Ngabaleka Ekhaya Ngoba Umama Engithakatha....UMKAMI AKABATHOLI ABANTWANA NGENXA KAMAMA ONGIZALAYO.

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 07. 2024
  • #stories #ukuthwala #duet #cheating
  • Zábava

Komentáře • 84

  • @buciemaphosa3954
    @buciemaphosa3954 Před 4 dny +3

    Bhuti Sacela usondeze stulo sakho duze ne guest I feel like uyazilimaza ngokwelula sandla 😂

  • @lwazimatshingana8031
    @lwazimatshingana8031 Před 4 dny +4

    Abaqambi bamanga bayishaya eskhonkosini 😅

  • @MagwazaBusanike-ed1kt
    @MagwazaBusanike-ed1kt Před 4 dny +4

    Khululeka bhut wami awukho wrong awubulalanga muntu wawuzivikela futhi ungazi ukuthi ubani🤞🤞🤞

  • @OnlyRandi
    @OnlyRandi Před 4 dny +8

    JYa mothers sometimes I can relate we never want to believe it 😢. I wish you got help. Nami my clothes go missing even my hair went missing im still seeking help im so sick again. These family members even teach outside people to do this nonsense to us. Eish it is painful I know this.

  • @zamamkhwanazi2441
    @zamamkhwanazi2441 Před 4 dny +2

    Kuhle ukuyisa umakoti ekhaya kodwa indlela abantu asebethanda ngayo imali Kuyabheda, baningi abazali abangafuni ingane ziganwe coz bazolahlekelwa imali.
    Yakhela umkakho umuzi nasekhaya ubaphe wyokudla imali, awubanga rong ngokumtshela.. mtholeleni usizo

  • @NkululekoJunior-iy5uu
    @NkululekoJunior-iy5uu Před 4 dny +4

    😂😂😂😂 umkhonto usugadla ekhaya

  • @user-ob8ww4vw5h
    @user-ob8ww4vw5h Před 4 dny +4

    Kodwa abazali nabo asisa phephile😢😢😢😢sorry

  • @ConstanceMasimula
    @ConstanceMasimula Před 4 dny +1

    Yooooooo kwabuhlungu bhudi phuma ekhaya kuzoba rty uyokufuna I stand esikude nekhenu nje

  • @user-rl8jo6jo5p
    @user-rl8jo6jo5p Před 4 dny +3

    Abanye abazali😢😢😢😢

  • @user-pq3mm7gp3g
    @user-pq3mm7gp3g Před 4 dny +2

    Sorry abuti go tloloka GOD BLESS YOU AMEN

  • @josephnaweng8449
    @josephnaweng8449 Před 2 dny +1

    I was in the same situation before. Khululeka bafo you've won

  • @sibusisomvimbi844
    @sibusisomvimbi844 Před 4 dny +2

    Eyh kuyenzeka ukuba uMama usafuna imali

  • @MpumeTembe
    @MpumeTembe Před 4 dny

    Waze wajabula lo cc unomkhwenyana wangempela abantu beslisa bayabalwela abazali babo abagangilw😢

  • @KennethMdlalose-ei5on
    @KennethMdlalose-ei5on Před 4 dny +2

    Umama ufuna usizo cz akekho umnt ufisela ingane yakhe usathane myb naye efika waphathwa kabi efika kini

  • @user-em3ev7jr5o
    @user-em3ev7jr5o Před 4 dny +2

    Mmmmm kwaze kwanzima mfow2 unkulukulu emuhle njalo uzoluthola usizo

  • @thandohnyawose234
    @thandohnyawose234 Před 4 dny +1

    Awumthukanga wamkhuza entwen embi ayenzayo, wobaba mkhulu abangamumukeli emndenin ngesenzo asenze kuwe, awungen ndawo kulento wena musa ukuzisola. Vikel umakoti wakho umlaphe azaberyt, umvikele nakudadewenu losele ubethakatha nomawakho finish...

