Video není dostupné.
Omlouváme se.

FACEBOOK DATING (Part 1)|| PAINFUL STORY

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 23. 04. 2023
  • People are being warned to be careful of facebook scams like dating because some people even get raped through that.
    #facebook
    #storytime
    #trending

Komentáře • 366

  • @philanigabriel
    @philanigabriel Před rokem +161

    If you don't skip ads like me,like this comment ❤

  • @lebothaga2535
    @lebothaga2535 Před rokem +21

    Ngo 2014 Mina ngasindiswa wu MamKhoza owayethingisa e renk e Nelspruit. I got there and there were no more taxis to Nhlazatje. 1 of the guys wanyed to take advantage of me, walwa u MamKhoza and took me with her for the night. I got home safe the next day. I am forever greatful for that woman. 🙏

  • @wisemanmandlankosi8558
    @wisemanmandlankosi8558 Před rokem +20

    NGITHANDA INDLELA OCHAZA NGAYO... UTHATHA UMUNTU UMNIKE ISITHOMBE NGAMEHLO ENGQONDO... FUTHI UYENABA SAKUFINGQA... THANK YOU 🙏🙏🙏 MNUMZANE

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před rokem +20

    Ayi ngeke lo driver kwakunguye uSishi, lo wafika kwaze kwaba kabili e rank yase vryheid hhhayi ngeke esevula u Kfc no juice engathi ube azi ukuthi izobe nesivakashi😢😅 as for ama pills kuyasikhombisa ukuthi wayehlelile nje u driver ndini lo. Nemali amnika yona iyona le amthembisa ukuthi uyomnika esebuyela emuva ... hhhayi indaba ka driver is not make sure wagcina engasayanga nokuyolanda amakholwa e Newcastle!😢

  • @aprilmotau-pm6gr
    @aprilmotau-pm6gr Před rokem +13

    Its very clear Sishi is the one who came with the Quantum taxi no ways! Ladies becareful please!

  • @gamer_V6
    @gamer_V6 Před rokem +8

    No other channel ephendula ama comments from the supporters like Transformation Live. Siyabulela grootman ngomsebenzi owenzayo

  • @tevinsneliso-to8zh
    @tevinsneliso-to8zh Před rokem +15

    I always watch your videos, to me you such a blessing to me and all the South African that are following you 🙏🙏🙏🙏😇😇😇😇

  • @nozizwerugongo5263
    @nozizwerugongo5263 Před rokem +11

    Thanks dear for the beautiful wonderful narration as much as it's a painful one but it's an eyeopener to the ills of social media thank you ❤

  • @siyabongakhumalo1660
    @siyabongakhumalo1660 Před rokem +5

    Tjooo😢 MC Menzisto my brother I wish our sisters can listen to these stories so they could learn . Thanks to you and the Team

  • @user-bk3bc2pp6p
    @user-bk3bc2pp6p Před rokem +7

    Big up brother love you from zim

  • @bongiweselematsela4993
    @bongiweselematsela4993 Před rokem +1

    Yesu...gcina umntakwe2....you had
    to go through it all...in order to teach us...how amazing God is. Love u mntakwe2.

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +6

    Locc wafulathelwa idlozi esese renk kwakufanele nje aye police station afike akhande istory alale khona.

  • @nkosam2300
    @nkosam2300 Před rokem +3

    Thanks Bhuti sad story but ngiyasola usishi kwakuwuna lo driver.

  • @ceciliamaomane6238
    @ceciliamaomane6238 Před 4 měsíci +1

    You are the eye opener, God send you to this world with a purpose.
    You're such a blessing indeed.
    God bless you my brother.

