Ngizwe echaza ngendaba ka President Zuma, Khuzani, Godole, Khanyile

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 07. 2024

Komentáře • 347

  • @lukenene5917
    @lukenene5917 Před 24 dny +64

    Unamanga amabhinca awafundiswanga uwena ipolitiki. Pho kungani wawumbiza ngomdodovu wekhehla uMsholozi. Awunamgogodla wena ulandela ibhodwe eliconsayo

    • @MapholobaMaps-rh6db
      @MapholobaMaps-rh6db Před 24 dny +3

      Kunjalo MK elihle lo uyathengwa lo engathengisa nangomfazi wakhe uma esebona izishaqane zemali, ulamba kabi lo

    • @khethadlamini3991
      @khethadlamini3991 Před 23 dny +2

      sengifisa ukubona noma elilodwa nje ibhinca alifundisa ipolitiki, ngoba naye usandi ukuqalwa ka A afundiswe lpolitiki

    • @christinanxumalo6811
      @christinanxumalo6811 Před 21 dnem

      I hawu lamalabatheka ",,,permanent friends...permanent enemies...."

  • @lukenene5917
    @lukenene5917 Před 24 dny +30

    Buka nje uphendula into ongayazi lona ingqondo incane kakhulu kulomangameli oyisidididi

  • @nhlanhlacele5635
    @nhlanhlacele5635 Před 24 dny +30

    Vele wawuzoyibona ongene ngayo Ku MK akudlalwa laphaya

  • @kwazixulu1812
    @kwazixulu1812 Před 24 dny +14

    Uphethe bani wena masaka ,awunamgogodla ,uliqili futhi lokhu uthi nabafazi waganwa nini wena ziphi izithombe,yeka imali yethu sikudonate uya ecaleni dabukisa neBMW endala

  • @musamanuel1996
    @musamanuel1996 Před 24 dny +34

    Ngangiyihlopha lendoda isasebenza oKhozini ngenxa yamava akhe,kodwa njengamanje Cho-ke.Yixhoki leli.Lihholelana ophathe.

    • @Siyakudumisa-dg9ey
      @Siyakudumisa-dg9ey Před 19 dny

      @@musamanuel1996 ixoki nguwena ne mkp anazilutho nge democracy bomkhaya

  • @ngcebosphephelo9585
    @ngcebosphephelo9585 Před 24 dny +7

    King Zoso uyayenza into yakho mfanakith 🙌 ngikfisela inqubekelaphambili🤝

  • @mxolisiclement1767
    @mxolisiclement1767 Před 24 dny +24

    Wixoki wena susuthi manje,thina sesisuthi ke uwena

  • @MandlaMbhele
    @MandlaMbhele Před 24 dny +26

    Udingwa isiphi isizwe wena xoki

  • @nkanyisontuli714
    @nkanyisontuli714 Před 24 dny +10

    Wena wawubhizi wenza ama family meeting uphikisana ne ANC no Ramaphosa. Bafika bakunika imali wachema naye. Ulandela ibhodwe eliconsayo. Siphi isikhundla sasephalamende abakuthembisa sona 😂.

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l Před 24 dny +13

    Awusona isilima uyimenemene nobumbulu mfokaMacingwane

  • @mdube542
    @mdube542 Před 24 dny +13

    Alisekho ihlathi lokucasha.

  • @thobanisibiya8967
    @thobanisibiya8967 Před 24 dny +21

    ay siphumile kuwe Dlothovu

  • @lindokuhlekhulasande4139
    @lindokuhlekhulasande4139 Před 24 dny +16

    🤣Isiphelile imali... He is back...

