How to Phahla -using amanzi ,nemali emhlophe .🇿🇦 🙏✊🕯🕯🕯🧜‍♂️

Sdílet
Vložit

Komentáře • 134

  • @giftmoletsane4130
    @giftmoletsane4130 Před 2 lety +19

    finding your channel has to be the greatest thing that has happened to me this year!

  • @nobesutuntantiso-zh3lj

    Yooo ndibongile Mkhulu Ndlanganyezi 👏👏👏👏

  • @user-bk6ps6vb3u
    @user-bk6ps6vb3u Před 4 měsíci

    Syabonga mkhulu inhlakanipho evela kwelamathongo Bayede🙏🙏 ngicela ukubuza kushoni ukubona inkanyezi enomsila engathi kusala i light eblue mayihamba igijima lenkanyezi, kodwa ibonwa yimi ngedwa umuntu engihamba naye akayiboni akusililo iphupho bengihamba nje esigangeni🙏🙏🙏🙏🙏

  • @NokubongaZandile-lw5nw
    @NokubongaZandile-lw5nw Před měsícem

    Am new to this Chanel of your but you advises are giving me strength

  • @janensibande3103
    @janensibande3103 Před měsícem

    Thokoza gogo siyabinga iziluleko zakho ziyasisiza kakhulu❤

  • @zamathusithusi2286
    @zamathusithusi2286 Před 11 měsíci

    Woooow great info, siyabonga Mtom'dala yaze yamnandi lencazelo kwande laphuthathe khona ❤

  • @user-yq9qw2ct9u
    @user-yq9qw2ct9u Před 3 měsíci

    Thokosa gogo thnx for the teaching gogo nomadlozi❤

  • @entlegebe6617
    @entlegebe6617 Před 9 měsíci

    Thokoza gogo Siyabonga ngencazela zakho kwaze kwanzima gogo mpilweni yam ngawathola njani ama no wakho
    Thokoza gogo

  • @thandonebe481
    @thandonebe481 Před 11 měsíci

    Uyafundisa Mkhulu, siyabonga.

  • @TwangvibeE.M.U-wr3bw
    @TwangvibeE.M.U-wr3bw Před rokem +1

    UyaThandeka mama.......NgiyaBonga ulwazi♥️🔥🕯️

  • @roselinemahlangu8449
    @roselinemahlangu8449 Před 2 lety +1

    Thokoza mkhulu 👏, awu syabonga kakhulu, uNkulunkulu akuphe amandla,nabadala baqhubeke njalo bakukhanyisele 🙏🙏💖

  • @AmandaXimba-s2c
    @AmandaXimba-s2c Před 13 dny

    Emakhosini gogo, ngikuthole emavikini andlulile kodwa sengfunde okuningi. Ngbe ngkwazi kdala gogo ngba kuningi okwenzeka empilweni yam zaphela iimali ngzisola ngyeka kodwa ngba umoy maw'khona ukhona uzowshiya kodwa wona uthi ngikhona uzoze ubuyele uwfune la wawlahl khona futhi uzwe bethi awkho kanti bakhona abantu. Bafowethu nodadebthu bakhona and bayphila abantu abadala.. Ngyabonga gogo, ngempela ungpha ithe elisha

  • @phumlanisizwe4282
    @phumlanisizwe4282 Před 10 měsíci

    I needed this information, thank for your insight kule Topic

  • @maureennxumalo9592
    @maureennxumalo9592 Před rokem

    Thnk u so much Gogo

  • @l.mayikana4808
    @l.mayikana4808 Před 9 měsíci

    Camagu 👏👏👏

  • @luckytau6331
    @luckytau6331 Před rokem

    Syabonga, beyond words, for ulwazi Mkhulu. Makwande!🙏

  • @LindelwaMenzi-zr1kc
    @LindelwaMenzi-zr1kc Před 10 měsíci

    Siyabonga mkhulu thokozq

  • @user-ks5fh6nn4i
    @user-ks5fh6nn4i Před 2 lety +3

    Makhosi 👏🏾👏🏾👏🏾 aow syabulela mntomdala...such a clear and motivating explanation gogo. I'm so greatful. Akwande kuwe, uyathandwa gogo!🌈💕

