sorry can't really type Zulu language. buh would like to ask if Dr mzizi unazo ilwane zoku attractor abantu bane Mali o lala nabo than they give out money ? how does he do that
Lalela la wena mpondo.awuphume uphele la kule channel ngoba ukhuluma umsangano.you know nothing about u dr mzizi.awunake izinto zangakini emampondweni uyeke ukuzofaka umoya obhedayo la ....nxxx
@@user-ew9vm9ml7jwena musa ykuphathwa bubuhlanga umbono womntu ngumbono wakhe or ngumbuzo wakhe xa kungumbuzo. Musa ukuziphatha kakubi wena into okumele uyazi kukuhlonipha abantu hayi le nto uyitshoyo. Mna ngokwam umntu xa ephawula okanye ebuza ekenzanganto embi. So wena phuma kobuhlanga bukuohetheyo
Dr Mzizi is the real deal, he has done wonders that l have witnessed ❤
Really?
Thokoza mkhulu , Siyabonga ngosilalela mkhulu 🤝🤝🤝👏🤞.
Next tume , sicela ukhulume ngeZinhlanga . Ezihamba nge ncwebu namabhavu
Ndiyayithanda ingoma yakho ongena ngayo Mkhulu limnandi kakhulu elihashe lakho ungena ngalo
Ngiyakuhlonipha mkhulu, ngiyakwethemba futhi. Ngicela ungilaphe umhlume nama-ulcer isiswini 🙏😊😊
Dokotela Mzizi, sikumele eGoli Khehla. Khipha idate Mkhulu, please 🙏
Labuya izwe madoda uma ngibona ama video ka dr mzizi.
Siyabonga msakazi wethu🙏🙏
sorry can't really type Zulu language. buh would like to ask if Dr mzizi unazo ilwane zoku attractor abantu bane Mali o lala nabo than they give out money ? how does he do that
Yes he does
If you want that go to Dr Sandla sokuphila uzokunika ngeR15000 bt you pay R1000 first and iyasebenza ngepela
@@AsandiswaSikhosanai dont think it is wise enough to advertise someone under dr mzizi channel
@@AsandiswaSikhosana uyakugcaba or ukunika ibhodlela
@@AsandiswaSikhosanaSo u clever enough to do that on Dr Mzizi channel?
Mzizi 🙌 JAMA ka Sjadu 🙌
Dr Mzizi Ngyathokoza Ukwazana Nawe.Ulaphe Indodanayami Eyafakwa Izizwe Zezilwane Incane.Sengizame Lonke Usizo Behluleka.Kodwa Ngiqede Ngafika Kuwe Wayilapha Indodana Yami And Abasaxabani Bodwa Nezingane Zakubo.Ungikhokhise Imali Engafikanga Ngusho Ku R6 000.Uyindoda Dr Mzizi Ngisazobuya Ngizolanda Ezinye Izinduku😊❤😊
Kumele sishaye abelungu ngomuthi besithande ngenkani futhi besikhuphilele imali
Dokotela ngyafisa ukuzwa izinhlaka zakho zokulungisa umsabo owoniwe noma ezinye izinhlelo onazo ngoku phumelelisa umuntu onomsamo owoniwe
NDIYAZIBONGELA MSAKAZI NDIYABONGA KAKHULU NGOSILALELA KWAKHO NOSIPHATHELA TOPIC EKUDALA SIYILINDILE USEBENZA KAHLE MR Lindo Dankie Msakazi...
Ngyabonga kakhulu amazwi akho ayasiphilisa. @Khanyadiko3185
Dr My Dr mzizi thokoza mkhulu 👏👏👏👏
Muhle usebedzi wakho mkhulu kodwa sicela usenze idlela you posa aswatini sibani mkhulu sidinga lamakhubalo mkhulu
Le yebhavu elihamba nencweba ayikho indlela engenziwa ukuthi lomuthi okwincweba ufakwe egazini Uma ungayifuni incweba okhalweni?
Umkhulu sicela asikhandele nenduku yokugqabela isbhamu ukuthi ungadubuleki plz. Angikaze ngmuzwe ekhuluma ngayo.
Ngicela inumber ye cingo 🙏🏾
Siwalindile Mkhulu lamadoda amathathu
Ur videos are too short , please ask udoc ukuthi uma lenduku isiphelelwe amandla lokhu engikuthole ngayo akushabalali yini?
🙌🙌👏👏🙏🙏🙏❤️❤️❤️❤️🇲🇿🇲🇿🇲🇿🇲🇿
Sbonge mkhulu lokhu kokubheja kobetway nakohollywood kona kusebenza kanjani mkhulu
I wonder simenzeni u dr mzizi njengoba engasapost ama video akhe.
Aw bakithi ngihlale ngibuza kodwa impendulo lutho😢 ngicela ukubuza ukuthi izinso ziyelashwa yin kwaMzizi, zing'phethe ngidinga uk"sizakala
Uhlala kuphi.??uke wamufonela or uke wamu whatspper umubuze??
Lindo awusicacisele ngezinsuku zokusebenza kwa Mkhulu.
Monday to Sunday bafo wam. Zyakhala! @MaparaRSA
@@lindokuhlermakhoba4601 Danko 🤙
saubona mkhulu.
Mkhulu ngyafisa ukufika kuwe
Manje lamadoda amathathu Abantu noma umuthi
Sawubonakhulu ngiyobona khoke iskhwama samathabo usingeza ngani
Kwenzakalani ku dr mzizi ku 12:06.or ukhathele .usebenza kuze kuse bakithi.akalali
Uphazamisekile ubethi uyakhuluma
@@MaparaRSA ok mfethu..sengithukile..bengicabanga ukuthi maybe kukhona okubi okwenzakalayo kuyena
Izinto aphila nazo emzimbeni
@@sibonisocharles5369 what do you mean uphila nazo..izona ezimucontrolayo
Ngisacela ubuze udokotela ukuthi mangifuna ukuthwala ngedlozi kukuthi sekukhona owathwala ngalo kuqala emndenini kwenzakalani
Uma ungabheka ama previous videos wake washo ukuthi uyakwazi ukukwenza lokho.kodwa kumele elihlambulule idlozi before elenze lisebenzele wena
Kutheni lo mkhulu esazikwanto hayi ayonyani le
Lalela la wena mpondo.awuphume uphele la kule channel ngoba ukhuluma umsangano.you know nothing about u dr mzizi.awunake izinto zangakini emampondweni uyeke ukuzofaka umoya obhedayo la ....nxxx
@@user-ew9vm9ml7jwena musa ykuphathwa bubuhlanga umbono womntu ngumbono wakhe or ngumbuzo wakhe xa kungumbuzo. Musa ukuziphatha kakubi wena into okumele uyazi kukuhlonipha abantu hayi le nto uyitshoyo. Mna ngokwam umntu xa ephawula okanye ebuza ekenzanganto embi. So wena phuma kobuhlanga bukuohetheyo
@@user-ew9vm9ml7jziphathe Kahle Bo akuliwa la phantsi nobuhlanga
@@wandiledlambulo6579 musa ukuvuna lelimpondo lizokhuluma umsangano la....lisho ukuthini uma lithi akusonyani le eshiwo u dr mzizi..
dr wosizo
Kwaze kwathatha isikhathi eside this time ukuba sibone i video ka dr mzizi