Video není dostupné.
Omlouváme se.

HOW SONTO HLABISA GOT ARRESTED| WRONGFUL ARREST

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 9. 05. 2023
  • How Sonto Hlabisa got arrested, wrongful arrest.
    #podcast
    #storytime

Komentáře • 209

  • @nathimtshali4342
    @nathimtshali4342 Před rokem +5

    Kant ababoshwa ngan iNyanga kanye noMama owayedayisa ngeyngane zayo enyangeni😢😢😢 ei futhi Nkulunkulu wami.
    Inyanga iyazi yayibenzan labafaz bayo, Ngoba lezinyanga

  • @Bhiza-k7f
    @Bhiza-k7f Před rokem +5

    Ayi cha unawo ama smarties, uma Nxumalo. Nokuziphatha akukho ungathi ugula ngekhanda

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před rokem +6

    Yhoo ayi inkinga lee yomthetho wakuleli ayikhona 😮😮😮 ingane idlwenguliwe yabulawa kuyashiwo ukuthi ibisele nomlisa ubopha unina kodwa ayikhona

  • @iyolalaibonene1196
    @iyolalaibonene1196 Před rokem +9

    Kahle kahle la esouth African siphila ngenkosi nje kuphela umthetho awukho nhlobo futhi nezinkantolo azinamsebenzi walutho hlezi kuzoboshwa abantu abangenzanga lutho 😢

  • @yoliswabuthelezi
    @yoliswabuthelezi Před rokem +3

    Baze bangabikho ubulungiswa la ingane wayizala inemivimbo wayezishaya Yini ingane idlwenguliwe ishiywe nowesilisa unina wabe eseyidlungula phambi kokuyikinya ? Yoooh hamba mhlaba esiphila kuwo Wow!!

  • @thickFruitJuice
    @thickFruitJuice Před rokem +4

    Luningi usizi olubhekene nabantu basemakhaya abahluphekayo...

  • @msengeshendibulelempondoma8659

    if government can give you a opportunity to go through all SA schools and universities teaching about your stories i believe everyone can change ndise northwest university mna i learned a lot to you ta Menzisto.

    • @zosibiya1398
      @zosibiya1398 Před rokem

      My thoughts exactly or dramatization on TV channels

  • @gugudlamini9119
    @gugudlamini9119 Před rokem +2

    Mr Cebekhulu you are a very good story teller. Uyawushaya umsebenzi wakho sohlezi siku support. Siyabonga kakhulu Baba.

  • @skhumbuzomali
    @skhumbuzomali Před rokem +6

    Kwezi ncwadi uzibhalayo bra yam zinemfundiso kwa in life generally, keep it up to empowered the nation!!!

  • @SimphiweMhlongo-sl4mh
    @SimphiweMhlongo-sl4mh Před rokem +1

    Eish maye seswele tibongo ku Transformation live, besingazi kanjani ukuthi kukhona amadoda akhohlakele kangaka. Nawo lama social worker akawazi nje umsebenzi wawo,eyi sekuthi nje most of this things are spiritual and its a pity that our people overlook the fact that as physical as we are but life is spiritual. The devil can seek the downfall of 1 person with a gift from God and use anyone to make that happen. To sister Sonto,I am confident that her destiny is so bright if she can do an introspection of her purpose in life,kona siyathanda kukhuthazana kodwa iciniso kuthi life without Jesus is meaningless

  • @silvertemba4806
    @silvertemba4806 Před rokem +3

    SAPS can be very stupid sometimes hey😢

  • @elizabethmahlangu4680
    @elizabethmahlangu4680 Před rokem +1

    Sonto need to Sue the state and open the case for her boyfriend

  • @thandekamthiyane7694
    @thandekamthiyane7694 Před rokem +5

    2011 Sonto was 14 because she was born in 1997. WTF 👀👀👀 abanye omama

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 Před rokem +10

    Sad story indeed😢😢

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Před rokem +4

    Lindakamkhonto Mkhonto siyabonga msebenzi omuhle ngokomthetho ifunek kuma bona kude u deserve ur own show coz u saving lives

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Ungasabi mfowami sizoyincenga khona lana ize ifike ezingeni elifanele, we don't need TV we will reach a lot of people it's only a matter of time, danki Qhawe🙏