  • @YGSkinny
    @YGSkinny Před 24 dny +15

    Lomsunu akahole muntu ebhosha nowelile nawe Zoso ai thina

  • @olwethumbeje9633
    @olwethumbeje9633 Před 24 dny +12

    Wena unomona ngomkhaya wakho, u Jacob zuma no khuzani bayoze bakubone

  • @sandilenhlakaniphotv265
    @sandilenhlakaniphotv265 Před 24 dny +12

    Welele ukuphupha kudlala ngawe Ngizwe usubuya uzosibhedela la uzama kubuya eGamin

    • @MapholobaMaps-rh6db
      @MapholobaMaps-rh6db Před 24 dny

      And uphuphe ngempela 🤞 kwakuvele kungamfanele lo ukuba I MK wayezosixova, naso Khozini babona ukuthi baqasha umuntu owrong

    • @preciousdhlamini6496
      @preciousdhlamini6496 Před 24 dny

      Wamuhle u Ngizwe today

  • @user-zy4zd8su6b
    @user-zy4zd8su6b Před 24 dny +9

    Sthuphethu ndini uyisisdididi wena

  • @user-xc3ux3gn9s
    @user-xc3ux3gn9s Před 24 dny +11

    AI UYIXHOKI LOMBHEMU ANGIKHATHALI😂😂😂AND UYABONA MAWUNGASE UTHENGE IPHATHI YAKHE UNGASALA WEDWA...AND UNGIZWE AKAHLANYI BAKWETHU UKHULUM INTO AKAYICABANGAYO NGALESKHATHI,IPHUTHA NJE YENA UCABANGA UKUTHI UYINCITHABUCHOPHO KANTI LUTHO!!! NGIYAFISA UKUMBONA ESENEMALI UKUTHI UYOYEKANI UKUXOKIZA NGOBA UYOBE ESEYITHOLILE INTO AKAYIXHOKIZELAYO...WHAT A FAKE LEADER IN A CONFUSED YOUTH🤦🤦💁

  • @thulanizondi-xm9py
    @thulanizondi-xm9py Před 22 dny +2

    Ngiyabonga Mancingwane Kanye neKing Zoso TV. Siyabonga Kakhulu. Ngiyokweseka Kakhulu

  • @fungelelanimaster8668
    @fungelelanimaster8668 Před 23 dny +2

    Don't judge UNgizwe because he's not MK MEMBER.

  • @NkosinathiMxoli
    @NkosinathiMxoli Před 24 dny +11

    Nangoku Ngizwe unyanisile

  • @Bongani_247gris
    @Bongani_247gris Před 24 dny +16

    😂😂😂😂
    Usile loNgizwe wenu...uyabona ukuthi umhlaba uÿamphelela😅😅

    • @lindokuhlekhulasande4139
      @lindokuhlekhulasande4139 Před 24 dny

      🤣🤣Wena ungenzenjan

    • @thabanisosiba3674
      @thabanisosiba3674 Před 24 dny

      Cho cho mfokababa nathi akuyena owethu asisamdingi. 😄😄😄

    • @Weplayfreefire
      @Weplayfreefire Před 21 dnem +1

      lomlisa wangiphula umoya mina ngesenzo sakhe ucishe wahlukanisa uzulu ngifisa naba xhasi bakhe bamyeke afe ngenkemane 🛌

  • @joycebuthelezi3601
    @joycebuthelezi3601 Před 24 dny +4

    You are so right Cingwane u Zuma himself uqobo lwakhe useyi ANC egcwele
    Ngyakuvuma Cingwane you did your calculations so well

  • @user-fl6cg6pu8d
    @user-fl6cg6pu8d Před 24 dny +18

    Phixiphixi xoki xoki Nyoka nyoka.sies

  • @musamanuel1996
    @musamanuel1996 Před 24 dny +13

    Hhawu! akuseyena umdodovu wekhehla? Sewubaba manje😮

  • @user-fw5gu2kr4f
    @user-fw5gu2kr4f Před 24 dny +8

    Akusumongameli wamabhinca ixoki ungizwe uMengameli wama Xoki

  • @godfreyphalatsi4671
    @godfreyphalatsi4671 Před 24 dny +2

    The bag is finished hence he seeks reconciliation from Msholozi and Malema😂

  • @nkosinathidlamini9602
    @nkosinathidlamini9602 Před 24 dny +10

    Xoki ndini

  • @sylviankomo3525
    @sylviankomo3525 Před 24 dny +6

    Waxoshwa emsakazweni nathi nje asikufuni kwi MK

  • @mzothulemsezane2703
    @mzothulemsezane2703 Před 24 dny +2

    UyaHhema nje lo,viva MK viva.💚🖤

  • @imasinnerwholovesGod
    @imasinnerwholovesGod Před 24 dny +2

    myekeni U Ngizwe bantu bakithi, unelungelo lokukhetha i party yakhe. kodwa mina ngsaba ukuthi basazomhlukumeza kwa GNU akabazi labantu, u Khanyile useyilunga le MK u Vinjwe i court ukuthi angangeni e parliament. kanti inkosi enjani engalazi neqiniso

