KWASHONA UMAMA UMNGANI WAKHE WAJOLA NOBABA - ABANGANI BETHU EPISODE 2

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 1. 07. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @umjoloshow
  • Zábava

Komentáře • 1,9K

  • @BuyisiweGwija
    @BuyisiweGwija Před 2 dny +61

    Wentombazane encane mawufunda lamacomment pls awungithinta ngikulungisele yonke lento

    • @thabilemkhize2585
      @thabilemkhize2585 Před 2 dny +8

      Please help 😢

    • @harrietndlovu6531
      @harrietndlovu6531 Před 2 dny +9

      Please help as soon as you can. Pls Buyisile contact the show ASAP uncede abantwana before this witch poison them.

    • @dickthabethe3216
      @dickthabethe3216 Před 2 dny

      Basize mfowethu, ziyaludinga usizo kakhulu lezingane. Uzogcine azibulele zonke lezingane lomama ukuze azuze lomuzi

    • @dickthabethe3216
      @dickthabethe3216 Před 2 dny

      Please mfethu ngoba zizofa lezingane

    • @user-uf5sd4oi7r
      @user-uf5sd4oi7r Před 2 dny

      ​@@thabilemkhize2585uwena lo obebhalile ngicela ungnike inumber yakho

  • @manqobamalo8713
    @manqobamalo8713 Před 2 dny +82

    Yaze yavuthwa lentombazane...indoda eyothatha wena...❤ isenhlahleni

    • @KokoNgcobo
      @KokoNgcobo Před 2 dny +1

      Ey, isho uliphinde, nami ngisho njalo yooo iphelele yooo. Nami ngimfisela mina manje muncane ngabe ngiphelele nginomuntu wesifazane onje, mangifa ngingaba nekuthula

    • @SamuelMduduzi-wu1uc
      @SamuelMduduzi-wu1uc Před 2 dny +1

      Big up Nqobizitha👊👊👊👊
      Uyishaye ekhonkosini nkunz

    • @user-he9fv6pn5o
      @user-he9fv6pn5o Před 2 dny +3

      @@manqobamalo8713 ngimfisela umfana wami lomtwana,akashodi ndawo unenhlonipho kathithiz but ubeka kahle izikhalo zakhe mtholeleni indawo angimethebimbi lomama omubi

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f Před 2 dny +1

      Indeed indaba yakhe i clean iyezwakala. ❤

    • @lesliemasuku7558
      @lesliemasuku7558 Před 2 dny

      ... Evil MaKhumalo must move out she is not a good stepmother... MaKhumalo looks capable of poisoning the entire family!!!

  • @adventuresinafricaandabroa1942

    This could be my Doctor 😢😢😢Asilweni!!!!!!Abuyele Kofunda

  • @ZakheleSimelane-ep8dp
    @ZakheleSimelane-ep8dp Před dnem +5

    Watching fron Swaziland,Mama uyatsakatsa nje ngci! indlela lokhuluma ngayo ichaza kutsi khona loktsembile,sisi omncane bhasobha lomama lo utakubulala👍

  • @ZoliswaZingela
    @ZoliswaZingela Před 2 dny +50

    There's no such a thing as so called 'friend". Your best friend is your worst enemy...

    • @adventuresinafricaandabroa1942
      @adventuresinafricaandabroa1942 Před 2 dny +1

      Luck Dube wathi your best friend could be your worst enemy tomorrow 😢😢

    • @user-xv6rq7yp7c
      @user-xv6rq7yp7c Před 2 dny

      Your best friend is your worst enemy 🤞,why she doesn't want to move out because that house is not her property.She must be the one to remind her man that she wants her own place or home/house,not to say what she said.Mama you are wrong , you are a parasite.

