Kahle kahle uShwi okufuze kube uyena inkosi kamaskandi

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 29. 10. 2021
  • Lapha sikuthulela inkulumo phakathi kukaMadoda "Dogzin" Ntshingila noShwi bachaza ngokuhlangana kwabo
  • Hudba

Komentáře • 94

  • @nokwandasimphiwe3965
    @nokwandasimphiwe3965 Před 2 lety +19

    UShwi ngeke simbeke ebukhosini singambiza ngomongameli womaskandi

  • @Mashobane_Nyandeni
    @Mashobane_Nyandeni Před 2 lety +10

    Bagwaze Dogzin angishongo ukuthi ubakhiphe ama inside hhaaawu!! Ulikhuni umoya wakho mntanami!!! 🔥🔥🔥😤🙌🏾

  • @artistmcwayizenintshangase1993

    Dig zin ngifisa ngelinyilanga uke uxoxe kabanzi ngokuhlangana kwakho no BHEKUMUZI LUTHULI,ngobilapho engakwazi ngakuhlonipha khona Ku basss

  • @bukhulubenkosi2297
    @bukhulubenkosi2297 Před 2 lety +10

    Hauu wake washo umgqumeni ukuth ukushaya ngeMpansula lakwa Ntshingila bagwaze dokzin ngiyaqala ukumazi bt abaculi abaningi bebehlezi bemphethe emlonyeni noBhekumuzi

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před 2 lety +6

    Wow this is nice guys i 'd like to see more videos like this

  • @sithembisomthethwa5236
    @sithembisomthethwa5236 Před rokem +2

    UDogzin ngimthandel ukth noma uhlangana naye emcimbini emkhulu akaziqhenyi uxoxa nawo wonke umuntu futhi uzithobile ngeke usho ukth udumile.

  • @vumokwakheshangase759
    @vumokwakheshangase759 Před 2 lety +5

    UShwi yena number 1🔥

  • @myaluzadagenuine
    @myaluzadagenuine Před rokem +1

    Gcwala mgodi kawugcwali kade ng'kulayisha, hlikihla Digzin!!

  • @sbonisokawula2457
    @sbonisokawula2457 Před 2 lety +4

    Washo uGogo oMdala🔥🔥🔥🔥

  • @thulaninzama3352
    @thulaninzama3352 Před 2 lety +1

    Hlikihla Dogzinnn..... Bengamazi ukuthi nguye lo, isginci akasishayi uyasbhaxabula... Doggzin...

  • @moyonkosiyazi1823
    @moyonkosiyazi1823 Před rokem +1

    Bass guitar is very special that is why not everyone can just play it,,,Maqhude nawe Dogz nizinkunzi...

  • @umlindeni9750
    @umlindeni9750 Před 2 lety +3

    Hlikihla dogzin💯🙌

  • @mhlanganomedia5628
    @mhlanganomedia5628 Před 2 lety +3

    awzakhala madoda ngangyini kodwa

  • @nevillemataka1582
    @nevillemataka1582 Před 2 lety +7

    Bagwaze Dogzin...umgwaze umuntu azebe njeee...waze walukhuni umoya wakho

  • @nkosingiphilendlovu1463
    @nkosingiphilendlovu1463 Před 2 lety +1

    Bagwaze Dogzin ,ngiyabonga mina

  • @WeltonMzila-nd5hi
    @WeltonMzila-nd5hi Před 10 měsíci +1

    ❤❤🎉🎉🎉bathathe Shwi no Dogsen

  • @sandilejele188
    @sandilejele188 Před 2 lety +4

    Kumnandi ukubona izinsizwa zizwana

  • @busizweephraimmagalela5385

    Wow ngiyabonga mina 🙌

  • @lingomsoinga5861
    @lingomsoinga5861 Před 2 lety +4

    Bagwaze Dogzini

  • @mtungwakhumalo8883
    @mtungwakhumalo8883 Před 2 lety +1

    Madoda Ntshingila awu madoda iphiwe lendoda. Ngaqala ukumazi kuqembu Amalunga beno Sabelo Ngwenya. Wahamba kakhulu kumgxobanyawo nako Thisha Nzuza. Kanti nase stage igijime kakhulu lensizwa kuwo Amalunga.

