OVEZUTHANDO-IZANDLA ZIKAMAMA FULL ALBUM

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 28. 08. 2024
  • Please watch: "AMABONGWA NOMATHEMBA"
    • AMABONGWA NOMATHEMBA -~-

Komentáře • 175

  • @bongiwendlovu2381
    @bongiwendlovu2381 Před 5 měsíci +82

    If you're listening to this tune in 2024 ...react to this comment

  • @UntoldTruthS.A
    @UntoldTruthS.A Před 7 měsíci +22

    2024 ngingena ngale album ngyayivuma lensizwa❤❤kodwa bakith😢😢

  • @sbongakonkezulu9987
    @sbongakonkezulu9987 Před 2 lety +33

    2022 khona kdwa onami kule album 🔥 🔥

  • @nkosingiphileportiankonyan5122

    My Favourite ❤❤Artist Sandile

  • @jabulaninkululeko1614
    @jabulaninkululeko1614 Před 4 lety +33

    2020 Lockdown ngisakhona la, ngilokhu ngibatshela ukt Maskandi wagcina ngoMgqumeni, Mtshengiseni, Sandile Mbongwa and Mnikazi Majola, iyona Big 4 yam loyo. Kuyadabukisa ukuthi bashona uMaskandi ungakabinayo imali

    • @nothilubanzie7021
      @nothilubanzie7021 Před 3 lety +4

      Kuliqiniso lelo noBhekumuzi

    • @goldenmazibuko3371
      @goldenmazibuko3371 Před 3 lety +2

      Mfwethu asivumelani ngokuphawulayo kodwa laba obabalayo ngiyavuma kakhulukazi uMgqumeni.

    • @gradesevenmlaba5883
      @gradesevenmlaba5883 Před 2 lety +2

      Kunjalo mfokababa uMaskandi sawgcina lana kulamadoda

    • @lunganimusr5900
      @lunganimusr5900 Před rokem +5

      Asingabavaleli ngaphandle oBhekumuzi MfokaMolo beno Khansela mfoka Mkhize

    • @JusticeShandu
      @JusticeShandu Před 2 měsíci

      Zohamba izinsizwa kuyosala izibongo kodwa mhlaba awunoni bft

  • @lancescelo2228
    @lancescelo2228 Před 2 lety +28

    2022 ukhona onami kule album 🕺🇿🇦💥

  • @sbuleloandile9119
    @sbuleloandile9119 Před rokem +29

    It still 2023 but I can't get over to these guy🤟🤟his music is the best

  • @PhumlahKhoza
    @PhumlahKhoza Před 2 měsíci +1

    Inzima kakhulu le ulbum maning nj❤❤❤❤❤❤❤❤❤🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @bongsmabra
    @bongsmabra Před 2 měsíci +3

    Amakhona musani ukunginyathela😂😂

  • @cabanganigoge8100
    @cabanganigoge8100 Před měsícem +1

    Zohamba insizwa kosala izibongo ❤❤😢😢

  • @user-ch8km6zh4t
    @user-ch8km6zh4t Před 3 měsíci +2

    le ngoma indikhumbuza le emakhaya

  • @SiphepheloVusumuzi-yj7jv
    @SiphepheloVusumuzi-yj7jv Před 4 měsíci +1

    Au suka ai ngoba kufa ai😢

  • @sandilekhendle9495
    @sandilekhendle9495 Před 4 lety +21

    How does one dislike such good music? Bayaxaka abantu

  • @nombusozuma376
    @nombusozuma376 Před 5 lety +5

    Namanje Sandile ngyakuzwa ukuty uthini mawucula,ngikucelela ukuphumula okuhle ngyakukhumbula

  • @NduduzoNhlenyama-er1kc
    @NduduzoNhlenyama-er1kc Před 3 měsíci +1

    Ngangethembile msheliwami awu suka

  • @MtowaziyoZakwe-rz2dk
    @MtowaziyoZakwe-rz2dk Před 10 měsíci +3

    Best album ever 02 Nov 2023 I was listening to it ❤️

  • @xulusanele5934
    @xulusanele5934 Před 2 lety +2

    Aw zafa izinsizwa Madoda awu ng'yakhala Nkosi yam😭😭😭😭😭

  • @pinkymbhense4881
    @pinkymbhense4881 Před rokem +2

    ovezuthando😍😍2023 ngilaaahh😚

  • @ZamokuhleMndebele
    @ZamokuhleMndebele Před 10 dny

    Mbongwa🙏🙏

  • @christopherndlovini8235
    @christopherndlovini8235 Před 7 lety +3

    Zofa insizwa kosala izibongo zobadalula emaqxiweni mfoka Mbongwa mtaka maNdlela sohlala sikukhumbula awuuu mbulamngoma ----bengithembile msheliwami ngithi uzongipha uthanda hawuu madoda

