Video není dostupné.
Omlouváme se.
Usefuna nokuzibulala uTaxi Driver olale nengane ye Owner liyamthungatha
Komentáře • 289
Další v pořadí
Automatické přehrávání
Kubenzima ukulamula Taxi Driver owalala nengane ye Taxi OwnerKing Zoso TV
zhlédnutí 178K
kubenzima ukuxazulula uMama olala nomngani wesoka lakhe ngoba line LunchbarKing Zoso TV
zhlédnutí 96K
Ngabanjwa Oqotsheni Ngilele Nosomatekisi. Umyeni Wami Akaze Asho Lutho. NGINOVALO.Emakhaya TV
zhlédnutí 59K
Jumping off balcony pulls her tooth! 🫣🦷Justin Flom
zhlédnutí 28M
The way he played it off at the end 😂 (via colten1019/TT) #shortsSportsCenter NEXT
zhlédnutí 16M
They got a Golden Buzzer 🤣✨America's Got Talent
zhlédnutí 48M
NEVIDITELNOST???🤯AlkanShorts
zhlédnutí 159K
Inyanga iveza ukuthi isiyayeka ukuthwalisa abantu. Dr MhlangaKing Zoso TV
zhlédnutí 35K
Nhlanhla Mtaka uhlaziya amaqembu anikwezwa imali abamhlophe.POLITICAL_CLASS_ROOM
zhlédnutí 8K
sazama ukukhulisa ipipi no babe aliphindanga lavuka - silungisa umjolo episode 17UMJOLOSHOW
zhlédnutí 138K
Taxi Owner ibamba ingane yalo ijola no Taxi Driver Part4😭King Zoso TV
zhlédnutí 168K
GLENDALE........MUSOJA OURAYA MUPURISA- MUFUNDISI OTORA MUKADZI WEMURIDZIDrewmas Media
zhlédnutí 21K
Dr Mnguni Ekhuluma Nemikhovu Yakhe BukhomaReal TV1 Stories
zhlédnutí 305K
SESIFILE ZIPOKI ZISHAYA NGISHOAMAKHOLWA UMA EZOTHANDAZATHULELENI TV
zhlédnutí 320K
Sacupha isidumbu sawuqeda umndeni | UTHAKATHWA UBANI | S1-EP23Blaqlife TV+
zhlédnutí 31K
Ingane ye Taxi owner eyalalwa Taxi Driver iyachaza “Ngikhulelwe” P3King Zoso TV
zhlédnutí 99K
The way he played it off at the end 😂 (via colten1019/TT) #shortsSportsCenter NEXT
zhlédnutí 16M
Barča má nervyDodo Hraje
zhlédnutí 129K
Double Stacked Pizza @Lionfield @ChefRushalbert_cancook
zhlédnutí 119M
Symmetrical face⁉️🤔 #beautySwasti Ji
zhlédnutí 3,6M
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shortsFabiosa Stories
zhlédnutí 38M
Jak Vypadají Noví Nejbohatší Youtubeři v Česku?Bige
zhlédnutí 526K
Udělal jsem si HWACHAE (špatnej nápad)MaTTem
zhlédnutí 42K
Weeee!!! Nkabi yami kukushubele!!! Makaphelezelwe ubafo, ahambe nomngani omkhulu we boss eyomxolisela kubaba walentombazane.
uqinisile impela fthi ubafo lomngani amtshele lonke iqiniso lo ozomphelezela ukuthi kwaqala kuphi
Bhuti Iya ku blaqlife tv bayakwazi ukukusiza besebenzisa amaphoyisa ukuze uye koxolisa plz bhuti la angboni ungasizakala
Ngempela ungcono uBlaqlife
You're righ🎉
Qiniso lelo bazomsiza impela
Mina bengithi thola abantu abadala bakupgelezele uhambise inkomo yokuyohlalula uxolise.coz lendona ibikunika isinkwa sezingane zakho
Bafo hambo uyoxolisa kwi owner uthathe maphoyisa utsho story sakho ne ntombazani uyicele khulume qiniso ku baba don't killed you self brother u still young
Mceleni umhlangano Hotel nithi Business oppotunity, uma efika bese endlalelwa lonke udaba kucelwe Uxolo kuyena Bese Esho inhlawulo, Uma eseVumile Bese Beyakufaka nawe ungene uxolise, ubambe izimpama ezimbalwa bese ukhokho leyo nhlawulo...
