Awkahle mthandeni ukusqambela amanga, yazi ku instagram unabalandeli abawu 38.3K bese ukhuba abe nabawu 68.9K manje ungazosdida...amanga akho must fall
ndoda yethawula yazikhulumela ngomlomo wakho ,Amathawula siyawabona bt dat was15% of people @ moses mabhida meaning dat de remaining 85% belongs 2 KHUBA ND OTHERS ! LOKHU KOKUTH KHONA UMSAKAZI OCHEME NOMCULU KULIQINISO LOKHO COZ UHLULEKA NOKUZIBAMBA EVEN NAKU-SGIYA NGENGOMA , BT DONT SAY DAT WENA ONABALANDELI ABANING AMANGA APHINDIWE LAWO sengishilo
Aaaay wena okumele ukwaz nje wemthanden ukut ave uphoxa shame ngyamdabukela umuntu olandela umculo wakho awuhloniphi nje sdalo inhlonipho nje awunayo fut uyabaphoxa nje abalandeli bakho wawusuyaphi eMabhida....ngyathemba kwawena awuzazi ingakho nje UKhuba ezohlezi ephambili ukunawe ukuth unomona fut aaaay umona onayo awulinganiseki nalutho nje
Pho awuwinanga ngani uma unabalandeli abaningi. Ungazodlala ngathi wena,
Yaz I watched I video ka khuzani and this one, a ngiyona ifan kamaskandi. But uKhuzani is very smart
Khuzani is a humble man and akaziphakamisi lo at shame kusekude phambili usho neidina
uyashesha ukuzibona izinto wena nami ngibona kanjalo
Nami ngiyakuvumela baba
Very Smart, nami angiyena umlandeli but ukhuzani uhlelekile kuomthandeni
You need to grow Mthandeni , pride must fall uyeke ukuzphakamisa
Cha mina usuvele wangicika Mthandeni ngenxa yokuthanda ukuzincoma kanye nokuchoma, okubi kakhulu ukuthi uze uchomele nathi balandeli baka maskandi. Sengiyayehla eyokulandela wena.... Indlamlenze iyakuhlula ngengoma ngqi! Ungagqoka uconse, uphathe nethawula kodwa enkundleni ngisho Imfezi no Jaiva bayakwehlula. Angisayiphathike eka Mdumazi no Dlubheke kanye noMjikijelwa bayakwehlula. Ngakhoke ngithi yehlisa izinga lokuchoma hleze lubuye ugazi kuwe. Usakhumbula usafika? Kusefana yini namanje? Hlukana nokuziqhathanisa neNdlamlenze futhi yekela abasakazi nezintatheli phansi. Singaphela nguwe phela hha
Ay wena uzoba Strong Mkhulu.Angeke kube mnandi vele ukukhonjiswa nokuzwa ama Facts kudala iQhawe lithule engathi aliboni.
Yaz uqinisile nam useyangicika shame ngangimthanda esafika manje lento aseyisho nje iyanyanyisa angisamfuniiiiiii shame
Khuphuka
UFakazi Amehlo Akho Lawa AngaPhandle Abona Esingakuboni ,Thana Ngkutshele Mfana "IZWEEH ELIKA KHUBA"
Weeeeh Wazyala Skhova Wavuka Emini "IQONDENE NGQOOOOH"
😂😂😂😂😂😂
Zwide kaLanga unamanga
yabo uma ningayeka ukuxabanisa abaculi Nina maxoki abalandeli ngabe senikhulile okokuqala nikhuluma izinto eningazazi ngabo
@@zanelemazet613 Kahle booh we Mazet...😂😂😂 Klibhikloooh...💩
@@zanelemazet613 uGibela ibhayisekile eNdlini "Bhasob.." uNgayi Chomeli iBaker nge SiNkwa esisodwa...