  • @BhutiBhuti-di5bq
    @BhutiBhuti-di5bq Před 2 dny +20

    Umama lo akaphume emzini wezingane. Sisi ngicela ugade ubhuti wakho nibambane God bless you my sister 🙏

    • @SinahNompumelelokhoza
      @SinahNompumelelokhoza Před dnem

      Sizani bandla ingane ngeke usile lomama tjoo ngiyayiqala leyi court ingasiza kakhulu Makamo makangenele asize ingane tjooo

    • @KhanyuNdlovu
      @KhanyuNdlovu Před dnem

      L' ​@@SinahNompumelelokhoza

  • @bhekinkosidlamini451
    @bhekinkosidlamini451 Před 2 dny +7

    Lokungasiza leyingane wumndeni! That is where extended families are important!
    Also prayer saves from such evildoers. We commit ourselves for prayer from the head of the family, the girlchild and the the boy!
    To their Mom may her soul rest in Glory!
    Amen❤🙏

  • @njabulodadjsa
    @njabulodadjsa Před dnem +4

    Ey logogo ikhruga lase loxion 🙆 skhotheni waKwaMashu, waze wavelelwa uYellow Bone nkosyam isphalaphala

  • @user-wu3yk5wu5n
    @user-wu3yk5wu5n Před 2 dny +107

    Ungaphinde udle ukudla kwalomama sisi ngaze ngani dabukela Nomfwenu angakudli ukudla kwalomama .
    Ukube unemadlana ubunga qasha ngisho u mjondolo ngoba umthakathi lomama uzonifaka u shevu nemeqo 😭😭😭

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana Před 2 dny +25

    Ai mama uyiqhalaqhala lokukhuluma angisakungabazi wamdlisa umama wentombazane ngob ufuna ukungena emzini wakhe 😢uncolile salukazi ndini esisagqpoka sibeze isisu esishwabene😢😢😢😢

  • @SiphoLusenga
    @SiphoLusenga Před 2 dny +4

    Lomama ufuna athole umoja love. Ufuna ukhishwa lomuzi sizani South Africa

  • @THULISILENDLANGAMANDLA

    Phephisa cc wam... umama wakho wabulawa nguye lomngani wakhe ingabe iphi indoda yalesifebe 😢😢😢😢

  • @philisiwekunene5094
    @philisiwekunene5094 Před 2 dny +16

    Ayi this presenter mani, iyamhlula leshow.

  • @user-ye1mc7ew3p
    @user-ye1mc7ew3p Před 2 dny +65

    😢😢uzofa mtanami lenyoka yamdlis umawakho noyihlo yingakh ngafun satane eduze lomuntu wami

    • @AntonyMukash
      @AntonyMukash Před 2 dny +1

      Eu ai ngoba ubezama ukududuza ubaba

    • @BhekizenzoKhumalo-o8i
      @BhekizenzoKhumalo-o8i Před 2 dny +4

      Hamba kwakho doti n slima skamama mthakathi

    • @user-lv4lh5du7z
      @user-lv4lh5du7z Před dnem

      That's true waze wangdina lomama ubolile man b careful girl uyngoz lomama

    • @zanelenhlabatsi213
      @zanelenhlabatsi213 Před 11 hodinami

      That wicked woman must go out of that house bayokwakha owabo umuzi

    • @busisiweeldahmndebele4831
      @busisiweeldahmndebele4831 Před 6 hodinami

      Kona nje lokuthi umngani kube wuye phansi phezulu nomama wenu egula niya ezibhedlela was very wrong, bebakuphi abakubo lomama, never trust a friend, lomama ukhuluma ngathi uyamzala lomntwana umazi from long ago, bakhohlakele abafazi, becareful

  • @PrincessChabangu
    @PrincessChabangu Před 2 dny +3

    Wee mama phuma lapho akukhona kwakho lapho ngikhuluma from experience nasenkantolo uzohluleka ikhaya lalabantwana leli zihlenge kusekusha nje

  • @spheduma_03
    @spheduma_03 Před dnem +3

    Ey yabolomama bezogoba ku Qumba maqumbane noma u Sdudla wesgcawu samacala . 💔

    • @yandisamgoqi7773
      @yandisamgoqi7773 Před 15 hodinami

      Yes marn yuuh, I'm so hurt bcz akancedakalanga lo mntana

  • @nelilegloria
    @nelilegloria Před 2 dny +80

    Lomama akehlise umoya aphume emzini kamngani wakhe. Indoda ayimakhele owakhe umuzi. Izingane azihlale kubo