  • @SiphokaziJali-bi8zk
    @SiphokaziJali-bi8zk Před 4 dny +1

    Ungapumeli ngapandle mntase nyamezela nifumane usizo nocc ngoba ngabe umbulala okwesibini n unganebhhadi udibane nomnye umtakati ozakuchita lengilosi

  • @BonisiweGumbi-ti6kb
    @BonisiweGumbi-ti6kb Před 9 hodinami

    Sihlukumezekile sibaningi akenisincede ngezinyanga ezingawaqambi amanga😊

  • @mpumempumelelo5347
    @mpumempumelelo5347 Před 4 dny +2

    Hamba kumuntu omdala ekhaya okunguye oshisa impepho akucelele intethelelo uthenge imbuzi akushwelezel ngayo ubuze nakwabanga phambili.bese uya kwamashu ekhaya lempefumulo eTempelin Lo Nyazilwezulu uyomnikelela umthethele amacala akhe umgeze nokuth wambiza ngomthakath

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 Před 4 dny

      Kodwa ngiba nje uyaychaza isisusa sendaba ukt Lana imali

  • @user-wg9sg5zj8k
    @user-wg9sg5zj8k Před 4 dny +3

    Akaye kumkhulu Gasa weblaqlife TV

  • @lethiwengwenya3124
    @lethiwengwenya3124 Před 4 dny +1

    Yooooh waze wakhohlakal umama 😢akashaywe loyo uzolala aqonde

  • @thobileblose2634
    @thobileblose2634 Před 2 dny +1

    Ubafo angalinge nje azisole umuntu uvuna akutshalile, so nomama wavuna akutshalile. Njengoba engalele kahle ubanjwe imisebenzi yakhe nje kphela. Sengathi iNkosi ingakubusisa bhuti wam

  • @DanielMndeni
    @DanielMndeni Před 4 dny +1

    Kwaze kwanzima egathi ubhuti egaluthola usizoh 😢😢

  • @esaushelemba809
    @esaushelemba809 Před 3 dny +1

    As long as kungekho okuphazamisekayo empilwen yakho bhuti, let them suffer their consequences untill you decide otherwise, u suffered alot nawe. Uma ebengakuthandi esaphila angeke ekthande esefile vulamehlo, ngek aphathe I nhlanhla or iybusiso zakho ebevele engcolile.

  • @JaneDoe76664
    @JaneDoe76664 Před 4 dny +1

    Awu muthukanga washo iqiniso. Uma wakho akasoze alala kahle Ngoba bethakatha wachitha igazi labazukulu.. Bazomuxosha emathongweni. Uzojeza. Vele mama ungumbulali. Wena wawuzivikela wenza go back to sender.. Mpinda mshaye.. Awunacala.. Waphindisela into yomuntu kumnikazi. Kunzima ukulapha umuthi womuntu wegazi lakho.. Okuthakathayo especially umzali. Ncese bhuti don't blame yourself. Umah wakho uvune akutshalile but Khumbula Umthakathi omncane usele usisi wakho. Uzoqhubeka athakathe Ngoba kini kuyathakathwa Shuti usisi Yena osele nesiphiwo sokuthakatha
    But usizo uzolithola. Khululeka.

  • @NontobekoS-cd9bg
    @NontobekoS-cd9bg Před dnem

    kwanzima kwamhlaba sibaningi sidinga usizo awuwedwa bhuti😭😭😭😭😭😭😭

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 Před 4 dny +1

    Bonke nje omama kulama podcast baya thakatha, yoooo😢

  • @kingpk4429
    @kingpk4429 Před 4 dny

    Forgiveness is very hard but is always the best solution. You were wrong to return fire with fire, now the guilt will always be there😢😢.
    Is good that you are confessing it, that will heal your heart.
    All the best brother🙏

  • @user-vq5qx8dg1c
    @user-vq5qx8dg1c Před 3 dny +1

    Wena othi agaze athakathise umama wakhe uyathakatha Wena ngoba uyezwa lomfana uthini haaa Waze wazi hlaza

  • @SnehMbambo-um5je
    @SnehMbambo-um5je Před dnem

    Mayelana nesimo samama kmele umxolele umgeze ngembuzi okushukuthi ziyobambili enye eyenhlambuluko nawe uxolise

  • @shortieyende3748
    @shortieyende3748 Před 4 dny +1

    kwaze kwaba buhlungu mfana wam hamba uye mkhulu Gasa uzothola usizo noma ku 2 plus 2 ngiyaba themba wena khuleka awenze lutho ngoba bekuceni bekuzo fa wena noma ukosikazi wakho ube ganga lomama namanje use kingeni naba ngasekho abamufuni ngisho no Mveliqangi akamufuni uyabona lezi ngane zakho uhlangane nazo akulula kuye aka hambe

  • @menzimpanza1727
    @menzimpanza1727 Před 4 dny +2

    Bhuti Kumele uMakoti asuswe islwane lesi atheswa Sona mase athola ukumiselelwa uThole umuthi kuthiwa uhlamvu uThole iskhumba seNgwenya lesi sangaphansi ingaphansi leleNgwenya ukuhlanganise kokubili uphahle ngekhandlela elimhlophe neliYellow eliblue ukhuluma eMsamo uthathe umlotha weMpepho nomule uthi akageze ngakho lomutju uhlamvu neskhumba seNgwenya ikufake ku2 litre ukusokhe for 3 days kuzojika kuthi ekuseni engakakhulumi namuntu nikuphuze no babili okunye ulwazi ningalutbola celeni

  • @mphikisenimkhize
    @mphikisenimkhize Před 4 dny +1

    Hhowu beka umoya phansi mfowethu baningi omama abanjalo and bazokushaya ngesichitho nixabane nomakoti qina ndoda uzelaphe and phuma ekhaya nakhe nodwa ngithanda indlela obonisa ngayo uthando enganeni yabantu efela wena.

