Isilo Misuzulu singena esbayeni sesilungela kobhabhadiswa

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 06. 2024

Komentáře • 44

  • @user-wt5qu4ut6s
    @user-wt5qu4ut6s Před měsícem +2

    Kuqopheka umlando ke namhlanje amakhosi akwazulu ayagezwa, uyeeeeeeeeesabeka Nkosi yamakhosi nyazilwezulu 🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @SenzoZulu-hb6vc
    @SenzoZulu-hb6vc Před měsícem +4

    Ongaluboni uNyazi namanje akaphili la South Africa ngempela yaz

  • @Phumlani_Mncube
    @Phumlani_Mncube Před měsícem +7

    😢😢😢 Historical event ngesikhathi sethu......umlando wokuqophwa phansi lona ziphi izazi zilobe😢😢😢

  • @ThabaniMantengu-vh6gi
    @ThabaniMantengu-vh6gi Před měsícem +5

    King Zoso Isilo asilokothwa ngegama laso lakwabo ngoba sinye Isilo KWAZulu uma uthe Isilo SamaZulu usuke usuqedile..kungenjalo ungathi ISILO INDLULAMITHI YAMAKHOSI❤❤

    • @nkululekomkhwanazi8678
      @nkululekomkhwanazi8678 Před měsícem

      Ngikholwa ukuthi ubezama ukucacisa ukuthi ubani kahle hle ,ngane yakwethu. Ngiyamthayizela umfokaNtombela.

    • @ThabaniMantengu-vh6gi
      @ThabaniMantengu-vh6gi Před měsícem +1

      @@nkululekomkhwanazi8678 NKWALI YENKOSI CHA MAYANDA BENGINGAMSOLI NAMI BENGIMBONISA NJENGOMLANDELI WAKHE NOMTHANDI WOMSEBENZ WAKHE Omuhle

    • @Mabasamlilo
      @Mabasamlilo Před měsícem +1

      Ngicela ukubuza Mantengu ukuthi asilokothwa ngegama lakwabo uma ukhuluma naso noma uma ukhuluma ngaso?
      Ngike ngizwe imvama uma kukhulunywa ngamakhosi akwaZulu abizwa ngamagama, njengokuthi kuthi inkosi uShaka, inkosi uDingane,inkosi uMpande, inkosi uCetshwayo, inkosi uDinuzulu, inkosi uSolomon njalonjalo

    • @ThabaniMantengu-vh6gi
      @ThabaniMantengu-vh6gi Před měsícem

      @@Mabasamlilo mf2 muhle umbuzo wakho Inkosi ibizwa ngegama uma ingasekho esihlalwen ukuyehlukanisa namanye amakhosi or usebenzise izibongo zayo njengokuth UMAMONGA WOSUTHU INKOSI UDINIZULU

  • @XongoXongo-mr3nr
    @XongoXongo-mr3nr Před měsícem +6

    Umlando kwa Zulu muhle njalo,siyakhuleka emakhosini ohlanganga. Sibonga Nyazi Lwezulu ,Nkulunkulu!uBhombela uqobo. Akwande!

  • @princesibusiso3648
    @princesibusiso3648 Před měsícem +8

    Siyasikhulekisa bakith isilo ukuthi size singabi esomuntu othile nesonto elithile noma sesinqumile kodwa sibe esabantu bonke

    • @MASKANDIIIIII
      @MASKANDIIIIII Před měsícem +3

      Engani besikhonza eSheshi asikaze nisho lutho sisazoqhubeka nje sibe ngesabantu bonke.

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před měsícem

      Aninyi go makholwa anamuhla. Zolo lokhu iSilo eskhotheme besisonta eSHESHI, akukaze kube nezinkulumo ezinje. Why ke namuhla nize nigxaze amathe nikhuluma kanje

  • @mthethelelipremierleague8704
    @mthethelelipremierleague8704 Před měsícem +8

    isona Silo lesi uShembe uBhombela atshela oMkhulu bethu ngaso....🙌🙌

    • @lwandlembuyazi9446
      @lwandlembuyazi9446 Před měsícem +1

      Wathini konje Qhawe leZulu akewungihlephulele

    • @ayandantombela
      @ayandantombela Před měsícem +2

      Hlephula bo mnewethu! Nami sengicijise amadlebe ngilinde ukulalela.

    • @nkululekomkhwanazi8678
      @nkululekomkhwanazi8678 Před měsícem +1

      Siphakele ngane yakwethu. Ungasincishi ukumaya kwaseZulwini.

  • @mphiwenimpungose6295
    @mphiwenimpungose6295 Před měsícem +4

    lifeziwe idinga inde indlela kaShembe ngiyabonga ukuthi lokhu lwehlele thina ngesikhathi kusaphila thina.

  • @musatsotetsi2443
    @musatsotetsi2443 Před měsícem

    His brother 🙏 uMbuza kuzwakale Ndabezitha uyabika edlozini kuyezwakapa

  • @sakhilesbusiso4362
    @sakhilesbusiso4362 Před měsícem +1

    Syabonga ngokulalelela Zoso sfuna ama update anjena hai izindaba zosinqe semfene,

    • @kingzosotv2965
      @kingzosotv2965  Před měsícem

      Ayikho into engyilalelile qhawe mina ngenza umsebenzi mangabe ubani onfamthandi ngisuke ngahlangani nalokho mina

  • @papas28mjoli
    @papas28mjoli Před měsícem +1

    Eyibakhathele shame abantu

  • @user-oc1hn4ez4g
    @user-oc1hn4ez4g Před měsícem +1

    ❤🎉

  • @zakhonakubheka4865
    @zakhonakubheka4865 Před měsícem +1

    Bayede

  • @supercool117
    @supercool117 Před měsícem +1

    Live please

  • @SleepyBowtieCat-nd5rb
    @SleepyBowtieCat-nd5rb Před měsícem

    This fake king, thina we want King Smakade. This fake king imposed on us, seriously we are in trouble as Zulu ppl. But at least we got ZUMA who's fighting for us, viva Msholozi and MK. Thank U guys for standing up for us✊✊✊🇿🇦💚we will forever be grateful

    • @mthokozisipyxleymsomi8099
      @mthokozisipyxleymsomi8099 Před měsícem +2

      Uyahlanya wena

    • @SleepyBowtieCat-nd5rb
      @SleepyBowtieCat-nd5rb Před měsícem

      @@mthokozisipyxleymsomi8099 ngokwenzani? this fake king was imposed on us by this thug called ramaphosa, he hates Zulu ppl with all his heart. He is pretending only if U are smart U can b able to sport it on him. Unyaope 😁😁

    • @SibonisoSokhela
      @SibonisoSokhela Před měsícem +1

      Zuma will be disappointed with your comment

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před měsícem +3

      Uma uthi "thina" ubala nam yin lapho? 🤷‍♂️ Aybo unganginyeli mina. Angfune simakade nje la

    • @SleepyBowtieCat-nd5rb
      @SleepyBowtieCat-nd5rb Před měsícem

      @@sphamandlantetha1733 2 or more libalelwa eningini. No entire population can able to angry on anything more especially BLK population, we are most divided group. That why we fight for stupid things, that king of yours dislike us as Zulus. Perhaps U are defending him like this, ngoba nibhema naye le nyaope. Thina asincethezi nakancane nhlobo, uma ubheda ubheda nje kwaphela. Uzongenzani?