  • @shebs2207
    @shebs2207 Před rokem +9

    You are the best story teller can you please do subtitles please your stories are very educational it may help the whole africa .we all learn from our mistakes or from other's mistakes . Sending love

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před rokem +4

    Zaze zahlukumezeka iingane 💔🥺

  • @zukontshinka7489
    @zukontshinka7489 Před rokem +5

    😂😂😂😂😂"umama waloluquqaba"😂😂😂😅.....thatha mageba😂😂....eish iyahlekisa le language😂

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +2

    Hhayi Nongalo uManxumalo naye ngiyamsola wayevele endise nje ingane zincane.

  • @jabulanipetros
    @jabulanipetros Před rokem

    Baba siyabonga ngomsebenzi wakho uqhubeke ngawo God bless you

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +2

    13:27 mortuary yazibhekela imali nje yakhohlwa post mortem,kwakufanele abizwe ekuqaleni amaphoyisa.

  • @eliasmaponya7063
    @eliasmaponya7063 Před rokem +4

    Thank you so much for information even though we are feeling very painful 😭😭😭😭 Limpopo love you so much, you are the best

  • @mondlimphilisi5412
    @mondlimphilisi5412 Před rokem +2

    Kodwa ke nomaNxumalo unesandla sikuyeke nje okwamaphoyisa nokungawenzi umsebenzi ngoba vele awawenzi ingane zisiwaphi enyangeni zincane hayi abantu bakithi

  • @ntutuzelodaniso4531
    @ntutuzelodaniso4531 Před rokem +2

    kunzima buti maan sad story😪💔

  • @sbongisenindwandwe
    @sbongisenindwandwe Před rokem +3

    9:07 Nyangani yona le ethandana nengane ezincane zesikole 🥺

  • @user-iw2fh3wz3r
    @user-iw2fh3wz3r Před rokem

    Mc Menzisto siyabonga yazi ngiwakhona impela eGwegwede bengalazi loludaba olunesihluku esingaka kosisi bethu esikhule nabo. Kubi kakhulu lento eyenzeka kuSonto uNkulunkulu ngathi engaba naye kugcine kube khona ubulungiswa uboshwe lomgulukudu ngob usazoqhubeka ahlukumeze ingane ezincane, Siyabonga Mfoka Cebekhulu

  • @charlessukati4866
    @charlessukati4866 Před rokem +1

    Awu! Kwaba buhlungu kakhulu ke loko. So disgusting and sickening

  • @lulamaphooko3030
    @lulamaphooko3030 Před rokem +1

    Kazekwabuhlungu bt God will make a way obulala nge nkemba uzofangayo

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 3 měsíci

    Ayyyy waye qoma boooo u Girl ezala futhi heeeeeeniiiiiiiiii 🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️🙆🏾‍♀️

  • @Jonhywalkerchonco590
    @Jonhywalkerchonco590 Před rokem +4

    Waiting for it... Eyi indaba zakho mfoka Cebekhulu ziyakha kakhulu siyabongaa bhuti

  • @gcinamthethwa1520
    @gcinamthethwa1520 Před rokem +1

    She must sue the state!!!

  • @xoliswahlongwane353
    @xoliswahlongwane353 Před rokem

    Kwaze kwabuhlungu okwenzakalayo ngiyafisa uqhubeke njalo bhuti aphume noSonto ejele ukuthi asinawo namaphoyisa nje SA😢

  • @siphesihlengcobo2695
    @siphesihlengcobo2695 Před rokem +3

    😂😂cha uMaNxumalo uphethe enye into

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před rokem +3

    Shesha Mr Cebekhulu we can't wait any longer manje sifuna kuzwa uJu le story shesha bhuti 😂😂😂😂👂

  • @mmeme5861
    @mmeme5861 Před rokem +1

    Mhlekazi ....ndikuthanda kakhulu...inkinga abantu endimane ndibaxoxela ngawe bafuna iisubtitles....please mfowethu ...your stories are worth being heard....you such a good narrator...