Ngeke akubulale Qina ube indoda musa ukukhala Bafo, Ukhala ngisho engekho lomuntu aiii Qina mf2
Bhuti Iya kumuntu othenjwayo Kuma owner noma ku association akuphelezele uyocela uxolo
Kanti wena wayi raper yini ingane ngoba phela zisile lezingane ama 2 lento ifana nalo nje amaqili okungcina cabanga nje ithuli manje wena usuphila impilo yokubaleka
Kani namadoda ayimaxoki bekunani ambonise ukuthi ayiyeke lento ayenzayo uyayibona inking esemfake kuyona manje ngoba uzofa wanting umndeni wake uyamdinga Nani madoda kodwa healed nilingekanjeh😢
Waze walibala nokuthi uganiwe!!!
Kanti nina nibasiza ngani abantu abeze la nilalela izindaba nje kuphele kanjalo nje😮😢
Bayalalela maqede beyohleka no Ngizwe Mchunu
Yaze yabuhlungu into lekelela Ziso ubhuti naye umuntu akadlwengulwanga .Sekngaze kufe umuntu egameni lothando kube kumuntu wesfazane owamlinga engathi ubuholi bendawo abesebenzela kuyo bungazama ukumubonisa uma buhluleka kungenelele obuphezulu .Kubaba kubuhlungu intombazane yakhe ngesenzo esenzekile kodwa uBaba akehlise umoya ngoba kwayona ingane yakhe yomzonda impilo yayo yonke kulosathane owfsa ukuwenza ngoba ingane iyalaz iqiniso mfwethu wenzekahle waphumela obala ungazkhungi udaba kumele lungenelelwe .Ungami uzame nakuBlaq live TV kuhlelo oluthi sikhipha Imfihlo kuSANTACO umubona wam sengze kuphume isdumbu ube ungalalanga nomfaz noma ngabe uyena mungamubambanga ngenkani noma ngngakugqugquzeli lokho kodwa ukuthi sengaze kuphume isdumbu lekelela Mahlobo Mpangazitha
Uma kuwukuthi intombazane ibiseyitshitshi, uphathe nenkomo kanina oyoxolisa ngayo, yize ngingethembi ukuthi iso belingakaxhopheki kulengane uma ikwazi ukuba namehlo aphezulu kangaka emadevini.
Thandaza kunkulunkulu akuyele enhlitiyweni yalobabe.tame netaba yekutsi bakupheletele .nakunjani suka kuleyondzawo ute kulenye lapho angeke akutfole khona.ncese
Yakhala lendoda uthenilobos ungumtu owoyikwayo onobungozi makayephakuyo ayomxelela rhaa usathanakazi wakhe umnukubezile ngocantsi
Nami ngithi hamba uyozehlisa kucelwe nengane ichaze .Iwunombilyane lengane😢😮😢😮
Ukhuzani kangaka nguwe lo wenza lendoda ikhale uthi unceda abantu kodwa uyabe thusa
😂😂😂
😂😂😂@@sisafortunelive
Akukhulunywe nabadala, nososeshini kukhulunywe ne owner, abese ethenga inkomo kugezwe umuzi. Otherwise uzophambana nemvula adabule amafu.