    • @SamkelisiweMthembu-do6hf
      @SamkelisiweMthembu-do6hf Před 2 dny

      Yebo nami ngisho njalo

    • @user-kt7fd1vz3f
      @user-kt7fd1vz3f Před 2 dny +1

      Okuiyisimanga useze waletha izingane zakhe emzini wezingane.? Habe! Lomama uzodla umuzi wezingane. Isango livuliwe emzini kabani? Ingane iyasho ithi abahambe yena akafuni

    • @user-kt7fd1vz3f
      @user-kt7fd1vz3f Před 2 dny +2

      Uphi umndeni walekhaya? Baphi abakomalume balezingane? Kumele kukhishwe lomakhelwane. Ngathanda ke manje bhuti uma sewungenelela. Abaphume bo

    • @user-kt7fd1vz3f
      @user-kt7fd1vz3f Před 2 dny +2

      Wena aunt ngoba ukhethe ukuba uzoba u aunt komunye umfazi, awuwawashi ngani lomakhethini?

    • @user-kt7fd1vz3f
      @user-kt7fd1vz3f Před 2 dny +2

      Eyi wemama unesibindi. Ingane ingaze iyothenga umuzi ngoba ugweve nomuzi kanina? Uzophendula uNkulunkulu ngokushesha uzothi uthakathiwe

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před 2 dny +30

    mncedeni bhuti lomtana kukhishwe lomama ahambe nezingane zakhe ...yho kubuhlungu😢 umthetho uthi kumele aphume lomama nendoda yakhe bayofuna ewabo umuzi

  • @musandlovu7062
    @musandlovu7062 Před dnem +1

    Mina ngicanga ukuthi ubaba bekumele akhulume nengane zakhe ngaphamb'kokuthi alethe umama ekhaya. Kuseb'hlungu enhlizweni ngokshona kuka mama. Zidinga usizo lezi ngane

  • @user-vg7nk1jq6z
    @user-vg7nk1jq6z Před dnem +1

    Ingabe lomama akanawoni umuzi wakhe ngoba ehlala kwamakhelwane uneso lomama lokuhawukela impilo yakwamakhelwane... Uze uyaqhosha uthi awuphumi ilobaba obedingeka azokhuluma ..achazele izwe ukuthi umfakeleni umfazi emzini womunye umfazi ngoba akaphume nalokhehlegume wakhe amakhele umuzi wakhe uyeyisa lomfazi udinga impama enkulu losathane onameva ngaze ngadineka angihayize usathane uhlukumeza izingane

  • @ReginaMontsha
    @ReginaMontsha Před 2 dny +16

    She is right when she says her father should built a house for her because it is possible that when her dad pass away god forbid , the lady can fight for her mother's house.

  • @BabhekileBheki
    @BabhekileBheki Před 2 dny +16

    Ngaze ngabuhlungu ngalomntwana💔💔,eyi waze wayiqili nangumfazi and uyakwazi noku acter,uzoyibulala lengane nkosyam

    • @NonhlanhlaGladnessMakatini
      @NonhlanhlaGladnessMakatini Před dnem

      Aaai boo hamba kwakho sikhohlakali somfazi...anyway I can assist...ingane eyakithi kwaChonco...angibazi kodwa ngithinteka kabuhlungu

  • @user-jm1xt9gu4d
    @user-jm1xt9gu4d Před dnem +1

    We mamncane,please, phuma emzini wezingane, uzohlupha izingane emzini wazo, wena ucabangela ezakho, ezizalwA nguwe izingane, ngeke ubathande labantwana cause akusibo abakho, wena uzoqeda yonke into ekulomuzi bese uyabaleka,nezingane zakho sezi rite, phuma mama nakhe umuzi wenu nesoka lakho, nakhona makushona umama womuzi bese kungena wena ekhaya ungumngani,kankosikszi kababa, something beating water, shiya izingane ngokuthula, ma uthanda uthathe uyise uhambe naye, azifundiswe lezingane, ikusasa lazo leli. 💔🙏

  • @thulelenimajola9830
    @thulelenimajola9830 Před 2 dny +1

    WeMthakathi hamba uye kwakho nendoda yakho.. Yesess

  • @user-gv5ph4tg1u
    @user-gv5ph4tg1u Před 2 dny +16

    The victim needs legal assistance and that's it. Please take this forward sis.

