Waze wayichaza kahle Masango lendaba cha iyisifundo impela lento ay siyanibongela bafwethu nomsamu kuyavela uyakhanya ay siyafisa impela nathi emakithi imizi ivuke SIYABONGA ❗❗🙏😍😍
Aii makhulu amazwi aphuma kuBhuti sihle 🙏 💯 nami namhlanje ngifunde okhulu kuye nokuthi awukwazi ukwenza yonke into eyenziwa ubaba wakho, kukho konke akwenzayo usuke enzela ikhaya🛐🔥
Mama ngikuzwa kahle hle, futhi ukhuluma iqiniso , eyokuthi uthwele lobhuti angizange ngayingena nje! Futhi ingidinile nje!! Webantu abamnyama ninomona hawu! Aninamandla nizenaphiwa uhulumeni izindlu nje !!!! Webantu abamnyama ngithi aninamandla nilala kulezindlu okuthiwa umlomo ushiya emoto!! Eg lezizindlu enaziphiwa nguhulumeni!!! Imali encane enitholayo nihamba izinyanga!! Ayisuka! Nimonela lomuziwabantu muhle lomndeni nezingane ziyahlonipha !! Ngithi nina nonke enithe lobhuti uthwele , Ngithi noze niyofa nihlupheka!nxa!!!
Inhlanhla yawela kwi plan,siyabonga nathi madoda amakhulu akwande kwa Masango uqhubeke njalo umlando ngokubambisana.
Sengathi inkosi ingakubusisa ngoba ayikho into edlula ikhaya nezingane zakho zingasika ipetini kuwena nabanye futhi ababona levidio ibathinte babone ukuthi ikhaya into ebalulekile bakhumbule emakhaya ngabe usemakhaya noma uselokishini kuya fana akwande
Ayi le family ngiyayibongela inhlonipho layikhaya bafundiswe kahle sibonga abazali bakhulise kahle abantwana babo le Family inokuthula
Nhlaka Productions big up... Sihle usebenza ngokuzikhandla... Inhlonipho enkulu kwaMasango.
Ubusisekile lo muzi inhlonipho nee ngane ezinhle ezihloniphayo zesaba ngisho ukulbiza igama lika baba woooow!!!ngane zam ezinhle niyisibonelo esihle ihlonipho iwukhiye kuhlanzekile nj ubuka kuheleza umoya ka Nkulunkulu siyabonga kakulu
Ayibo ingane bakithi enye ize yakhala bcz isinqena ukuthi ibize ubaba wayo ngegama ayibo zikhuliswe kahle
Ukhuliswe kahle ekhaya elinenhlonipho sibonga abazali❤❤❤
Baba Masango ngiyakubongel izithelo zabantwan bakh uzidle usaphila neNdlovukaz yakho #umoya wokuthobeka ne nhlonipho # ngizozowufunda kwaMasango
🙌Baba Masango ngifunde lukhulu mina njengo Mfana osemcane "Ngisika iphethini" #Long-live🙌 #Happy-family🙌
Siyabonga Masango isifundo esihle, best motivation and may God continue blessing you boMasango
Singofakazi ubhuti usmSihle okwenza aphumelele ukuth akazithwali akambukeli phans omunye umuntu singomakhelwane nj sithi uyisbonelo esihle nezingane zethu awpheli emlonyen ziyafisa kuba nguwe
Enkosi bhutomncinci ngomthandazo😅ndithanda xa usithi aniziqaji koko masibone ngemehlo lokufunda okuhle sibenekhwele hai umona ,abantwana abahle naba healthy ndithanda usdudla lo ufunulila xa ethetha ncoooh baby gal❤ nibambane njalo Masango family okumhlophe.
"angikwazi loku kuthiwa yini loku okunye okuhle lokhu naku kume lapha😂" Masango!!🙌
God's Mercies...keep it up Sihle and family kuhle kakhulu from eMampondweni may God bless Yu all amadangoes...❤
Awu bandla Inyoni esindwa yisisila sayo syakubongela 🍾🧉🍯🥁🇿🇦
Hlalan phansi phela manidla au niyahlupha madoda
Khona kunjalo u Sihle indoda ezithobile siyafunda kuyona🙏
Am happy for you and yo parents ngawe Sihle mfthu bahle abantwana bakho mnganami dankie MaSkey (koti)
Ilento usazo thuthuka uye phambili ukwazisa UMNDENI NA-BANTU ABAHLWEMPU SIHLE kwande kakhulu kunakuqala;ubusisekile ukuba NOOO-NKULUNKULU ABAPHILAYO "ABAZALI".👑👑👑👌👌👌🤝🤝🤝
Umsamo uyakhanya kwa_Masango✨♥️🤝
Cha bakithi unamaphupho umfana asphume ekthwaleni
His kids are so cute and respectful bakithi 😍😍😍😍🥰🥰🥰
Nami ngowakwa.Masango siyajabula ukuba no bhti ofananawe.❤❤
Siyanibongela kwaMasango ngempela niwumndene othandanayo,onobunye,kukude lapho niya khona, sengathi yonke imindeni ingafunda kini bagweme izingxabano,nokuzondana ngoba akubayisi ndawo.