  • @Siyakudumisa-dg9ey
    @Siyakudumisa-dg9ey Před 21 dnem +2

    Our president mchunu ❤

  • @awethuzanga1631
    @awethuzanga1631 Před 24 dny +1

    Well matured n well spoken ngizwe , like you sir

  • @user-ye3ex1rp5y
    @user-ye3ex1rp5y Před 24 dny +4

    Thats too good of you Ngizwe❤ ubuntu unabo sikhumbule alikho elingenasici njalo

  • @user-vs7ef8rn9i
    @user-vs7ef8rn9i Před 24 dny +17

    Fusegi wena shlama

  • @thenjiwenxumalo8828
    @thenjiwenxumalo8828 Před 24 dny +3

    Ngizwe nesingisi sakhe esiphukile akayeke, uyixoki elikhulu nokulamba, edlala ngamabhinca nolimi olubhedayo, udinga izinsizwa zimuphe induku, yisilima nj sesiphukuphuku esinenqondo encane

  • @wandilemaphosa-mx8ud
    @wandilemaphosa-mx8ud Před 23 dny +1

    Hloniphani amalungelo ka Macingwane.
    As much as ngikukhongolose who voted for ANC again but nami ngaphatheka kabi uNxamalala ngenkathi eboshwa.
    Cingwane chaza kwenzakalani ngo Khanyile 😂😂😂
    Ngoba ngathi kukhona okwaziyo ngaye esingakwazi thina 😂😂
    Chaza Mongameli

  • @SiyandaHadebe-cv5sx
    @SiyandaHadebe-cv5sx Před 24 dny +5

    Ayi syogcina sizwile ngaloZulu omengaye

  • @mphumzenizulu919
    @mphumzenizulu919 Před 24 dny +1

    only Lonardo owathi igama elithi ngyaxolisa khohlwa ngeke ulizwe kimi.

  • @NduduzoManyanga
    @NduduzoManyanga Před 24 dny +3

    Washo Khuzani ukuthi uyixoki wathi ukhuzani engambizi baba zuma ngob izwe liwela ngakuphi

  • @user-kh6sl5ik2k
    @user-kh6sl5ik2k Před 24 dny +1

    Nguye kuqala owasebenzise ama emotions ekhuluma kabi ngomsholozi angenzi sengathi inkinga yethu ingokuthi yena uuhhamba ne ANC inkinga isekutheni ebona amabhinca eyi mk than yena phinde abaphushele kagogo

  • @senzomkhwanazi3200
    @senzomkhwanazi3200 Před 23 dny +1

    Khuphuka Macingwane okuzondayo uyoze akuthande ngoba nawe awuphileli muntu uyazi okufunayo empilweni yakho

  • @estherntuli4003
    @estherntuli4003 Před 24 dny +4

    AW kanti u Ngizwe akalulandeli udaba luka Khuzani
    Akukhulunywanga ngomculo

  • @mayormsuthu1465
    @mayormsuthu1465 Před 24 dny +7

    U Ndive akasafunwa nangama Chunu qobó lwawo besingobani ke thina ukuthi aingaze sithande into engathandeki eyohlule nabe gazi layo? Fusegi wethu asikufuni asikuthandi asikho isizwe isithanda uNdive Mcuku.😂😂😂😂😂

