Shembe: INkosi uThingo (Amathalente neziphiwo-13)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 03. 2016
  • "Phakamisa wena Nkosi, Lokhu KuPhakama"

Komentáře • 90

  • @futurecele290
    @futurecele290 Před 5 lety +50

    2019 uze usikhumbbule nkosi yamakhosi umoya wakho uyezwakala qhawe. Ngsonta eZion kodwa anginankinga nalelibandla coz it's a reflection and image of ubuntu bami, livuselela unembeza wobuntu bami, namhlanje ngfikelwa umoya wokukhumbula amaqhawe asandulela kweliphakade imiphefumulo yeno ize isikhumbbule ❤ love you "manazareth"

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 Před 2 lety +7

    Ngiyabonga Shembe ukuthi nami sengize ngawathola amathalente neziphiwo zami engafunjathiswa wona mhla ngizalwa. Izinsuku eziyisithupha sengisebenzisa izandla zami ukwenza ushintsho ezweni engakhe kulo. Uyingcweeeele!!!

  • @sphamandlasizwe443
    @sphamandlasizwe443 Před 4 lety +9

    Uthingo Lokubathiya, uGagane...
    Nhliziyo yami uze ungangilahli, ungikhumbule Shembe oyingcwele.
    Nkosi baba ngiyakuthanda kepha wena ufihliwe 👏

  • @clintdlamini690
    @clintdlamini690 Před 3 lety +7

    Sayizuza inhlanhla yokubona uShembe ngoba ngabe nathi siphila impilo yokunganaki kodwa emuhle uShembe siwazi umthetho wendlela eya eZulwini! 🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @lindokuhlemadlala9761
    @lindokuhlemadlala9761 Před 2 lety +15

    Oh how I miss the presence of Uthingo Lwenkosazana. My grandmother was an Nazareth until her last day on earth 😭.

    • @gugumazibuko6275
      @gugumazibuko6275 Před 2 lety +1

      Angakubizela nawe khona usaphila uyomkhonzela uma unenhlanhla. Owami umama wenze njalo. Ngiyambonga lapho elele khona ungishiyele ilifa langunaphakade.

  • @watsonmnaphi
    @watsonmnaphi Před 6 měsíci +2

    sandile dlamini uyayikhetha inkosi enkulu yasek phakameni athi ameeeeen.

  • @sindymathaba5840
    @sindymathaba5840 Před 2 lety +4

    Uskhumbule Nkosi yamakhosi umoya wakho uhlale njalo phezu kwethu . Ngikhonza kubasindiswa kodwa ngyabusiseka uma ngizwa izintshumayelo zakho nokuzithoba kwakho nkosi yamakhosi

  • @siphompinga251
    @siphompinga251 Před 8 lety +19

    I love Shembe,nyazilwezulu,thingolwenkosazana nabobonke abantu kwelanga!Bombe la stimela samaMpondo

  • @nhlahlankosi248
    @nhlahlankosi248 Před 3 lety +6

    Usikhumbule Nkosiyamakhosi babawethu kuzozonke izinkinga ezikhona zakulomhlaba nasefeni eziphumile ezingalapheki ukhumbule nasematilongweni bangabakho Nkulunkulu wasemhlabeni nasezulwini nguweba awasuka emazuleini wazoba ngumuntu ebantwini wenzela thina boni ndini...Amen🌷

  • @leimchunu5703
    @leimchunu5703 Před 5 lety +10

    Baba uThingo uze ube nakho konke okubizwa ngegama lami🙏

  • @dumisanizungu126
    @dumisanizungu126 Před 6 lety +12

    Angikhonzi kuleli sonto but i like this song. Ehigh school bengfunda kuyo bekuculwa wonke amaculo azo zonke iynkonzo

  • @Okuhle284
    @Okuhle284 Před 6 lety +16

    ukuphila komuntu omnyama kukuleli bandla nemfundiso yalo...Olwethu uNyazi Amen

  • @alwandethuba2606
    @alwandethuba2606 Před rokem +3

    Mmh yamnandi lengoma.