  • @masthuli2565
    @masthuli2565 Před rokem +2

    Yikho ngaphuma kufacebook from 2016...ngicasulwa yikho ukut kufacebook bonke abantu bafundile n baneziqu basebenza kahle bonke kushut yim ngedwa umantshingelane 😂😂😂😂😂😂😂😂 ai ai fut nj iskakhulu izehlakalo ziqhamuka ngawo ufacebook ngyawubonga anguhaleli nakancane

    • @vukilemtshali9786
      @vukilemtshali9786 Před rokem +1

      😂😂😂😂😂 ngafa ihlaya....bafundile bonke, bayaphumelela, bayashada, usungaze uloye abantu😂😂😂😂😂

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 Před rokem +11

    As usual informative and educating sessions

  • @BLAQUEMEDIAH
    @BLAQUEMEDIAH Před rokem +2

    I was happy happy see you kwaNongoma. Ngyakulandela Menzisto kakhulu and all my friends are following you. Qhubeka bafo ungayeki every day ngyabheka ukuthi ukhipheni

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před rokem +5

    Usizi lokungahlomi ngemali eyanele uma uyohlangana nomuntu ongakaze uhlangane naye 😢💔.
    Indeed, its a painful story. Sounds like a fairy tale but such things happen to people. Yingakho ngihlale ngihlomile by: having extra cash and/or alerting umunt ohlala ngakuleyo ndawo

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Wenza kahle mfwethu ngoba uma uzothembela kumuntu uzoba nenkinga enkulu.

  • @zetrustbabatheloh2795
    @zetrustbabatheloh2795 Před rokem +1

    Ngiyamvuma uDriver🙌❤️Ngingasho ukuthi uCc kwakumele Asale esethandan naye uDriver..

  • @ovuyombunquka9879
    @ovuyombunquka9879 Před rokem +12

    I can’t sleep without watching your videos🙏
    Ei zibuhlungu zona lezindaba

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Thanks mfwethu 🙏🙏🙏
      Ay zona zinzima nkabi yami😥

    • @nkunzemnyama
      @nkunzemnyama Před rokem

      Zibuhlungu ngempela ngathi izinganekwane kanti i reality

  • @amossipho2017
    @amossipho2017 Před rokem +6

    Thanks always for the information that you give front the first day I got to know about you and your team your stories zihlelekile and so informative to the nation keep doing this good work, from prison experience and all this others experience we need to hear and lean from them course they happen all the time and no one takes time to share these stories, thank you baba keep doing this good work 🎉🎉

  • @msamiya8428
    @msamiya8428 Před rokem +5

    Angazi noma imina yini kodwa losomatekisi uyena lo wayezenza inkinsela kuFacebook it can't be a coincidence ukubuyakwakhe isibili eRank athi ujahile ajike alale emotweni kwakufanele uvuke abikele emaphoyiseni nje qha.

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před rokem +5

    Haayi leli iqiniso elinganakuphikiswa, siyakhuzwa mihla Le, kodwa lutho ukulalela, kwabungu😢

  • @xolanihlongwane900
    @xolanihlongwane900 Před rokem +1

    Eye opener to all of us and tha we must always be careful. Syabonga mfo wukuthi

  • @VZulu-tg3zr
    @VZulu-tg3zr Před rokem +4

    Iyohhh 🙆‍♀️😂😂😢💔
    Sishi is the Driver🤞. kuyingozi ukuthanda izinto.

  • @sfisosimelane8315
    @sfisosimelane8315 Před rokem +4

    The taxi guy was Sishi himself

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 Před rokem +8

    Eish what a sad story, but good Folks if it happens please find a nearest police station or community clinic to prevent such🙌🙌🙌. May God bless and protect you all.

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před rokem +4

    Always good stories thanks Mr Cebekhulu

  • @Bandile.official
    @Bandile.official Před rokem +2

    Kubi emnyango, take care of yourselfs BoCc bethu❤

  • @sazishabz7869
    @sazishabz7869 Před rokem +4

    Sishi was the one driving the quantum. He had everything planned out

  • @annamasondo7356
    @annamasondo7356 Před rokem +2

    Sad story and lesson learned. That's why I always tell people who inbox me to FOKOF😢.. I think this guy was Sishi that's why he was gentle with this lady😢