  • @nkanyezishelembe6142
    @nkanyezishelembe6142 Před rokem +4

    2023 still imnandi💥💥💥❤‍🔥

  • @nduduzomlondo9632
    @nduduzomlondo9632 Před 7 lety +4

    MINA NJE OyTSHELAYO mhla ngadela uwena Mfoka Mbongwa ngowuyeka Maskandi

  • @MlungisiMyeza-ik1oe
    @MlungisiMyeza-ik1oe Před 25 dny

    😢😢😢😢😢😢Ukufa umuntu owAkudala😢😢😢😢😢

  • @hendrydladla967
    @hendrydladla967 Před 5 lety +3

    asbonge umsebenzi wensizwa owazala mfoka mbongwa soxhasa noma kukubi muhle umsebenzi wazo noshu cha ziwubambile yiwo loo

  • @nokphilabeancar1065
    @nokphilabeancar1065 Před 7 lety +10

    Awu kodwa mhlaba awunoni siyohlezi sikuthanda njalo mfokaMbuyisa wasibeka ebalazweni singuMnambity

  • @zamokuhlebuthelezi2888
    @zamokuhlebuthelezi2888 Před 18 dny +2

    11-08-2024

  • @XolaniVilakazi-uj4bs
    @XolaniVilakazi-uj4bs Před 18 dny

    2024 still on fire 🔥 😫 😩

  • @maleningigcabashe8727
    @maleningigcabashe8727 Před 7 lety +2

    Ewuuuuuuuuuuuuuuu wawumele uMnambithi wethu hau kodwa akusenani ngoba usekhona uVezuthando kaVezuthando indodana yakheeee uSbu...

  • @muziwenkosimhlophe5550
    @muziwenkosimhlophe5550 Před rokem +2

    Namanje usabahlula omakopelana lo shuni waseMabongweni🤩🤩🤩

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 Před 7 lety +3

    Hawu!!! yamnandi ingoma Mbongwa vuka noma ungacasha kwingane yakho

  • @sbonisomchunu6876
    @sbonisomchunu6876 Před rokem +2

    Namanje 2023 this album bangs 😩😩

  • @wisemansibusiso3649
    @wisemansibusiso3649 Před 6 lety +5

    Aw kodwa bf2 ngalendoda ngoshuni wayo yodwa omnandi kodwa imsebenzi yalendoda iyangokushabalala makungake kube nomcimbinje ubizwe ngayo nginga jabula lokho Kobe kukhombisa ukuphakamisa imisebenzi yakhe emihle ayenza esaphila.

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 Před rokem +1

      Muhle mft umbono wakho akumelanga kuphela nje kanjena ngaye wagadla kwazwakala emhlabeni so naye kumele Ake ahlonishwe

  • @zamamaria4715
    @zamamaria4715 Před 3 lety +3

    Ngila mhlaka 20/11/2020 ngaze ngakhumbula ubabawami RIP dad...nayibeka induku ebandla Mina ingoma zenu zingibuyisela insuku ezimnandi engazichitha nobaba...

  • @lindamkhululi4961
    @lindamkhululi4961 Před 3 lety +1

    ngevele ngihleke kancane kuhambisane nenyembezi yaz unic lento yasemakhaya lasazalwa khona emnambethi mmmm akusenani sesiyoyixoxela izingane zethu

  • @bonginhlanhlajali623
    @bonginhlanhlajali623 Před 7 lety +4

    Wawuthi mawulibona ligijima wawutshelukit liwisebani linehlalo zalo

  • @dungakunene4736
    @dungakunene4736 Před 5 lety +3

    ayiii ingoma yalensizwa ingenza ngijule siyohlezi sikukhumbula sikudlala futhi

  • @thandekamchunu6213
    @thandekamchunu6213 Před 7 lety +7

    wahamba Sandile no shuni wakho omnandi .akekho nozama ukuwupatanisa.wawenza ohlukile.uphakamisa nendawo yakithi u Mnambithi