Bhuti syabonga ukulungisa lesimo but wena uqobo lwakho fanele ngasabi ukukhuluma ungabi namalimi ungenawo as a present be strong and straight forward
Yey ama owner ayingozi baleka ngempela sizokubulala isilima lesi ey nawe mfwe² kwakumele ungavumi kunalokho uvele uyeke loyomsebenzi owner lizoqeda ngawe fty lingaboshwa😢
😢😢 akekho ongena phutha naye loba uungumzali fanele nikhulumisane uxolise kodwa ingani iyona esile kusho vele yayikucuphile noma kukhona evele ijola naye kunina bodriver kusho vele umkhuba wayo sorry buti uzaluthola usizo musa ukyubulala
Kwanzima jesu angazibulali mupheleze leni namaphoysa ayoxolisa nami sengiykhala manje
Lixhoshwa libhekile iso,iphutha liyenzeka noma kubani,siyinzalo yokona,akujutshwe abanomuzana abahloniphekile,bayokhuluma ne owner,malivuma bese kulandwa wena kuyoxoxwa udaba ninonke,after bese uzwa umnumzana ubaba womntwana,ukuthi ikuphi angafisa kwenzeke ukuze kube noxolo,ngoba nawe uzobe ukhombisa ukuzisola kubaba nomndeni wakhe,ungazibulali kuyakhulunywa kudlule iphutha.
Ungazibulali bhuti 😢😢😢
Ungazibulali mbhemu
Zoso mphelezeleni lelo ownner ngyethemba lingumuntu nalo lizozwa nayo leyongane aymele phela istory sayo ungazibulal mbhem.kzodlula
Cela uNgizwe Mchunu akuphelezele... 😂
😂😂😂
hamba uyocela maphoyisa akuphelezele uyoxolisa nayo intombazane ibekhona ngoba navuimelana awuyindlwengulanga noma zama ukuvula phone uthole number yemtombazane khulume nayo kube iyona etshela babawayo ukuth iyakuthanda akakuxolele mfazike useyobekezela kunempilo yakho
Kwaze kwanzima ngathi uMdali angangenelela, kodwa udinga kakhulu amaphoyisa ukuthi uyoluveza khona udaba Kube yiwona akuhlanganisa Nate ubaba. Uzehlise kakhulu nenhlawulo ingavela umane Ume isibindi. UThixo akusize syakucelisa ndodana.
Manje ubalekela ukufa kodwa ufuna ukuzihenga ....aisukaaa ......akahambe aye kuyona imane imbulale uma engakusabi ukufa
King Zoso kanti awnaloni usizo wena bhuti isenkingni lendoda okubhlungu ukushiya imoto kodwa kumele avule ifoni abhalele ibhosa yakhe amchazele ukuthi kwenzakalani axolise ingane eyamlingayo engnqonile
To apologize is the right thing to do, but if the lady is 18yrs or above, she's the who suppose to approach her father and explain to him that she's the one who seduced the accused. In that case, there's is no rape occurred
Ngizwa ethi ngalingeka nami njengendoda,Madoda nanso ke inkiyankiya,isithunzi sendoda unomuzi,eganiwe nesihlahla,nonkosikazi nezingane oselengela ogibeni lokufa,ngenxa yondoda ewuMnumzane wekhaya🤔
Uthi walingeka.
Ungalingeka once.
Loku okwakhe akubukeki kunjalo.bese kunenhloso.
Ubethi kuyogcinaphi ngempela ngempela.
Into Edina I owner kakhulu yikuthi ushadile unomuzi.
Akathandaze acele usizo kuMdali.
Akehlulwa yilutho.
Kubuhlungu loku okumvelele.
USathane umvale amehlo njengoDavid.but God never fails.
