INkulumo yeSilo uMisuZulu eKhenana!!!

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 14. 01. 2022
  • King MisuZulu visiting Shembe UNyazilwezulu at Khenana.
    Shembe eBuhleni

Komentáře • 97

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 Před 2 lety +20

    Baniphika benazi Bayede🙌. Kanti abantu bayobona nini ukuthi UNyazi unkulunkulu wethu. Agisonti kodwa ngelinye ilanga ngiyeza🙏

  • @phindilemthethwa9162
    @phindilemthethwa9162 Před 2 lety +27

    Kwaze kwamnandi ukuba nguMzulu sino Nyazi lweZulu sine Silo samaZulu 🙌🙌 siysizwe esibusisekile akekho oyofana nathi 🙌

  • @mpindakunene2103
    @mpindakunene2103 Před 2 lety +13

    SEKUPHELELE MANJE MASEKUFIKE WENA BAYEDE LUPHELELE UNYAZI NGYNITHANDA KAKHULU BABUNYAZI NESILO NIBAKHULU ❤ 😍 💖

  • @ericmkhwanazi7974
    @ericmkhwanazi7974 Před rokem +3

    Ewu madoda. Isizotha nje nenhlonipho. eSilweni sethu. Uma esehleka khona. Siyathokoza, uyasibusisa Bayede!!!

  • @jabulilemabaso4749
    @jabulilemabaso4749 Před 2 lety +13

    Lento ihlelwe emazulwini, sinoNkulunkulu wethu uNyazilwezulu, sinesilo sethu uking Misuzulu. Syabonga ukuhlangana kwabo sinethemba isizwe sikazulu sisendleleni okuyiyona yona. 💯❤👌🙌🙌🙏

  • @SANZA247
    @SANZA247 Před 2 lety +11

    "Basi phike besazi" wena we'ndlovu Zulu elphezulu🙌🏾

  • @mthobisinkomo7658
    @mthobisinkomo7658 Před 2 lety +12

    Inkosi yethu madoda iSilo sethu Amen

  • @somnandizwidetv
    @somnandizwidetv Před 2 lety +11

    Aw kodwa ey akubuzwa inkosi ke le, bayede hlanga lomhlabathi, khangelamankengane, basiphika Besazi 😆 🤣 😂 bayede

  • @ubuhlebethongotv5347
    @ubuhlebethongotv5347 Před 2 lety +18

    Isilo engasibona esibonakalisweni 🙏🙏🙏

  • @mhlongokakhumalo6910
    @mhlongokakhumalo6910 Před 2 lety +2

    Bayede👏👏👏👏nkosi Misa uzulu

  • @njabulondlovu8832
    @njabulondlovu8832 Před 2 lety +13

    Bayede kwamnandi ukubona isilo sethu siyinto eyodwa nathi

  • @msawakhemhlonipheni6750
    @msawakhemhlonipheni6750 Před 2 lety +3

    Impumputhe kuphela engaboni ukuthi lelibandla lase Buhleni lino Nkulunkulu

  • @sandiledlamini3539
    @sandiledlamini3539 Před 2 lety +10

    Bayede...Hlanga LoMhlabathi
    It's so impressive to see His Majesty coming to grips with his position.
    We will continue praying for you and your Nation.
    Please stay humbled n keep God First in your life.....May the Lord help you forgive those who are trespassing
    Tons of Love ❤ ❤

  • @mzwemalizungu9218
    @mzwemalizungu9218 Před 2 lety +8

    Mmmm Ngonyama yesizwe uNkulunkulu abe nawe

  • @zakithimiya4118
    @zakithimiya4118 Před 2 lety +2

    Ndlovu enamandla bhubesi elibhonge kwaKhangelamankengane kwaxega amabhulukwe emadodeni.Hlanga lomhlabathi💯

  • @mathiesenntuli7226
    @mathiesenntuli7226 Před 2 lety +8

    Bayeeeeeedeeeee wena weNdlovu🙌🙌🙌🙌🙏

  • @thulanibukhosini3560
    @thulanibukhosini3560 Před 2 lety +8

    Wena weNdlovu ...Bayede!!!🙌🙌

  • @bhekimtolo4029
    @bhekimtolo4029 Před 2 lety +15

    Bayede wena weNdlovu...Ndabezitha, Nkosi yamaZulu.