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Před rokem +1

    like n comments before i watch

  • @sabelozungu3912
    @sabelozungu3912 Před 3 měsíci

    What I learned from this story is that:
    1. Sonto’s sister was probably raped by inyanga (statutory rape) and physically abused.
    2. Sonto’s sister probably died from the impacts of the physical abuse inflicted by inyanga.
    3. Sonto was also raped at 13 years (statutory rape) by inyanga, and physically abused by inyanga.
    4. Sonto’s 1st baby probably died from the physical abuse inflicted by inyanga on Sonto while she was pregnant.
    5. Then later Sonto’s boyfriend raped and killed her child.
    Sonto has been through a lot of trauma from a very young age, physically, mentally and sexually. And the person who got arrested at the end is Sonto.
    Ngiwethulela isigqoko umthetho wase South Africa.

  • @mamsiemakubo2770
    @mamsiemakubo2770 Před rokem +1

    Eish sad story 😢 💔

  • @sphiweemmanuel3254
    @sphiweemmanuel3254 Před rokem

    Yazi makuthiwa ibhadi likuwe kusuke kushiwo lokhu ,leyokudlengulwa komtwana kuthiwani ngayo , kwampilo yabo oSonto inzima ngisho bekhula nje.

  • @DManors102
    @DManors102 Před 4 měsíci

    Yabonake ukube wabulawa uNdukwenhle kunokuthi aboshwe ngabe benziwa ubulungiswa, buka manje ijustice system yase SA yamdedela ukuthi ngobani only God knows.

  • @SiphamandlaSoke-ih8pl
    @SiphamandlaSoke-ih8pl Před rokem +3

    Aaii kodwa lomama ismilo sasingekho sdalo uhambezala yonkindawo le

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před rokem +2

    I'm so bored yazi yesterday I thought I'm gonna be the 1st one on your show I was wrong load shading took place 😡😡😡 I can't sleep without TL but I'm glade I managed I'm happy now😊❤️ keep on Mr Cebekhulu we really need you as South Africans 🔥

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +2

      Sjava ngiyabonga ngokujabula kwakho nkunzi, ngicela uhlale uqaphile because monday kunestori senyanga yase Manguzi esinzima esizayo.

    • @sjavakhamuver7706
      @sjavakhamuver7706 Před rokem +1

      @@TransformationLive1 thanks nge update I might have no money but support nginayo 💯 till the end but the is no end in your show CAN'T WAIT FOR MONDAY🤞

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      @@sjavakhamuver7706 Uyinkunzi Sjava ngiyabonga mfwethu, i support yakhe yanele mfwethu ungasabi🤝

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Před rokem +1

    Umthetho waba umthetho nje kulodaba wathethisa abathethisekayo,kwaba uSonto elamthetha icala.Siyabonga Cebekhulu

  • @WelileThembi-gc2if
    @WelileThembi-gc2if Před rokem

    Ngase ngaphatheka kabimina😭😭😭😭😭😭😭😭😭

  • @phiwokuhlemchunu4682
    @phiwokuhlemchunu4682 Před rokem +2

    Auw lomama uvuma ingane efunda grade 7 iyogana sangoma😢

  • @ThulileZondi-ob4xo
    @ThulileZondi-ob4xo Před rokem +1

    mfethu syabonga ngosixwayisa kwaze lwaze lwabhlungu udaba lwalo cc nkoc yami umthetho wase mzansi yooo 😭

  • @nkanyisodlamini9210
    @nkanyisodlamini9210 Před rokem +2

    Thanks for yo stories unkulunkulu akubusise ngakho konke okudingayo empilweni yam..

  • @sbudahpro8974
    @sbudahpro8974 Před rokem +2

    Ngyabonga mina mfowethu uqhubeke njalo nokwakha

  • @manelimbongwa42
    @manelimbongwa42 Před rokem

    Ayikho nje indaba yamaphoyisa ase south africa, ayavilapha kakhulu

  • @lungisanintuli5988
    @lungisanintuli5988 Před rokem +1

    Siyabonga bhuti qhubeka njalo nokusazisa kule Channel iyasivula imiqondo ngokwenzekayo sibuye sifunde nokunye ebesingakwazi thank you my brother🤝

  • @Cebolenkosi-wj4pg
    @Cebolenkosi-wj4pg Před rokem

    Kuningi iyingane zamantombazane ezidlula kukho bt the killer won't go unpunished God is knows everything

  • @sphiwengcobo3193
    @sphiwengcobo3193 Před 10 měsíci

    Great as always!!