  • @kgotsodeffo3913
    @kgotsodeffo3913 Před rokem +6

    When i listen carefully i dont think this lady was forcefully made to commit otherwise she concerted to the act and she enjoyed believe you me it happened in the hit of the moment any man could have been tempted after all when you described that lady she's so beautiful i could see her to, that guy is a gentleman i still maintains look what she did she safed that lady big time ifvi were you lady i would go back to look for my man that is a gentleman period, but Cebekhulu you know how to do your thing may God Almighty gives you more wisdom on your gift every time you tell a story i can see all the action keep the fire burning my man

  • @nalenienzo8795
    @nalenienzo8795 Před rokem +7

    Thank you for a very informative story, ziyafundisa izitori zakho… ngajabula ukukubona face to face eMtuba ngase Spar parking… ilosisi owaye hamba ngeNV emhlophe😊

  • @gugulethuguguhh2731
    @gugulethuguguhh2731 Před rokem +6

    Ey nabantu besfazane banesbindi ababon ngisho esengena egodini 😢

  • @Cfiso
    @Cfiso Před rokem +6

    First time here.....
    My brother you are a story teller and Narrative 🤍✌️

  • @eliasmaponya7063
    @eliasmaponya7063 Před rokem +12

    Continue to do your job and don't allow other people to disturb you, don't entertain people who are negative

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +2

      I will never entertain them, thanks Elias🙏🙏🙏

    • @xolaninyekanyeka90
      @xolaninyekanyeka90 Před rokem +2

      Agreed with you Ellias. He's doing a good job. He's stories inspired and look real

    • @eliasmaponya7063
      @eliasmaponya7063 Před rokem

      Exactly my point 🙏🏼🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Před rokem +4

    uSishi ngyamusola mina uyena lo owathumela lo bhuti we Quantum.. ..first y esevale ifone ekbeni azi kahle kut uyeza n y amlindisa 30 minutes wonke kmele engabe usisi wafika esemlindile coz indawo akayazi

  • @lebohangmoloi6229
    @lebohangmoloi6229 Před rokem +10

    Feelings are complicated indeed.

  • @thembekampungose1374
    @thembekampungose1374 Před rokem +6

    Kade ngilindile 😅zimnandi futh zibuhlng💔💔 ngithand indlel oxoxa ngayo siyabonga bhuti🙏

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +2

      Zinzima zona, ngiyabonga kakhulu nami sisi wami Thembeka❤🙌🙏

    • @Elliottwave620
      @Elliottwave620 Před rokem +3

      Yazi ukthata akfake shinqe kwinxonxo uzizwe uphakathi

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +3

      @@Elliottwave620 Siyabonga kakhulu bafwethu nge support yenu🙏

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 Před rokem +8

    😂ngifika ku vuthondaba kungena I ad ngakhumbula not to skip😊

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +4

      Eish mfwethu😂😂 uyazi nawe Zoh... ukuthi umthetho walapha ekhaya uthini and thanks for your support 🙏🙏🙏

  • @mzamojakavula8029
    @mzamojakavula8029 Před rokem +5

    Sengiyathethiswa imama endlini, kubuzwa yingani hlezi ngibuka amavideo axoxa ngejele necrime

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Bachazele ukuthi yizifundiso lezi ongeke wazithola ndawo ngaphandle kwase Transformation Live. Ubabize futhi nabo bazohlanganyela nawe bhuti.

  • @lulamaphooko3030
    @lulamaphooko3030 Před rokem +3

    I've learnt a lot from you buti keep up with a good work

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +8

    Kwa FB akekho umuntu ongasebenzi.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Bonke ba right empilweni 😂😂😂😂

    • @lwazimgedezi4993
      @lwazimgedezi4993 Před rokem +1

      Futhi bafunde e University bonke nditsho nendibaziyo abohluleka kwi grades eziphantsi sabe thina siqhuba kwa facebook bayile e Varsity

