo5332
    @nokuthulakhumalo5332 Před 9 měsíci +1

    Congratulations Xolly mkhaya wami

  • @nobuhlenicky8401
    @nobuhlenicky8401 Před 2 měsíci

    Aiii sukanin ivuthiwe lengqwelekazi😂😂

  • @nokwazibodoza5130
    @nokwazibodoza5130 Před 9 měsíci

    Awuuu madoda umageba labuya izwe lethu qhubeka bhuti eiyshh UCC aiy Maan syabonga bafwe2

  • @jacksonmbonjwa4999
    @jacksonmbonjwa4999 Před 4 měsíci

    Nyamezela boy

  • @MthokozisiNgcobo-yu5xw
    @MthokozisiNgcobo-yu5xw Před 9 měsíci

    Ngingamsukela ngaphi nje umuntu wesfazane ongango mah 🙆

  • @mphokavamba6139
    @mphokavamba6139 Před 9 měsíci +4

    There's a lot to learn From this video

  • @xoteenyfly
    @xoteenyfly Před 9 měsíci +1

    Ngaze ngamthanda uSisi❤❤

  • @nkululekondwandwe5261
    @nkululekondwandwe5261 Před 9 měsíci

    Mzo isizulu sakho mfwethu....ayi kunzima..uyasishaya

  • @menzivusumuzi9576
    @menzivusumuzi9576 Před 9 měsíci +1

    Muhle umsebenzi wenu mzo❤

  • @luyandanene-be2eq
    @luyandanene-be2eq Před 9 měsíci

    Team work😂🔥khuphukani majongo✊

  • @babilimadlala6043
    @babilimadlala6043 Před 9 měsíci +3

    Port Shepstone approves ❤❤❤

  • @SabathaNtshangase-ym5uv
    @SabathaNtshangase-ym5uv Před 4 měsíci

    Zwan amagama ka phara 😂😂

  • @SphiweWombisa
    @SphiweWombisa Před 9 měsíci

    😂😂😂akfan izamile ingqwele

  • @juniormthemboe2627
    @juniormthemboe2627 Před 9 měsíci +1

    Niyihlanganele mahwanqa😂😂😂

  • @AndileMfeka-dz1dg
    @AndileMfeka-dz1dg Před 9 měsíci +2

    Isisoka sakho❤️❤️👏

  • @Thamie557
    @Thamie557 Před 9 měsíci +1

    Kusentshenziwe kule video nolimu luqondile. Muhle umsebenzi

  • @sandiso.ntuli28
    @sandiso.ntuli28 Před 9 měsíci +1

    Phekwakhe bafana 😂😂😂😂

  • @user-we2jz4gn1v
    @user-we2jz4gn1v Před 4 měsíci

    This good epsondi

  • @TakuMubayiwa-en2ku
    @TakuMubayiwa-en2ku Před 9 měsíci +1

    Kuyafiwa

  • @sphosakhe4725
    @sphosakhe4725 Před 6 měsíci

    Ave umuhle kodwa umoya ka Sisi Nkonzaphi🥰

  • @user-lp8ev6km9r
    @user-lp8ev6km9r Před 9 měsíci

    😅😅😅😅😅eyi ishayiwe

  • @JacobMasina-vm3mw
    @JacobMasina-vm3mw Před 9 měsíci +1

    Cant wait for episode 2...

  • @siphesihlegasa5578
    @siphesihlegasa5578 Před 9 měsíci +1

    Para akan 1:17 akamlahli umngani wakhe yezwa 😂😂😅 2:55 😅 sasibhukuda nani yini 😂😅kodwa Mzoh uliphenya kanjani iphunifa 😂😅 yey yakhohlakala ingane 8:11 😅😅😂😂 amagabade amancane lol ingwenya le 😅😅. 🙆 Waze wona Mzoh lezingane sezizohuba oAunti bazo manje 😅😅😂😂😂