  • @xolanimngomezulu4296
    @xolanimngomezulu4296 Před 2 lety +8

    Unkulunkulu Unyazi lwezulu

  • @ayandantombela509
    @ayandantombela509 Před 2 lety +3

    Ngabe kwakushiwo lesi sikhathi uma kuthiwa mdedele angene uZulu, sizani maNazareth, nisihumushele.

  • @bhekumuzimdletshe6515
    @bhekumuzimdletshe6515 Před 2 lety +3

    Bayedee hlanga lomhlabathi , safikelwa zinyembezi iSilo masikhuluma ngabazali 😢

    • @samkelisiwecarolmlambo8231
      @samkelisiwecarolmlambo8231 Před 2 lety +1

      😥kufanele Bhuti.. especially i Queen ubethembele kuyona..and bamushiye nenkulu inkinga..but okumnandi bazomvikela😍

  • @thabansangweni314
    @thabansangweni314 Před 2 lety +7

    BAYEDE WENA WENDLOVO
    👐👐👐

  • @sybongawiseman7565
    @sybongawiseman7565 Před 2 lety +7

    Ndabezitha.....Bayedeeee🙏🙏🙏

  • @thulisilendzimande5687
    @thulisilendzimande5687 Před 2 lety +11

    Ndlondl"enophaphe ekhanda...!!!

  • @blackkonnexion
    @blackkonnexion Před 2 lety +13

    Siyabonga Nguye Onguye,siyabonga Menzi wezinto zonke,siyabonga Nkosi yamaKhosi Nyazilwezulu ngokusi lethela iSilo phezu kwe Ntaba yoMhlangano🙏🏿.
    What a momentum,historical and phenomenal time 2be Alive!!! 💪🏿💪🏿💪🏿 to be part of Heavenly historicity on earth 🌎 .

    • @snayenothando924
      @snayenothando924 Před 2 lety

      Habe!!uyenyukela,usewuNginguye onginguye cha usengijehova sebawoti uqobo,kanti bengizitshela ukuthi ungumfowabo,mm!!

  • @nzwakelekadube5207
    @nzwakelekadube5207 Před 2 lety +7

    BaYeeeeedeee🙏🙏 Wena weNdlovu🙌🙌

  • @tholyndlovu9912
    @tholyndlovu9912 Před 2 lety +6

    Amen, Bayede! Wena Wendlovu!

  • @thobanindlovu3393
    @thobanindlovu3393 Před 2 lety +4

    Mdedele ANGENE THINA SIYINZALO ka DINGANA no SENZANGAKHONA, Kwakuhle okwethi, FACT UNYAZI ROCKS. Kwaaaaaaa zajabhi Nqapheli, bayoyisolake omhlezi eyisola. Siyabonga Menzi weZulu noMhlaba ukudonsa iSilo sethu nge BOPHO zoTHANDO lwase ZULWINI.

  • @sibusisogama4198
    @sibusisogama4198 Před 2 lety +2

    Qina Silo Samabandla MisuZulu kaZwelithini, Qina wena ohlanganisa umZulu nomSwati, Qina Hlanga LoMhlabathi Qina belwa nawe kodwa amanga awakaze amboza I Qiniso Nkosi Yami

  • @zinhlebuthelezi6471
    @zinhlebuthelezi6471 Před 2 lety +3

    'Basiphika Besazi'.... izibongo ... powerful speech Ngangezwe!!!!!!!!!!

  • @annahkhechane5239
    @annahkhechane5239 Před 2 lety +4

    Humble King of Zululand indeed, Bayede, i respect Zulu culture

  • @sifundesihlesiyethemba160

    Silo samabandla onke🙏🙏🙏👏

  • @khayaliwa2178
    @khayaliwa2178 Před 2 lety +3

    He's a Real King kaZulu
    Ndiyakwamnkela Kumnkani
    Bayede wena weNdlovu❤#XhosaLove

  • @bonganimlambo7209
    @bonganimlambo7209 Před 2 lety +7

    Bayede wena wendlovu

  • @sibusisomathabela5591
    @sibusisomathabela5591 Před 2 lety +4

    Bayede! Wena weNdlovu!