  • @thembekampungose1374
    @thembekampungose1374 Před rokem +1

    😢😢😢 sibonge Cebekhulu 😫😫

  • @sbonelokhumalo5756
    @sbonelokhumalo5756 Před rokem

    Waze wayenza inkinga uManxumalo😢😢 ngoba abazali babayenza inkinga

  • @sbongisenindwandwe
    @sbongisenindwandwe Před rokem +2

    8:05 😮 very complex family yonkinto nje ihlanga hlangene

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Eish it's so sad yazi izinto ezenzeka kweminye imindeni ziyethusa😥😥

  • @mzwandilemkhize446
    @mzwandilemkhize446 Před rokem

    Sacela ukubuza laba abantu ababoshwayo kodwa bebe bene spirituality gift noma ngabe umfundisi or sangoma or inyanga or umthandazi. Wenzenjn ukiqhubeka naso ngaphakath

  • @louislungisani8839
    @louislungisani8839 Před rokem +2

    Muhle umsebenzi wakho uyasifundisa mfethu

  • @sthembelesthembele7466

    Ukhamba kufuze imbiza,usonto isihula esifuze unina uhambe ezala ehlal emasoken,u Nina isihula engingasaz ke nje yena umthengisa kanjan umntwan wakho enyangen?? Baze babe babil pho....izihula nabo abo jabu😮😮

  • @NjabuloMkhwanazi-rr2dh
    @NjabuloMkhwanazi-rr2dh Před rokem +1

    Siyabonga bhuti kakhulu ulwaz

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Před rokem +2

    Maxhomalo is the one who is wrong is a terrible mother to Her daughters 😢 how can She get married to more than two Men And gave away Her daughters to the older men shem She was not right this woman 😢😢

  • @unclejavas4983
    @unclejavas4983 Před rokem +1

    Mina ngiyabonga ndoda kuzinikezela kwakho lenfudiso onayo yibaluleke kakhulu kumphakathi wonke .

  • @SiphamandlaSoke-ih8pl
    @SiphamandlaSoke-ih8pl Před rokem +3

    Ngyasola kukhona ukphazamiseka emqonwen kulaba besfazane bobabili uSonto nonina

  • @sibongileskhosana6943

    Menzi,sorry for what happened to you.I can see that you are a good man.

  • @dynacare_herbal_products

    Ey lomama naye🚮 uhlabisa ubuyelana kanjani nalomama😂

  • @nokuphiwamadela
    @nokuphiwamadela Před rokem

    Sabhlungu I story sa Sonto Jehovah

  • @guteidee123
    @guteidee123 Před rokem +2

    I-list yamama ayi

  • @ksg5375
    @ksg5375 Před rokem

    LomaNxumalo wakhona wayengaqomi goh😳😳😳....ube neyngane emadodeni aw 5....y3na mayeke waqoma uyamitha...aw

  • @mabuyephethe
    @mabuyephethe Před 6 měsíci

    Yaze yanonya lenyanga… nomama ngokuphisana ngezingane ngenxa yebhodwe

  • @simphiwesimphiwegumede5536

    Lunzima loludaba johh😢

  • @senzenicibane9374
    @senzenicibane9374 Před rokem

    Siyacela umthetho wase South Africa uke Wende ubulungiswa kube Kanye bakwethu bani owanukubeza ingane hhayi cha bandla kunzima

  • @nonhlanhlacele8516
    @nonhlanhlacele8516 Před rokem

    ❤❤❤❤❤ awu kodwa naye uManxums

  • @khomotsophokanoka8533
    @khomotsophokanoka8533 Před rokem +2

    😢😮 iyooo but the mother why must she do that mary her kids to Inyanga 😢 aowa

  • @mahlahlana
    @mahlahlana Před rokem +1

    Ininzi nje into eyenzaka rongo kwelibali...