  • @LizzyNomvulaFaku
    @LizzyNomvulaFaku Před 4 dny

    Bb it's painful to be betrayed by ur mom I cry with u us most of us parents are cruel may God bless you let her answer 4her sins that she made 😢

  • @user-sq4me5vc1q
    @user-sq4me5vc1q Před 4 dny +1

    Bafo ungalahli ithemba awuwedwa kleyo nkinga nami ngikuyo kodwa abazali angnabo ngnukwa umfowethu nomnkakhe bathi ngthwele ikho ngingatholi abantwana

    • @mphikisenimkhize
      @mphikisenimkhize Před 4 dny

      Hmmm kwabuhlunguke ngoba phela ingane isipho esibuya kumdali.

  • @user-nz5bf4pq3o
    @user-nz5bf4pq3o Před 3 dny +2

    Ngicela ukubuza le show ikhona ku Facebook ngifuna uku follower khona kuzoba easy 4me

  • @enhlemthethwa3738
    @enhlemthethwa3738 Před 4 dny +2

    5000 views kodwa ani like!!!

  • @lindiweduma7230
    @lindiweduma7230 Před 3 dny +1

    khululeka awunalo iphutha akalele kahle inkohlakalo yakhe

  • @khanyisasduna8238
    @khanyisasduna8238 Před dnem

    Hambonikela kwaShembe bhuti ucele ntethelelo kumha bese unikelela lezingane zachitheka

  • @user-tx3ky6vm1f
    @user-tx3ky6vm1f Před 4 dny +1

    Wenza kahle wamthuka bekasile

  • @durbanite3997
    @durbanite3997 Před 2 dny

    wenza kahle umfowethu waphindisela umuntu uma ekushaya ungaphindisi akayeki ukukushaya

  • @menzimpanza1727
    @menzimpanza1727 Před 4 dny

    Eishiiiii bhuti libuhlungu inkinga obhekene nayo isimo lesi esikhona abantu baphila ngaphsnsi kwaso inkinga nje imali

  • @user-fl6cg6pu8d
    @user-fl6cg6pu8d Před 3 dny +2

    Ayive nyanyisa lento yokuthi khulise ngane kungcineni masiganwa suyathakatha sies

    • @BuhlebendaloMbhele-xp6kg
      @BuhlebendaloMbhele-xp6kg Před 3 dny

      Mnj wena ufuna athi uyasonta Abe ethakatha ukuthi umkhulisile akusho lutho uyaloya qha anoke niyeke unabukelisa amanyala umkhunkuli umkhunkuli qha qwaba

    • @PurityN459
      @PurityN459 Před 2 dny

      @@BuhlebendaloMbhele-xp6kg yebo mayeloya uyaloya nje abakwazi ukumsukela bonke laba bantu ababonayo 😳 ngiyamubongela lobhuti ngoba wagcina ebonile uthakathwa ngunina

  • @SiphokaziJali-bi8zk
    @SiphokaziJali-bi8zk Před 4 dny

    No akuba akalele kahle kuba wawumxelela inyani zange umtuke into emlalise kakubi kukufa nalemfihlo embi engaka ungazisoli tu

  • @phumlasipika294
    @phumlasipika294 Před 4 dny +2

    Oh haybo lo mama angamenza kanje umntana wakhe

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz Před 4 dny

      Imali yenza abantu basebenzele uSatane

    • @Isaac-ps5bz
      @Isaac-ps5bz Před 4 dny

      Umama wakho akalele kahle ngoba akamukeleki emadlozini ngoba wona

  • @SiphokaziJali-bi8zk
    @SiphokaziJali-bi8zk Před 4 dny

    Yhoooo abazali bawo aboneli ngk sekefuna umntana ajongane nabo yini bawo

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso Před 2 dny

    Hamba kwaShembe umnikelele umxolele wena awumbambele inhliziyo embi uzobuya.ngephupho.axobonga

