This guy is so intelligent, God bless you my brother. Ukhulile uyayazi into oyikukhulumayo. We are shock thina izinto ezenzeka sila emazweni. Thank you.
Cha lana straight sicindezelwa amalungelo indirect manje kuthiwa ama phones ethu ahackiwe if si share information aqhwashisayo uyaboshwa ,coz uma sibuka all the rumours esawezwa ngalezikhathi ezenzakalayo manje ziba reality manje,so kuzanwa ngazozonke zindlela zokuthi singaqhwashisani,thina bantu regardless of I tribe we have to be United
Carl Niehaus did invite people to go to Escort Prison and show support to the #freezuma campaign. Kuyiphutha ukuthi wabanjwa, wase ededelwa ngoba engabamemanga abantu. Empeleni waphuma nge bail. Akukho sibonelo lana, uNgizwe akayitholanga i bail ngoba uwubalekele umthetho b4 azinikele. No false theories, plz. Akakwazi ukumkhipha engakawuqedi u 25% wesigwebo. Hhayi bo ndoda!
Uma ukhuluma ngenani le rand ukuthi kungani lingehlanga nami ngifuna ukwazi kuwena ukuthi kungani phesheya ngalesikhathi kubhikishwa mayelana nokubulawa kuka George Floyd, kwamoshakala kakhulu kodwa inani le dollar alehlanga. Ungahle ucacise kuloko?
It simply means it people attack malls and and townships nothing happens because economy isema plazini "Farms" malls and other people that are affected does not procure anything. I rand liwa if ku thinteka zinto zabantu abaphethe umnotho
Is it only me who understands the guy? Big up my brother you clearly explain
ai selokhu ngazalwa angikaze ngavota kdwa kulokhu ngizovota ANc ngeke ilinuke ivoti lam isixhaphaze kakhulu siyindlu emnyama
A very profound articulation from an enthusiastic young man.This is our future Leaders.I likehis reasoning very interesting
Khuphuka lapho 🔥🔥🔥🔥🔥
So intelligent my bhuti syabonga
This guy is so intelligent, God bless you my brother. Ukhulile uyayazi into oyikukhulumayo. We are shock thina izinto ezenzeka sila emazweni. Thank you.
President wethu Ngizwe akaphume
Anothola nomunye ongavumelani Nani ukuze sizokwazi ukuyithathela isinqumo, ngoba into eniyenza Lana ukuvumelana kodwa kanti ukuze kubemnandi futhi kufundise abantu kubalulekile ukuba nomunye ophikisayo Abe nombono wakhe ohlukile. Ngiyabonga.
Iqiniso leli olibekayo uNgizwe wenziwa isibonelo mnx siyaxhashazwa n sivalwa imilomo kulamagwala angafuni kukhuluma abangafuni ukuma
Wahlaziya mhlaziyi kamnandi asibonge 🙏 wayibeka yacaca
Cha kuyazwakala bafo up mhlaziyi up
Ngezwa omunye ethi UNgizwe Wabiza abantu kwa-Mai Mai emva kwalokho kwasuka ukushisa, Ey madoda.. 😪
Kunjalo vele
@@jelly_beanjb9183 wabiza bani yayithin iPoster?
Dawud mfwethu wabiza izintatheli uMacingwane✊💉
ngizwe didn't go to mai mai
Sicela isomemore 🔥🔥🔥🔥
Iyeza thursday
Nami bengilindele ukuthi uzozifaka ku auction
👋wakhuluma Mtanam
uyayibeka nsizwa yakithi. siyabonga kahulu ukuthi sesinawo awethu ama analyst akhuluma into ekwezethu izinhliziyo.
1. Amandiya kumele achaze
2. Bheki Cele akayazi into ayenzayo
3. R500 billion kanti wenzani? Sicela kusetshenziswe yona.
Ndiyayithanda lentetha yalomfana, inenyaniso, ineqiniso ngoba indaba ka Macingwane icacegca okomva webhokhwe futhi ibibonakala ba izobanemiphumela engemihlanga abantu ke bayakuthanda ukwendza okubi egameni lomntu
NGYEZWA MINA. BUT ABANTU NABO BAZOZIBAMBELA UMTHETHO NGEZANDLA COS NOBABA SIHLE ZIKALALA UZITHATHELE UMTHETHO.
Cha lana straight sicindezelwa amalungelo indirect manje kuthiwa ama phones ethu ahackiwe if si share information aqhwashisayo uyaboshwa ,coz uma sibuka all the rumours esawezwa ngalezikhathi ezenzakalayo manje ziba reality manje,so kuzanwa ngazozonke zindlela zokuthi singaqhwashisani,thina bantu regardless of I tribe we have to be United
Bafo ukhuluma amazwi aqotho mayelana namalungelo ngithembe ukuthi iningi liyakuzwa
Hhayi Wachaza Ntombi
..... Zimubuka ngamadata. Lol 😂🤣😄. Ngiithi angiqedele mfoka Dawud
Kuhlezi Ku loot ...uqhinisil bafo ...washayaka
Iphoyisa livumeleke ukukunika izimpama eziright hahahahha
Wabeka yacaca ngizwile mina Ba4
Uyakhuluma umjita
Bafo ama Gupta afike Ngo 1994 Ngo Mandela,
True
Hhaybandla ihlulekile ANC emhlabeni
Wayibeka mfthu isobala
You point is traight forward
👏👏👏 ai uyajula mfo
Zimbuka nGeDatha Waybeka ba4 ngyakuzwa mina ake ikhuzwe lento bafwe2 ngoba konakele manjerh asgenziwa kanjerh
We are voting out ANC please don't betray us, this is no longer a poor peoples party.
Wabeka mfethu
Ai iqiniso leli
Vele ubuholi bethu ubhedo yonke lento votani anginamona.
ubheki cele umdlwane kamaRamaposa
Akakaze athi hlangana Zulu, his post specifically says (Media Briefing).
WABEKA QHAWE
bafethu icala likagogo nozuma awlingani
Rule of law is rule of law... Icala icala.
Ukuchazela ngecala akawaqhathanisi
Carl Niehaus did invite people to go to Escort Prison and show support to the #freezuma campaign. Kuyiphutha ukuthi wabanjwa, wase ededelwa ngoba engabamemanga abantu. Empeleni waphuma nge bail. Akukho sibonelo lana, uNgizwe akayitholanga i bail ngoba uwubalekele umthetho b4 azinikele. No false theories, plz. Akakwazi ukumkhipha engakawuqedi u 25% wesigwebo. Hhayi bo ndoda!
Uma ukhuluma ngenani le rand ukuthi kungani lingehlanga nami ngifuna ukwazi kuwena ukuthi kungani phesheya ngalesikhathi kubhikishwa mayelana nokubulawa kuka George Floyd, kwamoshakala kakhulu kodwa inani le dollar alehlanga. Ungahle ucacise kuloko?
It simply means it people attack malls and and townships nothing happens because economy isema plazini "Farms" malls and other people that are affected does not procure anything. I rand liwa if ku thinteka zinto zabantu abaphethe umnotho
@@RealTV11 awuke ungiphe isibonelo ngaloko okushoyo? Ngento okanye isimo esenzeka.