FACE 2 FACE - ULIKHUNI UMENDO

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 04. 2022
  • UMSHOSHAPHANSI
  • Zábava

Komentáře • 40

  • @majestic82
    @majestic82 Před rokem +5

    Blowing the whistle while doing the dance must be very difficult but he does it with ease and whistle doesnt change its sounds or rythem or distubbed. The breathing remain the same throughout.. loku kudinga practice nokuzimisela, umuntu ontekenteke angeke akwenze kalula loku.. niFit bafwethu.. iTalente eninalo bafana bakithi liyamamgaza. Kufanele nibonwe wumhlaba qonke. I am a proud Zulu girl from kwaZulu Natal, eThekwini, ngizalwe ngakhulela elokishini eMlazi. Okuvame ukushiwo ngamantombazane aselokishini akusiwona wonke aphila leyompilo. Isibonelo nje mina ngikhuliswe wuMama yedwa without uBaba, ngikhuliswe ngomthetho oqondile wobuqotho. Sinezintombi ezihamba umhlanga ezihlolwayo lana eMlazi. Ezizihloniphayo ezizigcinile. Zikhona nezingahlolwa, ezigangayo, ezingalaleli, ezingazazi ukuthi zifunani empilweni njengayo yonke indawo nasemakhaya zikhona ezingahlolwa eziphuza utshwala ezihamba zinyamalale zingaziwa emakhaya azo ukuthi zashonaphi, zibuye zizale izingane zincane, zishiye nesikole, naselokishini ngokunjalo futhi sinabo labo abanjalo. Umuntu nomuntu uyazikhethela impilo ayifunayo, akuyi ngokuthi uhlalaphi nendawo, mawuzazi ukuthi ungubani, imvelaphi yakho yokhokho bakho, futhi uzalwa wubani, futhi uzazi ukuthi ufunani empilweni akukho okuyokuphazamisa. Ngiqedile isikhole naseUniversity ngaqeda ngaphasa, ngahlala eside isikhathi ekhaya ngingawutholi umsebenzi kodwa ngagcina ngiwuthola umsebenzi engiwufundele, sengizimele manje ngilekelela umzali wami, angikabi naye umntwana, ngisazoqhubekela phambili nokuziphatha nokuzimisela kodwa mawuzongibuka ungithathe ngokuthi ngingowaselokishini ungagcina udideka uze ungibize ngamagama engingawona wenziwa wukungazi uhlobo lomuntu engiwuye. Bengithi angidlulise lawo mazwi. Silana engomeni yakaZulu❤️.. Ngiyayithanda ingoma yakithi kakhulu futhi ngiyaziqhenya ngokuba wumZulu.. 🇿🇦🇿🇦❤️❤️🫶

  • @zazazeemtshali2894
    @zazazeemtshali2894 Před 2 lety +12

    Libomvu iBhunu,Ubomvu uBassi🔥🔥🔥

  • @sbusisondaba3953
    @sbusisondaba3953 Před rokem +3

    This make proud of being an African….Zulu uyesabeka❤

  • @funfunfunfun1818
    @funfunfunfun1818 Před 2 lety +1

    Awuuuu isangama bakwethu singisukumisa ngihleli mani 💃💃💃💃💃💃zaqonyelwa ingoma njalo izinsizwa ngezikhath zethu ngab ugcwele izincu manj umngoma

  • @buyisiwepromise8826
    @buyisiwepromise8826 Před rokem +5

    Things like this makes me miss my home Nqutu💕💕

  • @hambirgerman
    @hambirgerman Před rokem +11

    I would love to learn the meaning of the dance and the song’s. I see there is something so rich about watching these video’s. Much respect

    • @mgo4555
      @mgo4555 Před rokem +1

      Marriage is not for the faint heart, but one must persevere. Rich life lessons. Zulu uyesabeka 🎉

    • @msawenkosinene9168
      @msawenkosinene9168 Před 22 dny

      We call it ingoma ka shameni in Isizulu

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před rokem +2

    Angazi kungenzeka kanjani to showcase leli talent emazweni omhlaba, kodwa into ebukwa world wide AGT from that stage UK EU And China boba sebezizela kuwe

  • @nobuntuzinyombo1855
    @nobuntuzinyombo1855 Před 11 měsíci

    ❤️❤️❤️❤️ ndicela umtshato wazulu🙏❤️❤️❤️
    I love this culture.