  • @user-he9fv6pn5o
    @user-he9fv6pn5o Před 2 dny +45

    Mfana part 2 akuncedwe lomtwana ,,,,involve social workers pls wena ngokwako ingaphezu kwako ,,,,wena funda nawe imali Ka mawako ,,,kuhambe lomama iqili aibo Bantu SE south Africa asihlanganeni kulento ,,,akaphume lomama

    • @siphelelemsomi3213
      @siphelelemsomi3213 Před dnem

      Indlu ayikhweli phezu kwenye,uBaba akakhele isthandwa sakhe umuzi abantwana basale emzini kaNina,Cc musa ukomakala ,awunamahloni uthi omakhelwane bathini,Ungagwevi nomuzi womfazi awusebenzela kanzima,Yini uthi akazihenge,kushukuthi uzomloya azihenge,ukhohlakele Cc

    • @user-kg3sl3hq6y
      @user-kg3sl3hq6y Před dnem

      South Africa akusizwe ingane please please 😢

    • @thokozanemotsi6616
      @thokozanemotsi6616 Před dnem

      Period akayohlala kwakhe nendoda and her kids

  • @Mank_Mindset
    @Mank_Mindset Před dnem +2

    It impossible I know! I don't know uDlala Matifana ukuthi engazihlukanisa kangakhi but this show he would have conducted it nicely 💯. It my opinion.

  • @user-gz7oe9qt9l
    @user-gz7oe9qt9l Před dnem +1

    Lomama bantu uthandana nendoda yomngani wakho 😢😢shukuthi dala nithandana angazi u mama walengane ukhohlakele phuma sathane emnzini wezingane .pls le show mayisize labamntwana bantu abahambe endlini nendoda yakhe

  • @khanyicele3688
    @khanyicele3688 Před 2 dny +17

    UJehova ngicela ungisize ngingafi ingane zami zincane😢 ngiphile for as long as possible.

  • @simamilecaluza1114
    @simamilecaluza1114 Před 2 dny +19

    Hhaibo ngeke zakhamuzi zase South Africa sizani ama Social worker akangenelele madoda lezingane zidinga usizo bakwethu zizafa lezingane bakwethu 😢😢

  • @ChifundoChikakwiya-kf1is

    She gave him love portion she's too clever this woman

  • @VuminkosiKunene
    @VuminkosiKunene Před dnem +2

    Akukhishwe lesfebe mthakathi zisale nekhaya izingane
    Akusagugile nakho

  • @emmanuelramadolela562
    @emmanuelramadolela562 Před 2 dny +17

    Lo Mama uya thakhatha. Umngana we Jani.. it's obvious she's the one killed the late lady. This issue needs the family..Uncles, and also orders of a family.

  • @nomasikomoyo9967
    @nomasikomoyo9967 Před 2 dny +79

    Presenter please do research and find help for the victims. Find people who can legally help them. It's pointless to ask us to like the video when you are not even sign posting victims for any help

  • @RoseMadikgetla
    @RoseMadikgetla Před 2 dny +1

    Wena sisi mele uhlale lapho emzini ka babakho makaphume loyo mama uletheizinkinga

  • @fikelephinyoka2030
    @fikelephinyoka2030 Před dnem +1

    Uwena mama owabulala umngani wakho ngoba uhalela indoda yakhe. Uwumthakathi mama, puma ushiye izingane kubo

  • @user-rv9cr3vm6b
    @user-rv9cr3vm6b Před 2 dny +26

    Uyambona uyidakwa lomama

  • @siphethokuhlesibanda7618
    @siphethokuhlesibanda7618 Před 2 dny +42

    Lapha kufuna u X repo straight away amkhiphhe engakaloyi khonapho khonapho 😢😢

  • @DiseboSeitlheko
    @DiseboSeitlheko Před 2 dny +2

    Yesesss,kea mo tshaba mgani,tjerrrrr

  • @zanelejoy8546
    @zanelejoy8546 Před 2 dny +1

    Ey lomama womqondo emide Waze wakhohlakala Bo💔
    Bhuti msizeni untombazana kwayena angalandela umawakhe msizeni🙏🏿

