"kufanele uyobonana nomzali wakho usathane" 🤣🤣kwaqala kwaba ulayini wefenisha, kwaba ulayini wamaolintshi manje sekuwulayini wezimbuzi 😂😂 you guys always get me to laugh and forget about the price of eggs kancane
Love this episode, love you guys❤😊 Ma ka Tha, uyisigebengu, weba izinkwa, ama orange, manje seweba nezimbuzi😅. I wonder what's next?! Mhlambe imbewu yamakabishi lawa owacentelayo😂😂😂😂
Ngicabanga ukt okwakhe ukt azi itopic of the day nje ....nokuthi izobe imi kanjan .....okunye ke kuyazenzakalela automatically 🤣🤣🤣🤣🤣🤣 kodwa ake silinde yena aphendule ke sizwe ngaye😂😂😂😂😂
Thank you so much for watching.😊 Please SUBSCRIBE to the channel, if you haven't.
Hay uyisela maka Tha ama olintshi uwena izimbuzi ngelinye ilanga waweba uthango lomuzi womuntu ufuna izinkuni ulutheza nalengane yakho number two ujanula ufe efika nezinyo zokwebiwa ngelinye ilanga wawufuna ukuthatha ugogo uyomebisa izinkwa kwi baker isela elingaka kodwa bakithi
Hay uyangichaza umah ka thaaa yngichaza mangabe uMaSbusi enemali athi eyethu noma ephuma kidayisa amagwinya ka Me aSbisi engabyyi namali kanti uvele wahlala phansi naba tabakhe bazidlela
😂😂😂😂.....ncaaaa sisi
@@user-zm7rt2ex1v Hay mntaka-Mha indaba yaloMfazi andiyazi,uba ebengowase-EC kwaBhaca ngabe kudala somngoba
Haayboo🤤🤤uMfazu None,kuhlupheka nalendoda eyamthatha,lapho ubuye athi uyakholwa,imbuzi yonke🤣🤣🤣🤣🤣
@@drsenzongeyane2040 Yebo 🤣🤣lo Nca wakhe
Ayy yabona uSimthande unethalente mina ngyamvuma bafth lomuntu lento yokulingisa igijim egazin🥺🥺❤❤❤
Too much talent beno Biso I knew it ukuthi uzomgijimisa ngefosholo🤣🤣
To us esiqala ngoku liker singabuki neshloko😂❤
Yithi labo
I like Maka Thah 's guilty facial expression 😂😂😂 it tells everyone that she is the culprit
😂😂😂😂😂😂
😂😂😂😂😂😂ey 😭
MaSbisi is way too patient for maka Tha guys🤣🤣🤣🤣
She's too christian 😂
Too patient bakwethu
Futhi wamphiwa yiNkosi;hey uyabekezela umntaSibisi🤞
Kodwa imbuzi yona ayirente nkosiyam Masibisi ayeke nje udlala ngo makaThah 🤣🤣🤣
@@aliciamtimbe9907 what about iinkukhu lezi zakhe ezidla kwaMasibisi?that means kuzophambana iimali ze-rent ke;finish qwaba
Yabona u "Sanbooooooona yebo yebo yebooooooooooo" ❤😂 ihlula ngisho eka Tyler ICU mnike
Ngyalithanda ithemba laMaSibisi kuMaCele. Akapheli moya ngaye hlezi embonela okuhle. Masingathandana kanjena soMakhelwane the world would be at peace
MakaThah ngeke khona into aydlisa uMaSbisi ngyaktshela😂😂😂 akekho umfazi ohlupha kanje ajike abekezelelwe kanje 😂😂😂😂😂
Wamdlisa nephepHa lawo🤣🤣
@@thandazilencanini95 wadla lowetende uplastiki🤣🤣🤣🤣 Uyahlupha phela lomfazi owu MaCele hhay 🤣🤣🤣🤣
Masekhuluma sakuhefuzela enqamula nenkulumo makaThah ngiqedwa yilokho nje 😭😭😂😂😂😂😂😂Ave ngichazeka
Athi ncaaaa masbisi
"ulayini wembuzi, masengiboshwa" 😭😭😂😂😂😂
We Ma MakaTha eNduneni ema Phoyiseni waboshwa We❤
Yangichaza maSbisi uyakwaz ukubekezelela umngan wakhe❤