  • @siyandamhlongo646
    @siyandamhlongo646 Před rokem +3

    Nithi uSishi akusiye nje umshayeli we-Quantum 🤔

  • @mzwamadodamzwa1289
    @mzwamadodamzwa1289 Před rokem +1

    Ndiyabulela Bafo ngezixwayiso enihlezi nisinika zona. Umna ndiyafunda,noma zibuye zibebuhlungu ezinye, ziyasabisa😂😂😂😂😂ezinye ziyahlekisa😂😂😂😂. 🙌❤️🙌

  • @user-tc9pb7gl4e
    @user-tc9pb7gl4e Před rokem +1

    I'm Shona but I can actually understand ,eish social networks (media ).Tjo

  • @similolloyd2912
    @similolloyd2912 Před rokem +7

    Ngihlezi ngiqgugquzela abantu ukuthi make sure uhlezi unemali eyanele ephaketheni noma ngabe umuntu has offered to do everything for you... Mina ngisho ngiyovakasha ezihlotsheni ngiyaqinisekisa imali ikhona ukuze makuvuka udweshu ngikwazi ukuziBookela ngibuye ngakusasa... kuWorse kakhuluke uma ngizohlangana nomuntu engizomqala ngiyahloma impela... nabantu besilisa bayabhayiziseka njenga lo sisi

    • @UbukaOnline
      @UbukaOnline Před rokem +2

      Heyi bafo usho uliphinde

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Uqinisile mfwethu, plus thina singamajita sibhayiziseka kakhulu so nje ukuhlezi uhlomile it's very important.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      @@UbukaOnline Impela mkhaya uqinisile u Similo.

    • @similolloyd2912
      @similolloyd2912 Před rokem +1

      @@TransformationLive1 Kakhulu... Ngiyafisa uke uqophe iVideo bafo uqwashise abantu ngokubalukela kokuhlezi uhlomile. Ukuthi iningi lizobuka engathi osisi ababhayizayo kanti nathi majita siyabhayiziseka. Ngiyawancoma kakhulu amaVideo nezitori zakho bafo, Umuntu uyakhekha kakhulu... ungayeki, Ume njalo🙏🏽🙏🏽🙏🏽

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      @@similolloyd2912 Ngizokwenza njalo mfwethu, siyabonga kakhulu 🤝🤝🤝

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 Před rokem +1

    Ngize ngacabanga ukuthi Nguye u sishi😮 I can imagine what she was going through ekhanda losisi

  • @XolaniNtusi
    @XolaniNtusi Před rokem +6

    kancane kancane😅,isbindi esingak koda kusisi sokuthatha uhamb olunje.

  • @omakoyaingomayasenkandla8139

    Ngihleli ngasemnyango uma uvula nje ngiyangena

  • @omakoyaingomayasenkandla8139

    Mmmmm angimsoli kangako usisi uthando selatholwa khona la ku social media kodwake bukhona ubudedengu abenza yena

  • @thandothuthani4676
    @thandothuthani4676 Před rokem +1

    mmmm Jesu lafa ilizwe ubugebengu angimqondi kwayena lo driver ukuthi nguye lo ongu sishi

  • @NomzikaziJama-hw7kn
    @NomzikaziJama-hw7kn Před rokem +3

    This means there are still plenty of Facebook rapists out there if women can come out I'm sorry cc but how do you love someone you don't know and you never saw him it's painful cc wam most men are cruel like Sishi. how would you know if this driver was not him

  • @yvonnehloniphani692
    @yvonnehloniphani692 Před rokem +2

    Ngesinye iskhathi ungathola ukuthi nguye lo Seshi wayesebenzisa amaphone amabili...😮 1 nguye owaqala ukukhuluma naloyo Sisi,lapho edlula ethi uzolimala wayesiya thenga lawo mapills lokudla

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +4

    29:01 - it's obvious lomkhuba walo driver wayewujwayele.

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před rokem +1

    Hhayngeke ngiyamsola lona kwakunguye loSishi lo Driver.