  • @mzilangwenkosi3533
    @mzilangwenkosi3533 Před 2 lety +4

    Siyabonga Nkosi yamaKhosi Bayede wena weNdlovu

  • @thembenijoyce7555
    @thembenijoyce7555 Před 2 lety +2

    Unyazi selugoqile umhlaba ohlezi angazi ulindeni izwe libhubha nje. Sala wemsawusele, zonkizizwe ziyokumbona siyabonga Hlangalomhlabathi ngenkulumo emfushane emnandi

  • @martinlunganilembede6367
    @martinlunganilembede6367 Před 2 lety +3

    Wena wendlovu, ngiyabonga baba

  • @siyabongamxolisi3476
    @siyabongamxolisi3476 Před 2 lety +19

    uSHEMBE uNKULUNKULU

    • @siphesihlemchunu5979
      @siphesihlemchunu5979 Před 2 lety +6

      Ngyathanda ngoba inina eniphendula kuqala okuyizinkomba zokuth niyabubona ubungcwele kuShembe kube okuthi izinhliziyo zenu azikavumi. UShembe uNkulunkulu 🙌😊🙏🙌😁👍😜 uyathanda awuthandi

    • @mthobisinkomo7658
      @mthobisinkomo7658 Před 2 lety +1

      @@bonganisibisi6718 mfokaSbisi unomona

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před 2 lety

      @@vusimngomezulu2500 namanje wena usabhizi nakane noShembe ongakunakile. Mxm wwna stru awphili ekhanda , hawu

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 Před 2 lety

      @@vusimngomezulu2500 okwakho okwezandla mfowakithi ukube okwezinyawo ngabe kuyahamba.

    • @zthonkomo1453
      @zthonkomo1453 Před 2 lety

      @@sphamandlantetha1733 ukuba umphostoli kuyamsanganisa lomfo.

  • @senzodlamini4230
    @senzodlamini4230 Před 2 lety +4

    Ndabezitha, siyathokoza kakhulu wena weNkunzi ekhandalubanzi, kaBhusha obukhali. Kuyibhadi ukuthi bakhona abaphambana nalezihlalo ezimiswe phambikwethu emhlabeni ukuthi sizikhothamele. Asibambeleleni bafwethu, yiyona indlela lena yokugcina esonqoba ngayo, uNyazi LweZulu kanye neNkosi yohlanga iSilo esiphahlwe amalanga amabili. Nina bakaMqwalajuba
    noNhlamvana Bhula mlilo, Bayede!!!

  • @muzincube8833
    @muzincube8833 Před 2 lety +1

    Wena weNdlovu Hlangalomhlabathi

  • @majahashabalala9337
    @majahashabalala9337 Před 2 lety +7

    Hallelujah 🙌🙌🙌🙏🙏

  • @hlongwanehlongwane4950
    @hlongwanehlongwane4950 Před 2 lety +3

    Bayede silo esikhulu🙌🤝

  • @mandisamdletshe999
    @mandisamdletshe999 Před 2 lety +4

    Wena we Ndlovu

  • @nellie2mkhize608
    @nellie2mkhize608 Před 2 lety +3

    Bayede!!! Wena weNdlovu🙌🏾❤🙌🏾

  • @mlulekinjapha
    @mlulekinjapha Před 2 lety +3

    Bayede, siyayithanda iNkosi yethu

  • @tandogund230
    @tandogund230 Před 2 lety +4

    Awu madoda yenziwa njani into enje kuphelele inhliziyo yami imhlophe qwaaa ngabo nje unyazilwezulu nomisuzulu

  • @Zulumastermind
    @Zulumastermind Před 2 lety +3

    phakathi eKhenana, sesilindele uju nobisi; Bayede Hlanga lomhlabathi!