  • @SbusisoKwanele-ip9lz
    @SbusisoKwanele-ip9lz Před 24 dny +1

    Malema is now the best politician 😂😂😂sefuna join eff ke lona 😂

  • @duduziemmaneulmbokazi1546

    Ulchazelelan uThuthuva aluhlale lungaz

  • @menzishabangu2047
    @menzishabangu2047 Před 10 dny

    Ngaze ngahleka uma uthi uKhanyile ❤

  • @vivabuthelezi2364
    @vivabuthelezi2364 Před 24 dny +2

    Ilento engiyibonile wayengeke elunge ku MK😊

  • @qinisomathebula5787
    @qinisomathebula5787 Před 24 dny +4

    Kaze lidingwa ubani lelixoki

  • @sakhilesbusiso4362
    @sakhilesbusiso4362 Před 24 dny +2

    Sekungu baba mnje akusesilo ikhehla,uyinja wena lamasimba ,exoki

  • @NonhlanhlaMbatha-io3mh
    @NonhlanhlaMbatha-io3mh Před 24 dny +1

    Kodwa Zoso ngane angiyena umuntu ojwayele ukuphawula ay wena uyayi yenza into yakho ngesizotha esihle ngibuhlungu nje ngawe ngoba ngazi kwenzekani ngawe oKhozini kodwa nje kukde la usazoya khona Thixo akukhulise ngane yami❤

  • @user-jm1xt9gu4d
    @user-jm1xt9gu4d Před 23 dny +1

    Isilo asimkhiphe lomuntu ekuholeni amabhinca, uyasehlisa isithunzi sethu singama bhinca asisamfuni kahle kahle, okungcono, singaholwa u King Nuba.

  • @victoriavh6486
    @victoriavh6486 Před 24 dny +4

    Ndiyayithanda intsini yakho macingwane iyaphoxa 😂

  • @NcamisileMtolo
    @NcamisileMtolo Před 24 dny +7

    😂STHUPHETHU

  • @kwanelemadide
    @kwanelemadide Před 24 dny +3

    Xokindini wazikhipha kithi wena

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 Před 24 dny +3

    Aaaw lisekhona iChunu😂😂 ei ubuqili mnewethu buka manje uphuphe njenge Chiefs

  • @SoccerBallerZ-home
    @SoccerBallerZ-home Před 24 dny

    Glazing on 100 from the presenter😭😭😭 I wish I’d be the one to interview him… trust me I’d make it an interrogation especially with how he started the conversation

  • @LukhoziCishaz
    @LukhoziCishaz Před 23 dny +1

    Wena shlama usewu babu Nxamalala manje but Kuma rally we ANC umubiza ngo Mdodovu

  • @nkanyisomkhize853
    @nkanyisomkhize853 Před 24 dny +3

    Inkosi yamaxoki

  • @sakhilesbusiso4362
    @sakhilesbusiso4362 Před 24 dny +3

    Wazini ngezwe wena slima senja,wemame shlama

  • @masekomandlenkosipatrick7092

    Udingwa ubani lento

  • @beebee2409
    @beebee2409 Před 15 dny

    Nango umnumzana well khaya. Hayi lokhu kundela phansi.❤

  • @user-qf7fh7bs2o
    @user-qf7fh7bs2o Před 24 dny +4

    Bakusize kani laba owawugijima nabo

  • @SenzoZulu-hb6vc
    @SenzoZulu-hb6vc Před 24 dny +1

    Ungu president wezidomu wena Ngizwe not wamaBhinca.usuyabona kuth ayikho lento kaRamaphosa

  • @muzimindMaps8703
    @muzimindMaps8703 Před 24 dny +1

    No one dominion over ather ppl.... Everyone is a sovienty..... Everyone is Unique... dominion over self .
    The End of all Evil by Jeremy locke...read that book ..
    Abantu ABAFUNDE they must read more books daily for our freedom.

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 19 dny

    I only listened ngoba ngibona kuthiwa Khuzani.

