cha uza kahle mfana. into nje enginga kucushisa kuyo nayi, ungazi ngeni izindaba zika khuzani , sengisholo ukuthi Singakuboni usuncofana nalaba culi abancofana nokhuzani, uzame ukumela kude nalapho. ngoba uzophupha. sho mfana
qinisile yabo uma engazimela nj ngek uzwe lutho ngba uma engaphika nokhuzani wogcina engelutho
uyashaya mfoka Nkosi,mina bengikubukela phansi kodwa mnje sengiyabona ukut cha mfan unzima, pls call fona ksasa 😢
cha wenkunzi mina ngibonga ukvela kwakho kuMaskandi ngoba sengthole iqhawe engzolilandela kuphi nakuphi la ukhona . ngithi khula qhawe ushaye iynsizwa
bafo muhle umsebenzi amanoni odwa lawa can`t wait ukuba ne cd lakho
Cha uyacula lensizwa ngyaythanda futhi.
Is'dudla lengoma chaaa ngiyakuvuma ingoma yakho inom'layezo
Hhai ngeke bafethu lomjita unzima uzakabi uyashaya phambili qhawe
🎵🎶Ngyakubongisa makhelwane wami, kufanele uzishaye isifuba ngozalo lwakho. 🎵🎶
yangibusisa mani.Mfoka-Nkosi hhay uyangisholo kodwa
aaii ngiyakuvuma mina mfowethu , uyinkinzi ngikufisela ntlantla umnandi mculo wakho✊
into ebalulelile mfana inhlonipho nemassage kulomkhakha ngiyayivumaibgoma yakho
khuphuka
Qee! ♥️🔥
haaaaaaaaaaaaaa uyasha umkhaya wami
Qhubeka Dumakahle ingoma zakho ziyalaleleka
Uqinisile mfana abakhiphe izimpahla ngoba bagijimisa ingeezo
Jah mfanakithi Ai ibambelapho
Kdw liyaqondanisa leli jongo ibambe lapho nkabyam
Woza nkunzi
safa indlala weDumakahle kanti kulindweni manje bakithi?
qhawe lam
Ngyabonga mkhaya Mina ngisuka eZitendeni
Mfana wenzenjenge Mfezi wenze intoyakho
Up dumakahle
Ushaya ingoma eyisdudla mfanakithi
Ovezi ngoMsezane qhawe ngicabanga uyabazi esiGubudo
ey mkhayawam uyashaya ndoda ngiylindile ksasa
AY-AY!! MFOKA NKOSI,!! UYASHAYA!! NET IF UNGAZAMA NJE, UKUTHI AMAGAMA UNGAWAGWINYI, nje UQaQULUKE,
@@nickythegirl4620 Ay-bo! Njalo, ungihlekani mtanasekhaya 😁😁😁qiniso, amanye amagama angwezwa serious
Ngyavuma Dumakahle
UP MFANA WENJINGA
🔥🔥🔥
Ijongo khuphuk nkabiyam
woza kunini manje
inkinga lenkunzi iza kabi kusazoshuba kulomdlalo
Kusukela manje ngsemvakwakho wageja wafa yimi.
uyashaya Dumakahle ingoma yakho isezingeni eliphezulu qhubeka nkunzi Mina ngyawuthenga umculo wakho,nakhu engifisa ukukuphha khona ngicela ungazihlanganisi nezindaba zikaKhuzani wena kwi IGP awulelanga ukuyolwisa uKhuzani izimpi zakhe uyocula futhi syajabula uma uthola inqubekela phambili
Sibonga isaluleko sakho mfethu, iqiniso leli olishoyo, (ANGALINGI ANGENE ANGAZELANGA ZONA