😂😂😂😂😂😂😂hawu makaTha khon okusabayo wena Induna awuyifuni amaphoyisa ayabophana😂😂😂😂😂😂😂❤❤❤mbophe Biso😂😂😂❤ elokhu ekubiza ngo cc ekubhuqa udelela kab lo😂😂😂😂😂😂
Uzojabula yini masengiboshwa 😂😂😂😂 wemaka tha ❤
Niyasibusisa kodwa big up, your talent is out of this world.. uyabekezela weBiso😂
Ay uphiwe namagama ahleleke niyadlala kamnandi Phambili BoMama boMkhuleko
Maka Thah 😂😂😂😂 uyena owayindayisa imbuzi😂😂😂😂 ngiyamsola njeh
😂wathenga ngayo imbewu ye cabbage Leyo Mali
Uzomuqeda Bisohh naye
Ai uyisela maCele ngiyakuvuma❤❤❤😂😂😂
Buyelani esguqweni bafazi 😂😂😂😂😂🎉🎉🎉❤❤❤❤
Umthandazo senikhohliwe nguwo 😂😂😂😂😂
WemakaThah ngeke ngidle iklabishi ngeBirthday Yam. Uyezwa yini weSisi😂😂😂😂😂
Nca sisi😂😂😂
"kufanele uyobonana nomzali wakho usathane" 🤣🤣kwaqala kwaba ulayini wefenisha, kwaba ulayini wamaolintshi manje sekuwulayini wezimbuzi 😂😂 you guys always get me to laugh and forget about the price of eggs kancane
🤣🤣🤣🤣🤣
Lalelani,ningo best and may The Lord bless you guys
Mshaye masbisi lesgebengu waze wamubi maka Tha hawuuuu Lomama yisela
Yooo Ngaze ngahleka🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣🤣
Keep those videos coming...please!!!!!
Ikwami la, first!
Hhayi uphethe ngempela.😅
😂😂😂😂😂ohoooo kodwa lomfazi uze abe nepride ncaaah boo
Haibooo kodwa ngagcina nini kuba owokuqala ngidlala kunithanda❤
Uhluphile.weAbigail ut nje usungaze ukhalele iqashana lembuzi 😮
Nca sisi😂😂😂😂
Ave ningibusisa kodwa zithandwa❤
Masibisi kodwa uyangicasula ngokulunga okubi.uzodlala lomfazi owumacele okhohlakele
Love this episode, love you guys❤😊
Ma ka Tha, uyisigebengu, weba izinkwa, ama orange, manje seweba nezimbuzi😅. I wonder what's next?! Mhlambe imbewu yamakabishi lawa owacentelayo😂😂😂😂
Uqinisile Nozipho vele nayo uyibile,aykho nje into anayo nayijulukelayo loMfazi
Ngoneni wakuncanca ebeleni🤣🤣
Uyisela impela umakaTha weba nezinkukhu zikaBiso😂😂😂
Nami ngiyayisola le yembewu, uzoyeba qho😂😂😂
😂😂😂😂😂
Ncaah sisi, uzicabangela wedwa
Qopha isela lemfuyo,cha niyabhala angfun kungasho,isiyephi imali ye mbuzi ngoba asikaze simbone ngisho eyo grosa,sagcina ethatha igrocery ka Masbisi eyolapha abaphethwe yizinduna nge knorrox😂😂😂😂
Maka Thaaaa 😂😂😂😂 uyayimela into yakho. Uyazizamela wena ❤
Akaboshwe Lomama nxaaaa
I love you mama sibisi nanohleko lwakho ungihlekela kamunandi😊😊😊😊😊😅😅😅😅😅😅🎉🎉🎉😂😂❤❤❤
Yinhle indawo abashuthela kuyo ihambisana kahle namascripts ❤❤❤❤😊
Ngahleka ngingekezwa😂😂😂
Maka Thah khulumi qiniso uythengsile lembhuzi
🤣🤣🤣🤣🤣🤣awumyeke bakithi maSbisi🤣🤣🤣🤣
Ziyamfanela lezi le mbhuzi
Masbisi thengela izinkuku zami umgqakaza ubuye uzo rentela imbuzi yakho la kwami👏👏👏👏👏👏
Tjoooo ngaze ngahleka ngaze ngaphathwa ikwici😂😂😂
Haibo kodwa Nkosi MakaTha ubusela abubuyiseli😂
Biyela kwaBhengu ubatshele ukuthi ubudidekikile😂❤
Love the ending 😂
Ave ningibusisa kodwa zithandwa zami🥰💖💖
😂😂😂😂 how do i like your vidoes 100 times
Number 1
You are such a star!🤩
❤ cha uyayishaya comedy siyamthanda myeza 😂😂😂 ngiyithandakabi qhubekele phambili
Maka Tha 😂😂😂😂 Waze wangiqeda ngokuthi ukuqophelani😂😂😂😂