Cha mina akafune amandoda angempela ukuthi akukhaphe niyoxlisa uphathe okukhona usho ukuthi Cha wawa nawe ucela uxolo kodwa uwatshele amaphoyisa
Yoo yaze yabuhlungu indaba kabhuti ngicabanga ukth kumele athole umuntu azohamba naye ayoxolisa kuboss ngob ukubaleka ngek kumsize but akenze sure ukth akazibulali
lezizinto enibafihlangazo bahleli azikhoryt anizame enye idlela yokuthola omunye enizobafihlangayo angibonge
Ungazbulali bhuti cela amaphoyisa uhambe ngawo uyoxolisa.maengalwamukeli vele uthuthe iye kude uyoqala impilo kabusha nomndeni uzowthola nomsebenzi wokshayela ngakhona,vikela impilo yakho neyomndeni wakho
Lo baba ade afunukubulala ngath udle umfaz wakhe kodwa udle ingane, ndothuswa yile yoba lomfana ubaleka ukufa kodwa sefunukuzbulala 😢lets hope wehlile umsindo bafo goduka
Yona leboss ayilaleli Ngan amaside ow2 estory
Ayikho into ebuhlungu njengokuqasha umuntu uphile naye jikjik uselala nengane yakho ngapha unomfaz wakhe ayi..bafoh thatha udaba lwakho uyolubika ekhaya kin umnden wakho qobo wenze indlela yokuyà e ownen ngendlela efanele
King Zoso zama nkunzi ukuthi uthinte Babu Dr 3 second ngoba kulula ukuthi wena umthole vele nisebenza ngabo
Akhaphe lendoda bayoxolisa kulobaba wamatekisi zama qhawe lakithi
Akangazibulali akayofuna omunye umsebenzi
Yhuu bhuti wam ungakhe uzikhunge ngenxa yobufebe bomntwana wakhe. Ukuzikhunga ayisosisombululo . Mabakusize e Blaqlife TV . Eish wrse umfazi akayazi nix ngeloxesha . Owner nayo ngumuntu ,. Kwaze kwabuhlungu yini bawo
Libhlungu kuyazwela bhuti koda ukuzikhunga akuyona solutions 😢 uyohlupha emhlabeni uhluphe nomndeni kuze Kube ingunaphakade 🤞🙏
Ufuna ukuzilengisa uzofa mos kanti futhi ubalekela ukufa ibizwani leyo what if angeke akubulale uyakuthusa wena nalaba abanye bayakuthusa ngeke akwenze lutho wena umuntu naye hamba namaphoyisa umtshene uyayithanda ingane yakhe basile labobaba aba rich gud lucky
Sad story hope uzolithola usizo
Askies bhuti,kuyatholakala lokho owakwenzayo,funa umuntu or abantu uye nabo uyecela uxolo,I owner nayo ngumuntu,I pray for the best
Tshintsha Province bafo. Noba sowuyile kuye uyoxolisa kodwa soze ulenze ixesha and he is not going to blame ingane yakhe he is going to blame you as a man Kuba ebekuthembile. Kodwa ungazibulali please, though kuthiwa you can run but you never hide. 🙏🙏
King zoso ubaba akehlise umoya ngymangala ngoba ubukeka esasemncane njer kuthi why eqinisa ikhanda ehluleka uku understand isimo ngoba sengumuntu omusha njee
Uzochaza kanjn efuna ukumshaya ngathi nokuba rich 🤑 ukuthwele ekhanda njee mayengazehlisa ubaba ayeke umqondo wase rank abuyise Ubuntu axole ngoba akwenzayo ngagcine kuphele ne relationship yakhe nenxeny yomndeni wakho sengisho ingane yakhe Kanye noMzukulu akehlise umoya ubaba axolele umfana njee idrama akufune ku understand ngathi amakhehla akudala aiiymani koniwa ngomlomo kulungiswe ngomlomo hhay induku ngyala
Kwaze kwabuhlungu bakithi , Kodwa phela akayibambanga lengane so le Owner ayimusa ukwenza ngathi yabanjwa ingane yayo, Angayenzilento komunye umuntu , ngoba obulala nge Nkemba naye uyofa ngenkemba
Good luck 🍀 bhuti ungazibulali ushiye umndeni wakho konke kuzodlula sengigcina
UShembe ukhona eBuhleni hambo bikela yena izophela yonke lento 🙏🙏
Kanti akaphiki ngani ath angiyazi leyonto,,, kuba wamfonela kuqala wathi Boss ngizwa kuthiwa ubungifuna ngabe kwenzenjani ngoba imali ngiyikheshile mayeqala loludaba aphike athi ubani osholokho Boss, khona azobazi nalezinyoka ezimpimpile ,,, ngoba phela nengane iphikile phika nawe
This is painful ukoyika oo Thixo base mhlabeni qina ndoda uThixo ukhona uzoku siza
uzokubamba ngezimpama ezimbalwa bese eyaxola, buyela khona uyoxolisa, ngeke akubulale coz naye uzolahlekelwa ikokonke, bese ingane yakhe iqhubeke nempilo ngaphandle kwakhe
Mayphelezelwe le ndoda iyoxolisa, but make sure ukuthi aniwafaki amaphoyisa. Yona mayiyoxolisa ifike izthobe, myb boss uzoyxolela
Kunzima Bhuti wami cha ngiyazwelana nawe angifuni ukungasho.. iphutha lenziwa umuntu ayiii isilwane ngifisa sengathi ungathola uxolo enhlezwini ka Baba and uzame no THULELENI TV bengakusiza nabo😔
Engathi kungake kuzwakale nohlangothi lwentombazane phela ukuthi yona ithini kwenzakaleni kanjani ngoba mina ngisezee uhlangothi lukabhuti kodwa angazibulali.