  • @khethamaphalala4618
    @khethamaphalala4618 Před 2 lety +4

    Esethi umfoka molo bagwaze dogzin.. Zilele insizwa🤦‍♂️

  • @itanishilowa5028
    @itanishilowa5028 Před 2 lety +2

    i luv yr music maskandi where's nomthekhala

  • @lungeloqwabe957
    @lungeloqwabe957 Před 2 lety

    Bobhuti UQwabe uthi inkosi inigcine imisebenzi siyayazi Kahle.🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌🙌

  • @lesleydube3974
    @lesleydube3974 Před 2 lety +1

    hawuuuu uLive osezingeni lona webaboooo

  • @theomalunga9532
    @theomalunga9532 Před 2 lety +2

    Bagwaze we dogkzin

  • @mandlakhedladla9148
    @mandlakhedladla9148 Před 2 lety

    Mmmmm kodwa Ntshingila into oyenza ngoBass kule-album kamfokaMolo imali yabelungu ngyayesaba mina, nakule kaShwi emkhathini 🖐️🖐️🖐️🖐️

  • @BuhlebzNetwork
    @BuhlebzNetwork Před 2 lety +4

    Ngiyabonga ukuthi kesibone ingqwele kamaskandi kanye nombhaqanga ubaba uDogzin Sekushoda ngiboni uPhathaphatha no Lahlumlenze yibo abaphathi bomculo wakithi laba ngenxa yokuthi abakhiphi Albums abaklonyeliswa.

  • @zakheleningubane854
    @zakheleningubane854 Před 2 lety +2

    Bagwaze Dogzin

  • @scelongwenya6365
    @scelongwenya6365 Před rokem +1

    Dogzin😍😍😍😍

  • @sibusisosandla9292
    @sibusisosandla9292 Před 2 lety +1

    Nice 1

  • @philangezwizondo2719
    @philangezwizondo2719 Před 2 lety

    Hlikihla Dogzin Hhaaawu madoda eyiii ngithanda ngendlela odlala ngayo I bass guitar!!

  • @SEBEMDLILE
    @SEBEMDLILE Před 2 lety +1

    Angnakphawla ngifaka lokhu nje💖💝

  • @muziphungula4510
    @muziphungula4510 Před 2 lety +1

    We bungakafiki ubuxoki kuShwi noMthwalo. Kuyayiwa ezulwini

  • @nkululekomajola5269
    @nkululekomajola5269 Před 2 lety +2

    I love bass guitar very much 🔥🔥🔥🔥

  • @sibisivusi7352
    @sibisivusi7352 Před rokem +1

    Awuu! kanti kwaku kuhle kanjena, awuuuu kodwa ngiyakusaba okwaxabanisa lamaQhawe

  • @sibonelosibiya0311
    @sibonelosibiya0311 Před 2 lety +1

    Haw umgwaze umuntu azebe nje. Waze walkhuni umoya wakho. Bagwaze Dokzin

  • @busisanimdlalose4420
    @busisanimdlalose4420 Před 2 lety

    Ayee yee ilapho maqhawe ami 😀😀😀💥💣🤝🤝👌🤞🏽✌✌✌💪💪

  • @philanimajola1925
    @philanimajola1925 Před 2 lety +2

    Awusuka madoda kukhuluma izinqwele.
    Kwakhala uthwalofu e icc ethekwini ngo 2016 wathi uyamgcoba uShwi iyona nkosi kamaskandi. Sasikjona lapho

  • @siphodlamini9903
    @siphodlamini9903 Před 4 měsíci

    Yey kudela oke azibone ngamehlo lezinsizwa ngicela ningashintshi nje isigqi senu bafwethu simnandi hhayi lomfaniswano osuculwa yilabafana bamanje nankuke umaskandi esasiwazi thina labafana abalokhu bepantsana lana beganga ngathi bethi bayacula besijwayela kabi

  • @mjozana5455
    @mjozana5455 Před 2 lety +1

    Bayidlala kamnandi

  • @BenmthokozisiKhumalo
    @BenmthokozisiKhumalo Před 3 měsíci

    Yaze yamnandi into yenu bantwana beNkosi,amen

  • @talentncube8449
    @talentncube8449 Před 2 lety +1

    Dogzin ngijabule ukwazi

  • @phumlanifayilani2234
    @phumlanifayilani2234 Před 2 lety +2

    Ingena kamnandi bass 🎸

  • @mashelenigamedze5475
    @mashelenigamedze5475 Před 2 lety +1

    Inkunzi eyindala

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 Před 2 lety +5

    Ngize ngimazi uDogzin "hlikihla Dogzin" benghlez ngimbona ngingamazi uyena lona. Ay-ke ikhehla le nyoni ngyalivuma-ke ukuba inkunzi

  • @sphamandlahlongwa3724
    @sphamandlahlongwa3724 Před 2 lety +4

    Kuyezwakala nje ukuthi isegazini lento,kanti nephimbo nepeni futhi Shwi unzima kakhulu

  • @phumlanifayilani2234
    @phumlanifayilani2234 Před 2 lety +3

    Ngiyabavuma bass guitar 🎸

  • @mthulisindlovu173
    @mthulisindlovu173 Před 2 lety +1

    Umongameli womaskandi Shwiiiiiii

  • @finnamsiza8755
    @finnamsiza8755 Před 2 lety +2

    Ngiyanibingelela ngithanda ukuzithoba kwenu niyisibonelo esihle ngiyanithanda kodwa bakithi sikhala esandleni khuphukani maqawe

  • @sithembisomthethwa5236

    UShwi akehlise ukuthand imali abonge lokhu ayikho nje ngoba esho uDogzin ngoba imali ngeke imenelise yize ekade kwasa eyiphatha.