wamuhle umndeni ❤❤👏🙌💞😍💗
Ei niyabona ukucabangela abantu ukuthi bathwele akukho ryt ngampela, lomndeni if ubheka kahle or ulalelisisisa kahle, babevele bezimele from komkhulu bakhona, kusho khona ukuthi umsamo wakwa Masango u clean and uyakhanya. Siyabonga kulomndeni siyafunda nkosiyam
Syabonga mfo kaMasango ukugqugquzela ukuth osephumelele esize phela abanye... Nkos ikubusise
Cha Sihle muhle umuzi owawakhela umndeni wakini.syakubongela boy.nihlale nibambene,nithandana.❤Awthwele bhuti nayi team oyzele isaphelele ngisho nabobhuti nabazali.God bless you
Hearing from his Parents lendlela akhuliswe ngayo masiyibukeni futhi siyikipeni bcs this is so EDUCATIONAL , bakithi masiyekeni ezingqondo or lezintliziyo zethu zokuthi uma umuntu omnyama efukutha sithi uthwele bcs if bekungabeLungu besingasoze satsho kanjalo , uqhubekeke ngentlonipho okhuliswe ngayo ngabaZali bakho Bhuti Siya nasezinganeni zezingane zabo bayibambe lesisimilo osifindisiwe kowenu . Amen GOD bless bakithi
Siyabanga sifundce lukhulu ngalomdeni nakuye uSihle uyasiqhuqhuzela ukuthi sibe munye
The only thing I'm hearing here uSihle ukhuliswe kahle really you have changed the minds of youngesters to keep doing good to their parents to get more blessings...I'm impressed bro but njee iyoo uSihle uyayithanda ibed 9 kids at his age....what I'm impress off is uyahlonipha akathi kukwam he takes people to the parents first...hayi thina asisahlali nabazali we just visits bkoz we like our privacy but yena uhlala nabazali ...keep it up
Hay cha muhle ngempela umuzi ekhaya.. Babusisekile abazali bakho.. Siyabong uqhubeke ngenhlonipho okuhle unayo.. Halalaaaaaa ❤❤❤
Nkosi syabonga mfana inhlonipho ihamba yodwa mfana khula
"Ngicela kufike kubona njengesfundo" washaya Masango🤝🤝🤝
My mom use to say ,umunntu isibusiso usuka naso endlini kwabo, umzali uma ethi inkosi ikubusise mntanami, emsebenzini bayothi unomuthi, kanti qha, uJehova abusise abazali bethu, le interview ingifikisela izinyembezi ,ngikhumbule ngiya ,e university, umama,ngambona ekhipha isokisi elalinemali, wathi mntanami uhambe nomusa ,abazali bethu siyabathanda they sacrifice a lot for us ,
U r a great man and u were a give us challenges during high school time .Say Oh my Saul to my English teacher
Ihee hayi I am motivated futhi ke lama episodes ayaqguqguzela wow 👌
Syambongela umama nobaba abazala indodana enjengawe uMdali uzokupha even more ngenxa yenhlonipho onayo.Ulilandelile igama lakho ngampela unenhlanhla ukuthi uzwe konke okuhle ngawe usaphila Sihle n inhlonipho I hamba ibanga elide congratulations 🙏🏽🙌🏼
Yamnandi indaba ukuyizwa ngabanikazi
Ngifisa ngathi nezami izingane zingayisika lephethini
Inhlonipho nokulalela kuzala impumelelo
Abesethi amavaka lomuntu uthwele
Nami nginifisela inhlanhla njalo boMasango🎉🎊❤❤❤
Beautiful Family and I like what I see ,God bless You I wish I can hug You
Cha uthobekile umfokaMasango,qhubeka njalo mfowethu🙏🙏
Aybo kodwa ngaze ngawuthanda lomndeni cha babudisiwe kubo ka Sihle