inzima kakhulu lendaba qhawe lami izokubulala lendoda ngempela casha mft or uwe kudeee
Yaaa kwaze kwanzima nfowethu ngiyazwelana nawe Shona kublack life tv bazokusiza nfowethu uyexolisa ubusubuya ku ini box yami ngikulayele ukuthi wenze njani ukuze uphile impilo eryt nfowethu😢
Ngathi sengiyabona ngibalekela enyi indoda weeeeeee noma ngaze ibeneyibhamu ezingagcwala ibhasi ngeke bo ingamane ingibulale ey kuyiyo ingane yayo ibiziletha kahle bafo ukhalelani ngempela hhhayi bo
Iya kwi association bhuti wam ulubeke udaba lonke bakuphelezele uyoxolisa plz. Ungazibulali bhuti wam plz
Haweee ungalinge uyenze lonto khulumiaana naye uyise wengane ,iyona lengane rkufanele itsele uyise iqiniso ungaze uzikhunge plzzz mfethu uzoshiya umndeni wakho Yona lengane izosala iphila ngeke nje
Wena king zoso vele uyiyeke le show yakho coz abantu awubasizi ngalutho njr dedela abe black life tv Benz’s lomsebenzi owenzayo coz uyakuhlula wena usemncane for this content qhubeka ufocus on maskandi as u were doing
Ngeke ufe iskhathi sngakafiki suka kulondawo ushintshe indawo yokhlala zowthola msebenzi kwenye indawo
Mphelezeleni zoso mfethu, eyoxolisa ageze nomuzi wakhona akhokhe nenkomo zabazali noma ke mhlampe efike sekungeniwe esbayeni sksyise wengane, but yena nje wenzela ukuncenga impilo
Ngane yakwethu sicela uye ko soseshini ufike ulubeke udaba besse beyakuphelezela uye kocela uxolo. askies ngane yakwethu
Yehlisa umoya nsizwa qina yiba yindoda manje ungakhali kuzodlula lokhu Wena hamba uyofuna umsebenzi kwenye indawo iyenzeka into enje akuqalingawe sibaningi sifuna ukubulawa khululeka
Eiii nkosi yami yaze yabuhlungu lendaba ka bhudi nkosyami uyaludinga usizo, mina ngicabanga ukuthi loludaba angalubika enduneni yendawo ithume a bantu bayoshweleza ku nokuthi azibulale ashiye umndeni wakhe 8:41
Ungazibulali. Cela beyokuxolisela. Okungenan amane akuxoshe nje. Phela awudlwengulanga lana.
Mamellow umuhle cc ,imibuzo yakho ibukhali ,ihlakaniphile ngithanda indlela oyiphethe ngalo loluhlelo
Ubhuti hambani naye namapoyisa nenkomo kamama niyoxolisa kuleli owner ngoba akukho ongakwenza.nazo lezingane zethu izona eziyinkinga ngoba kuyimanje lengane iyona ebizifunela lobhuti.isonake isilingo lesike webhuti wami.kwaze kwabuhlungu bhuti.naye losomatekisi owaveza lento wenza iphutha elikhulu akaze ekucabangele
Kunzima makukhala indoda,
Hamba eBuhleni bafo, ufike ubike usizi lwakho.