  • @user-qx3pz1wb3z
    @user-qx3pz1wb3z Před 2 dny +16

    Presenter help ingane. How do you work kanti

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před 2 dny +12

    Lomama wayefuna umuzi efuna indoda efuna izimal 😢😢😢😢kwaze kwanzima sicela abameli social worker bangenelele ngokushesha 😢😢😢😢futhi uzobabulala labantwana😢😢😢

  • @ONPOINTSECURITY
    @ONPOINTSECURITY Před 2 dny +1

    Ngaze ngaydabukela lengane nkosi Yami cc thola umsebenzi unkulunkulu akusize

  • @gracechilwane9715
    @gracechilwane9715 Před 2 dny +1

    Mama ukhohlakele ulala kanjani abantwana bomngani wakho bahlupheke ukhona usiza kanjani ulala no Baba wakhe niphuza nonke wena uzele imali kamngani wakho kuphela Uma iphela uzohamba

  • @amosndabeni934
    @amosndabeni934 Před 2 dny +15

    Presenter is not fit for this show why's so quite?

  • @SbongileDladlamadondo
    @SbongileDladlamadondo Před 2 dny +6

    Waze wazikhohlisa cc usungadlala ngengane zomufi sies

  • @ZaneleNgubeni-v8g
    @ZaneleNgubeni-v8g Před dnem +1

    Stetelegu ukuphi ngenelela Stufuza nawa amanzi akhukhula izingane zomufi angeniswa umngani kamufi Jereva😢

  • @charitymathe
    @charitymathe Před dnem

    Aweeee angkwazike lokhu ..gal Father God abe nawe no bhuti wakho niphumelele ibhlungu impilo eniyphilayo💔😭baningi osomathuba...ngaze ngabhlungu ngalezingane...obaba ababe neqiniso ...

  • @ThandiswaSandra
    @ThandiswaSandra Před 2 dny +11

    Bhalela I Rea tsotella cc 😢😢

  • @mazikodemawendy8764
    @mazikodemawendy8764 Před 2 dny +4

    Yooooh ngaze ngamunyanya umuntu wesifazane weeeeh shooooh ubolile doti

  • @Sontomvilakazi
    @Sontomvilakazi Před dnem +1

    Wadliswa wuye lomngani umama wakho efuna u ababa wakho isonakali lomngani nxn

  • @SizweShozi-e5l
    @SizweShozi-e5l Před 12 hodinami

    Awu kodwa uhlobo luni lukamama lolu umntwana uyezwakala uphansi umama uphakeme. Kwangathi nalamajazi achoma ngawo angamsiza ukube uyazi ukuthi uvimba a lot of blessings kwezakhe izingane ngabe akayenzi lento

  • @nelisilenongci6536
    @nelisilenongci6536 Před 2 dny +18

    Lomama makaphume kulamzi please report this matter to small court help this kids please this is painful

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před 2 dny +24

    okusho ukuthi wamdisa umngani wakhe .ube nomona wambulala

  • @7slindileautovon662
    @7slindileautovon662 Před 2 dny +1

    Ngicela lomama baphume nendoda yakhe bayohlala bodwa bahlukane nemali yezingane bazidedele kubo bazinike nemali zibuyele ezikoleni ezi ryt .Baphume nje ezinganeni

  • @buyohsjekula1643
    @buyohsjekula1643 Před 2 dny +18

    Goduka wemama

  • @khanyiiMbau.
    @khanyiiMbau. Před 2 dny +9

    Ayyy angekee lomama uyagangaa angazee ababulalee nalabantwana batholelenii usizo bo before it's too late 😭lomamaa akaphume laphaa endlinii akuyiwee ku X Repo

  • @emmanuelvusimuzimthiyane2728

    Mfwethu iyakwehlula le show, the parties are dominating you but you are presenter 😎

  • @LungileNdlovu-mi5rj
    @LungileNdlovu-mi5rj Před 2 dny +1

    Mama phuma emzini womunye umfazi tshela lobaba akwakhele owakho umuzi unesibindi nje uzumtshele ukuthi kayezihenga into omele uyicabange yikuthi lomama obengumngane wakho kasekho maybe nguwe owamdlisayo umngane wakho