  • @preshmtambo6685
    @preshmtambo6685 Před 2 lety +10

    My father's favorite song, may his soul rest in peace 😢 23.11.2021

  • @afriworia5020
    @afriworia5020 Před 9 měsíci +3

    Nkosi Thingo wasn't just singing but also exercising righteousness, such a wonderful soul winning spirit

  • @sakhilemhlongo2110
    @sakhilemhlongo2110 Před 4 lety +6

    Uze ungikhumbule baba uNyazi lwezulu...
    Ngamukelele izibusiso ezivela kuwe amen🙏

  • @sakhilemthethwa3802
    @sakhilemthethwa3802 Před 7 lety +13

    Baba, Thingo LweNkosazana. Ngiyokujabulela ukuhamba emhlabeni ngiphinde ngizwe lelozwi.

  • @manyatsisibusiso5403
    @manyatsisibusiso5403 Před 2 měsíci

    I'm not Shembe but lve cried listening to this song remembering where lm from kulomhlaba

  • @sbongilekhanyile6392
    @sbongilekhanyile6392 Před 4 měsíci

    Amen amen amen uze usikhumbule nkosi nyami

  • @khululekilemayisela2638
    @khululekilemayisela2638 Před 3 lety +2

    Maye nkosi yami angathi ngisezulwini❤️❤️❤️❤️❤️

  • @mi_gosta9938
    @mi_gosta9938 Před 2 lety +3

    love Frome Morocco 🇲🇦

  • @zanelemgobozi6365
    @zanelemgobozi6365 Před rokem +1

    Ngiyabusiseka njalo ngalomhlabelelo, Baba Siyabonga asiphezi ,ndlela nhle

  • @mogalelegae8526
    @mogalelegae8526 Před 2 lety +1

    Siyabonga THINGO LOKUBATHIYA LWAMAKHOSAZANE, ohlezi usezinhliziweni zethu

  • @scelodlamini4831
    @scelodlamini4831 Před 5 lety +14

    Isihlabelelo engisithanda kunazo zonke

  • @khayamfayels5270
    @khayamfayels5270 Před 7 lety +12

    uNkulunkulu uShembe lapha emhlabeni nasezulwini uShembe uNyazilwezulu

  • @manqobamdau-nkumane9626
    @manqobamdau-nkumane9626 Před 3 lety +4

    Listening to this in 2020. Yaze yangibusisa nayi ingoma❤️🥺

  • @salabemkhulumanzuza7542
    @salabemkhulumanzuza7542 Před 4 lety +3

    Ngyayikhetha inkosi enkulu yasebuhleni unyazi lwezulu amen

  • @mphathishangase3958
    @mphathishangase3958 Před 4 lety +3

    Lento yaseNazaretha ivela eZulwini, ingeka Jehova iNkosi ephilayo. Ukunxanela komoya kaJehova kusifune kusithole.

  • @khululekilemayisela2638
    @khululekilemayisela2638 Před 3 lety +2

    Shembe ndodana kamayekisA ngihawukele Mina Soni sakho

  • @siphokuhlesomandla2834
    @siphokuhlesomandla2834 Před 5 lety +5

    Uze ungikhumbule Nkosi

  • @khululekilemayisela2638
    @khululekilemayisela2638 Před 3 lety +1

    Nkosi baba ngiyakuthanda kepha wena ufihliwe awubonakali kimi noma Mina ngifisayo❤️❤️❤️🙏🙏🙏