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      Weyaphi zingaka indawo la ethekwin akuze sona isqumama la hayi ukuthi anyuke kuqala 😢

  • @vusumuzimchunu292
    @vusumuzimchunu292 Před rokem +1

    matete ndoda yamadoda syabonga qhawe muhle umsebenzi

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před rokem +4

    Ngaze nganzwela losisi bakithi wasuke wathatheka phela izigebengu zinolwimi kodwake wafunda isifundo sokuthi u facebook ugcwele izikhohlakali sibonga ukuthi akambulalanga losomatekisi futhi wayengasona isigebengu losomatekisi walingwa nje ubuhle bentombi kodwa angisho ukuthi kwakufanele amdlwengule wenza kabi.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Yena istori sakhe sibuhlungu kakhulu😥

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      Kona kwase kungafanele ukuthi amuwise kwakumele alinde inkokhelo amtshele ukuthi uyamthanda nje finished mase emuwisa hayi angsazi ke😢😢

  • @sphesihle8598
    @sphesihle8598 Před rokem +6

    😂😂😂😂 ukuphapha lento yokujola Kuma social media 😂😂😂😂😂

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Eyy abantu abaphezi uma nje intombazane ike yezwa elemali weeeh😂😂😂😂

  • @Elliottwave620
    @Elliottwave620 Před rokem +13

    The more i listen to this video could be that Sishi was a fake account and it was this driver and knew his intentions from start. Would be nice to know if did she contact Sishi again after this incident

    • @diskiloverscorner.7688
      @diskiloverscorner.7688 Před rokem +3

      Mmmh yazi wanginakisa into ebengingaynakile 🤞🏽

    • @thapelokhutlane80
      @thapelokhutlane80 Před rokem +2

      The driver was indeed the boyfriend
      He kept a close eye and waited for the hour of desperation
      Maybe he didn't want to keep the relationship

    • @Elliottwave620
      @Elliottwave620 Před rokem

      @@thapelokhutlane80 Exactly broe

    • @normanzwane1985
      @normanzwane1985 Před 9 měsíci

      Same person is Sishi.

  • @phindilenanah7167
    @phindilenanah7167 Před rokem +1

    I truly finding it hard 2socialize with peeps engabazi on social media, bcz of such thingz.... ignore inboxes 2evade being a victim n catching feelings 4these perpetrators.. lesson learned🙏

  • @thokozanimbongo314
    @thokozanimbongo314 Před rokem +1

    Yaz lo Sishi lo ibingekho necessary lento yakhe. Bengeke a booke alale naye lomuntu eBnB. Ngoba vele wuye lo driver!

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      Avuke ageze umntwana wabantu ashintshe yazi nje sifela izono zabantu nje 😢😢

  • @nkuleshabane362
    @nkuleshabane362 Před rokem +1

    😢kwaze Kwabuhlungu kodwa kuyasolisa uSishi kwakungu driver we tax kubuhlungu 😢 Siyabonga

  • @sihlenkwanyana4516
    @sihlenkwanyana4516 Před rokem +2

    Mina ngibina engathi akamdlengulanga. Kunalengxenye emkhipha kuyo emontweni usis wazicelela yena. Ukuthi abenze . Lokho nje kuveza kahle ukuthi akalithathanga ngenkani

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Lendaba iphinde ibe indida🤔

    • @ntandoyenkosintando8694
      @ntandoyenkosintando8694 Před rokem +1

      That's rape. She didn't have a choice

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      Hayi bafo asilungise iphutha awukwazi ukfaka isandla enkomeni kumuntu ongamazi plus uvele wama esthubeni nah nah rape le but ecishe ibe soft 😢

  • @lwazixaba931
    @lwazixaba931 Před rokem +3

    Ebaba lena ibhlungu futhi imnandi ivusa nezinto eylele

  • @syabongamkhwanazi3373
    @syabongamkhwanazi3373 Před rokem +1

    Syabong bhuty nom zibuy zithint inhliziyo nj itory zakho. Kuning engikfundayo laykhaya.

  • @xolaninyekanyeka90
    @xolaninyekanyeka90 Před rokem +1

    Waiting for part two ke manje.

  • @sqrd3536
    @sqrd3536 Před rokem +5

    Uhambo lwengozi yodwa nje😢. Ubevele ezodlwengulwa.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Kwakumele ajike nje kahle kahle ngoba wayesobonile ukuthi ayikho lento.