  • @elizabethmahlangu4680
    @elizabethmahlangu4680 Před rokem +1

    Nice shirt

  • @thembanimakhoba1747
    @thembanimakhoba1747 Před rokem +2

    Umahambezala nje uhambedacaza all over hhay cha wamosha shaim logal🤔🤔🤔

  • @vusumuzimchunu292
    @vusumuzimchunu292 Před rokem

    ndoda yamadoda syabonga muhleeee umsebenzi

  • @sbonisomswane2647
    @sbonisomswane2647 Před rokem

    Bhuti ayikho indlela okungenziwa ngayo aboshwe naye uMazibuko ngoba phela bukhona ubufakazi badokotela

  • @lolomzet8239
    @lolomzet8239 Před rokem +3

    I liked the way u told Aka story only the clever ones got message

  • @sipholukhozi9791
    @sipholukhozi9791 Před rokem

    Ilizwe lethu lisaqhuba ngesidala impela... Uganiswa kanjani nje umuntu ona 14 nomgulukudu weNyanga endala. Abanye oomama kodwa, loMaNxumalo ubonakala ngokuzalela imizi engaka ukuthi ikhanda bese lingasathathi kahle.

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +1

    10:29 usonto wenzisa okukanina impela.

  • @sanelesandile9985
    @sanelesandile9985 Před rokem

    If ...kusekhona abantu abanjena..siyathemba ukugebengu kungaphela..uyisbonelo esihle..kithi thina itsha🙏🙏😥

  • @senzenicibane9374
    @senzenicibane9374 Před rokem

    Hhayi uma NXUMALO ubeyinkinga shame anginamona

  • @sihlendwandwe6899
    @sihlendwandwe6899 Před rokem +1

    Waze wangiphoxa umaZwide😏

  • @tlokwejulia2231
    @tlokwejulia2231 Před rokem +1

    Oh Modimo, godirega eng? E bohloko taba, 😢

  • @gugumpanza3665
    @gugumpanza3665 Před rokem +1

    Yoh MaNxumalo, Yerrrrrrrrrrrr waqoma kakhulu 🤭🤭

  • @proudlysa774
    @proudlysa774 Před rokem +1

    Yaze yabuhlungu lento eyenzeka kuSonto eboshelwa into angayenzanga bakithi

  • @phindilenanah7167
    @phindilenanah7167 Před rokem +1

    Very touching story indeed💔💔

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 Před rokem +1

    Sibonge Qhawe; ume'njalo

  • @fundisaninicholcine
    @fundisaninicholcine Před 9 měsíci

    Cha uyafeba lo mama yooo

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +1

    14:40 ungashaya umuntu ka 2 years

  • @nkosiemjaja2535
    @nkosiemjaja2535 Před 3 měsíci

    Ey kwasengathi mawazi ukuth unengane yentombazane ungakuqinisekisa ukuth ihlezi isemehlweni akho ungabothemba muntu ngayo

  • @zamakhuzwayo4700
    @zamakhuzwayo4700 Před rokem +1

    Yadela owaziyo ukuthi umthetho Wala S. A usebenza kanjani . Ngbona engathi kwabona ubulungiswa abukho

  • @MlamuliKhanyile-xw8uh

    Ngaze ngayifisa ngesagila lenyanga mbumbulu

  • @boitumeloselahle8884
    @boitumeloselahle8884 Před rokem +1

    Can we have more videos of Sakhiseni

  • @mahlatsemabulane329
    @mahlatsemabulane329 Před rokem +1

    Umama lo unjan athengisa abantwana bakhe abancani ku muntu omdala ai abanye abo mama 🙄🙄🙄🙄

  • @halalandebele7348
    @halalandebele7348 Před rokem +2

    Kudala ngilindile.
    Kwaze kwabuhlungu

  • @lindokuhleeric6138
    @lindokuhleeric6138 Před rokem

    Ayiboshwanga ngani inyanga nomama coz yayidlengula phela milala nengane?

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 Před rokem

    Kodwa i justice system yase mzansi hai cha anginamlomo

  • @juliusnkomo6062
    @juliusnkomo6062 Před rokem +1

    What a painful story

  • @mahlatsemabulane329
    @mahlatsemabulane329 Před rokem +1

    Umthetho uya disappoint nje proof ikhona mara still abambophi umuntu oyenze ayi . Shukuth umuth uyabereka umuthi phela lokhu ayikho yenye