    • @nonameupfill1568
      @nonameupfill1568 Před rokem +1

      Umzwile uNtencane kuneNgoma ayishaye yancika kakhulu kuMbongwa kuleCd yakhe entsha

  • @thobanizulu8875
    @thobanizulu8875 Před rokem +2

    Nakhuyaaaa.....2023

  • @MengeziMkhwanazi
    @MengeziMkhwanazi Před 5 lety +5

    2019 ngisalan 24:00 lala ngoxolo mfoka Mbongwa Maskandi ngawuqala ngawe ukuwulalela

  • @msenimlindenindlovu8510
    @msenimlindenindlovu8510 Před 7 lety +6

    Akekho oyovala isikhala sakho mtaka MaNdlela ngoba...Mhlaba awunoni...umuntu obulala insizwa akasoze alibona iZulu...

    • @sinethembamdabe9665
      @sinethembamdabe9665 Před 7 lety +1

      Mseni Mlindeni Ndlovu akhona amavukane azibiza ngokuthi Ondabazimnandi.. ezanawo kancane loshuni, ujwayele ukuwadla uZim-dollar lapha kwiSbhukuda kwesimñzonzo ngolwesine

    • @tshengibuthelezi3268
      @tshengibuthelezi3268 Před 5 lety +1

      2019

  • @NtokozoNleya-sw7jf
    @NtokozoNleya-sw7jf Před 12 dny

    Ukufa😢😢😢

  • @aneleduze9137
    @aneleduze9137 Před 14 dny

    Eyangakithi

  • @thandohlongwane8960
    @thandohlongwane8960 Před 7 lety +2

    awuzwe ushuni Omnandi. ...kodwa mhlaba wmnamahloni, kodwa sengyavuma kuyiqiniso..Ndondo zikhetha abangani. ...alusoze laphela itiye, ymculweni, .........

  • @mzwandileinnocent573
    @mzwandileinnocent573 Před 5 lety +1

    washaya sizwa yakwambongwa... sokhumbula mf2... lengoma yakho yamaloya yabusisa

  • @siphesihlekhoza8112
    @siphesihlekhoza8112 Před 2 lety +3

    2022 August akekho umculi oyongibusisa njengo Mbongwa

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni Před 7 lety +6

    Enye yezinsizwa ezangifaka emculweni ka Maskandi

  • @sabelohlatshwayo4012
    @sabelohlatshwayo4012 Před 6 lety +4

    "waboshwa mbulali" .... Ay lengoma ayideleki bafwethu imnandi futh inomlayezo

  • @Healthyfoodandgym
    @Healthyfoodandgym Před 7 lety +9

    Ayi awalale ngokuthula amaqhawe akithi zingane zakwethu ayibekile induku ebandla siyabonga nime njalo nina be-Africa.

    • @ncumisancumisa7961
      @ncumisancumisa7961 Před rokem

      😂😂🤞and wohlukile owakhe, hayi oka Mgqumeni bawufuna bonke but still akakho ufikayo kuwo

  • @lindokuhlemsimango5054
    @lindokuhlemsimango5054 Před rokem +3

    21:25😥

  • @nqobizithangwenya6819
    @nqobizithangwenya6819 Před 3 měsíci

    I will never stop listening to this album

  • @nqubekobukhulu2055
    @nqubekobukhulu2055 Před 5 lety +2

    angilitholanga ithuba ngangimatasa ngidlala ingoma

  • @user-ll9tj8jh1b
    @user-ll9tj8jh1b Před rokem

    Ziyolala izintsizwa kuyosala izibongo, akekho ungasivala isikhala Sakho mfoka mbongwa

  • @zakhelezakes3974
    @zakhelezakes3974 Před 4 lety +2

    zakhele waka Mgazi

  • @StrokeLyf
    @StrokeLyf Před 2 lety +3

    I was looking for this album on spotify I couldn't get it. please YIFAKENI umnandi lo mculo, kufuneka ufumaneke kuzo zonke iindawo
    👌💕👏