  • @Elliottwave620
    @Elliottwave620 Před rokem +1

    Asibonge Mr Cebekhulu. Kona kwiynkinga ukhlangana la kuma Social Media kumele sifunde kulokhu especial abantu besifazane nathi ke majita ngoba sisazoba obaba baksas kumele siziqhwashise izingane zethu

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Mfwethu uqinisile kumele kube yisifundo lesi ngoba ukuhlangana kulezinkundla kuyingozi kumele sizifundise ingane zethu.

  • @ntsikelelositwayi6110
    @ntsikelelositwayi6110 Před rokem +5

    I will share this video ngeke 😂😂😂

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před rokem +1

    Present my Buti 🙌❤️

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ Před rokem

    Ngikhona mnewethu, siya liker, siya commenter

  • @lindiwendlovu6475
    @lindiwendlovu6475 Před rokem

    Iyoo kwaze kwanzima fr ucc nkosyam 💔

  • @ayandasibiya3044
    @ayandasibiya3044 Před rokem +1

    Menzisto🙌🙌

  • @mahlalekhwenimonsterchanne4127

    Eish Nkosi yami, ngvele ngisabe mangizwa izindaba ezinjena ngoba owakwami siqhelelene naye siyavakashelana mmmmhhh ngingathini esehlelwe iloku esendleleni eze kim

  • @thapelokhutlane80
    @thapelokhutlane80 Před rokem +2

    The driver was the boyfriend
    He was watching over her closely to keep her safe until she is ready for compromise
    Maybe the driver was married

  • @zodwadlamini4213
    @zodwadlamini4213 Před rokem +1

    Ave e Chaza kahle izistory Zakho bhunti menzi yooo

  • @siphelelempanza2995
    @siphelelempanza2995 Před rokem +1

    Kwakunguye usishi lo driver ngoba ehamba ephinde ebuye nge taxi bese ethi sephuthuma enyukhaseli bese egcina engafikanga selungise ne KFC ezodliwa

  • @FreedomCelimpilo-kg4cd
    @FreedomCelimpilo-kg4cd Před měsícem

    Lo Sisi kwakunguye lo Tax driver imoto why mebencishanu cansi velidume "amakholwa wayeyowalanda aphelelaphi" usisi mele buyele Newcastle mhlampe use ngamthola

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Před rokem +10

    If it sounds too good to be true it probably is

  • @siyabongangxitho8455
    @siyabongangxitho8455 Před rokem +1

    Ukuchama loko kwavusa okulele,kodwa sabanjani sizwe esinsundu, masifundeni ukuzibamba especially thina besilisa.
    So sad😔

  • @ntsikelelositwayi6110
    @ntsikelelositwayi6110 Před rokem +3

    Eish I was bussy after work I thought zoba ngowokuqala uku view le video 😢😂.....

  • @thulanindlovu596
    @thulanindlovu596 Před rokem

    Quantum is Sishi,ungavele uthole ispecial ngo 10 ebusuku

  • @Mbatha870
    @Mbatha870 Před rokem +1

    Kuzwakala sengathithi uyena Kanye umlisa wakes FCB Lo. Usisi kwakungamele agibele late kwakhona cos wayeyiqala indawo kwakumele agibele ngoMgqibelo ekseni ukuze ayibone ibhizi isakude

  • @luckyngaleka6166
    @luckyngaleka6166 Před rokem

    Kuyadabukisa loku, yaze yanzima impilo, uvelelwa yismanga sento ungalindele nhlobo.

  • @sihleyende8091
    @sihleyende8091 Před rokem

    Good Story Telling, ngavukelwa..... Nkosi ingiXolele

    • @nqobilethwala7241
      @nqobilethwala7241 Před rokem

      🤣🤣🤣

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      Hayi nabo bahle labafazi mabeyona amadoda abo hayi bayazicwala bo

    • @sabeloshabane6433
      @sabeloshabane6433 Před 10 měsíci

      ​@@nqobilethwala7241ingaze ivuke induku lezingubo zenu ezinemiqhewu nalamapenti wenu abonakalako hayi mann ❤

  • @user-ci6cm5uk7c
    @user-ci6cm5uk7c Před rokem +1

    Yazithanda ezi ndaba zakho ziyafundisa😊

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +4

    7:44 - risk yodwa ungahamba ngaphethe Mali.

