Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ntengididayo ubani okufanele aholele omunye phakathi komculine manager cz ngitholala kuthi umenzi yena benikwa Mali yokuthenga ukudla kwakubo not iholo n bemnika R3000/R2500
Izwaaaa njeeee umculi omngaka...balokhu bedlala ngo Menzi bathi uyixoki abantu angibaz banjan bathanda ukucindezel lomuntu ohlukumezekile...kodwake kmele uMenzi azisebenze yena manje indaba Yama manager ashiye phansi
Awu umuntu lo webhuti ungamxhaphaza nje unedlozi lakhe nonkulunkulu wakhe zokubamba ezolwembu webhuti bhuma kuleliqili we Menzi
Lento yama Manager yenza abaculi bangabi namali bagcine sekucekeleka phansi ikhono nomsebenzi wakhe.Ibuhlungu lento😭😭😭😭
No sifuna imali ka Menzi angasisabisi lobaba
Yazi akuzwakali kahle ku line wakho
Ai wabuhlungu umoya wami ngomenzii😢
Njengamanje
MANAGER AYENGENI EZINTWENI ZAKITH,KUWUBUGEBENGU NAKHO LOKHO.UTSOTSI WEBHUT
Konakala ukungena komuntu wesithathu la. UMenzi ngicabanga ukt useyalibona iphutha lakhe.
Umenzi ixoki
Aaaii akuzwakali nhlobo
Ngokwami ukubuka bayadingana bobabili nakuba nje sekunamagama abantu athintekayo esingazi ukuthi bona. Bazoythatha ziphiynyathelo kodwa nje maluju ayphele
Akuzwakali kahle ngathi inkinga i speaker
Njengamanje 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ukuphathelwa nje imali is not
Kodwake besingekho isdingo soku poster lama vn ngoba usefaka nabangangene. Bekumele eye khabo Menzi ngoba uyazi not ukubahlaza ekhweni labo. Ayinabo ubuntu lento
Hlukanani vele aynabuqiniso lento yenu Amandla omfana uwadlile lobaba
MINA NGOKUBONA KWAMI KUKHONA UKUNGATHOLANI NOKUNGACHAZELANI KAHLE PHAKATHI KUKA MENZI NOMPHATHI HLALANI PHANSI NOBABILI NIKHULUME NICHAZELANE KAHLE OKUMOSHWE NGOMLOMO IZOLUNGISWA NGAWO
UMenzi iphutha nje alenza ukuthi avume ukuphathelwa umuntu omdala imali, umuntu omdala noma omsabayo vele uyanqeneka makmele uyocela kuye okthize and lendoda izwakala isomcindezela okokugcina manje umenzi, UMenzi nje akanaphutha lento futhi nje kwezothando lukaMenzi uMthembu akangene ngempela singalsabini iqiniso bafwethu la nje kudlalwa ngomfoka Mabizela nakubake ngingasho phela ngoba asazi ksuka kqala babevumelene ngani
Ngibonge kulowo mbokono mfwethu... nguwuthelela umquba
Uma kuwukuthi kunjengoba sizwa kukhulunywa, cha abalungise baqhubeke basebenze inqobo nje Uma wonkumuntu kwabathintekayo bezolungisa okungahambikahle phakathikwabo, abalungise
Cha niyabheda kodwa lokhuzane niyazibona kodwa nikani ingane imali yayo
UMenzi ubonise ubungane naye kant awuholi ubeke imali yokulobolala ,uyithatha kuyi manager yakho emalini yomsebenzi
Wena wenzenjalo yini?
Bezobeka yiphi ngoba uyasho ukuth bengaholi behola amakinati...ai nawe
@@Skhobaner abalaleleli ukuzwa kodwa bajaha ukuzo comenta
czcams.com/play/OLAK5uy_nXjepn4NOlvFUqa8JDZj2RZtuwJsZTG70.html&si=VHWPm7cme1x_viOL Thulasbabuke new hit album 2023 idlozi 🔥🤘
Ntengididayo ubani okufanele aholele omunye phakathi komculine manager cz ngitholala kuthi umenzi yena benikwa Mali yokuthenga ukudla kwakubo not iholo n bemnika R3000/R2500
Izwaaaa njeeee umculi omngaka...balokhu bedlala ngo Menzi bathi uyixoki abantu angibaz banjan bathanda ukucindezel lomuntu ohlukumezekile...kodwake kmele uMenzi azisebenze yena manje indaba Yama manager ashiye phansi
Awu umuntu lo webhuti ungamxhaphaza nje unedlozi lakhe nonkulunkulu wakhe zokubamba ezolwembu webhuti bhuma kuleliqili we Menzi
Lento yama Manager yenza abaculi bangabi namali bagcine sekucekeleka phansi ikhono nomsebenzi wakhe.Ibuhlungu lento😭😭😭😭
No sifuna imali ka Menzi angasisabisi lobaba
Yazi akuzwakali kahle ku line wakho
Ai wabuhlungu umoya wami ngomenzii😢
Njengamanje
MANAGER AYENGENI EZINTWENI ZAKITH,KUWUBUGEBENGU NAKHO LOKHO.UTSOTSI WEBHUT
Konakala ukungena komuntu wesithathu la. UMenzi ngicabanga ukt useyalibona iphutha lakhe.
Umenzi ixoki
Aaaii akuzwakali nhlobo
Ngokwami ukubuka bayadingana bobabili nakuba nje sekunamagama abantu athintekayo esingazi ukuthi bona. Bazoythatha ziphiynyathelo kodwa nje maluju ayphele
Akuzwakali kahle ngathi inkinga i speaker
Njengamanje 🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Ukuphathelwa nje imali is not
Kodwake besingekho isdingo soku poster lama vn ngoba usefaka nabangangene. Bekumele eye khabo Menzi ngoba uyazi not ukubahlaza ekhweni labo. Ayinabo ubuntu lento
Hlukanani vele aynabuqiniso lento yenu Amandla omfana uwadlile lobaba
MINA NGOKUBONA KWAMI KUKHONA UKUNGATHOLANI NOKUNGACHAZELANI KAHLE PHAKATHI KUKA MENZI NOMPHATHI HLALANI PHANSI NOBABILI NIKHULUME NICHAZELANE KAHLE OKUMOSHWE NGOMLOMO IZOLUNGISWA NGAWO
UMenzi iphutha nje alenza ukuthi avume ukuphathelwa umuntu omdala imali, umuntu omdala noma omsabayo vele uyanqeneka makmele uyocela kuye okthize and lendoda izwakala isomcindezela okokugcina manje umenzi,
UMenzi nje akanaphutha lento futhi nje kwezothando lukaMenzi uMthembu akangene ngempela singalsabini iqiniso bafwethu la nje kudlalwa ngomfoka Mabizela nakubake ngingasho phela ngoba asazi ksuka kqala babevumelene ngani