Maka tahngthini....u are the best team😂
Cha ithalente elila shame likwenye level ❤😂😂😂 kodwa uyabekezela MaSibisi loluhlanya lwakho😂😂
😂😂😂😂ngaze ngafa uhleko joooohhh
My favorite nginithanda kakhulu inkinga makaTha uliqili shame😂😂
Hamba maSibisi usiripote lesiaigevengu esiwumakaTha❤
Great job guys...Jesus Christ still saves guys repent n get saved
Utlwa fela leshodu la dipodi...le molato la ikahlola😂😂
Thina syantjotja laykhaya..sngamasela thina
Maka Tha😂😂,bona bese bekhulumelani kangaka😂😂
Kant bona bese bekhulumelan kangaka😂😂😂😂😂wemakaTha awukho ryt shame😂😂
Ay makaTha u guilty nje engakabuzwa😂😂.. Phela vele imbuzi nami😂😂bese bekhulumelan kangaka🙆🏽♀️
Uzojabula yini mese ngiboshwa🤣🤣🤣🤣kodwa MaCele
Kanti Bo besebekhulumelani kangaka aibo😔😂🤣🤣❤️❤️
Hay maka Thah mase eshalaza yey isela lomfaz😂😂😂😂😂
Isphongo saphelela emoyeni😂😂😂😂😂😂😂😂😂
Futhi uMakaTha wadlula kudala 😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂😂, amanga,ubusela,ubuqili,ubuxoki,,,wenze kahle wamqophaaa ayiii ubugebengu kumtomdala....hlez esezinkingeni nje MakaTha
Isela lembuzi umaka Tha
Uzodlula makaThah😂😂❤
Ngyafisa ukwazi ukut u Maka Thah lezinto azikhulumayo uyazibhala or uyaz plan noma kyazenzakalela njr 🤣🤣
Ngicabanga ukt okwakhe ukt azi itopic of the day nje ....nokuthi izobe imi kanjan .....okunye ke kuyazenzakalela automatically 🤣🤣🤣🤣🤣🤣 kodwa ake silinde yena aphendule ke sizwe ngaye😂😂😂😂😂
Usuwelelani ngaphesheya 🤣😂🤣😂Ngoba umaka Tha
Hayi ushaye uvala ke manje maka Thah
Hawu maka Tha 😮
Haaaaaaa😂😂😂😂😂😂 andahleka waze walunga bo umakaTha😂😂😂😂😂
Ayirente imbuzi Masibisi bhatala ntombazana uyeke be ubalisa🤣🤣
ngichazwa indlela asukumangayo ,,
Masbisi ubungayi renteli imbuzi eyibhekile uMaka Thah😂😂
Kade ngilindile ngizoke ngizwe❤😍😘
Makatha usutshotshela ngisho umakhelwane
Maka Tha😂😂we MaSbisi wena
Oh sanboonaaa
Yeeeboooo,yeeeebo,yeeeebo yebooo😂😂
"Mangthol ulayin we mbuzi" 😂😂😂😂😂
😂😂😂 ngyanithanda jhooo ngihlale nginibuka...kodwa maka Tha ukhathazile😅😅😅
Good move MaSbibi ukuthi umqophe ngoba yiqili leli
Uhluphile makathah😂😂😂❤❤❤❤❤
😂😂😂 ay cha uyabekezela kodwa maSbisi
Kodwa maka Tha aumboni nje u MaSibisi, angifuni ukungasho shame🤣
bukani amehl kama kathah ngendab yembuzi uyabakaz phel manj 😃😃😃😃😃😃😃inhliziy enecal ayikaz yakuthol kuphumul
😅😅😅bakuqophile shame makaThah ❤❤
Lol cha kodwa Nina 😂😂😂😂😂
🤣🤣🤣
🙆♀️🙆♀️🤣🤣🤣🤣Maka thah mara y wenza kanjena kumngani wakho
Kodwa wathathwaphi umakaTha nkosiyam😂😂😂😂 isela leyimbuzi
Maka Tha ngicela uye ngempela enduneni😂
Uyahlupha bo umakaTha, kunini egila uMaSibisi😂😂!
Kodw Maka Thah 🤣🤣 ukhathazile 😂sheim Ave umhlupha umaSbisi
Nkosyami makatha akasakhoni nokukhulu , mesethe ehhe ncaa🤣🤣🤣🤣🤣.Besebasholani kuthi bathengi mbuzi amaphoyisa ayabophana
Hambe eduneni maSbisi isela lomfazi lithiwani nje, izimbuzi nekwendza phela wecisiwe akayendwa 🙆♂️🙆♂️🙆♂️
Iqiniso ukuthi ayikho into eyakr yaphelela emoyeni ikakhulu imbuzi emoyeni Cha ngeke😂😂😂😂
Ncaa Sisi