  • @asandamabutho435
    @asandamabutho435 Před 2 lety +2

    Zasho madoda ezika Mqaliwendlela❤

  • @bongekilecele3882
    @bongekilecele3882 Před 2 lety +1

    Usikhumbule Gagane lokubathiya 🙏

  • @siyabongandawo787yamela3
    @siyabongandawo787yamela3 Před 7 lety +11

    yaze yayinhle into yasezulwini
    ngiyakubona zizwe nonke

  • @lungalomzizondo9983
    @lungalomzizondo9983 Před 3 lety +1

    🙌🙌🙌😭😭. Ngiyakuthanda, Thingo lwenkosazana

  • @KwaneleKhalishwayo-rz9pz

    Waze wahlabelela kamnandi nkulunkulu UThingo ❤❤Amen uyincwele Nkosi

  • @vikahmfeka
    @vikahmfeka Před měsícem

    Ameeeeeen!!🙏🙏🙏

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 7 lety +6

    SASIYOBA YINI NKOSI NGAPHANDLE KWAKHO KUHLABELELA BANI PHO OPHELELE UMUNTU WASEZULWINI

  • @sifisophahla9713
    @sifisophahla9713 Před 3 lety +1

    Ngingowakho nkosi lokhu kuhlabelela kwasezulwini kubuyis themba Kimi ukuthi awusose wangifulathela

  • @nompilomtshali4573
    @nompilomtshali4573 Před 7 lety +5

    uguqabadele umikaeli awuuuh nkosi jehova

  • @nokukhanyamofokeng1291
    @nokukhanyamofokeng1291 Před 2 lety +1

    Ungikhumbule nkosi ,lapho usubakhumbula abantwa bakho

  • @bhekibhengu337
    @bhekibhengu337 Před 5 lety +2

    Amen uyingcwele ukhumbule nkosi

  • @ndumisopraisewellsibisi9775

    5pm Train to either Springs, Daveyton, PTA or Tembisa... platform 6. Ubuzohlangabezana nalomculo.. futhike leliculo ngalithanda khona lapho. Angikhonzi kulelibandla kodwa lena yona ingoma ijulile futhi itakhuluma... ayipheli nyanga ngayilalelanga

  • @nkosiyazimpofana7196
    @nkosiyazimpofana7196 Před 24 dny

    I like this song though I belong not to Nazareth ❤

  • @sifisosibiya135
    @sifisosibiya135 Před 5 lety +4

    Nkosi yami uThingo,maye Shembe wethu.

    • @makhosizwane5587
      @makhosizwane5587 Před 2 lety

      Baba nkosi yamakhosi uze.ungikhumbhule kanye nabantabami angiyilutho mina ngaphandle kwakho

