EPISODE 216 /BAYAFA NGOKUDLA EMGQONYENI KADOTI NGOBA BADLA NOKUDLA OBEKUCUSHWE NGAWO AMAGUNDWANE

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 03. 2024
  • Contact Mp TV1
    Calls 081 513 5606
    Whatsap 071 281 7509
    Social media platform MP MKHIZE DA BEE
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    / @mptv1

Komentáře • 75

  • @mptv1
    @mptv1  Před 4 měsíci +7

    Uhlelo kuze luqhubeke ludinga support yenu ngoba uhulumeni akazimisele ngokuxhasa uhlelo if ngempela uyaluthando uhlelo join membership coz nama Dstv niwabuka ngemali
    For Schools drugs awareness R20 donation here is the link below
    👇
    czcams.com/channels/AyS4KFEDFawnGHfbykFOkg.htmljoin

    • @AntonZwane
      @AntonZwane Před 4 měsíci

      Part 3 Mr Hlongwane.

    • @thobanidlamini1509
      @thobanidlamini1509 Před 4 měsíci

      Ngyafisa istory sa Mzambiya oke uylande phela leyonkab prof...khona enye ekthiwa u 13...these 2 nje

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před 4 měsíci +8

    Aybo uMsamaria wavele wajika esiswini njengotshwala namhlanje ushisa ikhotha🔥👌

  • @wpp1586
    @wpp1586 Před 4 měsíci +10

    Khuluma MsaMaria we are listening bhuti.....may God and rehab help you. Smart man.🙏🏾

  • @letticiamali9270
    @letticiamali9270 Před 4 měsíci +6

    Mmmm🥺 This is Powerful Ooh Jehovah Msize ubom busekhona Msamaria cela uyinyamezele Rehab🙏

  • @user-vo1zv1my9s
    @user-vo1zv1my9s Před 4 měsíci +3

    Angnakho okutheni,kodwa ngnesfiso sokuth uma kuba neynhlangano ezibiza umphakath nam ngyafisa kuba ingxenye loluhlelo lungfundise ukuth labafwethu esibabiza ngama Para nath sibathathe njengabantu ❤

  • @Letty319
    @Letty319 Před 3 měsíci +1

    Siyabonga Professor ngohlelo mina ngicela sikhulise uhlelo ngoku joyina NAMI ngizokwenza lokho maduze nje
    Cha uBhuti ngicela nihambe naye endleleni yokusiza abantu mina ngifundile okuningi kuye futhi uphendule wonke imibuzo Yami Cha ukhuluma kahle kakhulu siyabonga Msamaria olungile ❤️❤️❤️❤️❤️

  • @kennethmdaka1929
    @kennethmdaka1929 Před 2 měsíci

    This man is a good guy, please try by all means to help him leave drugs

  • @siphiwekhumalo8157
    @siphiwekhumalo8157 Před 4 měsíci +3

    "Angeke ukwazi ukusiza umuntu uma kwasawena usadinga usizo".uyagijima umsamaria bafo. Siyafunda kuwe. Uthinta izinto ezibalulekile eziwumsuka wezinkinga esibhekene nabo. Indlela okhuliswe ngayo idlala indima enkulu mawukhula, indawo nesimo okhulela kuso siwumthelela naso.

  • @ThandekaKuhle
    @ThandekaKuhle Před 4 měsíci +1

    Yangithinta lento ekhaya Siwu 4 1 boy 3 girls ubaba wami wayekhanda sagcina nati sikwazi inkinga washeshe washona ngo 2011 ubhuti wam wadayisa imoto zakhe manje sasala singenalutho😢😢😢 kuyimanje ubhuti wami useyipara wahamba ekhaya kuneminyaka enyasabuyi kodwa uhlala emgaqweni 😢 if imoto zikababa netractor zakhe zange azidayise ngabe sikude kuyimanje

  • @user-fj6uc2kv2f
    @user-fj6uc2kv2f Před 4 měsíci +5

    Uyashaya lomuntu uma ethi sifundiseke ngokufa komuntu...ziyashaya inkulumo zalomjita

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi Před 4 měsíci +7

    Ngiphakathi inside ku membership ❤

  • @sihleshelembe200
    @sihleshelembe200 Před 4 měsíci +1

    Too much matured Men... Wageqa magula Ngwane ukusho Konke ☀💯

  • @nocphogumede8968
    @nocphogumede8968 Před 4 měsíci +4

    Kodwa ngezingane zethu💔

  • @Faith_Jehovamystrength
    @Faith_Jehovamystrength Před 4 měsíci +1

    Wisdom ekuMsamaria...❤❤❤Angingabazi loluhlelo luya kude..Halala Prof. UJehova uzokusiza Msamaria... Sekwanele manje

  • @sisafortunelive
    @sisafortunelive Před 4 měsíci

    Ngikufisela inhlanhla on your journey msamariya my brother, uzwakala uzimisele ndoda, all the best.

