ukube ngangingesiye uSaziwayo ngangiyoba yin dlalaaa DSD!!!nongathand uyoze athande
GO DSD GO . KULENGOMA UTSHENGISE UBUQHAWE . BEST SONG OF THE YEAR ASHILLLAAAAA
( AKULUMELI NJE )
Still my favorite song ❤️♥️
Year 2021, still my favorite 🔥 Iphuphoooo
kwakuyi misebenzi ka jaiva yonke lena ngoba uyobongwa emazulwini mfoka miss ngemisebenzi yakho
khangelani Mhlongo lo eNatal ngiyabonga kuBhuti wam owubizo wam kuhle konke sogwase koda Mina ngiyintombazane I wish you all the best bro khangelani lo love you more bro
Dubula sodubula... lo ke akalona igagu umuntu nje oculayo into amandla ngayo uyakwaz ukubhala ingoma enomlayezo nokut ke ngiyamthanda kakhulu ungumuntu ohloniphekile
ilapho ingoma Njomane😥💕❤
Ishayiwe #phansi kwelomdabu Mondlo
Wahlanzeka umsebenzi wenkabi madoda nengila yakhona ehleliwe ngiyabonga Njomane🎶🎵🎸.
Kunjalo-ke boSAziwayo, isizophefumula eyaseLangeni kudume izihosha
ubaphathakahle nje njengoba ebaqoga, ethi abakhe lona
uvelaphi ekhala ngephupho nje
Akengithi ihleli Khangelani mfwethu
Awudede... suka wena bo!!!
skhindi zondi is the best accordion ever
Luphi 🗣 2022 🔥
Ngiyayithanda bo lengoma.......!!!!!!
Ha ha ha leliphupho lakho we DSD yilona elathi gada izingani zebhova bese ujola no mama wazo uyinyoka wena njeee mxm
Iphuphooo iphupho lishoni,,,,khuphuka DSD
well done mfana udlalile kulengoma
dubula sodubulana mfwethu kade ngabona ukuthi uphiwe emculweni,lalingeke ibhova lishethe nawe kumacover amacd walo uyilibhimbi.qhubeka njalo njomane
Ibuhlungu le ngoma le kimi ❤❤
best song of the year
ay ishayiwe lengoma...#ENQUTHU...
Hit song 🎉😢
Classic
Aww sbali😢😢
nice one DSD...yith oJikelele
Inkosana yaseNdlunkulu, ugqoko oludlela imbongolo kwaMadladla,inkosi yakwaBuyuphethe
Lisebenze kakhulu iqhawe and siyalibongela ngokuhlabana ku Best song of the year
ANOBAPHATHA KAHLE, ANOBANIK' UTHANDO
Ngyabonga Khangelani
DSD uliqhawe uwe ophethe la kumaskandi Anobaphatha kahle anobanika uthando Best song of the year
GO NJOMANE GO!!!!!!
ayi ngiyakuma mfokahlongo kulengoma yakho ethi iphupho cha uzile impela uhloniphe njalo kemfowethu emculweni kuyahlonishwa ungayithuki inhlamba noma bangakuthuka ubabuke nje uthule
Into enhle iyanconywa up DSD UP UP UP
Angsomlandeli ka khangelani kodwa lengoma eiiish😢
inhle ivideooo kaDSD
ezangakithi lezi nsizwa ezigida lana.....awu sukaniniYINHLE ivideo
ibambe kanjalo ilapho nje ingoma and syathokoza singababukeli
Dr DSD khangelani khuluma
angisiye umlandeli kaDSD kodwa la kwahanjwa kakhulu kulengoma.
Approved @Capetown
Ngyakuzwa Mina njomane ka mgabhi inambe kanjalo nje👍👍
Khuphuka bhebhe njomane
eyi lengoma ingikhumbuza abami abazali inomlayezo qhubeka njalo dsd
Yaa I love that .Mfwethu kwande emculweni
Wagijima ngampela lana DSD, lengoma ayiphuphi.
cha uyinkunzi kodwa DSD syakthanda
best of the century
❤LUPHI......
udlalile baba. well done
good music video man
Ngohlez nguseka njalo Njomane qhubeka qhawe nomculo omnand
Cha akunalutho la impela. khuphula izinga weDSD ngikuthembile
Best camera
DSD dlala fanalami
uma ngangingasiye umzulu ngangingaba yini hlaba njomane sbali sbali sami umthetho uyavuma siyakuzwa isizwe sonke sikaphunga nomangeba
kuhanjwe kakhulu njana lana
khula DSD wamazwe
shaya dsd
Best song
university of pretoria approve
nazoke sodubula injalo indaba
Lahamba kakukhulu apha iQhawe
Ilv maskandi wen
Unqambothi still in 2021
lengoma iyasho izwisa ubuhlungu dr khangelani washaya lana
ayi uqinisile sibusiso mfo kamantengu sasikhahlela kakhulu la
still in 2019 isasho kahle injomane
mmmmmmh iyakhuluma lengoma ningbhekele abantabami
Luphiiiiiiiiiiiiiiiio
Khuphuka dsd
I love maskandi u??
Hau nalu ugqoko lwethu😂😂😂
backings ngathi uculela emanzini ... awuzwakali
ngyavuma
Wadlala DSD
Iphupho lishoni
Lengoma bafethu
ihlanganiswe kahle lengoma futhi uthi ma uyilalele uzwe ikuthinta ezibilini
yaze yamnandi lengoma cha uyidlalile
go njomane go
Khuphuka njomane🤝
osaziwayo
wagcina la ukukhipha ingoma ephilayo ugejingoma.
imnandi
nice one dsd
Mmmm iyakhuluma lengoma
ay imnandi kakhulu bafethu
Kaze lithin ibhova la likhona
wolooo iyashaya lengoma
DMD.......... azishe bafwethu sinani nje bacululi bakamaskandi siyanusapota
Win
Luphi?
Lwaqondanisa kakhulu ugqoko lana👍