  • @muhmuhh3187
    @muhmuhh3187 Před 9 měsíci

    Ayize enye 🎉🎉🎉🎉nishayile bafw2

  • @KhayelihleMathe
    @KhayelihleMathe Před 9 měsíci

    Azihlehle izinkuni ivuthiwe lengqwele.... Seyisha nesobho manje

  • @sandilezuma4173
    @sandilezuma4173 Před 9 měsíci +1

    Muhle sis Khonzaphi 🔥

  • @mvuselelomathe8536
    @mvuselelomathe8536 Před 9 měsíci

    Sicebile esakithi bafana bakithi nadlala ngalamagama zingabadi ngakhumbula sisabahlasela kanje eFalaza

  • @user-sw9pl6cv9w
    @user-sw9pl6cv9w Před 2 měsíci

    bafana bami nangikhumbuza mina

  • @nkosinathiricardophakathi4376
    @nkosinathiricardophakathi4376 Před 9 měsíci +1

    Lentokazi ingikhumbula leziya zikhat zakudala,Ubambo Lwami to be specific.

  • @user-ep5dc4lg1m
    @user-ep5dc4lg1m Před 9 měsíci +1

    Khwela kuye mzo

  • @PhilwaneP-vv6xv
    @PhilwaneP-vv6xv Před 9 měsíci

    Ivuthiwee inkabi yam😂😂👌👌Melee umngene ngenxebaa

  • @nhlanhlafortune1879
    @nhlanhlafortune1879 Před 9 měsíci

    Nigadlile madoda, nizomuwina futh lo

  • @tysonvushe2115
    @tysonvushe2115 Před 9 měsíci +1

    Thanks guys gud work ❤

  • @MduduziNhlanhla-md3hu
    @MduduziNhlanhla-md3hu Před 9 měsíci

    Muhle umsebenzi dowg

  • @spanelaspakx1550
    @spanelaspakx1550 Před 9 měsíci

    Khuphuka nkabi

  • @good-kiddsambo
    @good-kiddsambo Před 9 měsíci +1

    Wow❤❤

  • @amosmpofu-el1sx
    @amosmpofu-el1sx Před 9 měsíci

    Kkkkkkkmn bafethu ngiyanithemba

  • @nkosinathimakhaza6506
    @nkosinathimakhaza6506 Před 9 měsíci

    anikazeh ningishayele ivedio ukudlula lehh
    uyobe uzone mina ngempela umangabeh ungayenzanga icontent le enama episode noma aw 5

  • @musawenkosivusumuzi6065
    @musawenkosivusumuzi6065 Před 9 měsíci

    Umdlalo muhle mawuqhubeke babhemu

  • @mthembusithembiso5842
    @mthembusithembiso5842 Před 9 měsíci

    Baby girl 🤘

  • @AaronMnguni
    @AaronMnguni Před 9 měsíci

    ai unimise kabi usisi bafana ugingqa amatshe qobo😂

  • @senzomtolo3537
    @senzomtolo3537 Před 9 měsíci +1

    Aqinile amagama engqwelekazi suka!!🤞🤞😁

  • @BabalwaMgobo
    @BabalwaMgobo Před 9 měsíci

    Ziyakhalake manjer

  • @ThokozaniDlamlenze-lm7pg
    @ThokozaniDlamlenze-lm7pg Před 9 měsíci +4

    Nice work Mzo🎉. Nice 1 🎉

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Před 9 měsíci

    Ikhulile lemanzi kunalensizwa kodwa yinhle Yona ingakho uboy ezifela nje ngayo

  • @bhekimilton1342
    @bhekimilton1342 Před 9 měsíci

    Lashona ilanga ziwubekile 🙌😂

  • @londonpictures_Studio
    @londonpictures_Studio Před 9 měsíci

    ngiyawuthanda umsebenzi , nikuph ne ndawo bengafisa ukusiza ngeyinsiza kusebenza

  • @brytennyathi5011
    @brytennyathi5011 Před 9 měsíci

    Very nice

  • @londintuli4635
    @londintuli4635 Před 9 měsíci

    Yaz ngijabula ngendwa ngichazwa I dlela enimglanganyela ngayo namazwi amnand aniphendula ngawo😂😂ay muhle kodwa naye losisi kufanele bafana