  • @bongiwendlovu2425
    @bongiwendlovu2425 Před 20 dny

    Yes u right ungizwe akayena uthathekile

  • @mazandlovu8174
    @mazandlovu8174 Před 24 dny +2

    ngizwe zazi awuseyena umongameli wamabhinca since utshengise ukungabi namqodo nokudelela hambani nophakrlumthakathi nophathana amabhinca asazokhetha umtwana onenhlonipho nonomqondo baningi abantwana abanomqondo nokuhlonipha la emabhinceni bakhona no mavavi notshatha nomcineka baningi nje abanomqondo emabhinceni esingakhetha phakathi kwabo baningi kabi abangakwazi nokudayisa ngomuntu omnyama ngenxa yemali sisephezu kodaba lokuthi sikhetha obani basekelwe obani wena hamba nophakelumthakathi umngani wakho siyanibonga kodwa futhi nesikole besidingeka kahle kahle nanigcinephi uphakelumthakathi siyazi wehlulwa ustandard 1

  • @lufefekalipa580
    @lufefekalipa580 Před 24 dny +1

    Udom sidalo uMr Ndive ka Mchunu.

  • @ncamimqadi1442
    @ncamimqadi1442 Před 24 dny +4

    😂😂😂kodwa Zoso😂

  • @matruh394
    @matruh394 Před 24 dny +4

    Ksawukuxokiza kwakhona lokhu,wathini ngekhehla eliphuma inxiwa?

  • @cfisozungu3844
    @cfisozungu3844 Před 24 dny +1

    Noze nimbone lomfo ukuthi akekho ryt namanje ngsasho ayikho indoda eyake yathengelwa ianda bese uthi wena uyaphila.

  • @kennethnkosi430
    @kennethnkosi430 Před 23 dny +1

    Ngyakusekela cingwane, unelungelo lokhetha neloku hlanganyela. Ukhule mfana

  • @franksikakane426
    @franksikakane426 Před 24 dny +1

    Mmmhhhh angikaze ngiyibone intatheli ephathwa kanjena

  • @NkosinathiMncwango-oe4kn
    @NkosinathiMncwango-oe4kn Před 24 dny +3

    Uthi uking zoso isiphelile etym 😂😂

  • @olwandonyanga6377
    @olwandonyanga6377 Před 23 dny

    😂😂😂" Abantu bam bangilindile"😂

  • @nelisiwesithole458
    @nelisiwesithole458 Před 23 dny

    Ngempelaaa uphi Khanyile bakwethu, uphendule kahle Macingwane.

  • @EMPERORPROVIDENCE
    @EMPERORPROVIDENCE Před 24 dny +1

    In other words . Msholozi taught u politics to be betrayed and disrespected by him? ..we know msholozi never taught u politics

  • @SibusisoNyembe-gb6rp
    @SibusisoNyembe-gb6rp Před 23 dny

    Ngizwe ukhuluma nge politics ungayazi 🙋😂😂

  • @user-qn7jw2td8z
    @user-qn7jw2td8z Před 24 dny +1

    Awukho Rongo Ngizwe I vote Yi choice yakho Nob uvotela bani or uxam Uma ekhona kwi Ballot u can do tht as Nabo benza abakuthandayo

  • @MapholobaMaps-rh6db
    @MapholobaMaps-rh6db Před 24 dny

    Angimkhulumeli wazisholo yena ukuthi u ANC no Ramaphosa umkhokhele. Iphixiphixi leli

  • @user-ws6zv7mg1k
    @user-ws6zv7mg1k Před 24 dny +1

    Seyphelile imali abakugqisha yona emlonyeni sewuyabuya nabaqaphi abasekho usazozwa sewyabuya uyangenisa😮😮

  • @mandlachiliza2432
    @mandlachiliza2432 Před 24 dny +1

    Wena ngizwe into ongayazi I ANC idayisengathi sabasebenzi ngoba yonke indawo sixhaphazwa mengingaku buza nje ugliness nini u department of labor ukhuluma daba yabasebenzayo ukuthi bafethu thina bendlu emnyama sizelwe neziphukuphuku ezinjengani nje lento oyikhuluma la umbedo nje

  • @hlengiwemakaleng8065
    @hlengiwemakaleng8065 Před 24 dny +1

    Siqale nini ukutshelwa ukuthi sivotela bani, uyakwazi wena ukucabangela wonkumuntu ngenqondo yakho. Awulunganga ngempela ukuba umholi, unenhlamba awunanhlonipho.You can never be a role model.