  • @manelizah
    @manelizah Před 2 dny +11

    Ayikho into ekuthiwa umngani😢

  • @XolaniNgobese-ks5ki
    @XolaniNgobese-ks5ki Před 2 dny +34

    Udakiwe wena mbulali ndini hamba yojajakwakho mbulali ndini uyabonakalanje ukuty lezingane ,awuyifuni

  • @noziphonozipho-wi3eq
    @noziphonozipho-wi3eq Před 2 dny +2

    Waze wanginyanyisa lomama ingathi ngingambamba ngimudle ngamazinyo iyoo kodwa Jesu zisazoshontshi izinto ngane Yami umawakho uzophenduka la alelekhona kuyomshubela lomama

  • @excellentmabandla
    @excellentmabandla Před dnem

    Sesi ngicela ubhalele Rea tsotella bathokusita neh ❤ I know bishop makamu utokusita
    Lelimenemene lamake aliphume ekhaya kini

  • @thulanivictordube-nu5sm
    @thulanivictordube-nu5sm Před 2 dny +34

    Zibhekene nenkinga lezingane Waze waliqhalaqhala kubukeka kuwuye owabulala unina walezingane ey ngoba omamncane izinja an loludaba kudinga isocial worker😢

    • @user-mu3hf1vf1i
      @user-mu3hf1vf1i Před 2 dny

      Phumela ingane musa uzohlukumeza ingane kubo hamba uyokwakha umziwakho unezinto mfazi womuntu uze umdala fundisa abantwana bomngane wanesibindi emzini womntu

    • @user-mu3hf1vf1i
      @user-mu3hf1vf1i Před 2 dny +1

      Uliqhalaqhala phuma qhalaqhala ndini

    • @BhekizenzoKhumalo-o8i
      @BhekizenzoKhumalo-o8i Před 2 dny +1

      Mama uyinyoka straight if umthanda ngokweqiniso hamba uyokwakho nalesisdidi sendoda n unjalo nje uyedelela okusalayo uzowushiya kab'hlungu lomhlaba

    • @BhekizenzoKhumalo-o8i
      @BhekizenzoKhumalo-o8i Před 2 dny +1

      Cha uyedelela mama futhi uyenyanyisa suka😮

    • @NsikiMsomi
      @NsikiMsomi Před dnem

      Aningisize nge no yengane pls ngilekelele

  • @IsaiahEphraim-b3d
    @IsaiahEphraim-b3d Před 2 dny +10

    Lomama uyingoz ngempela yoooh hai

  • @nomusajili2083
    @nomusajili2083 Před dnem +1

    Mmmmh umngani isilwane esibi uze uyagoloza nekhaya lezingane waze wakhohlakala muntu wesifazane ubolile cc 😊

  • @NomsaMashigo-bo5ir
    @NomsaMashigo-bo5ir Před 2 dny +1

    Leskhohlakali somngani kaMa yini bangasakheli indoda yaso yooh kubuhlungu emhlabeni futhi kubukeka ngathi Nguyen owabulala lomama nxa😢

  • @xolanimpanza9930
    @xolanimpanza9930 Před 2 dny +13

    Kuyiphutha ukuthi ubaba alethe uMakhumalo emzini kanina wezingane.
    Inkani ke nokukhohlakala ke into yakhona kwaKhumalo. I can relate.

    • @bossmindzo6539
      @bossmindzo6539 Před 2 dny +1

      I totally agree with you

    • @siwinilekhumalo5520
      @siwinilekhumalo5520 Před 2 dny +1

      😂😂😂😂 ukukhohlakala nje qha akukho okunye

    • @charlesmofokeng2029
      @charlesmofokeng2029 Před dnem

      She needs to move out as soon as possible, it's clear that she's a witch after their parents wealth! Refusing to go out for what? She didn't build this home, need to go

  • @kgomotsomohapi3258
    @kgomotsomohapi3258 Před 2 dny +7

    This women must move out and leave this family in peace

  • @PhumlaphiMhlanga
    @PhumlaphiMhlanga Před dnem

    Lengane kufanele ibhalele ku moja life lapho izolithola usizo ku ifa lethu uzophuma lomama kulomuzi walezingane ngoba uyakhombisa ukuthi wangena ngenhloso noma abhalele kunyoni tv

  • @BabhekileBheki
    @BabhekileBheki Před 2 dny +2

    Eyi ngeke nkosyam ngyacela cc omncane ubhalele nakwi Nyoni tv ,ngibuhlungu ngalento kuyazweka jehova😭😭😭

  • @harrietndlovu6531
    @harrietndlovu6531 Před 2 dny +7

    Sisi omcane iya ko Thuleleni or kwa Nethezeka. They will deal with her. This is bigger than this show yooo.