  • @khumbulanizoh7563
    @khumbulanizoh7563 Před 6 dny

    Ay wakhuluma lomfwethu💯

  • @user-nx2tv1nt1x
    @user-nx2tv1nt1x Před 4 měsíci +1

    Very intelligent people Prof,one thing bayangifundisa shame

  • @bongumusabuthelezi7952
    @bongumusabuthelezi7952 Před 4 měsíci +2

    Khona into okuthiwa opium wars, crap epidemic USA. Yizo izinto okumele sizifunde ukuthi bawina kanjan bona kulamazwe Amma drugs

  • @ntombizethumiya5866
    @ntombizethumiya5866 Před 3 měsíci

    I'm speechless 🥺😢😢😢❤

  • @soniarnhle9899
    @soniarnhle9899 Před 4 měsíci

    Yaze yakhuluma insizwa nam nje ngikhule ngenabazali angibazi nje nokubazi koda ngeke ngizibulalele lokho ungilaphile bhuti ngyabonga ngeziluleko zakho ngathi ungaluthola usizo❤❤❤

  • @lindiweshibe4507
    @lindiweshibe4507 Před 4 měsíci +2

    Present My Buti ❤️🙌 thanks ngo part 2

  • @DaphneyLuthuli-nw4oc
    @DaphneyLuthuli-nw4oc Před 4 měsíci

    What an intelligent man he is may wonderful God intervene ashintshe ukuze abe nekusasa elihle uyethembisa

  • @isaacxulu8135
    @isaacxulu8135 Před 9 hodinami

    Lendoda ifuze igam layo likaMsamaria

  • @LungileCynthia-xj9kl
    @LungileCynthia-xj9kl Před 4 měsíci

    Ngaze kakuthanda Msamariya ngaze nganogqozi lwe.membership I will do it ..for support this ..sibonge Ngunezi ungakhathali Gcwabe 🙏

  • @thandiwemsimanga5263
    @thandiwemsimanga5263 Před 4 měsíci

    Very smart and gifted young man....please go back to school MSaMaria

  • @user-jk7kf8sc7s
    @user-jk7kf8sc7s Před 4 měsíci +2

    Sicela ukubona more girls 🙏

  • @kayunimet2752
    @kayunimet2752 Před 4 měsíci

    Professor after 20 minutes wabuya sebemkhathazile ngamazwi u can hear from his voice. Danki msamariya

  • @ndumisovusumuzi8964
    @ndumisovusumuzi8964 Před 4 měsíci +1

    Yageqa amagula lendoda 😢😢

  • @nkululekodube3931
    @nkululekodube3931 Před 4 měsíci

    Yakhula lendoda, ikhuluma into ephusile👌🤝 ubuhlakani obungaka kodwa bakwethu obuse emgwaqeni 😢

  • @user-zx1vi5xj9g
    @user-zx1vi5xj9g Před 4 měsíci

    Powerful words msamariya I like your words

  • @mduduzimazibuko3916
    @mduduzimazibuko3916 Před 4 měsíci +2

    He was not supposed to continue from where he ended from part 1 ? Be organized guys

  • @nhlanhlamakhanya
    @nhlanhlamakhanya Před 4 měsíci

    Msamariya ocwebileyo. 🎉

  • @millionmkhize9798
    @millionmkhize9798 Před 3 měsíci

    Uyabona lomuntu owafika nezidakamizwa buka nje abafwethu banjani manje

  • @mzwakhesiphesihlembejemzwa8882

    Mmmmmmm!!!! Iyakhuluma lengqwele ngyayivuma

  • @user-dl9xz1me4l
    @user-dl9xz1me4l Před 4 měsíci

    Waze wakhuluma Msamariya thanks a lot phambili Mp tv

  • @xolanimasuku6566
    @xolanimasuku6566 Před 4 měsíci

    Uyaconsa co uMsamariya vandag. Usehelela kuphela 💯🙌

  • @ZenzeleVilakazi
    @ZenzeleVilakazi Před 4 měsíci

    😅😅uxoxe 1st 20 minutes none stop

  • @hopewellhope7795
    @hopewellhope7795 Před 4 měsíci +1

    Wagadla uMsamariya.. Usegadla nakithi sonke... Awuthi ngivuke ngindlule umbhede

  • @anelezondo1745
    @anelezondo1745 Před 4 měsíci

    That's powerful

  • @Martinfuzwayo-zo4jv
    @Martinfuzwayo-zo4jv Před 4 měsíci

    Lengwenya kushort kuph ngoba everything he talks it makes sense then inkinga ikuph