  • @sylviankomo3525
    @sylviankomo3525 Před 24 dny +2

    Amabhinca awakufuni

  • @Education7798
    @Education7798 Před 24 dny +1

    So this Ngizwe was expecting a position at MK which was not forthcoming.

  • @ntobekosangweni411
    @ntobekosangweni411 Před 24 dny +2

    Ngihlulekile ukulalela le mfishimfishi Im sorry.👋👋

    • @user-iv3ke7ei3k
      @user-iv3ke7ei3k Před 20 dny

      Kungcono uke wazama ukumamela, andinamdla and andinaxesha shem. Can someone summarize it for me? Thank you in adance.

  • @sakhilesbusiso4362
    @sakhilesbusiso4362 Před 24 dny +1

    Wathi uzoya eparliament wena sifun ukubona Naka amehlo n bafungisiwe sbabonile

  • @nzululwazimtolo1269
    @nzululwazimtolo1269 Před 24 dny +1

    Uyinyoka endala uDrago. Qili🚮🚮🚮.

  • @samukelokwenzakufani5971
    @samukelokwenzakufani5971 Před 24 dny +1

    Ubani osathatha lelixoki serious koda umbhedo wento ngisho angathini uzinindile ngesihlama esizweni samabhinca

  • @drnkosinathiemmanuelduma4065

    Pride is before the fall. Ngizwe thinks he knows it all. Sometimes he must not comment

  • @scebihlatshwayo4036
    @scebihlatshwayo4036 Před 19 dny

    Ngizwe uyinyoka straight..

  • @BusisiweCynthiaGumede-jj2wz

    Hayyyyiii cha nimtshelile ukube bengiwuyena bengizoke angiphendule ismungulu nempumputhe Mhlambe iminyaka ibe mibili ngingakhulumi ngingezwa ngingaboni 🤞🤞🤞Hayyyyiii mtanami uzenzile akakhalelwa namimpela ngangikukhonzile kodwa MHLA UBIZA UBABA UZUMA NGOMDODOVU NGAPHOXEKA ANGIFUNI UKUNGASHO UMUNTU ELWELA WONKE UMUNTU OMNYAMA ENGAKHETHE HLANGA MAWUNSUNDU NJE UBABA UZUMA UTHI KHULULEKA KODWA UMBIZA NGOMDODOVU NGIZWE 😔😔CHA NGAKUZSA UPHUMA ENHLIZIYWENI YAMI KODWA KE MXOLELENIBANTABAMI USIFUNDILE ISIFUNDO NGOBA NONKULUNKULU Nathi USXOLELELA ZONKE IZINSUKU AYIDLULE SIZWE SIKAPHUNGA NOMAGEBA ASIKHONZI ESINDLEBENDE KWABO YOBEEEE 🙏🙏🙏🙏🙏

  • @NkosinathiMxoli
    @NkosinathiMxoli Před 24 dny +1

    Good Ngizwe you are the Man

  • @ndlovusa
    @ndlovusa Před 23 dny

    EKZN abasekho abathanda uNdive Mchunu, bathe akahambe aye eEC njengoba bevotela iANC

  • @menzizuluwhatsup
    @menzizuluwhatsup Před 24 dny +1

    HAWU 🤭 NDABEZITHA 🙌 WAFA YIHLAYA UKING ZOSO

  • @kheswa19
    @kheswa19 Před 19 dny

    Khuluma Zoso wadla mazambane ashisayo nje!

  • @bellamnyaka7244
    @bellamnyaka7244 Před 24 dny

    Intantani amateki agaxwa kugesi, hey Ngizwe kkk

  • @EMPERORPROVIDENCE
    @EMPERORPROVIDENCE Před 24 dny

    Never allow such a person...he will betray u ...he was able to betray mk party and eff during daylight what makes u think he wont betray u during the night again...money have exposed his true self

  • @nkulehngcobo7217
    @nkulehngcobo7217 Před 24 dny

    Niphathene nobabili, akukwazi ukuthi uZulu ungathi uhlangana yena adonse abheke le, ixoki leli. Lilandela ibhodwe eliconsayo, indoda engena mgogodla. UMongameli wamaXoki, iXoki elikhulu uMacingwane