  • @user-ye1mc7ew3p
    @user-ye1mc7ew3p Před 2 dny +14

    Nihamb ama grooves nibadala kangaka ogogotshitshi

  • @goodymaj
    @goodymaj Před dnem +1

    Umama akaphume emzini womunye umfazi adedele izingane emzini kanini indoda ayimakhele umuzi

  • @NompumeleloMadondo-d5u
    @NompumeleloMadondo-d5u Před 2 dny +2

    Waze wakhohlakala umuntu wesifazane unomuthi plz bantu base South Africa sizani izingane zifunde ziphume kulowo muzi uzozibulala waze wangcola

  • @dumojama1380
    @dumojama1380 Před 2 dny +10

    Presenter didn't help this little girl. Take it further to social workers they will find the solution

  • @faithdadumalikongwa6006
    @faithdadumalikongwa6006 Před 2 dny +8

    Ingane beyifuna isombuluko,presenter wehlulekile ukuba usizo

  • @NeliswaMatebe
    @NeliswaMatebe Před 2 dny +2

    Mfazi ndini phuma ezini womnye umfazi cz uhlukumeza abantwana bakamfikazi, Kanti kuphi kwakho mguludukazi ndini yeeeerrrr awnantliziyo sies

  • @evonnenombusokhumalo697
    @evonnenombusokhumalo697 Před 2 dny +1

    Hhayi bo phuma sisi emzini wezingane hamba uyohlàla nezakho izingane ezinamajazi. Awuyena wena owakaKhumalo uyangiphoxa udonsela isibongo sakithi phansi. Awunamahloni ubolile mama. Phuma phuma ukhohlakele uwushiyeleni wena owakho umuzi zithini wena ezakho izingane. Ubolile shame engabe lomfazi wafa washonaphi aphendulele izingane zakhe. Hambe ezinganeni zakho please

  • @sdunhlafamilytrust890
    @sdunhlafamilytrust890 Před 2 dny +5

    Yazi yangihlukumeza lendaba ngisalalele u 5min. "Ubaba useyaphuza, Kodwa kusakhona uMama ubengaphuzi" ... Mamncane ukhohlakele !!

  • @zwelihlesukati6406
    @zwelihlesukati6406 Před 2 dny +7

    Umphakathi fune ungenelele and bring the man and his ingwadla to order. This is the children's home and the woman has no right to be where she is

  • @SfisoPatrick-cr3wi
    @SfisoPatrick-cr3wi Před dnem

    Ngcela ningenelele bafwethu syacela ngyabazi loluhlobo lomama zogcina zishona lezingane zilandeliswe umama wazo sizan bafwethu abanamandla akaphume lomama nalobaba bashiye iyngane ngokthula emzin kamama wazo🙏🙏🙏

  • @zandileshozi8031
    @zandileshozi8031 Před dnem +1

    Ayi lomama uyinkinga ngoba umngani wakhe wagula enaye washona ewu mngani wakhe. Pho umngani onjani ongena nasendodeni yakhe. Hamba uye enkantolo Naka housing bazokusiza. Umuzi owe zingane ayi lomama nezingane zakhe aziye koyise bazo nazo

  • @NonhlanzekoNgiba
    @NonhlanzekoNgiba Před 2 dny +6

    Umama akahambe yena abuyele emzini wakhe afike ngokuzovakasha ai ukuthi ahlale ngoba kukhulu okuzayo

  • @NontobekoRabiaHadebe
    @NontobekoRabiaHadebe Před 2 dny +12

    Skhohlakali skamama sithi izinto zihamba kahle uswidi ekbeni engaphethe kahle ingane zamngani wakhe