  • @user-hf1jq4co7p
    @user-hf1jq4co7p Před 9 měsíci

    ❤❤❤❤yooh gogo wangisiza,,ngiyawabeka nje qha,, inkosi ikwandisele konke okuhle

  • @tebogomlangeni9236
    @tebogomlangeni9236 Před rokem

    Danki gogo 🤗 now i know y

  • @user-sp9of7yc8d
    @user-sp9of7yc8d Před rokem

    Thokoza Gogo Waze wabamuhle, uchakazile,uyathandeka nezifundiso zakho ziyangiphilisa❤

  • @ntombikayisemagagula877
    @ntombikayisemagagula877 Před 2 lety +1

    I just love you mkhulu, waze wachaza kahle

  • @mokotedirichardditshego9636
    @mokotedirichardditshego9636 Před 3 měsíci

    Gogo siphahla kanjani ngemali emhlophe namanzi....thokoza

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 měsíci

      Imali emhlophe you hold it and speak light to your ancestors and invite power in your life and place it where you pray . Amanzi, you pray for it by using matches sticks and praying for blessings

  • @user-ow5tr7eq9j
    @user-ow5tr7eq9j Před 4 měsíci

    Thokoza gogo,ngicela ukubuza ngibe nephupho ngisemanzin,kwangath kunento engidonsayo ihamba nami umfula wonke,manj ngizizwe nginomuzwa wokujabula nowokuthula,ngize ngingene phakath esizibeni esijulile kodwa ngaphans kwaso bekukhanya bhaah,ngicela ukubuza lishoni kumel ngenze njani.nezindlebe zami ziyaluma kwesinye iskhathi kube sengathi zibanamanzi

  • @user-ow5tr7eq9j
    @user-ow5tr7eq9j Před 4 měsíci

    Ave ukhuluma and yonke into oyishoyo iyezwakala,konke kuvele kuqonde qho kumina inkosi ikubusise

  • @sarahsarah9752
    @sarahsarah9752 Před 2 lety +2

    Thokoza mkhulu I've learned a lot maku khanye.

  • @lindasibeko133
    @lindasibeko133 Před 2 lety

    Siyabonga Makhosi

  • @lungabrendan2763
    @lungabrendan2763 Před 2 lety +1

    Thokoza mkhulu muhle kakhulu umsebenzi wakho,God bless you.

  • @Sizwe-zu8mn
    @Sizwe-zu8mn Před rokem

    Thokoza mkhulu iwish to meet baby angel,ngifuna ungihlambulule ngine nkanyamba,

  • @bonganikhumalo221
    @bonganikhumalo221 Před 2 měsíci

    Avuyisibusiso kodwa gogo muhlez

  • @felanitiwani5198
    @felanitiwani5198 Před 2 lety

    Akwaande Gogo

  • @ncamsilendlovu-dl3zd
    @ncamsilendlovu-dl3zd Před rokem

    Thokoza mkhulu siyabonga ngaze ngakuthanda ❤ kucace kwathi bha nakimi ngokuphahla Makhosi

  • @nandiphasango8966
    @nandiphasango8966 Před rokem

    Enkosi mama siyabonga

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 Před rokem

    khumbeza

  • @thabisilethusi3310
    @thabisilethusi3310 Před rokem

    Akukhanye gogo

  • @sithembilembongwe6175
    @sithembilembongwe6175 Před rokem +1

    Siyabonga gogo ngokusifundisa thokoza gogo 🕯️🕯️🙏 Amen

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      Bayede 🙏🙏🙏

    • @Sizwe-zu8mn
      @Sizwe-zu8mn Před rokem

      ​@@mkhuluodlangonyezi6775 bayethe mkhulu emakhosini ,ngicela inhlambululo ngiseswatini kumatsapha ,hocan imeet you plz help mkhulu ,iam boy at the age of22 ,ngisizwe samandawe from Lesotho nginenkanyambaspirit and all the following.

  • @nyamiegrootboom5284
    @nyamiegrootboom5284 Před 11 měsíci

    Thokoza gogo, mina gama nguNyameka, Kodwa ngathi ngiyozihlola, kwaphuma ukuthi gama endilinikiwe ngumkhulu wam ongasekhoyo ndinguNtombekaya,
    Bengisacela ukubuza ukuthi ma ngifunukuzi cleanser ngisebenzisa ini, ngoba yebo ngiyenza mara ezinyizinto azilungi gogo, ngicela uncedo gogo thokoza, ngiyasizeka kancane lokho ngathi ngalalela wena. Uyangisiza ngempela
    From Eastern Cape

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 11 měsíci

      Pray at 12 everyday.....don't skip this.
      Do a cleansing everyday day ....using all type of salt .
      Pray a lot for your ancestors.