  • @sindisiwehappinessmqwebu9472

    Ngikhonza kuyo lenkonzo ngiqale 2018 u Nyazi Lu Nkulunkulu kubantu bonke

  • @lungelosishi2926
    @lungelosishi2926 Před 2 lety +4

    I love this song

  • @SipheleleShandu-vj3nv
    @SipheleleShandu-vj3nv Před 9 měsíci

    NYAZI LWEZULU UZUBENAMI😢😢😢

  • @hlengiwemasondo2858
    @hlengiwemasondo2858 Před 3 lety +1

    Inkonzo yenhlonipho, angisakhonzi kepha nginenhlonipho enkulu ngalenkonzo

  • @mzuveleimbongiyebhayibheli7570

    Ammeeeeeeennnnn 🙏🙏🙏

  • @phakamashembe6281
    @phakamashembe6281 Před 6 lety +4

    Nkosiyezulu No Mhlaba 🙏🙏

  • @rosekhanye3985
    @rosekhanye3985 Před rokem +1

    Aaaaamen

  • @gwabstriple7zungu-zn529
    @gwabstriple7zungu-zn529 Před 8 lety +7

    Amen

  • @velokuhlemkhwanazi
    @velokuhlemkhwanazi Před 2 měsíci

    🙏🏼🙏🏼🙏🏼❤️

  • @BonisileMakhosiMajola-os6ym

    Amennnnnnnnn nnnn❤❤

  • @salabemkhulumanzuza7542
    @salabemkhulumanzuza7542 Před 5 lety +2

    Injalo indaaaaaaba mdali wethu ocingwa I zimpumputhe

  • @bhekimdlalose5547
    @bhekimdlalose5547 Před 3 lety +1

    I nkosi ibusise

  • @nkosisibiya9245
    @nkosisibiya9245 Před 2 lety +1

    🌈Uthingo

  • @masilivadlamini6096
    @masilivadlamini6096 Před 8 měsíci

    ❤❤❤

  • @patuniathabie706
    @patuniathabie706 Před 5 lety +3

    syangibusisa lesihlabelelo

  • @nhlahlankosi248
    @nhlahlankosi248 Před 3 lety +1

    Nkosi babawethu

  • @nqubekophewa2295
    @nqubekophewa2295 Před 5 lety +2

    Ave singibusisa lesisihlabelelo nkosiyam

  • @user-jm2sp3rw9w
    @user-jm2sp3rw9w Před 8 měsíci

    🙏🏾🙏🏾🙏🏾😭😭😭

  • @thembamazibuko493
    @thembamazibuko493 Před 3 lety

    Uzize ungikhumbule Nkosi uThingo lweNkosazane lungimgamele nomndeni wami

  • @zuziwensikelelonyawose1278

    🙇🏿‍♀️❤

  • @mbaliyezwe
    @mbaliyezwe Před 9 měsíci

    😢❤

  • @andilecheetah2194
    @andilecheetah2194 Před 2 lety +2

    ❤️❤️🔥🔥🙏

  • @MthokozisiKhumalo-xi6tg

    Amen 💯🚇🌞🌕🌈⛈️👼🏽♀️🛐💯💓🥲

  • @nombulelonongxa7140
    @nombulelonongxa7140 Před 5 lety +3

    Got exposed kusesihlabelelo estimeleni ngo 2017 zangisasikhohlwa🙌

    • @janephumla5514
      @janephumla5514 Před 4 lety +1

      Wow

    • @sipholukhozi9791
      @sipholukhozi9791 Před 4 lety +1

      Siyafana... Mina ngangifunda eWits ngihlala eSoweto Ngangivele ngingene kwi coach yamaNazaretha, livele libuye lonke ithemba.

    • @nombulelonongxa7140
      @nombulelonongxa7140 Před 4 lety

      Sipho mina ngangise UJ ngenza ama practicals e Tambo Memorial hospital so was traveling from Res to Boksburg ngangizifuna la kukhona bona... ngiwumWeseli njalo.

    • @phumlanidludla9633
      @phumlanidludla9633 Před 4 lety +1

      Shembe anikhumbule bafowethu unenhlahla umuntu ongakhohlwa okwasezulwin

  • @sgubhutvchannel7034
    @sgubhutvchannel7034 Před 4 lety

    Mmmmm

  • @snenkosi7298
    @snenkosi7298 Před 9 měsíci

    😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢

  • @jabulanisigubudu9551
    @jabulanisigubudu9551 Před 5 lety +1

    Makusetshenziswe ngokwenkosi not ngokwethu .👂

  • @clintdlamini690
    @clintdlamini690 Před 3 lety +4

    Sayizuza inhlanhla yokubona uShembe ngoba ngabe nathi siphila impilo yokunganaki kodwa emuhle uShembe siyawazi umthetho wendlela eya eZulwini! 🙏🏼🙏🏼🙏🏼

  • @siphompinga251
    @siphompinga251 Před 8 lety +3

    I love Shembe,nyazilwezulu,thingolwenkosazana nabobonke abantu kwelanga!Bombe la stimela samaMpondo

  • @user-jm2sp3rw9w
    @user-jm2sp3rw9w Před 8 měsíci

    🙏🏾🙏🏾🙏🏾😭😭😭

  • @skholiwengobese1036
    @skholiwengobese1036 Před 2 lety

    Amen

  • @user-jm2sp3rw9w
    @user-jm2sp3rw9w Před 8 měsíci

    🙏🏾🙏🏾🙏🏾😭😭😭