  • @siyamthandagumede8794
    @siyamthandagumede8794 Před 4 měsíci

    😂😂bathi iwunga iyathandazelwa😂😢

  • @sthembisomabaso8283
    @sthembisomabaso8283 Před 4 měsíci

    msamAriya😎😎😎 ngimfisela okuhle uMy brother!🙏🏾🙏🏾

  • @Sauce-pl8zq
    @Sauce-pl8zq Před 4 měsíci

    Yakhuluma ke lensizwa ✊🏾💯

  • @AsanathiBeje
    @AsanathiBeje Před 4 měsíci

    Part 3 yooh lendoda iyafundisa

  • @user-jq4lz3wb1y
    @user-jq4lz3wb1y Před 4 měsíci

    Hi Buti Prof ngyafisa uhlelo lusabalale lufike nase Goli ei baningi abafowethu no dadewethu anaphelela emgwaqeni

  • @user-oo2ec7si7e
    @user-oo2ec7si7e Před 4 měsíci

    Kodwa msamariya waze wakhuluma kahle

  • @davidzikhali4823
    @davidzikhali4823 Před 4 měsíci

    Kade ngibona unobuBhekumuzanyana loo mshibe

  • @yolandagoge4411
    @yolandagoge4411 Před 4 měsíci +1

    Khona omunye owathi ngok'cela u R2 usuphenduke i social worker, ngaswaba😢😢

  • @sinqobilendebele681
    @sinqobilendebele681 Před 4 měsíci

    Part 3

  • @user-zx9nn8rl1i
    @user-zx9nn8rl1i Před 4 měsíci

    Hey wakhuluma kamnandi lobhuti❤

  • @nonhlanhlamzimela-su1hb
    @nonhlanhlamzimela-su1hb Před 4 měsíci

    Hamba yokwenza again ID home affairs likhona Gama lakho

  • @philaniphendukani5402
    @philaniphendukani5402 Před 4 měsíci

    part 3 please

  • @Nokubonga143
    @Nokubonga143 Před 4 měsíci +1

    Phakath 🎉🎉

  • @tekken9476
    @tekken9476 Před 4 měsíci

    Amazwi amahle kakhulu lawa aqhamuka kulensizwa ... bazali gadani ingane kuthi zenzani ningenzi zinto ongafisi azenze phambu kwakhe

  • @thabaningema6847
    @thabaningema6847 Před 4 měsíci

    Yajula lenqwele tjo ❤

  • @gabisilengwenya-mu7gi
    @gabisilengwenya-mu7gi Před 4 měsíci +1

    Angithi "uyaybo lonto"

  • @amossipho2017
    @amossipho2017 Před 4 měsíci

    Please p3

  • @sqothui3798
    @sqothui3798 Před 4 měsíci

    Amakhulu ama🎉zwi

  • @nokuthulacumbula1502
    @nokuthulacumbula1502 Před 4 měsíci

    Phakathi inside Prof

  • @sbongisenicebekhulu
    @sbongisenicebekhulu Před 4 měsíci

    Kubhemeke kahle kuMsamariya namhlanje 😂😂 uxoxa angaqedi ahlanganise nezindaba kube iMix masala nje...😂😂

  • @juanitadlamini5784
    @juanitadlamini5784 Před 4 měsíci

    🙏🙏

  • @phumelelempume2924
    @phumelelempume2924 Před 4 měsíci

    Ngabe usahlala nayeyini uSenamile coz ngyamazi

  • @thabilesihlongonyane5424
    @thabilesihlongonyane5424 Před 4 měsíci

    Yaah neah

  • @tonytshivhase3240
    @tonytshivhase3240 Před 4 měsíci

    KODWA KUFANELE OMAMA NOMTHANDAZO BAKHULEKE KAKHULU NGOBA IZONA INSUKUZOKUCINA

  • @ntombidlamini1803
    @ntombidlamini1803 Před 4 měsíci

    Ekgcinen kwe vidio wa2la ngath udwetshiwe u Msamaria😂😂😂😂😂😂

  • @phumelelempume2924
    @phumelelempume2924 Před 4 měsíci

    Awumbuze ngoMabingi ukuthi uphi manje

  • @sihleshelembe200
    @sihleshelembe200 Před 4 měsíci

    Party 3

  • @samm_zoe8154
    @samm_zoe8154 Před 4 měsíci

    Waze wavuthwa uMsa

  • @luyandamsomi2925
    @luyandamsomi2925 Před 4 měsíci

    Gulukudu inside

  • @LungileCynthia-xj9kl
    @LungileCynthia-xj9kl Před 4 měsíci

    P3