  • @MusaPetronella
    @MusaPetronella Před dnem

    Mama uzofa ushunqa waze wadlala ngezingane zomfazi ngikuzonda ngingakwazi ubolile dedela abantwana kubo uphume nesthandwa sakho vele uqedile ngalobaba uyinja😢😢

  • @ANM-xi6on
    @ANM-xi6on Před 2 dny

    ❤Episode ka Siyabonga ethiEKHAYA inamgqwetha utatai family mayimse kubantu be. Zulu Sreet Commitee PleaseNcedanapho🎉WC🎉😊

  • @ThembalihleMbedu-dn3rp
    @ThembalihleMbedu-dn3rp Před 2 dny +14

    Ngaze ngakuzwela mtanami😢

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e Před 2 dny +8

    Wo wo wo uzisaphi izingane zakho aziye koyise bazo namakhamda amakhulu wena uze ngokduduza indoda hhayi ukuletha izingane ezabalekelwa oyise ziyaphi nje .

    • @OBEDZAKARIA-xz6ll
      @OBEDZAKARIA-xz6ll Před 2 dny

      Usile lo mama, akaphume nendoda yakhe aye emzini wakhe.Bukuphi ubunzima lapho, Social workers pls intervene nisize abantwana. X Report guys pls sizani, mkhipheni lomfazi ekhayeni lezingane

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f Před 2 dny

      Impela

  • @sthabilesokhela2728

    Ubaba wakho usazojeza ngalento same thing happened to me ngakhishwa kuma boarding school. Owami is getting his Karma now and akafi usazoyizwa. Ngahamba kabuhlungu emzini wamama😢. Kodwake God is good nomama ube idlozi elihle ngyasebenza manje kahle futhi and staying in my apartment and this is my home😊

  • @nonkululekosibeko3646
    @nonkululekosibeko3646 Před 2 dny +1

    Ama 2000 abashaya kunje abantu abadala. Yithi nje esididizayo esibayekayo. Basile abantu abadala

  • @user-xb3dn2ed9r
    @user-xb3dn2ed9r Před 2 dny +5

    Ukhohlakele mama ndini hambani niyozakhela umuzi wenu bonekele ngoku thathi ndoda ka mngani wakho kade uyifuna ubulewe wuwena Mngani wakho mthakathi

  • @user-ew3wt5ms5m
    @user-ew3wt5ms5m Před 2 dny +5

    Umngani wakho uzoba at peace uhlukumeza izingane zakhe waze wonakala lomama mthakathi waka Khalanyonini

  • @user-nd9kf7cl1o
    @user-nd9kf7cl1o Před dnem +1

    Lomama ufunela abantwana bakhe lendlu ka mamakho cc....uyabonakala ukuthi usile lomama akacabangeli abantwana....ngathi umamakho anganilwela aphume lomama endlini...ngathi akamupokela

  • @scebihlatshwayo4036

    Hlukumezekile lengane..
    Umthetho uyayivuna akahambe aye enkantolo a achaze is istory umuzi bazowuthola nobhuti wakhe..
    Logogo ogulayo sengathi angavuka this show

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před 2 dny +5

    awu jehova sobulawa abangani zisale zihlupheka ....wambulala umngani wakhe wamdlisa ngenxa yomona😢

  • @user-dd8ev6cj1m
    @user-dd8ev6cj1m Před 2 dny +5

    Wow, this woman has a nerve-wracking attitude. So simple , how did her children graduated coz she confirmed that she is not working. In really , she should encourage the man to go and build a new home with her and leave those kids alone. Remember in terms of the law those kids should share 50/50 with their Father and as for the young man, he still under age and Father should support him.

  • @NomawisileMthembu
    @NomawisileMthembu Před 2 dny +1

    Bhalela uStetelegu noma sengikhohliwe ishloko seshow yakhe uyazilungisa izinto ezikanje ngokukhulu ukushesha abeke leliqoli la noBa awakhe

  • @MlungisiNgwenya-pw1cl
    @MlungisiNgwenya-pw1cl Před 2 dny +9

    Nobaba wakho umdlisile nani ningande akakhoryt lomamcane uzowuvala umndeni

  • @lithembabusakhwe9281
    @lithembabusakhwe9281 Před 2 dny +7

    Une pride umamncane namanga uzwakala nje ekhuluma