Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Eyi kunjalo nakimi angati nekutsi mele ngicale ngente nanjani.ngobe kukaningi solo.Jehova akhuluma nami
Makhosi khula udlondlobale ngalesisthunywa sakho esigcwele imfundiso nomusa nenhlonipho.Awuuuuu bandla akusizakale mphefumulo wami kwanoma kumnyama phambili nasemva. Kuzolunga umalisasikhanyisela ngokukamoya🙏🧎
Lesedi👏 Uqinisile Gogo Ave kunzima ukwamukela
Ngiyambonga uNkulunkulu ngawe. NgisePMB. Kade ngimdinga umuntu onjengawe. Thokoza.
Thokoza gogo wayichaza kahle lendaba kunjalo nje👏🏼👏🏼
Gogo ngicela usenzele ivideo or teachings kubangwa yini umuntu engakhoni ukuzwa uma ingelosi zikhuluma kepha 🥱🥱uyazamula enkonzweni, bhodle, kulunwe indlebe kunzima😭😭 ngicela isalulekp🙏🙏
Thokoza gogo ayi wayihlaba esikhonkosini ngigula kumanje izinto zami zimapeketwana ngiyafisa ukukubona nedi ngisegoli
Amen Gogo ngyafa uvalo ngihlezi ngise ndlini ngisaba abantu ngathi bazongibulala angazi noma nginesilwane or nginesiphiwo. Ngyazamula ngyabhodla umzimba uyadikiza yonke sengina 7 years ngihleli endlini Imphilo imile😢
Thokoza gogo, mina angazi ukuthi ngihlushwa yhini nje kade ngagula more than 10 years manje likhanda. Kukhona kungifikela manje ukuthi kungenzeka nginesiphiwo. Ukuthi nje ngiyesaba angazi ukuthi ngiqale kuphi.
Camagu gogo kunjalo yhoo❤❤
Waybeka Makhosi, syabonga kakhulu ukusvuselels nokusqinis idolo. Makwande Makhosi🙏
Uma ngyohla abanye bathi ngibelethiswe isipoki sesizenza idlozi abanye bathi nginesithunwa. siza Gogo please 🙏
Hello gogo
Mina ngiyazi nginaso isiphiwo sokukhulekela ingani kodwa kusuke kusuke kuvele into zabadala kakhulu emaphutsheni ami
Mina gogo ngindinga uku hlanjululwa isthunywa singiya mukela Loku engikona
Makhosi liqiniso leli shme
Siyabonga kakhulu gogo ukusikhuthaza, waze wangiphilisa . Makwande Ngonyama.
Thokoza gogo,siyabonga kakhulu🙏mina inkinga yami makhosi ukuthi mangiya kwabahlolayo abanye bathi umoya wesithunywa abanye bathi idlozi,manje angazi ngiqalephi
Zingane zomoya, impumelelo ikubo lobo bunzima esbhekene nabo. Uma ungazi where to start, phahla, buza edlozini lakho. Makukhanye 🙏
Thokoza gogo ngiyabonga kakhulu ngemfundiso yakho mina ngibhekene naleyonkinga uyeni wami akafuni ukwamukela uyagula njalo unanenkani angisazi ngenzenjani
Camagu Gogo utsho kum kanye mna ndiyoyika lendlela
Maye ngiyabonga ukungisiza coz ngempela kuvele Kubenzima ungasazi uvele uyeke nokukhuleka 😔😔Thokozani 🙏🙏❤️
Plz gogo
Yah kunzima mina angisena mndeni, bangizonda bonke. I'm even doubting yonke into engiyenzayo. Ngisamukele isipho sami inkinga yam ukuthi ngibona ngathi isona isipho sami esingihlukanise nabo mndeni, ngibuya naku depression. Amandla wokuphila angiphelele
😭😭😭😭syabonga gogo kunjalo mpela mndeni yasixheka kakhulu size singabaze
Very True
Ukhuluma nami Ndlondlo 😢bese ngibeka phansi konke ngenxa yezinkulumo nokunukwa kodwa ungikhuthazile ngalevideo Makhosi 👏
Siyabonga kakhulu Amen🕯️🕯️🙏
Thokoza Gogo Asibonge kwande Gogo usungilaphile emoyeni uThixo akubusise kwande kakhulu...Mina nginenkinga yomtwana okuthiwa uphanjaniselwa no Baba wakhe abantu bakubo Baba wakhe ngokusebenza ithuna lakhe ukuthi Abe idlozi elibi kithi... ngoba bethi balaya mina ngaba bengngithandi kwasekuqaleni,kodwa umyeni wami washona nge COVID ngo nyaka Ka 2020....and kuthiwa umyeni wami wayefuna ukuthwala ngami nezingane zami wathatha amadlozi Ami wasiphambanisela nawo ukuze asithole,namanje nje in-game yami Lena ayeganga ngayo uthwele nzima Gogo kubuhlu ngu kakhulu ngoba uhala esisthela ukuthi ubona ubaba wakhe eza kuye ngobubi ethi makasibulale sonke nengane zakubo kufuneka igazi.
Yiya eRevelation kuRadebe eGoli angakunceda without imali ubancedile abaninzi
Syabonga gogo 🙏🙏
Mina ngiyazi ukuthi nginaso isiphiwo kodwa angazi ngiqale kuphi ngididekile cz abantu badlala ngathi bagcina sebesinika izinto ezimbhi ezirongo.. Mina ngiyamkela kodwa angazi ukuthi ngiqale kuphi
Siyefana ke thina sobabini
Pray and phahla uzoyibona indlela ❤
Pls,pls makhosi ngicela kuk'fonela nge watsapcall kodwa ngiyahluleka 😢😢ngiphuphe nginawe sihamba siseceleni kwemphophoma.mane ngikhashane ngiseswatini ngisafunda isikole ngicela ubongi....
Like
Ungasho uliphinde ma😭😭😭😭😭😭😭
Ngilokuthi ma ngingahamba phakathi kwabantu abaningi ngizwe ngisindwa angazi why
Kudala nditata i number yako ndithi ndizokufounela mna andisazi uba kwenzekantoni ngeyam impilo kodwa ndinethemba ngeke bandilahle o faku,cela undikhulekise mah igama lam ngu Nesiwe Godlimpi frm EC
Eyi kunjalo nakimi angati nekutsi mele ngicale ngente nanjani.ngobe kukaningi solo.Jehova akhuluma nami
Makhosi khula udlondlobale ngalesisthunywa sakho esigcwele imfundiso nomusa nenhlonipho.
Awuuuuu bandla akusizakale mphefumulo wami kwanoma kumnyama phambili nasemva. Kuzolunga umalisasikhanyisela ngokukamoya🙏🧎