Ngeke akwenze lutho, mina ngasinda sengithenhelwe izinkabi.
Ungazibulali ndoda ngcono ubulawe uyena kumele nale ngane phela ibe imsofter lobaba and manje nawe futhi sunomfazi ngoba ngabe uyayithatha lengane uyenze umfazi
Ngiyazwelana nawe ngebdlela ochaza ngayo mfana wami,okuhle kunakho konke ukuthi uyamcela uNkulunkulu.Ukube wawazi wawuzobaleka njengoJosesha okukhulunywa ngaye ebhayibhelini.Manje usuyazi ukuthi noma kungaqhamuka into oyithanda kangakanani, uma ingalundile usuke ucushiwe omubi (sathane)Uyabona manje uyahleka uyajabula ,Qinisa emthabdazweni uye nakwabomthetho bakuphelezele noma bona abe blaqlife ngoba lengane awuyibambanga ngenkani, Uqaphele ingaze igijime kuqala iyovula icala ,Ngoba lapho uyobe usuba ummangalelwa.
,
Intombazan bekumele itshele ubabawayo ukuthi iyona eyasukela kunzima shemu
Kona kuyishubele letsotsi ku worse ngokuthi balalana eoffice lalobaba ngabe akayiphathi nje leyo ngob iyona ezoshubisa isimo kakhul!!kdw mina angiliboni uxolo la but ke ithemba alilahlwa
So painful yooo uthixo akamvikele bhuti kulesisimo💔
Ngeke balekele kufa phinde uzibulale okanye thatha maphoyisa uhambe yoxolisa nje
Khuluma nengane ikhulume iqiniso kuyise ngoba Phela akuwena owenza icala pls thola abakwa blacklif TV bazokusiza Kube iyona ingane efonela bona ukuthi bayixolisele kuyise Uma kunzima Loko hamba mfethu kuloyondawo mukhulu umhlaba kankulunkulu
Mina nje angiliboni iphutha lentombazane eyalenza yamthanda umfana lento ayikho nzima noma ningacela enye taxi owner ikhulume nalobaba naye lobaba angenzi ngathi udeleliwe noma bekulaywa yena ingane yakhe izithandele ubhuti nje ayikho nzima lento
Phephisa bhut wam.yenza njengoba besho ukut thola ubantu asebekhulile khona erenk ubeke udaba lwakho bakukhaphe uyoxolisa kubaba wengane,uphathe izimfanelo zakhona
aybo ungaxibulali bhuti zama ukuya kude uye eGoli if useThekwini noma uya e Cape Town
Kumbe angek akubulale ufuna ugcine ingane yakhe nje ngob usuze walala nayo yona ithin izolikhulum yin iqiniso kukh konk okwenzek phephis bhuti kubuhlung lokh okwehlele
Cha ubhuti akabhekane nobunjalo bendaba engazithetheleli ngokuthi walingeka.
Angikholwa ingane yamdlwengula into eyayenza ukuflitha nomuntu emthandayo wathanda nomuntu....
Vele ke bonke obaba bayadinwa uma izingane zabo sezikulesiteji. But ngeke amenze lutho uma ezophelezelwa abadala beyomxolisela. Nomsebenzi uyombuyisela nawo nje kuphela ubhuti kumele azi uzokhokha ngezenzo zakhe.
Watching from the United Kingdom of Amersfoort (Mpumalanga) 🤝🏽
Every page i see your comment ufana nami idata lakho liqedwa uCZcams😂😂
😂😂😂Yebafo ngiphila ku youtube mina
Kade esaqala lent wengaz yn kuth unomfaz nezingn iboss ineybhamu uma imubamba kuzoshub ungazbulali bhekan neqinis nj kudlule asazik kumfaz😊
Blacklife TV engaksiza n police
Woza kukhaphe siyekulobaba
Akunasizo ozoluthola kulengane...ayikavuthwa kakhulu....xhumana ne blaqlife ..bazokusiza babe yithimba ...baye kyluleli owner ...bakhulume nalo....kubizwe nalesiskhabaaqa sengane yalo.