Gcokama ayi winsizwa kodwa bayakudlela umona ugqoka kahle ungabuyeki ubunsizwa bakho Gcokama
Akekho umlandeli emculweni abalandeli basebholeni ingoma enomlayezo soyithenga noma ekabani my Top 3 1 khuzani 2 igcokama elisha 3 amagcokama liphezulu izinga unyaka nonyaka frm isanndla semfene enkandla esibhudeni
bhuty ngyvuma ugqoka kahle impela ft uyacul ,kodwa akush thina zinsizwa esigqoka kahle silandela wena #khuba
Mina I can follow you ngeympahla ezinhle hhayi lembudane oykhulumayo
Loool Yazwela imikhizo ejazini manje... Thatha King Khuba
baningi abalandeli begcokama elisha buka nje ama comments kuyabhuza 😂😂😂ashilaaa demed
Lol qinisile bro bafunani nje bayamthanda
Awkahle mthandeni ukusqambela amanga, yazi ku instagram unabalandeli abawu 38.3K bese ukhuba abe nabawu 68.9K manje ungazosdida...amanga akho must fall
Uyanya lo
Asinawo Instagram thina kodwa syamthanda uMthandeni
Nooo bawu 200 000 abaKhuba... Aybo
akushiwongo ukth asdelele Lana abanye bakhombisa ukungakhuli njeh ungze uthuke umculi ngthi khona okutholayo. bona bayazwana iylima yithina njeh ake skhuleni
Impela Ngiphesheya ngyakuzwa Mina mthandeni
Yakhuluma lendoda
unesigcwagcwa weMthandeni ukhuluma thumashi unempakamo . Yingakho uKhuzani esazokubhuquzisa phansi ngengoma. Awbheke #IMABHIDA igcwele ngaphandle kwakho neDLanzana labalandeli bakho. CINDEZELA uLIKE klecomment mawthanda uKHUBAHHHHHHHH..........
Uyislima wena emabhida bekunabo bonke abalandeli babaculi
Danke mshana uLethuh mbatha uyinkosi duyaza
Qhawe laam ....ngyakthnda fut ngzohlala ngikweseka njalonje noma bengakhuma bethini-thini
Webakwethu ake aqedwa yini mhlampe amanga ngamanga, ngyavuma Duyazi umculo unamanga kakhulu kodwa hhay bakwethu alingenziwa ihaba. Ngiyaphela lapho.
King of maskandi nisiyeke ngalelidixa lenu khuzani
AI nsizwa ulimi lokho luluhlaza ,kusamele ukhule ngoko limi.
Weeee madoda ayikho lento yakho wena, uKhuzani yohlala engu no.1 ngoba akachomi yaz wena Mthandeni uyazixelela futhi uyaxoka. Uzujonge umfo kaMpungose on 31 March 2019 #GCWALISIMABHIDA
Ngibingelele bonke abalandeli bomculo kamaskandi ngokukhethelekile abalandeli be GCOKAMA ELISHA izwe liyalazi inqiniso siyabonga ngokusikhanyisela NGCOKAMA phusha labosngondo womile banamanga singofakazi
Mawuthandwa umagcokamisa malitshe uyi king duyazi
Cha impela mina gcokama ngiyofa la ofa khona phezulu ngegcokama Elisha 😘
Mthandeni Mehlo Maqundu uKhuba izwe ngelakhe noma ungathini awuzwakali uyabhimba nje
Waphupha emini Skhova zosixoxela inganekwane nje khehla hambo uyolala
Zithulele Dlamini 🤣🤣🤣🤣
Umungayeka inhlambanje mfanawami uzokwazukucula ngobuyathanda,ngasebalandelinike fundukubala boy!!!!!!😭😭😭😭
😂😂😂😂😂😂
y
Iskhova nguwe
Udinga i-councelling uMthandeni...finish & klaar
Hai madoda khanicule ingoma khanime ngokubanga ubanabalandeli abaninzi ...khaniculo siyanithanda madaoda
#mxhosa at EC
gedeeee✋✋✋✋✋✋
khuzani
DSD
amagea
wena nje khohlwaaaaaa
Yu are soo wonderful brother well jealous down
uMthandeni udumile impela kodwa manje yin eqambe amanga kanjena? abantu bahamba kumnyama manj wen usifakela abant abasaya khon emabhida uthi bayahamba..musudlala ngathi bhuti sewqala nokuba nesdina nje manje
Your attitude my brother ngeke Uye ndawo!!!
He is already somewhere forget about him
Nami umculo wakhe ngyawthanda kodwa attitude yakhe hay angiybini kahle
Kumele nilibonge ibhova ngokunvulela iskole sengoma noma naphuma ngebreak nje kodwa akfani ngoba nibakhohlisa bekhohliseke
Iyangicika lento yecompetition kumaskandi bt Mthandeni rocks...wow uhlanzekile ngempela bhuti...angikamboni ozithanda njengawe push ipassion dude u really rocks
Unamanga gcokama unamanga nje futhi uyanyanyisa phiciphici unenhliziyo embi
wena vele uyocula iscathamiya ngoba kmaskandi uyaboza angaz ibaph abalandeli onabo
Xolile Zinhle. hamboGeza wen khuluma too much mfazi uyanuka
@@bongumenzynyanda5463 Wena ugezileni ngoba unuka umlaza nje...
ay ay namanga umuntu onabalandel abaningi uKhuzani ay wena Khuzani.qophe umlando wakh wenaaaa uqosha ngani
Abalandeli abaw5😃
cha bandla iyacoba lendoda, ugazi loknuka yini?? "thina sazi iinsizwa, hayi nina bafana enikhulumela into zabantu, thina sazi iinsizwa" Asambe Khuba singadlala amavaka.
loool nazoke gcokama elisha abantu abayeke ukunabukelisa bebhekane neqiniso
noba sebethanda ngeke bakuvimbe. qhubeka nngoma yakho emnandi.
