KANYE NAWE-ICILONGO LEVANGELI 77 | ZULU HYMN
Vložit
- čas přidán 18. 04. 2024
- ICILONGO LEVANGELI HYMNS WITH LYRICS
Welcome to PRAISE SPACE!
Your go-to destination for all things hymns and worship music!
In today's video, we're diving into the beautiful and uplifting hymn "KANYE NAWE."
If you've ever found yourself struggling with the lyrics or the melody of this timeless hymn, you're in the right place.
Don't worry if you've ever felt lost or stumbled over the words. We've included the complete lyrics in the video description below, making it easy for you to follow along. Feel free to sing along with us and let the spirit of this hymn uplift your heart.
📚 Lyrics:
Namhla ngiyaqhutshw’umoya
‘Kuthandaza, Nkosi yami
Ngiyacela, mangihambe
Kanye nawe Nkosi yami.
Refrain
Kanye nawe, Nkosi yami,
Kanye nawe, Nkosi yami,
Mangihamb’imihla yonke
Kanye nawe, Nkosi yami.
Refrain
Angifun’eyam’indlela,
Mayiphel’intando yami.
Mangihambe mina kodwa,
Kanye nawe Nkosi yami.
Refrain
Angifisi yon’imfuyo
Ize kimi, Nkosi yami.
Ngicebile he kakhulu,
Nxa ukimi, Nkosi yami.
Refrain
Nom’indlela inohlupho
Noma inde, Nkosi yami
Noma iya eGolgotha
Ngiye nawe Nkosi nyami.
Refrain
Lilungil’ijokwe lakho,
Awuhluph’umthwalo wami.
Ngiyabonga ngisahamba
Kanye nawe Nkosi yami.
🔗 Links:
INSTAGRAM: / praisespaceofficial
TIK TOK: / praisespaceofficial
👍 Connect with PRAISE SPACE:
Join our community by subscribing for more hymn tutorials, worship reflections, and musical inspiration. Don't forget to hit the notification bell so you never miss a new upload!
🙏 Thank you for worshiping with us! May the music of "[Hymn Title]" bring joy and peace to your heart.
🎬Watch our most recent videos:
/ @praisespaceofficial
#icilongolevangeli #PraiseSpace #Hymns #WorshipMusic #HymnLyrics #WorshipTogether #SingWithUs #HymnTutorial - Zábava
♥♥♥♥♥♥♥
This song,oh ❤❤
Thank you so much for the icilongo levangeli videos ❤🙏🏽
Hi,Balindile Tsabedze,Its a pleasure.We will continue doing so.🙌🏽
Lingipha amandla liyangiphakamisa
🙏
I'm just emotional when I listen to this song it reminds me of my mother who passed away last year August 😢
Please receive my condolences,Londeka. May God strengthen and comfort you through these hymns
Thanks a lot
Most welcome 🙌🏾
Siyabonga🙏
Kubonga mina🙌🏽
Siyabonga 🎉
Ngicela ingoma ezinye ezifanayo nalezi 🙌, and fast ⏩ songs too
Consider it done🙌🏽
Yey umuntu waze wabhekana nobunzima emhlabeni ngisa ukuhamba nenkosi ecaleni ngomhlaka 17 ngo 12;30 emini
Sengathi inkosi ingaba nami ihambe nami iyongmela