Ngeke AKUBULALE SELAZI IZWE ...uxolise ...uzokqehla naye ungumuntu
yooooh ishe nesobho nkosiyami kodwa uboss yini angashayi ingane yakhe kodwa😭😭😭😭😭
Yabona Indaba Yokuthi ingane ilale Nomfana Ekubeni Wena Ubusabona Ingane
Eyi leyonto Iyamubulala umzali
Nhuti waba Nephutha Kwakumele uzibambe ngoba Nomfazi Worse buka Manje Suzozibulala ngena Yokuthanda Ucansi
Ai aksikut uthanducansi,umuntu weslisa Lona,lezingane zikhohlakele,singakhulumi engat thina si perfect bakit😏
Weee bafo umthatha kancane bass wakho indlela ombonga ngayo .ngathi angakthola nixoxe sekfane ngbheke nalaba bami
Buti wam sicinga ukuzibulala hamba namaphoyisa uyekule owner ucele uxolo buti wam ungacingi ukuzibulala ngenxa yobufeba bomntana weboss 😭💔💔ngoba ngoku faka wena engxakini 😢ungatshiyi abantwana bakho plzzzz plzzz buti
Akabhalele kwi Tea time,kuMam Khoza wo Khoza FM. Bazomfonela loBhosi bakhulume naye.
Awoowa brother don't be so scared try to go to black live TV they'll try to phone that guy to solve your situation
Don't give up brother think about your family first
Hamba office ndoda ufike uchaze udaba bazoba nayo indlela yokulilungisa ungaze ubulalele into engekho akekho umuntu ongaphezulu komthetho
Lomntwana makakhulume nobaba wakhe kungaze.kufe umuntu nalobaba bakalwe nalomntwana wakhe osile
Yes the guy must just call the girl to talk to her father. Unless uthwale ngaye lomntwanakhe
Fonela induna yakho uxolise ,uzithobe ngephutha owalenza ,ukumbaleka ukusizi ngoba vele uzoluthola.xolisa nje.
bafo inkosi yokusiza engathi ingasheshe yakhe icebo❤
Ukube yonke ingane yentombazane ino Baba ofana ne Boss izwe lingalunga fast.Kudlalwa ngama ntombazane nje ngoba oBaba abekho emakhaya.Indoda ke iqhaqhazela kanje mase yone umuzi wendoda engasineki.Indoda iyahlonishwa ingithi sifundiswa lokho kuze izinto ezinje zigwemeke.
Angithi uyindoda wena ngisho ushadile"phela ngindoda ngyalingeka"🙄uyalunga!
Naye lo owasho wayekudayisa nje
Akesifunden ukuyeka ukuba amathatha ucabnge bfre wenze ungajahi ubumnandi bakitb buk mnje usuphil ismada fakha ucashile ufisa kufa bt kuzodlul ungazbulali bro
Bhalela ku blaqlife tv bhuti , uzosizakala bazokphelezela nama police bayokuxolisela ku owner
WeZoso nawe nalemfene yakho ngaty ibuka mina
😂😂😂😂😂😂 nam ngibuye ngithuke kube ngazathi imfene yangempela 👋
😅😅😅😅
😂😂😂😂😂
😂😂😂😂
😂😂😂😂
Uhabhulala nomaubani izokunyisa. Inkunzi uzowukhobhamuzi onetshwala
Yaboma nje le inzima plus ke asikho isifuundo ongasifundisanumuntu weslisa ngokuthi angadli lapha!
Msizeni nina ahambe nani ayoxolisa kwi boss yakhe angafihli lutho akusho konke obekade kwenzeka okwamubeka ekutheni aze athandane nayo lengane
Bhuti ungathathi impilo yakho umndeni wakho uyakudinga uwumrephanga angithi hamba uyaxolisa kubo ucc ukhulume lonke iqiniso pls😢