I like your bMW jacket
Lool unabalandeli abaningi uyabheda nje hambo lala wena izwe elikakhuba awusiyeke wena AMANGA AKHO MUST FALL
Amanga Must fall impela, ayiqale lapha kuwe lena yamanga which must fall. uwena umuntu onamanga lana....
Abazithobayo bayophakanyiswa bese kuthi abaziphakamisayo behliswe yehlisa mpakamo mfokamanqele
Umona mst fall 😃ay umona ifa leziwula🤗,Syabonga Khuzani uyenzilindaba
iqiniso syalazi thina ukhuzani umuntu athandwa abantu hhayi wena uyasinyela nje
Mina nginithanda nonke omunye ngumculi, omunye umaskandi, seningahlulelake Bantu nisho ukuthi nilandela umculi noma ke umaskandi
.
ave ungasille njalo ngalamathawula nje ambalwa abhakuzayo usunabalandeli abaningi kahle mthandeni ukuzikhohlisa ukhuzani uyakudlula nje nge blue nation yakhe
Lool usayingane wena😂😂😂😉inhlanzeko,amathawula, abalandeli abaningi eiiii Mfoka Khuba wavelelwa yilomfana ongasokiwe.
ndoda yethawula yazikhulumela ngomlomo wakho ,Amathawula siyawabona bt dat was15% of people @ moses mabhida meaning dat de remaining 85% belongs 2 KHUBA ND OTHERS ! LOKHU KOKUTH KHONA UMSAKAZI OCHEME NOMCULU KULIQINISO LOKHO COZ UHLULEKA NOKUZIBAMBA EVEN NAKU-SGIYA NGENGOMA , BT DONT SAY DAT WENA ONABALANDELI ABANING AMANGA APHINDIWE LAWO sengishilo
hamba uye enyangeni ngath awphilile
Sunghlekisa wena🦉
With that attitude, you won't go anywhere my brother...!!!
Fuseg
😂nibhula amanga
Ukuph manje
Njengoba uJaiva eselilahlisa okwenyongo ye nyathi IGcokama ku 2018.
"akuyona into engiqhosha ngayo" ha ha ha kube ubungaqhoshi ngabe awuyenzanga ngisho le video clip, mina ngikhathazekile ngawe ngoba izinga lakho lehlile kusuka kuMthwalo womona..... naka umculo ndoda uyeke abantu abangeke bakwenzele lutho.Hlomuka ngiyaqonda ukuthi nisazama ukuthi umculo walendoda nawusabalalise ngaphezulu kwendlela osabalele ngayo, kodwa lendoda ayiphinde izame iwakhuphule amasoki.
Sabelo Ngcongo wayeqeda amanga not kuchoma
kkkkk hay iyachoma lendoda k
kkkkk hay iyachoma lendoda k
kkkkk hay iyachoma lendoda k
"umthwalo womona" washay phela lapho.
Wahamba Bhova wahamba weDlamanzi walandela nawe Mjikijekwa nashiya thina sasale skhala kulomhlaba onomunyu bheka manje sesidlala amagwala amavaka izinto ezixoxa izindaba njengabafazi
Ulixoki Mthanden ,ayikho njee indaba yakho Lana
🤣😂 Ukhuluma imfeketho lomuntu, ungazinchomi boy. Angiyena umlandeli kaMaskand but🤔 Ayicabanganga le chap before ikhulume.
Uysididi weMthandeni, mhlampe nasekhanda awsathathi kahle. Bengiwumlandeli wakho kodwa unempakamo futhi angeke ikuyise ndawo. Uzoshabalala njengamazolo ebona ilanga slima ndini....
Izingoma zakho mtha zimnand mpela
upppp gcokakama lethu uyinkunzi
weeeeeeeeh ai
Mxm umuntu unomanga uwena qhunyaza up Khuba up Indlamlenze
thatha gcokama insizwa le ongakuboni lokho akathule
Ashileeeeeeeee demad
Looool ai lensizwa iyahlekisa yazi
kazi uyokhula nini wemfokamanqele
Awukame Skhova ayikho indaba yakho🙌
Uyayidla ingoma mfo Wasemdletsheni.mtshele umathintanyele
Uthi abantu abayeke amanga kodwa yena ebe eqhubeka namanga
Mthokozisi Mtshali 🤣🤣🤣🤣
😅😅
Gcokama🙌🙌🙌
kwenzakalan emabhida wahamba nabalandeli or kwenzakalan?
