Siyabonga mfokakhumalo ngokuveza ukuthi wasebenza nosamkelo nyandeni abanye bayakufihla lokho kanti samkelo unekhono kakhulu ngiyamazi
up Sbu mfana awangawafela amathe amagalelo kaSamukelo baningi abasizayo kodwa abamuvezi s'dalo...ukhule njalo Khumalo
Shaya ikhanda ndoda ulindeni, hamba uye ezinkunzini mlabalaba shiyaphansi amaduna adlale wodwa
Ave ungbusisa ngengoma MLABALABA,uMnikazi lo obumusho umzala wami uzalwa uAnti uMadladla,ngith up mfoka Khumalo.
Ngyabong nkabi Yami umlabalaba 🔥🔥🔥👏
Uzwa olimini nje ukt Eyakwethu emantungweni le ngane 😂😂😂
sesifuna uThulubuke idlangezo khoza phansi eshowe weBhuti siyacela boh
Wadlala Ongqondongqondo bafo uSamukelo elinye amaqembu enziwa uMnikazi Majola wayeshuthile no Samukelo kulona
Siyabonga Mlabalaba inkulumo yakho iyafundisa
Yamnandi interview sicela namavikela mbuso commander ne Nsimbi
A great story teller keep it up,
Engosini iykhwama 👜👜
Salute Mlabalaba uyinkunzi ngempela kuMaskandi ulesiphiwe esihle ongeke wasiphucwa muntu ,sibonge le Select tv ngokusivezela iqhawe elicula kamnandi
Wase efana noKhwalithi manje uMlabalaba.
Isephnsi iminyka yakho sebnza ngokzimisela ndod kuyvela ngala ukthi ukhon klendima and ufikile dankoo.
Ngiyakubongela mfana wami uma usulapho,unesiphiwo esihle mfana wami,ngike ngasebenza kakhulu nawe eStudio esasise Mbilane Olundi eMakazile Productions.
yimi lo 😅😅😅 4:29
Mfana eyangakit emakhaya Mlabalaba
Heshe
umlaba unamanga kakhulu ukhumbula kanjan izinto ezenzeka kdala neminyaka yakhona🤣😂😂
Ay mbhemu uMlaba umina uXimba lo umlabalaba no iqinisile lendoda okuningi akushoyo neminyaka ayishoyo kuyaqondana
Good storyteller
Iqhuzu ngiqala ukuyizwa ngayidlala ku-repeat ubusuku nemini cishe izinsuku zaba ntathu 🙌
Asambe weMabambezela mfana wangakithi eSdakeni
Uyasho nkunz ngengoma ibambe lapho
Ubaba wakhe ngakhula ecula nensizwa xakwaGamede uma ngingaphosisi umalume uNembe
Kakhulu okuza lensizwa awuzwe nje (bhalamabhalane) ngiyabonga mfoka Khumalo
Eyakithi ingane owakithi umntwana owakithi umculi
Kodwa mfokaKhumalo ngikufisela okuhle Bhuti
Udlala kakhulu ushuni we bhova, kandy kmele avele ngowakhe manje
Anoke nidedele umuntu akhuluke niyaphazamisa bakithi
Sesicela uthulubuke
Up mlabalaba
Unzima kakhulu lomjita
💥💥🤝
Yazi lensizwa ngiqal ukuyibon ngabon iprom ethi umfana kaphepha elibomvu ngaze ngamfonela umzamo ngamazi ngagibel kuye ayoLundi ngokuxoxa sazana ngiya Newcastle namanje sisaxoxa ....ngiyayilandela lensizwa kakhulu uMlabalaba ngiya download izingoma zakhe namanje ngisayidlal le ethi zikhalala kamnandi ezikamlabalaba
yimi lo 😅😅😅
Awulande uma Qhikiza mfethu leyandoda inengoma koda isathule ayikhiphi😢😢😢😢😢😢😢😢😢
uMLABALABA
awoke usifakele uhlelo lo jezelkhulu phela qhawe njengoba wawenza kwelikaMthandeni
❤
Sibonge kakhulu mfwethu ngokusilethela lomthente ohlaba usamil awaseMaNtungweni liyathokoza ibandla.
SANIBONANI NGIYANIBINGELELA MFO KAMANQELE NAKUWE MLABALABA NGIHLELI NANI NGINILALELE
Ko Mashobane ekhaya
Isiphiwo somuntu
yimi lo 😅😅😅
Inhle kakhulu le interview kaMlabalaba ukhomba ukuvuthwa kakhulu nokuqaqeka ngomsebenzi wakhe nenkulumo yakhe iyahehana ukuthi uyilandelele, okuhle kodwa Mabambezela mfoka R50 sisemvakwakho🤝🙌🔥🔥🔥