Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Amen Baba noMoya wakho opholile wasezulwini unkulunkulu akukhuliseAmen
Baba indaba kaNkulunkulu uyifaka endlebeni iye iyohlala enhliziyweni, uNkulunkulu akukhumbule ulitshale ivangeli siyoze siyenze intando yakhe
❤ Amen siyabonga ,ayy yay engathi kungangena kumile ngaphakathi singawalibali lamazwi amahle kangaka
Amen
Yaze yamunandi inkonzo, siyabonga kuMshumayeli wenkosi.
Amen Baba
Ngisababaza I sound system ❤❤❤
Shembe usikhumbula
Kusele 115 minutes 🎉
Countdown🤌🏾😂❤️
Into engiyinakayo ukuthi lo mshumayeli nomkhokheli wakhe bayabugxeka ubungoma. Angazi yindaba ngoba ubungoma yinto yakithi.
Wathini u Shembe ngabo?
@@Indabenkulu Wathi uSathane usebenzisa zona ukufeza izinhloso zakhe njengoba esebenzisa amaNazaretha athile ukufeza izinhloso zakhe. Okungasho ukuthi ziyabheda njengoba kungasho ukuthi amaNazaretha ayabheda.
@@nkululekomkhwanazi8678 ohh, uma wezwa kanjalo kulungile. Kodwa ngokwazi kwami, wathi uShembe uma umuntu enomoya wobungoma kumele agezwe ukuze ezohlanganyela nabangcwele esehlambulukile. Hence, Rev Ntombela ehlale ebabhabhadisa week in week out.
@@Indabenkulu oh ok. Lokho kusho ukuthi ubungoma abusuki kubo. Akubenzi bangabe besaba yizangoma. Kepha basuke begezelwa ukuthi bahlambuluk. Akunjalo ngane yakwethu?
@@nkululekomkhwanazi8678 ngokwami ukwazi, uma umuntu enomoya wobungoma usuke engenwe omunye wase’mndenini ongasekho owahamba enaleyo mimoya. Manje usuke efuna ukugezwa ukuze angene emzini oyingcwele. Yingakho emva kokugezwa buyaye buphele ngoba usuke esehlanjululiwe.
Ithi kusele amahora amabili ingene 😂😂😂Saze sayihashukela lentshumayel
Sinifundisa iNkonzo yokulinda 🤣😂❤️
😂😂😂😂Sengiyavuma ngisemlimdelweni❤angith nawe ujahe u like
@@sbongaavela9767 🤣😂❤️
Indabenkulu.uNyazi lweZulu. Kwaze kwamnandi ukuba yilesizukulwane. Siphe izindlebe zokulizwa izwi lakho Shembe oyiNgcwele. Siyabonga nangequality yevideo eseyibayinhle kakhulu.
Mina kuning engikufisayo ukwazi ngokugezwa kwabantu abadala nokufakwa kwabanikazi besibongo