  • @siyangamlahntombela7870
    @siyangamlahntombela7870 Před 2 lety +1

    Nqofoza🔥🔥 ladl'ibhunu🔥🔥🔥🔥🔥

  • @melusizwane2930
    @melusizwane2930 Před rokem

    "Ulukhuni umendo mntaka baba wobekezelahh" khemani man!!! Deshethon!! Akwande uZulu ayibe sesandleni nasemlomeni

  • @andiswankosi8095
    @andiswankosi8095 Před rokem

    Awww ngiyanizwa lapho💃❤️💯💯🤲

  • @thulanixulu6929
    @thulanixulu6929 Před 2 lety +1

    Muhle msebenzi bafoet💯👍

  • @sydneymathuka4228
    @sydneymathuka4228 Před měsícem

    Ok

  • @mthokothabani4500
    @mthokothabani4500 Před 2 lety +1

    Maqoboza unswempu kakhulu 🇿🇦🤞🤗

  • @thulanixulu6929
    @thulanixulu6929 Před 2 lety +1

    Gijima lapo secret💥👋

  • @mmxzinyanelomntwanangxongo6659

    Face to Face ilapho weynkabi

  • @bafanangwenya3283
    @bafanangwenya3283 Před rokem

    my favorite 🎵 song

  • @wondersomtsewu7516
    @wondersomtsewu7516 Před 2 lety +2

    Nicula kamnandi and nisina kakuhle,kumele ndiniqetshe eE.cape

  • @lungisaningcobo7811
    @lungisaningcobo7811 Před rokem

    Ai kodwa ukhona umbizi wethu☝️🤝

  • @anelemavundla6864
    @anelemavundla6864 Před 5 měsíci

    Bhunu

  • @sweetnessmolapo9948
    @sweetnessmolapo9948 Před 2 lety +1

    ❤️💃🏾💃🏾👏🏿👏🏿👏🏿👏🏿

  • @innocentshenge1157
    @innocentshenge1157 Před 25 dny

    Ai lo

  • @shadrackkewana6662
    @shadrackkewana6662 Před 11 měsíci

    Awu madoda sekonakele kakhulu mase kunje damn

  • @TerraNovaSpirit
    @TerraNovaSpirit Před rokem

    🙏🏼❤️🌹🌷🌺🌼🌸🌻♥️🙏🏼💃🏽🕺🏼

  • @andilekashezo6358
    @andilekashezo6358 Před 2 lety +1

    Lelofolo langikhumbuza uShayindlovu madoda

  • @sandilemathaba2014
    @sandilemathaba2014 Před rokem +1

    I feel like luvo took ur shine 😪

  • @thembelihlepretty6728
    @thembelihlepretty6728 Před 2 lety +1

    Libomvu ibhunu

  • @njabuloelihle2036
    @njabuloelihle2036 Před 2 lety +1

    Ezikaphusha moya

  • @luntuzililo7549
    @luntuzililo7549 Před 2 lety +1

    Gatsheni usi phathele u higher grade lana

  • @mbuyisenimalambule5094
    @mbuyisenimalambule5094 Před rokem +1

    MaNqomfoza.....!!!

  • @nomamazibuko1573
    @nomamazibuko1573 Před rokem

    Ngihamba nani Phusha khuphuka lapho

  • @mandisidube542
    @mandisidube542 Před rokem

    Ngakhumbula ekhaya oPhongolo🤞😭💔

  • @lindiweshange5088
    @lindiweshange5088 Před rokem

    Ngiyaziqhenya ngokuba u Mzulu !

  • @sannamasemula6710
    @sannamasemula6710 Před 2 lety +3

    FACE TO FACE KISS WEZIFEBE IBAMBE LAPHO NTANAMI UP BAFANA BAKA PHUSHAMOYA NGINITHANDA NONKE BAFANA UJEHOVA ANGINGCINELE NINA UP