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso Před 2 dny

    Phuma uyokwakha kwenye indawo.uziqinise wena.nomakoti wakho

  • @BongiweKunene-ue2bp
    @BongiweKunene-ue2bp Před 4 dny +1

    Awumthukanga wawusho akwenzayo

  • @Z0thileMadondo
    @Z0thileMadondo Před 4 dny

    Inhlambuluko ezosiza la umagcina aka confess kuwe ubaxolele

  • @user-qg6fk4xt5b
    @user-qg6fk4xt5b Před 3 dny

    Mfth khululeka awunaphutha wena umama wakho akalele kahle izenzo zakhe ezivimbelayo

  • @ThabisoYaka
    @ThabisoYaka Před 4 dny

    Into edingakalayo kumfwethu ukuthi enze inhlambuluko nawowonke umndeni wakhe

  • @MondliHlongwane-jf1ru
    @MondliHlongwane-jf1ru Před 4 dny +1

    Khipha ipmahla yompahla yokuxolisa komkhulu neyokuxolisa kumama wakho

    • @menzimpanza1727
      @menzimpanza1727 Před 4 dny

      Wenzeni bakithi ngoba lokhu aluchazayo angikuzwa or anikholwa

  • @LizzyNomvulaFaku
    @LizzyNomvulaFaku Před 4 dny

    Let her soul rest in peace 4what she did. Let her b purnished for what she did 2his son😮😮

  • @welcomeshangase5399
    @welcomeshangase5399 Před 4 dny +1

    Akaye kuGodo kumhlanmbuyalingana

  • @mbuyieslanter8172
    @mbuyieslanter8172 Před 3 dny

    Nkinga yakho idinga imali that the problem coz so Hamba if you're interested

  • @NomusaNgubane-d9n
    @NomusaNgubane-d9n Před dnem

    Kwaze kwanźima

  • @bulelwablaai9835
    @bulelwablaai9835 Před dnem

    Ndicela ke nindinike ezo number zakwa mhlabuyalingana ndibufuna ke ndigadle nam ndidiniwe kusukelwa ngabantu

  • @lindadhladhla-lh3xn
    @lindadhladhla-lh3xn Před 4 dny +2

    Kodwa abanye abazali babi.thola usizo mfo.nawe bewufuna usizo ungakhathazeki ngoziphindisela kuloyo ebekuthakatha naye uma wakho azange afune ukushintsha xola mfo.igazi lezingane zakho lachithwa uma wakho yingakho angalali kahle.

  • @MagwazaBusanike-ed1kt

    😢😢😢😢

  • @SfisoSami
    @SfisoSami Před 4 dny

    Buti awukho wrong nhlobo umama nje uwrong

  • @lethiwemdunge452
    @lethiwemdunge452 Před 3 dny

    Usile mama thanda imali

  • @user-ju1wt5cs5t
    @user-ju1wt5cs5t Před dnem +1

    Kwaze kwanzima mfowethu asithembe uzosizakala. Omama abayeke izinhliziyo ezimbi please💔

  • @user-jd9zo6hi6k
    @user-jd9zo6hi6k Před 3 dny

    Mfo ungazilimzi umphefumulo.senindlule. Kokuningi okubuhlungu.nomkakho wena fanele ubuyele khona kwahlaba uyalingana uthole inhlambululo nonkosikazi alungiswe Loku.kokuthi.lomthakathi owunyoko.akalele kahle.khohlwa.ngaye ushiswa.inkohlakalo yakhe ngobuthakathi.bakhe.ethuneni👗👹🐍🦇👎

  • @NkanyisoAfroSoul
    @NkanyisoAfroSoul Před 4 dny

    Kulate mnj

  • @LondiweMbuyazi
    @LondiweMbuyazi Před 3 dny +1

    🥹😢kwanzima mf2

  • @CelukuthulaSifiso
    @CelukuthulaSifiso Před 2 dny +1

    kwaShembe bazokusiza nangokiphuma.kwezisu uthole amaNazateth akuse oNyazini

  • @DollyDNgidi
    @DollyDNgidi Před 4 dny

    I

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 4 dny +1

    Wamtfuka kanjani.kantsi wena bewungenaso yini siciniseko.mine lengingakusho yekani kuhamba yinyanga netangoma.bayakhona kufundza spirit Sakho kutsi sicabangani.bese akutjela Loku lokucabangako Nome kungemanga.kute umuntfu longafundza imphilo temuntfu angekho.asenawe uhlale phasi ukubuke ngeliso lelikhaliphile

  • @menzimpanza1727
    @menzimpanza1727 Před 4 dny

    Biza uMagcino akhulume iqiniso kuze kube khona ukthula konke kuzolunga Lana kudingeka iNhlambuluko