    • @ncumisancumisa7961
      @ncumisancumisa7961 Před rokem

      🤞bendingaz ukba ukhona omnye umntu oyibonayo lento ndiyibonayo 😍ndsazidlalela bona nangoku mna ngoba uyabanda maskandi wangoku

  • @mlungisizweh3730
    @mlungisizweh3730 Před 7 lety +1

    zyolala izinsizwa kosala amagama, yayibhikizwa igoma lana awuuu madoda

  • @nduduzomlondo9632
    @nduduzomlondo9632 Před 7 lety +1

    mina nje oyTshelayo Mhla ngadela uwena mfoka MBONGWA ngowuyeka Maskandi

  • @user-xv8ho6is6h
    @user-xv8ho6is6h Před 5 měsíci

    I really this I am remembering where I am coming from actually I came from Nongoma.Gijima mngoma.

  • @lindamavuso4151
    @lindamavuso4151 Před 4 lety +1

    Ngaze ngakhumbula baba wengane esahlukana 😪

  • @aphendulesenzo4542
    @aphendulesenzo4542 Před rokem +1

    Ngcel ngingiph lena yesbili enomvumo

  • @senzokhulasandethubelihlem3082

    ay yabona leNsizwa lena awwww mf2...ay lahamba iQhawe laseMnambithi madoda...Nhliziyo yami suba usaba Khalela ngoba sebe Phumule usaKhalelani manje, Ay akLaleki... 21:35

  • @mandisahlengy20
    @mandisahlengy20 Před 7 lety +1

    cbonge mkhaya intle imsebenz yakho u made Nkr famouc hei everywhere... ur soul may RIP Mbuyisa

  • @nduduzomlondo9632
    @nduduzomlondo9632 Před 7 lety +1

    mina nje oyTshelayo mhla ngadela uwena mfoka Mbongwa ngowuyeka Maskandi

  • @maleningigcabashe8727
    @maleningigcabashe8727 Před 6 lety +1

    Ewuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuuu
    kodwa mfoka Mbongwaaa ngeke sakukhohlwa kwelakith

  • @njabulombatha904
    @njabulombatha904 Před 7 lety +2

    awuu madoda Korea mfokaMbongwa....."ngshaya ushuni wam wam mfana"

  • @bongumusahlombe
    @bongumusahlombe Před 5 lety +2

    Eyi salahlekelwa lana bafwethu wayecula lomuntu namanj umculo wakhe usamnandi😥

  • @p.kay_shani1456
    @p.kay_shani1456 Před 6 lety +3

    22:32 kyafiwa...ngiythandan le traq👌👌

    • @MfundoCNgidi
      @MfundoCNgidi Před 2 lety

      Nami angazi sengayiphinda kangaki 👌👌🔥🔥

  • @dumisanimaseko2988
    @dumisanimaseko2988 Před 7 lety +2

    Bafo ngicela I album ethi emcetsheni

  • @ZamaniGiggs-tr5bi
    @ZamaniGiggs-tr5bi Před 6 měsíci

    Bafe2 khona lengoma ethi ngahlangana neye insizwa ikhala izinyembez ,sawubona nsizwa ungowakabi isibongo .......ikuyiph album?

  • @ictMusa_925er
    @ictMusa_925er Před 4 měsíci

    Maaaaan, Lala mfoka Mbuyisa

  • @zamamkhize2645
    @zamamkhize2645 Před 4 lety +1

    nghamba nge NKR mangiya kwelakithi eMnambithi. Ngyathanda lapho!!!! khuphuka laph eMabhekazi

  • @lwazimbuyaziomkhulu
    @lwazimbuyaziomkhulu Před 4 měsíci

    Lalisebenza ipeni kule nsizwa yakwa Mbuyisa,

  • @dennismngomezulu1426
    @dennismngomezulu1426 Před 7 lety +2

    siyabonga kakhulu bafowethu, siyohlala sinikhumbula. Dlakadla

  • @sbusisothabanie7559
    @sbusisothabanie7559 Před 5 měsíci

    Legendary, #Sandile Mbongwa

  • @magedemusiqproduction8984

    baba wami ngiyathanda nami ukungena echibini ngeswele amandla

  • @qondanilizwi9798
    @qondanilizwi9798 Před 7 lety +2

    @26:00 Ziyantuntuza ,,,,,,,bathi uVezuthando konakele konakele saliwela uThukela.

