ABANGQOBHI-MFAZI OMNYAMA,AMABHENANYAWO,BAHUBHE,UKHOZI FM ETC...
Vložit
- čas přidán 22. 07. 2023
- PLEASE DO NOT FORGET TO SUBSCRIBE,LIKE AND COMMENT
IF UFUNA UKU ADVERTISER KWI CHANNEL YETHU SICELA USITHINTE LA FOR BUSINEES KUPHELA:
WHATSAPP/CALL: 079-39-460-84
FACEBOOK: PERFECT TV SA - Zábava
INXELE LIKAMAPETSHISI ABAQALI BAGIYA NGESIGINCI PHAMBILI MKHAYA🔥🔥🔥🔥
Syabonga Mphephethwa iqiniso bawbulele umaskandi ngalento yabo
Bhuti Nzimande ngikthanda kakhulu since 1990s up to manje❤
Nami ngingomunye wabantu owakhula ebathanda abagqobhi ,bengingazi ukuthi basekhona
Ngiyayithanda loh Ntsizwa ❤❤❤
Kwasuka amaphepha ulethe ofishi abakhulu abagqobhi akengdlalele lengoma ethi ugqobha kanjani khanyisani Mkhize kwamaphumulo
Perfect tv❤❤❤❤ intle lento niyenzayo. Bendingayazi ukuba usekhona loTata. Niqhubeke nomsebenzi wenu❤❤
Bafo🙏🙏
Ubofunda Mdikadika khona zoke ngithole ithuba lokudlala emsakazweni uKhozi Fm lunomona luchemile
Oke udonse ubabu Uthikazisa Uma esekhona bakithi.....ugogo lembuzi yasenduma
Sukaaa madoda we legend awudonse u chwane lebhaca no mshebelezi dlamini
Ubaba unzimande
uyinkinga uDingamandla ngeBass guitar, ngimthamda kakhulu.
@Perfect tv mina nje bengicela niboke nisilandele umkhulu u Thwalofu , Bab'uMfiliseni kanye no Khaya Mseleku bake bazochaza ngomlando wabo
Nam ngingomunye nje ongenandaba noKhozi fm ukululalela
Ksenamashorp amacd ngangizthengela abagqobhi ngoba ngyazfela ngayo ngibonile kwi utube lengoma x yami
Nam ngayqaphela itaste yabagqobhi kuBahubhe.
Shaya isigingci phela....noma ezndala nje
Kvela amahlazo umakdlala amabhenanyawo
Namkhohlwa uMfiliseni Magubane kuma Legends
Ngiyayazi impela lengoma yayishisa kakhulu
Ukhozi fm lwangdina ngokuqeda uhlelo lombhaqanga noma umgxobanyawo
Labeka iqhawe syabonga Mphephethwa
Syabonga Manqele nge Legend yakithi e Richmond,intambo edlalwa la!!!
Bafo👊
Scela abableli bemcimbi kebenze festival yamalegend egoli nasethekwini balandwe bonke noThwalofu zihlabane amalunda sngene ngemali
Asibonge ngohlelo lakwi Perfect TV ngoku ngawukhohlwa umkhomazi....mina ngicela Gqoko❤
Usho kahle bafo Luza maduze
Up timer
Silapha😎🤟
Anoke nibize u 12 namankentshane
yamnandi ingxoxo neqhawe
Scela nistholele noh Celazimnike
Baba Nzimande washo Khandalenja ukuthi ubedlula lana eMnambithi eya Bergville sazana kakhulu nalensizwa Siyabonga uyobisiswa nasezulwini ....kodwa ungakhohlwa uMdikadika
Ubuhle beyntombi babebuya emsinga kwamajozi
❤
Ngavele ngakhumbula ezodumo
Awu Inxele lika MaMpentshisi siyabonga ukusilandela lona ilegend,ngakhumbula Amabhenanyawo into abayenza e ICC kumantshontsho ka Maskandi awards.
Cha izwi lakho ngwekazi alishintshi
Ngenze kahle bafowethu ngokulanda leliqhawe engat ningammveza njalo umuntu okhuluma amaqiniso kanje phambili Mphephethwa
Uwubani e nkundleni zokuxhumana u baba umkhanyiselwa ????
Yaziwa ithina lenoma ngngfunda std 8
WeMgqibelo mfokaNdwalane, nawe George mfoka.......yini enaqala lengomaaaa....yini enaqala loshuni lo...
Sibathola nini ababesebenza noSandile Mbongwa "ovezuthando
Uyindoda Manqelel, yabona wena nasi! ...... sizawa
Ngyabonga bafo👊
Asidlalwa yin kanti lesiginxi
KUNJANI MANCELE. MUHLE UMSEBENTI.sicela usiletsele naLAXHABHA.
Makusho wena Vilakati ngzomlethela
brazo uboke ungaba interview phela iskhathi size syophela bengasidlalile isginci ekubeni esiphethe ...Ubuye ubavakashise nakwi sginci njengoGubhu Lwami ..Ngcela ulungise lapho aykabi
Noted bafo
ekaze wawungakanani Manqele kusasho lengoma ethi ngiyabuqala ubuhle obunje sasesiqonywa thina
🤣🤣🤣🤣 ngangsemishane kakhulu
Hau kdw nkosi khuphuka kaph nanku ke umculo wangempela
Sicela afake umculo online
Naze nasi bhora cha nixoxa kakhuluuu kmele ubuye umdedele ancinze isgingci
....nasi...no zikhulumele wena wedwa ungasibali thina
Ngzoze ngibale wena ngikwazelaph nghlanganaphi nawe nginandaban nje nawe...mina bengenzela ukuth next time azame ukuth abanike nethuba lokuncinza intambo kungaxoxwa luze luyophela uhlelo..so angikwaz ke wena uhlanganaphi mina nglindele yena mina not wena kwenzeke iphutha kwabaleka nawe phumake kmina angding ukbuye ngphinde ngiphendulane nawe
Ningaxabani phela aw😂😂😂😂😂😂😂😂😂
@@bagcinebagcine1810 😂 nop asixabani bengichaza nje
inkinga abaculu laba bamanje abasahlali njengani bhut bayayinqamulela impilo