Cha uphupha emini. Ukhuzani uyakwedlula ngomculo nangabalandeli . Yehlisa impakamo bese ucula mhlawumbe uyocishe ube nabalandeli abaningi
Mna angikuzwa uthini Kant niyowuyekanini umona kumaskandi yini ninga supportan manenza izinto,?nisenzelani izilima ngampelaaaaaa?
umthandeni ake eyake umbona abuyele le kohouse bakhe
Yazi wena bengiwu mlandeli wakho kodwa sengiyayeka. Uyaziphakamisa uzenza ncono ukunabanye. Awukwazi nhlobo ukukhuluma awunasisoka uyabhibhidla ngisho usho into enomqondo uhlulwa ukukhetha amagama. Angisayiphathi ke eyendlela oziphatha ngayo,ngeke mina ngikwazi ukuzigqaja ngithi ngilandela umculi onjengawe.Uyisibonelo esinjani kanti wena?.Yazi imbangi yakho ave ikuhlula ngobunsizwa,ngokuziphatha nanokuba isibonelo esihle ezweni.
Mxm mthandani unesidina vumela ukuthi uwile uyakubhuquzisa khusazi sihamba naye noma kanjani
nkunz khulama yaz uyaziphoxha ndoda into oyikhulumayo ayina nqondo bhuti nxese ukusho njalo but kuyaphoqa sengibathe ngiyakulandela kuma video akho chah kusenzima kuwe fund ukwamukela doda
lendoda iyazetheba .kuhle lokho ...kodwa iskhath esinigi baxanana kanjena abaculi..kantike nje futh besingekho isdingo sokutshela izwe lonke ukuth uthandwa okwendlula bonke omaskandi......yebo uneqhza ,unogazi nezihlwele ezingi kodwa uchomelan
Musa ukuphakama nkunzi.
LOL...now this funny
Hehehehehehe
Imina..... imina..... imina imina.....Yoh kwanzima shame.
Ngolwami ulwazi umuntu akazibeki yena ukuth uyathandwa futh unabalandeli abaningi kodwa kuba yithina balandeli bomculo esikhombisa lokho.Angiqonde kuthini bengisika kwelijikayo nami njengesakhamuzi ngqi.
Wena Mthanden uyachoma fusegi kushobon ukthi uyathandek hamba uyofa
pho ukhalelani??
Kwaaa amanga unqinisile gz lam uyangiqghokela gaz ngendlela engikuthanda ngakhona ibambe lapho mntakamambatha kwaaaa
Ukuzitshela kuwe must fall
Uza kahle impela Duyaze kodwa okwamanje Eliika Khuba.
kazi uthini bhuti
UMthandeni ngiyamsalutha labantu bamthanda noma sebemnyunde kangaka :emaphepheni,emsakazwei nakumasocial media ngiyasola ubahambele.
Uyabheda wena khuzane uhamba phambili ngento Yonke
Ay wena amanga uyowayeka nini
Aaaay wena okumele ukwaz nje wemthanden ukut ave uphoxa shame ngyamdabukela umuntu olandela umculo wakho awuhloniphi nje sdalo inhlonipho nje awunayo fut uyabaphoxa nje abalandeli bakho wawusuyaphi eMabhida....ngyathemba kwawena awuzazi ingakho nje UKhuba ezohlezi ephambili ukunawe ukuth unomona fut aaaay umona onayo awulinganiseki nalutho nje
kwaaaaaaa
NALO khuba wenu oyincelebane yabasakazi
Vele wena bafo
Inzima ziyashiyana.urgent ku CZcams ungenerous into enje?kuyacaca ukuthi lendoda yenza sengathi yingane njalo ayila Public relations. Umgqumeni wayengawenzi lodoti
Mthandeni ndiphuma eastern cape ndiyskholwa ngumculo lwakho mfanana
Wena mfana usuyahlanya
Awuyanga ngan eMoses Mabhida wedwa pho ucula ihiphop or ini
Themba Mathe 😂🤣🤣🤣🤣😂😂😂
shaya Khuba kyezwela uyamdudula mpela ugama kalibizwa
Uthini lona vele?
Uyaphapha inkinga yakho uyibona umkhulu qaba ndini