  • @khethumthethwa13
    @khethumthethwa13 Před rokem +6

    Seshi is the quantam driver

  • @nkanyisomdladla
    @nkanyisomdladla Před rokem +2

    Ubushimane obungaka kulomjita kuyashelwa igwababa must fall majita coz liyafakana enkingeni buka nje lomjita ugaxeliswa into encane kanjani 🤔🤔🤔 sabuhlungu istory saka sisi

  • @zena3413
    @zena3413 Před rokem

    Tjo this is a great channel very educational.

  • @sethembilenzuza3599
    @sethembilenzuza3599 Před rokem +3

    😂😂😂😂 Ngiyaxolisa ukuhleka Ngiphunyukiwe Cha kodwa uyabona indaba yokuthanda izinto Hayi Umuntu.Kubuhlungu Khona Kodwa sengifile insini 😂😂😂 Isigwili Esinjena

  • @Slim459
    @Slim459 Před rokem +4

    Sad story at the sametime more lesson😭😭😭

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +1

    Ngilokhu ngiqhuba kancane mangithola ithuba ngila emakuleni.

  • @perekisijacoblekgoathi4650

    I like your story telling more......I can hear Zulu but m not fluent in speaking nor writing.....my humble apologies with my English comments.....my brother can you pls next time read the story yourself then come explain it to us.....I like your story telling than when you read to us.

  • @ndwandwewasendwedwe7964
    @ndwandwewasendwedwe7964 Před rokem +1

    Izinja ezihlezi zifuna iopportunity yokudlwengula

  • @nomvulalangasiki3927
    @nomvulalangasiki3927 Před rokem

    EY...FOR ME IT WAS UNAVOIDABLE LENTO YENZEKAYO...ENX THAT HE DID NOT MURDER HER..
    ITS A LESSON TO US AS WOMEN TOO ...SOME OF THE THINGS WE DO.
    FOR THIS DRIVER NHAYE HE WAS WEHLULWA YIZINKANUKO BY THE STUARTION HE WAS FOUND IN TO STAY WITH SOMEONE YOU DONT KNOW THE WHOLE NIGHT...I MEAN UNLIKE CHARGES ATTRACT each other...for that I forgive both of them..I LUV THE WAY YOU NARRATE MFO KA CEBEKHULU...you are always interesting

  • @lwazimgedezi4993
    @lwazimgedezi4993 Před rokem +1

    Eish yakhawuleza yaphela lendaba isemnandi ndisamamele ngomdla nangona bendisoyika uba angabulawa losisi siyabonga mfo ka Cebekhulu ngamabali wakho amanye abuhlungu ke kodwa.

  • @kamaveetv
    @kamaveetv Před rokem

    Nice one Thabekhulu but I did lost contextual meaning the you say ''wayengadlile usisi ngethemba lokuthi uyodla kamnandi phambili kanti ushentshweni" ngiyitshela ukuthi lenkulumo isuke iveza ukuthi kwenzeka ngendlela ehambisana nawe noma ofuna ngayo kodwa lapha kwakuphambana nosisi.
    Empeleni angilwi futhi angigxeki kodwa ngenzela ubone ukuthi ngiyayilalelisisa iziwephu zakho cabanga ngilalele kabili lena ngifuna ukuzwa lomucu ngoba esikufundayo eyindabeni zakho,hhayi kodwake eyoboya obufana nobalomfwethu ocula noKhuzani ngihleke ngaze ngaphathwa isisu😂😂

  • @zabelozarh1963
    @zabelozarh1963 Před rokem +1

    Mina sengifunde okuningi Lana yaz ngampela 😊