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 Před 2 lety +2

    Wena kaMdlokombane🙌

  • @bonganisibiya6608
    @bonganisibiya6608 Před 2 lety +2

    Bayede wena wendlovu nguye lona okhethiweyo sihamba nawe silo samabandla bayede

  • @siyabongamthembu8811
    @siyabongamthembu8811 Před 2 lety +8

    Bayede

  • @muziwisemangumede45
    @muziwisemangumede45 Před 2 lety +1

    Bayede uyinkosi sibonga ukujwayela ngokushesha ulwimi lwakho kwebele

  • @bongmusabongz9502
    @bongmusabongz9502 Před 2 lety +6

    Bayede yakhulum ndoda yamadoda

  • @phelisastuurman3041
    @phelisastuurman3041 Před 2 lety +1

    Bayede 🙌🙌❤

  • @andilejende8461
    @andilejende8461 Před 2 lety +1

    Ey cishe ngakhohlwa unyazi lwezulu isithunywa sikankulunkulu esimkhomkhonzayo

  • @mduduzisyabonga5122
    @mduduzisyabonga5122 Před 2 lety +3

    Bayeeeede wena ndlomvu

  • @zakhelenhleko2695
    @zakhelenhleko2695 Před 2 lety +3

    Ndabezitha

  • @melusilindokuhle7239
    @melusilindokuhle7239 Před 2 lety +2

    Bayede wena we NDLOVU

  • @mthobisizwane5563
    @mthobisizwane5563 Před 2 lety +4

    Bayede wena Ndlovu ubani ongangixoxela ukuthi mangaki amakhosi abe sabatha eNtabeni iNhlangakazi ngoba ngapha eKhanana bekukhono uBayede namakhosi angaphezulu kuka 100 kanti uNkululeko Mthethwa wayethi asilandele upopayi kodwa usekhona ubani oke wamubona ecikoza kwabendaba

  • @lesedimakhoba3807
    @lesedimakhoba3807 Před 2 lety +1

    Wena WeNdlovu

  • @nduduzomtshali1714
    @nduduzomtshali1714 Před 2 lety +3

    wen we SiLo 🌍

  • @peterlebiya8616
    @peterlebiya8616 Před 2 lety +3

    Bayede wena weNdlovu🙏🙏

  • @lunganinoah2959
    @lunganinoah2959 Před 2 lety +2

    Bayede wena weNdlovu.

  • @melusizitha5960
    @melusizitha5960 Před 2 lety +3

    Ungowethu

  • @nkosinathimkhize7294
    @nkosinathimkhize7294 Před 2 lety +2

    Bayede🙌

  • @monica8keypadsp769
    @monica8keypadsp769 Před 2 lety +3

    Bayede!!!!!!😍😍😍

  • @Nenenation
    @Nenenation Před 2 lety +3

    Madlokovu sabela uyabizwa

  • @ubukaonline9733
    @ubukaonline9733 Před 2 lety +3

    Inkosi yakithi OBUKa nayo beyikhona.

    • @lunganinoah2959
      @lunganinoah2959 Před 2 lety +1

      Intelligent one. MAY God protect him too (Biyela)

  • @simlikukubalo6032
    @simlikukubalo6032 Před 2 lety +2

    Yiyo le inkosi siyakhothama bayede

  • @asandapretty4755
    @asandapretty4755 Před 2 lety +7

    ❤🙌🙏

  • @andilejende8461
    @andilejende8461 Před 2 lety +1

    Sahleka isilo 😀bayede ngonyama yamazulu

  • @sibusisotonight6217
    @sibusisotonight6217 Před 2 lety +6

    bayede

  • @skhokhodladlavic9624
    @skhokhodladlavic9624 Před 2 lety +2

    🙏🙏🙏 Bayede

  • @nduduzomchunu277
    @nduduzomchunu277 Před 2 lety +2

    Bayeede

  • @thandisithole5928
    @thandisithole5928 Před 2 lety +2

    Wena wendlovu bayede!!!

  • @nokuphilagama2503
    @nokuphilagama2503 Před 2 lety +3

    Ameeeeen! I njalo nje indabaaaa fut abiding kutolikwa" basilica besazi"