Cha Jaiva ngiyayithanda lento yakho yokugida kanye nabantu bakho, abanye abasini balibala nje ukushaya isigichi kodwa ngisho kufakwe iCD and thina sisuke sifuna ukubona umnikazi wengoma naye egida Keep up your good work my brother and your strategy !!!! Nimanje ngichazeka kabi uma ususina nawe.

ay kodwa Jaiva liyaziqhenya iBhova ngawe lana elilele khona...uyashaya lombhemu
Syabonga bhuti mzoh ukhuthele manihlaba uyakhombisa ukuthi mazijim inkabizakho ujimanazo
Jayva Zimnike Jayva ngeMagic Thisha wezintambo zeGcokama Elisha
iyashywa ingoma la
uyangichaza Mzo mawusubeka phansi isigingxi usugida nawe good work yinhle Into yakho
Kunjalo
khuphuka Nqino yomsakazo, Thisha Wentambo
Waphekwa u Jaiva!
Labafana bangi khumbuza mjiks no jaiva kwi bhova mabeshaya
uvuthiwe mfoka Khenyeza uyangichaza uma usuhlaba nezinkabi zakho uyayikhuthalela into yakho wancelisisa ngempela kwiBhova
ilapho ingoma mfoka khanyeza ungawanaki lamavukani
ndiyamthanda jaiva Bantu.cula kamnandi
kuhle kuyanconeka
I 24-thousand yezinsizwa nezintombi..