  • @user-mq5hh4js1e
    @user-mq5hh4js1e Před 4 měsíci

    Well said boys

  • @mandlamkhize343
    @mandlamkhize343 Před 8 měsíci

    Big up majita

  • @user-nd4vi9fi1c
    @user-nd4vi9fi1c Před 9 měsíci

    Aii nakhuphuk madoda😄👏

  • @mqansandwandwe8333
    @mqansandwandwe8333 Před 9 měsíci

    Dankie sbali

  • @SS41MS27EC
    @SS41MS27EC Před měsícem

    Wow! Uphi u Episode 2?🔥

  • @dulasevenmduumhlongo293
    @dulasevenmduumhlongo293 Před 9 měsíci

    😂😂😂 wola Phara

  • @MaphilaMzamo-ni1cq
    @MaphilaMzamo-ni1cq Před měsícem

    Work together the real friends

  • @SphamandlaNgcobo-lc3ox
    @SphamandlaNgcobo-lc3ox Před 4 měsíci

    Hamba mfana uwinile

  • @thobanidlamini-ys3pp
    @thobanidlamini-ys3pp Před 9 měsíci

    Ayi mandoda nangikhumbuza thina nomalume sisakhula nathi yake yasehlela leyo nkunga sithi siyesha loyo sisi yayebuya aaitshele ukuthi asithini uma simshela ebhadeni😅😅😅😅😅

    • @thobanidlamini-ys3pp
      @thobanidlamini-ys3pp Před 9 měsíci +1

      Kodwa mzo wamshonisaphi uthandiwe mmuyise donda nggeke phela uthobani lo ombuzayo odume ngelikamazinyane kwacencethu

  • @khulanimdluli4110
    @khulanimdluli4110 Před 9 měsíci

    Suka madoda utolika 😅😅

  • @user-yj9cf6sf6v
    @user-yj9cf6sf6v Před 9 měsíci

    Sorry boy😂😂😂😂😂

  • @user-mb1xj6fb1o
    @user-mb1xj6fb1o Před 9 měsíci +1

    Ukhuphuke kakhul lapha weMzoh

  • @maboysmajozi8576
    @maboysmajozi8576 Před 9 měsíci

    Sinothile isiZulu senu babhemu, sicebile😊

    • @24sevenrecords51
      @24sevenrecords51 Před 9 měsíci

      Kakhuku futhi bengagudluki kuso. Ngikhumbula mina nje uBaba uMeshack Masondo engithatha ngizosebenza naye. Ngakhula ngifunda izincwadi ayezibhala o Phisi Nezinyoka, Isigcawu senkantolo. Ngingacabangi nokuthi ngiyoke ngimbone ngamehlo.
      Ngagcina sengisebenza naye ngenxa yokubhala kahle isiZulu wathi akusho nokuthi ngizwalwe ngakhulela eMpumalanga. Okwakuyi Transvaal ngesikhathi engazalwa ngaso

  • @ba-kasbongiseninombalizabayeki

    Eyii umoya wobungoma 😂😂😂

  • @user-ym9em9ng5j
    @user-ym9em9ng5j Před 9 měsíci

    Part 2 plz plz plz sengiwujahile

  • @OceanMashezah-mc5mo
    @OceanMashezah-mc5mo Před 9 měsíci

    Khuphuka lapho mzoh

  • @anelemavundla6864
    @anelemavundla6864 Před 9 měsíci

    Ave nginithanda

  • @MoralityNgwenya
    @MoralityNgwenya Před 8 měsíci

    ❤❤❤part 2

  • @mlundlovu5509
    @mlundlovu5509 Před 9 měsíci

    Yimpi yomuntu odlisiwe😂😂