AMAKHOSI KWAGIBISILA 2023

Sdílet
Vložit

Komentáře • 34

  • @sandilekhoza5343
    @sandilekhoza5343 Před rokem +10

    UShembe akhumbule uBab'uDlakadla ngokusipha ukudla komphefumulo noma sisuke singamenyiwe kepha usithatha asibeke khona. INkosi ibe nawe mtakaBhombela

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 Před rokem +6

    Nkosi Yamakhosi Nkulunkulu wokhokho bethu Nkulunkulu womkhulu bethu Nkulunkulu wobaba bethu sikhumbule baba oyingcwale 💯💯💯❤️❤️❤️🙌🙏🙏 Mbombela stimela samampondo siyaguqa kuwe nkosi yamakhosi 💯💯💯❤️❤️🙌🙏🙏💯

  • @nesshappiness9325
    @nesshappiness9325 Před rokem +14

    ❤😢 zijule kakhulu lezi ziyalo 🤝🤝🤝 inkinga abantu balibala ukumoyizela nkosyami azivuleke izindlebe lana ingene lento eshiwo ubaba 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

    • @velsbiyela7459
      @velsbiyela7459 Před rokem +1

      NKULUNKULU WETHU SIHLULWA INYAMA UKUFANA KANTI OWASEZUKWINI USUKE ENGEKHO ENYAMENI KUSUKE KUKHULUMA USHEMBE ESINGAMAZI. USHEMBE OWADIBANA NOBABA MKHULU ENTABENI INHLANGAKAZI, OWAYIZINTO ZONKE UPHUNGA ELIMNANDI UNKULUNKULU UMDALI WEZULU NOMHLABA.
      (INKOSI YEHLA EZULWINI YABA NGUMUNTU EBANTWINI, YENZELA THINA BONI NDINI)
      INDABA KASHEMBE IJULIKE SIKHULEKELA IHLO LESTHATHU AKEKHO ONGAYAZI NGAPGANDLE KWAKHE UNKULUNKULU ANGASILAHLI. SHEMBE NYAZILWEZULU USIHLWITHE EMALANGABINI SINGALIWA🙏🙏

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    ALL PRAISE TO THE MOST HIGHEST OF THE HIGH ALMIGHTY CREATOR OF ALL IN ALL...GLORY AND HONOR AND POWER AND PRAISE AND THANKSGIVING AND LOVE AND PEACE AND JOY IN THE HOLY SPIRIT DIVINE SACRED ORDER...

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    KEEP ME IN YOUR PRAYERS....FOR HEALINGS IN MY BODY..

  • @nokuthulankomo7271
    @nokuthulankomo7271 Před rokem +1

    Ungikhumbule nami nyazi lwezulu umkhulu baba uyesabeka ngicela ukuma eduze kwakho kuze kubesensukwini sokungcina

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    THANK YOU SO MUCH...BABA SHEMBE..

  • @archbishopcorrinesheemaame2574

    GREETING BABA SHEMBE AND ALL OF THE SAINTS...

  • @mfanakamadlokovu
    @mfanakamadlokovu Před rokem +5

    Konke kungumusa wakho Shembe🙏

  • @smlotshwa13
    @smlotshwa13 Před rokem +2

    syabonga ngawe kuShembe ukusiphakela lezizindaba

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube Před rokem +2

    Mmmh Shembe uzungikhumbule ngilizwe izwi lakho ngiligcine.

  • @mhlonishwalatha247
    @mhlonishwalatha247 Před rokem +1

    Ngaze ngaythanda I Nkosi yami 🙏🏿 Syabonga baba wethu

  • @Jabulile-fg6wz
    @Jabulile-fg6wz Před 10 měsíci

    Amen amen

  • @sakhilecebekhulu2713
    @sakhilecebekhulu2713 Před rokem +1

    Nkosi yamakhosi ithinta kwelinye izinga elijulile lempilo, kosisiza ukwethembeka ekwenzeni kwethu, ukuze imizi yobaba ingafi ngathi

  • @user-xj7rp2kq3d
    @user-xj7rp2kq3d Před rokem

    ❤Ameeeeeeeni

  • @ntandocoolgwala4122
    @ntandocoolgwala4122 Před rokem +1

    Amen!!

  • @nokwandangubane3928
    @nokwandangubane3928 Před rokem +1

    Amen

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 Před rokem

    Amen 💖 🙏

  • @sandilengwenya1470
    @sandilengwenya1470 Před rokem

    Indaba enkulu❤

  • @zibusisosoni2551
    @zibusisosoni2551 Před rokem +3

    Kumnandi eGibisila wemaNazaretha...... Amehlo akaphathelwana.

    • @velsbiyela7459
      @velsbiyela7459 Před rokem

      KAPHATHELANI MTAKA BHOMBELA SIBONGA IHHASHI ELIMPUNGA ELISIMEMILE, UPHILISWA IZWI LIKANKULUNKULU WETHU NOMA UNGASAMBONANGA NGENXA YEZINKUMBI ZABANTU🙏 SIBHEKE USITHANDE DONSA MATHABIZOLO SINGABAKHO SHEMBE🙏

  • @reginasimelane2595
    @reginasimelane2595 Před rokem +2

    Muhle umsebenzi

  • @princessyoliswaprincevusimuzi

    Amen 🙏🏾🕯

  • @gatshenindlovu230
    @gatshenindlovu230 Před rokem +3

    INKOSI IKUBUSISE MNTAKABABA NGOKUSILETHELA LEZINDABA EDUZE

    • @velsbiyela7459
      @velsbiyela7459 Před rokem +1

      KUBENJALO MTAKA BHOMBELA NGIFISA KANJALO NAMI, LOKHU KUMAYA KWASEZULWINI NOMA UNGABAKHONA ENKONZWENI KODWA KUMNANDI UKULOKHU UZIMAYELA KHONA KUWUKUPHILA KWEMIPHEFUMULO YETHU🙏.

    • @gatshenindlovu230
      @gatshenindlovu230 Před rokem +2

      ​@@velsbiyela7459AMEN NGANYAKWETHU ZIMNANDI LEZIZINDABA ZASEZULU❤

    • @buhlemhlongo7481
      @buhlemhlongo7481 Před rokem +1

      Kazi ngabe siyini thina boni abalusizi ngaphandle kwakho Shembe namhlanje ubuyile wembethe uNyazi lwezulu sithande Nkosi thina asazi ukuthi uthandwa kanjani , situated baba wethu.

    • @velsbiyela7459
      @velsbiyela7459 Před rokem +1

      @@buhlemhlongo7481 THINA ABANYE BETHU NGABE ASIKHO NGISHO EMHLABENI UKUBE USHEMBE AKEHLANGA EMAZULWINI, OBABA BETHU BAWUMSEBENZI WAKHO NKULUNKULU WETHU. BECELWA KUBHOMBELA ESAMBETHWE ISIQU SESIBILI INKOSI ILANGA SHEMBE UNGUNKULUNKULU KIMI NOMA ABOMHLABA BENGATHINI🙏🙏🙏

    • @thandananimbambo1165
      @thandananimbambo1165 Před rokem +2

      🚂☀️🌙🌈⚡️

  • @sthembisocele9153
    @sthembisocele9153 Před rokem

    Mmmm ay libi kodwa iso lalo mfundisi ofake ijazi eli blue oseduze nenkosi yakwa Biyela lomuntu akahlabeleli isiduli nje ngathi akulona ikholwa akavumi amen akazazi nje ukuthi uyini nokuthi ukuphi

  • @nduzuma4101
    @nduzuma4101 Před rokem +1

    😂 🙌🫡🙏