Siyabonga mndeni wakwa Masango, ukusikhuthaza, ukuthi UMUNTU makangakhohlwa yikhaya, special endaweni zase makhaya, masingakhohlwa amakhaya, mawathuthuke amakhaya, ukuthi ufunde kangakanani, kodwa ungayishitsha indawo, yakini, noma ikhaya lakini Siyabonga Sihle Masango, umndeni wonke Siyabonga kakhulu, into enhle iyancinywa❤
Ngaze ngahala yayinhle into NKOSI iqhubeke inibusise sifunde lukhulu
Hhay syafunda inhlonipho ekulokuzi yingakho imithandazo yabo isheshe ifinyelele kujehova nakwelamathonga
Ngenxa yamandla okukhanya kwelanga❤
Nibahle bakwamaSango ngokwenyama nangokomoya
🙏🏽Sibongile kakhulu Nhlaka Production for bringing such content
God bless umndeni wakwa Masango
Nami ngiyabonga sihle ukuthi wasebenza Fathi usasebenza iyindoda emadodeni sihle
Baba Masango unothando uthengela makoti imoto
Cha ninomoya omuhle lapho kwaMasango♥️♥️♥️ uBaba noMama nonke umoya wenu u wodwa 💯💯💯
I love this family
Hayi asikubongele khehla ngendodana owaphiwa yona akwande 👏👏 kodwa otsatha bandla nezibuko kudliwa kwakungokwakuphi lokho akenihloniphe bol
Siyabonga kakhulu mndeni wakwa Masango
Izele lensizwa, abantwana abahle. Siyabonga umndenì omuhle. ❤
Inhliziyo yam ithabile begodu nginethemba ukuthi ngizophumelela.
Masango ngiyathokoza ngakhulu ngenfundiso owusethulele yona.
Nam la kwandebele senginethemba ukuthi amabhudango/amaphupho ayafezeka
wawu l m so impressed abt Masango family you are blessed🙏👏
Ngyabonga ngichazelekile ngezwa nganeliseka
Ai cha ukukhuluma nokubhala la kuzoze kuyone yonke lento, ngcono ngithule.
Imisebenzi iyabonakala... 🙏
Syabonga muhle umndeni ohamba noshembe phakathi
Hawu inyama nkos nedombolo ziyadipha manje
A home of respect
Okuhle kuyabongwa
Ngikukhonzile sihle masango.
Sihle ayi Masa 24:28 ngo phondo elibovu siyabonga ufuzile bro.
Ngiyabonga ngokucaciseleka ngoSihle Masango bengimbona noTshatha bengihleze ngithi owakuko kaMcineka🤦♂️
Ungowakwethu Ntusi awukhule umuzi wakithi
Makukhanye njalo bhuti wami Masango
Inhlinipho umphako ongaboli.
Manje wonke lo 10 wezingane uzalwa umama oyedwa
Inhlonipho kulelikaya iyabanazeka
CA Siyabonga mfowethu CA siyathola kuthi kuhambani unkulukulu sbusiso nokuhlonipha abazaliinkosi inibusise zingane hi single ukulu mkulu akubusise mfowethu sinhle
Why he has a red cloth in his arm?
What does it symbolizes for?
God give u more keep it up ❤❤❤
🙌🙌🙌🙌🙌🤝🙏🙏ujehova akukhulise🙌🙌🙌🥰🥰🥰🥰🥰
Sihle mfowethu akwande
kuyaphilwa layikhaya
Mfwethu usebenzile syabonga
Kanti why kuthiwa uthwele uSihle Bakithi ngoba kuyacaca nje uKuthi wafunda wagogoda Waze wazikhandla anakho ukusebenzele mmmmmmmmm muhle wafuzumawakhe animyekeni uzisebenzele nje kanzima
INKOSI BABUSISE ANAZALI BAKHO BAKUFUNDISE KAHLE
Siyambongela
Beautiful family ❤
sigqugquzekile kakhulu siyabonga
Syabonga imfundiso
Phakama muntu ontsundu
Masango!!!
Siyakubongela. Baba. Masango
🙏🙏🙏❤❤❤❤
Unkulunkulu amandisele ambusise njalo Sihle nomdeni wakhe❤❤❤
Ndiyabulela ngokubukela indaba ka Sihle usisibonelo nakwabethu abantwana ndiyabulela Mndeni nakuboMakoti umama nentombi yase Goli yawumisa umzi ngobakuthiwa akukho nkosikazi ongayithola e Goli nayo ke eyaseSoweto ❤❤❤❤