  • @siyanda_2.025
    @siyanda_2.025 Před 10 měsíci

    Kehla imali yona wenza njani ngayo after phahling amen

  • @zandilephiri4327
    @zandilephiri4327 Před 7 měsíci

    Gogo mina ngilokuphahla ngemali emhlophe Ngiyafaka esitsheni esihlophe lamanzi

  • @29nn23
    @29nn23 Před 2 lety

    Thokoza Gogo siyabulela kakhulu

  • @nonhlanhlavuyelwa5468
    @nonhlanhlavuyelwa5468 Před 9 měsíci

    Thokozile gogo

  • @thembindaba793
    @thembindaba793 Před rokem

    Gogo ngbonge ngezimpendulo ongohendule ngazo,esengicela ukubuza okunye ngabe ngiwrong na as mina most of the time amanzi ngeglass ngnokuwabeka ekseni ukth bamimilite as kuqala usuku ohambweni labo abazoluhamba losuku ngize ngiwashintshe ngosuku olulandelayo futhi eksen ngnokuwathatha ke ngichele indlu yonke ngaphakath ngawo ngabe ngenza okuyikho

  • @christinamahlangu8418
    @christinamahlangu8418 Před 2 lety +1

    Mkhulu
    Ngiyathokoza
    Ngomsebenzi
    Wakho

  • @NtombiKhumalo-ov9ls
    @NtombiKhumalo-ov9ls Před měsícem

    Ngonyama.ngifisa.ukukubona.yimi.u tombi

  • @thembindaba793
    @thembindaba793 Před rokem

    Okunye engicela ukubuza ukth ngingababiza sametime ugogo ukhokho nomama kwishekele lami ukubakhanyisela noma kubizwa oyedwa at the time?

  • @sfdcacsa4431
    @sfdcacsa4431 Před rokem +1

    Gogo mina ngiyaye ngilande amanzi esphethu ebese ngiyawa khulekela ngicele konke before ngiwakhe. Ngiphinde ngikhule mase ngiwakhile. Ngenza konke okubalile ngaphande kwenkulumo oyishoyo yokuxoxa nabadala kuwo

  • @lelethuphoebetwins5913
    @lelethuphoebetwins5913 Před 10 měsíci

    Sibulela kakhulu gogo thokoza

  • @debramokate121
    @debramokate121 Před 2 lety

    Yiyabonga.

  • @pumezatose9891
    @pumezatose9891 Před rokem

    Thokoza mntanethongo. Ndiyabonga ngamacebiso akho. Ndiyamamela konke osifundisa kona ndingumntwana wama thonga. Ndiyafunda kakhulu kuwena Mkhulu. Kusekuningi endifisa undifundise Kona. Camagu. Ndingu Gogo Zwelokhanyo eMthatha.

  • @ntombiyenhlanhlakunene313

    Thokoza Mkhulu..siyabonga incazelo yakho uchaza kuzwakale...ama video akho anemfundiso...uqhubeke njalo

  • @SeanBatista-hx2mh
    @SeanBatista-hx2mh Před 6 měsíci

    Thokoza mkhulu,mina ngi hlala ngi landhelwa nge nyosi(bee)🐝uma ngise msebebzini,be ngi qela kumadlozi ukuthi angi qaqisele kuthi kahle kahle lento isho kuthini naa?Thokozani makhehla.

  • @nopasikakama6154
    @nopasikakama6154 Před 9 měsíci

    I want to know Gogo, how many days to phahla and what to do with the money after u done phahla

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 9 měsíci +1

      Ukuphahla can be a week , after you done with Money. You buy with it without expecting any money back . Use all of it .

  • @cynthiampala8074
    @cynthiampala8074 Před rokem

    Thokoza Mkhulu

  • @prudencem7621
    @prudencem7621 Před 2 lety +2

    Thokoza Mkhulu I have a question what do u do with the money after you have done to phahla. And again my father is still alive he never paid any damages so what do I do when I phahla and I was told that I'm being protected by indlozi on my mother's side....plz help mkhulu

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +8

      Bayede mntwana WeDlozi. First thing that you do ....just use your mother's surname. And others must follow .
      For an example:
      Nina bo Zondi
      Nani bo mkhize
      Nazo zonke izibongo engihamba nazo .
      Imina umntwana wenu uZinhle ozalwa uZodwa ,umzukulu wenu omncane .
      Ngicela nisondele nina madlozi amahle . Eniletha injabulo no mcebo kumina .
      Done
      Imali uthenga ngayo mase, usukhanyise yaze yagcwala ... ungabuyi ushintshi