  • @MzuzuGuma
    @MzuzuGuma Před 4 měsíci

    👑🙌

  • @stationmkhize2758
    @stationmkhize2758 Před 5 lety +1

    izinto ezinhle ziyaphela emculweni kwakuyiqhawe lensizwa ishaya ushuni wayo futhi engabe ukude kakhulu manje kodwa ke konke kuphethwe umdali alale ngokuthula

  • @bhekamichael5091
    @bhekamichael5091 Před 7 lety +2

    hayiiiiiiiii aklalekiiiiii.... hayiiiì aklaleki.........(

  • @minenhlenzama3101
    @minenhlenzama3101 Před 5 lety +7

    21:21 ey lengoma bafethu

  • @lungelotbt3588
    @lungelotbt3588 Před 7 lety +5

    Wawusmele singuMnambithi mfoka Mbuyisa

  • @sihlechonco5784
    @sihlechonco5784 Před 2 lety

    Kohamba insizwa kosala ibongo...

  • @fundidlamini9019
    @fundidlamini9019 Před 7 lety +3

    ngabe ukude mfokaMbongwa ukube uJehova akakasheshanga wasphuca wena

  • @mthobisityler2850
    @mthobisityler2850 Před 3 lety +5

    my favorite album of the best of all times

  • @luyandamsipha9216
    @luyandamsipha9216 Před 3 lety +2

    Sisacela wonke amacwecwe waMabongwa noVezuthando ku iTunes naku Spotify.

  • @sibonelomnguni8717
    @sibonelomnguni8717 Před 3 lety +1

    Kudala ubabulala abantu, udl' imali yegazi!

  • @jabhiletalent8884
    @jabhiletalent8884 Před 4 lety +2

    ITHEMBA LOMPEFUMULO WAMI

  • @jamesndlebe2256
    @jamesndlebe2256 Před 3 lety +1

    Bayangi culela ovezithando

  • @mlungisitshabalala7579
    @mlungisitshabalala7579 Před 7 lety +2

    Siyawkhumbula loshuni uyabusisa

  • @nonameupfill1568
    @nonameupfill1568 Před rokem +2

    Waboshwa mbulali kwakuyoba nini ubulala abantu uthengwa ngemali awunanembeza ngisho ingane seykhala, hawww lala mfokaMandlela uwusebenze umhlaba

  • @sphiwemyeza4636
    @sphiwemyeza4636 Před 7 lety

    aw.... Kodwa mhlaba kawunoni ngaleliphimbo akusenani

  • @mlondindwalane7174
    @mlondindwalane7174 Před 2 lety

    umlilo wodwa........ ngob umhlaba awunoni

  • @muziwenkosimhlophe927
    @muziwenkosimhlophe927 Před 3 lety

    Awu sukanini madoda !! Kodwa ukufa bakwethu kazi kwaqhamukaphi!!!!

  • @vusihlatshwayo-sg7js
    @vusihlatshwayo-sg7js Před 7 měsíci

    Zohamba izinsizwa kosala oMgodi
    Nezingoma ezithulee mayakayaka tso tso yini nje lokho

    • @bongiwendlovu2381
      @bongiwendlovu2381 Před 5 měsíci

      😂😂😂 futhi ukube kuyashintshwana ngodumo ngabe ngithi akaphucwe linikwe umuntu ofanelekile

  • @sboneloapril7528
    @sboneloapril7528 Před 2 lety +1

    Baqala bengo vezuthando vagcina sebengamaBongwa

  • @nontethelelozuma8213
    @nontethelelozuma8213 Před 5 lety +8

    21:20 to 25:33

  • @mntambozithulele2535
    @mntambozithulele2535 Před 3 lety +1

    Alipheli usuku ngayilale langa le li CD still in 2020

  • @user-dr9sq9jf8x
    @user-dr9sq9jf8x Před 7 měsíci

    ❤ what a nice music 🍿 it fxcken dope 🔥

  • @scelongcobo5850
    @scelongcobo5850 Před 7 lety +4

    Sandile mbongwa RIP

  • @wondernkosi188
    @wondernkosi188 Před 2 lety

    ngoba kuzaba December sisuke sidlala lezi ekhaya siyamkhumbula lomfo 2021

  • @mzwasithole9521
    @mzwasithole9521 Před 2 lety

    sandile mbongwa zofa insizwa sishiye igama