ILADI LASE NTABENI NASOLWANDLE

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 05. 2021
  • #iladi #olwandle #entabeni #idlozi

Komentáře • 30

  • @teemsibi6880
    @teemsibi6880 Před 3 lety +3

    Mkhulu ngiyacela bandla wenze i’video yokubaluleka yokuba yi first born ekhaya 🙏🏽

  • @thamisgulu3039
    @thamisgulu3039 Před rokem +1

    Ubangenisa ekhaya kanjani bona bengafuni ukuza ngoba phela kunesizathu sokuba semanzini noma entabeni. Kwazise kuyagangwa la ekhaya kubangwa lona idlozi, abanye noma omunye uganga ngalo

  • @manelisicele150
    @manelisicele150 Před rokem

    Angisho ukuthi uphambukile Mnewethu. Ngokubuka kwami inobungozi leNkulumo. Yini engekho eZulwini? Ufunani olwandle? Kungengcono uma ufuna ukwenza ngalendlela osho ngayo uqale ubageze ngaphambi kokubaletha ekhaya?

  • @sbusisokhwela1965
    @sbusisokhwela1965 Před 3 lety +2

    Excellent topic syabonga sbani samathongo

  • @nomsahadebe5169
    @nomsahadebe5169 Před 2 lety +1

    Siyabonga Mkhulu 🙌

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před 3 lety

    Izwakele Nkomose,ei kokunye ngenxa yokudideka sigcina kona sesenza nokunganambithisiseke kahle.qhubekani njalo nokusiluleka ngokugcinwa kwesintu...

  • @ntuthukocele2326
    @ntuthukocele2326 Před 3 lety +1

    Ngicela ukbuza Nkomose, wenzenjani uma umunt okushisela impepho ekhaya kunguyena ongcolile nongadingeki ethongweni

  • @vanithavanitha635
    @vanithavanitha635 Před 3 lety +1

    Ngiyakuzwa Mina Mkhulu

  • @vuselelanene3736
    @vuselelanene3736 Před 3 lety

    MINA MKULU NGAPHUPHA AMANZI MFULA HAMBAYO EDUNGEKILE

  • @sloyiesondezi5211
    @sloyiesondezi5211 Před 3 lety

    Thokozo Mkhulu mina nenkinga phupha ngidla njalo angisazi ngenze njani ngoba hayi ngiyadla boh maphushweni.

  • @nomangesinthala8948
    @nomangesinthala8948 Před 2 lety

    Mkhulu I always dream of eating. Ende thina ekhaya asiwalendeli amasiko. Ngiyenza njani cos ngiyafuna ukubanaka abantu abadala.😭

  • @badimobatemothuoptyltd7702

    NKOMOSE 👑🤴🏿🙏🏿

    • @thandazileshabalala1212
      @thandazileshabalala1212 Před 3 lety

      Sawubona mkhulu mm Mina ngicela ukubuza mangabe engena lo ikhaya ngithanda ukumenzela Ibani ngicela ukubuza mkhulu ngenzenjani

  • @labanisibiyanina4129
    @labanisibiyanina4129 Před 3 lety

    Ukuphupha njalo ihlane

  • @vuyanidlaminidlamini6286

    Uma kuwukuthi ekhaya bengakholelwa noma beqedwe amandla ngamasibomu lokho osekwenza kube nzima ubona izinto ngehlo elijulile kanti kunesimo seladi ekumele senziwe wenza njani?. Ngeke ukwazi ukulenza ekhaya sebediniwe abantu abadala uzama ukubhula ulaka ngoba ngeke vele bavume abantu bakini/bakithi

  • @sthembilesthe4899
    @sthembilesthe4899 Před 3 lety

    Ngyabonga mkhulu

  • @sbusisomahlase1314
    @sbusisomahlase1314 Před 3 lety

    True

  • @vuyiswamqadi1310
    @vuyiswamqadi1310 Před 2 lety

    Thokoza mkhulu ngaphupha ubaba ethi ucela ngimenzele iladi lase Ntabeni waye ngaganiwe nakubo wahamba engasangeni nathi asisayi ukungazwani komndeni. Thina sihlala nomah but we're renting this place akusikho kwakhe.

  • @sthembilesthe4899
    @sthembilesthe4899 Před 3 lety

    Thokoza mkhulu ngcela ukubuza mawuphupha ulwandle kuphuma inkosi yamanzi kodwa ulwandle lungathukuthele iphinde iwe ibuyele phakathi

  • @user-nf9ml4zo4s
    @user-nf9ml4zo4s Před 10 měsíci

    Tholakala kuphi?

  • @nolzmk7858
    @nolzmk7858 Před 2 lety

    Ngicela ukubuza Mkhulu.

    • @sbanisamathongo3180
      @sbanisamathongo3180  Před 2 lety

      Ungabuza

    • @nolzmk7858
      @nolzmk7858 Před 2 lety

      @@sbanisamathongo3180 amen Mkhulu, kuyenzeka ukuthi ubalande ngesimo sezibani kuphela, uphinde ubafake endlini ngazo izibani uma ufisa ukubenzela iladi ukuze lihlonipheke? Iladi lasentabeni 👏🏼