    • @prudencem7621
      @prudencem7621 Před 2 lety +1

      Thank you so much Mkhulu ❤how can one get hold of you?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +2

      @@prudencem7621 you welcome dear
      on WhatsApp ....0679790378

  • @andilemabida143
    @andilemabida143 Před 2 lety

    Thokoza

  • @princessmncube7916
    @princessmncube7916 Před 10 měsíci

    Manje uyishiya phansi kanjalo leyo mali

  • @thembindaba793
    @thembindaba793 Před rokem

    Okunye gogo u mean mangiphahla ngikusebenza kokubili sametime or I one thing at the time like imali yodwa or amanzi odwa?okunye gogo masengikhulekile emanzini ngibesengicela engikudingayo or once ngasho konke lokhu ukth ogogo bazomimilita then done wabeke until in the morning,then ekse. Ngwaphuze or anything like wash my face?ngididwa ilapho othi mawuqeda ukukhuluma uwaphuze so ngyadideka pls explain fr me plz

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      Once you have done that glass of water you drink it . Or you let it sit until the morning you can wash your face with it .

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      You settle everything in the floor , glass of water , your coins for ukucela kubadala

  • @thembindaba793
    @thembindaba793 Před rokem

    Mkhulu bengicela ukubuza iskhathi esiight sokuphahla ,okunye ngingazenzela ekamelweni emqashwei?okunye ikhandlela if ulikhatnyisa

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      It's 3AM , 12 midnight, 6 am as well . Where you stay....anywhere -as long as you there .

  • @nomzamoprincess2854
    @nomzamoprincess2854 Před rokem

    Thokoza mkhulu, ngyabonga incazelo ngiphinde ngicele ukubuza ukuthi uma sengiqedile ngilenza njani ishekela emva kokuqeda ukuphahla?

  • @lesegoross5228
    @lesegoross5228 Před rokem

    Only mali emhlophe or ye phepha eya sebenza?

  • @ntombikayisemagagula877
    @ntombikayisemagagula877 Před 2 lety +1

    Mkhulu elami ibhayi elengwe e brown, nesiphika esiyellow ne ngubo emhlophe, do I always phahlw with them uma ngiphahla?
    Siyabonga incazelo yemali emhlophe namanzi....thokoza Mkhulu

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      If khona ozizwa kunamandla kuko ... awukumbathe ....uphahle no Slie khona ezophakama

    • @slindilenhlumayo5897
      @slindilenhlumayo5897 Před rokem +1

      Thokoza mkhulu siyabonga ngokusiqwashisa coz bengiwabeka ngize ngiwachithe ngingazi enziwani n mali masewuqedile uyayisebenzisa ?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      @@slindilenhlumayo5897 yes uyayisebenzisa yonke kungabuyi ushintshi

    • @slindilenhlumayo5897
      @slindilenhlumayo5897 Před rokem

      @@mkhuluodlangonyezi6775 Thokoza mkhulu thnx 4 reply if u dnt mind whr r u from coz hw cn I get hold of you I need your help impilo yam ihlangahlangene n so confused I was told nginrsithinywa n I cn see signs n hv been told again nginesithunywa nobungoma sekunzima nokusebenza ngiyafa izinywawo ikhanda everyday n many things ezenzakalayo I dnt understand plz help

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      @@slindilenhlumayo5897 I am from Durban at Nagina phase 1.
      Contact me on 0679790378

  • @thembisilemagagula9596

    Thokoza Mkhulu I have just come across your channel 🎉❤💃
    I am from Swaziland can i whatsapp you.

  • @ellenntjana7945
    @ellenntjana7945 Před 2 lety

    thokoza Gogo what time can you phahla

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      6 AM
      12 PM
      6 PM
      00.00 Am exactly
      But pray for your own mother especially. To guide you

  • @sketsheandiswa4623
    @sketsheandiswa4623 Před 2 lety

    How do i keep the money after am done to ukuphahla nd am staying at umjondolo where i must pray

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +2

      You pray where you stay.....just create your own msamu and then phahla ....imali uyakhanyisa ngayo mase iningi uthenge ngayo ungabuyi ushintshi

    • @bongumusakhoza9262
      @bongumusakhoza9262 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 Siyabonga Mkhulu, just a follow up questions, uma uthi uyisebenzisa uma isiningi kusho ukuthi everytime uphahla ubeka imali u R1 or R2 uyishiye la ophahlela khona uze uyithathe uma usuyoyisebenzisa?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      @@bongumusakhoza9262 Yes ... wenza ngaleyo ndlela nje . Because ukuthatha ishumi njalo ekuseni uyothenga ....that's meaningless....kugcono mase isiningi 🙏😌

    • @bongumusakhoza9262
      @bongumusakhoza9262 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 That's true kusho ukuthi ungahlale uthenga ama Niknanks😅. Syabonga Mkhulu 🙏🙏

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      @@bongumusakhoza9262 loooool yes 😂

  • @sindyndela9633
    @sindyndela9633 Před rokem

    Thokoza mkhulu bendingazi kuyaphahlwa ngamanzi nemali ,mna ndiziphahlela ngempepho necandles

  • @annitamalungisa-dt4wj
    @annitamalungisa-dt4wj Před 8 měsíci

    Thokoza gogo le glass lamanzi ulishiya lapho uphahlela khona

  • @thembindaba793
    @thembindaba793 Před rokem

    Ngicela ukubuza ukth as umfwethu atholakala bemshisile endlini asaz kwenzekan ngimphahlela kanjn ukumcelela aphole umlilo aphile angene ezulwini Abe isidalwa esihle kithi pls help

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      His place needs to be cleansed properly, then .....kumele ushise impepho don't use isibongo...just pray for him and comfort him

  • @ellenntjana7945
    @ellenntjana7945 Před 2 lety

    Thokoza Gogo how many times can you speak to bogogo regarding the phahla of money and also the water on a glass do you change the water every day or you keep that glass on a safety place

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      You pray now and then . It's not always about you it's about them .
      Your glass of water you drink it ...you make wishes while you hold it .

  • @dbndlamini2825
    @dbndlamini2825 Před rokem

    Ngicela ukubuza thina esibuka ama video o gogo or o mkhulu bese sibona ephikisana njengodaba loku phahla ngamanzi abanye bathi idishi yenamela futhi bathi asikhulekingokwenzo kodwa kule video uthi amanzi nge glass and uyachaza izizathu ze glass.sibona kanjani ukuyikona okumele sikuthathe ? Uma siphahla siqala si thini kubani?ngiyabonga ithuba

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      THOKOZA .
      I CAN ADVISE TO TAKE WHAT GOES WITH YOUR HEART TO AVOID BEING CONFUSED.
      WHEN YOU START WITH UKUPHAHLA
      YOU START BY CALLING YOUR ANCESTORS TO JOIN YOU . your mother's surname and your fathers surname
      Then after you pray for them then bese iyacela okufisayo empilweni , ungabalisi .

  • @mhlabunzimawiseman529

    Thokoza gogo utholakalaphi uma udingeka

  • @nomthandazongcobo4480
    @nomthandazongcobo4480 Před 2 lety

    Thokoza mkhulu lisho ukuthini ibhayi lengwe Eli black and white bcoz somebody wathi ngilithenge

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +2

      Limele amandla wethongo lakho anawo ...limele ubukhosi , isibindi , liyakhaliphisana ngokomoya . Liphakamisa idlozi ngisho kuthiwa izinto zinzima ......

    • @nomthandazongcobo4480
      @nomthandazongcobo4480 Před 2 lety

      So mkhulu ngilembatha makwenzenjani bcoz ngalithenga but umuntu kade angisiza wabanomona

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      @@nomthandazongcobo4480 if uphahla uyalifaka ....uhlikhanyisele kuqala lithole amandla

    • @nomthandazongcobo4480
      @nomthandazongcobo4480 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 Thokoza mkhulu ngiyabonga

    • @ndaboh74biyela45
      @ndaboh74biyela45 Před 2 lety

      Sybonga Gogo sizohlala naw sithole ulwaz ngokwenqiniso sesikhathele amanga webantu ngicela ukhiph ne location yakh gogo 👏😍

  • @mikenkosi9561
    @mikenkosi9561 Před rokem

    Can I get your numbers please mkhulu

  • @Sizwe-zu8mn
    @Sizwe-zu8mn Před rokem

    Thokoza mkhulu iwish to meet baby angel,ngifuna ungihlambulule ngine nkanyamba,

  • @princessmncube7916
    @princessmncube7916 Před 10 měsíci

    Manje uyishiya phansi kanjalo leyo mali