  • @siyabongachili94
    @siyabongachili94 Před 2 lety +4

    Yazi lento kubo injengomdlalo kodwa manje kyasetshenzwa looool

  • @senzonkwanyana344
    @senzonkwanyana344 Před 2 lety +2

    The living legends... Long live baba uShwi ne thimba lakho

  • @njabuloskwayantuli5272
    @njabuloskwayantuli5272 Před 2 lety +1

    ✊🏿✊🏿✊🏿✊🏿

  • @drone88580
    @drone88580 Před 2 měsíci

    "Dogzin! gwaza lezinto wena seyikhathele" kwasho ibhova

  • @ndumisomqadi1689
    @ndumisomqadi1689 Před 2 lety +1

    Bagwaze dokzin

  • @sphiwekhuzwayo9506
    @sphiwekhuzwayo9506 Před rokem

    💪

  • @bukhulubenkosi2297
    @bukhulubenkosi2297 Před 2 lety

    Mmmmmmm umlolozelo odlalwa ezandleni

  • @lingtonkhumalo8014
    @lingtonkhumalo8014 Před rokem

    Kanti loba obe faka isgcoko se Boston odlala u Bass guitor kwakuthiwa ngubani? Ngangithi nguye u Madoda Ntshingila

  • @darlingtonmachilar6745

    He is ✊🏽✌️

  • @sokesibonengubane502
    @sokesibonengubane502 Před 2 lety +2

    Yebo ngiyavuma he is out living legend n ngiyathandaza but ngekee sikwazi ukumbiza ngenkosi kamaskandi ngomculo he is not consistent.

    • @siyabongamtshali4
      @siyabongamtshali4 Před 2 lety +1

      What do you mean qhen you say he is not consistent? To you who is consistent kubo bonke laba ababizwa ngamakhosi njengamanje

    • @BuhlebzNetwork
      @BuhlebzNetwork Před 2 lety +1

      Khuluma umuntu ongazi ukuthi yini umaskandi awuthi sikutshele umaskandi yintambo lokhu uShwi akwenza ngempela uzwile lengoma ekade beyisha yokugcina bekukhuluma intabo kungekho voice yamuntu kodwa sizwile ukuthi umaskandi and uShwi no Dogzini abebesha lezontambo wena laba othi bangamakhosi bayakwazi ukushaya umaskandi noba abaculi njee.

    • @sbongisenimkhwanazikambimb2486
      @sbongisenimkhwanazikambimb2486 Před 2 lety

      Udlala ukungazi nje wena if bengekho consistent then who is consistent kuleyo Maskandi abakhona njengamanje.

    • @sokesibonengubane502
      @sokesibonengubane502 Před 2 lety

      @@sbongisenimkhwanazikambimb2486 jaiva zimnike

  • @sanelemsibi7689
    @sanelemsibi7689 Před 2 lety +1

    Guys guys guys eyenu lento given from GOD above

  • @njengenkosindebele9453
    @njengenkosindebele9453 Před 2 lety +2

    Kodwa mfwethu eyphelele le vido

  • @luxennyathi6476
    @luxennyathi6476 Před 2 lety +3

    Ngicel' ukubuza kuTokzin ukuthi uwena yini obudlala kuBhekumuzi ubass guiter

    • @musigratitude3124
      @musigratitude3124 Před 2 lety

      nguye, uBhekumuzi ebeke emutophe ezingomeni ezinye

    • @sifisosithole9631
      @sifisosithole9631 Před 2 lety +2

      Mayethi ngikuphusha ngomdladlambe mthwalo katholake mabili amasango khona elokuya nelokubuya ekhaya konina Kwa Hadebe Shikisha Dokzini .wayesho yena

  • @sandilembatha583
    @sandilembatha583 Před 2 lety

    Perfect khehla lenyoni n abnormal

  • @nquthutv6401
    @nquthutv6401 Před 2 lety

    nje

  • @jabulanimsiki1434
    @jabulanimsiki1434 Před 2 lety +1

    Vele uyinkosi yomaskandi inkosi ayizibeki futhi iyathoba njengaye uShwi

  • @sindykawe8767
    @sindykawe8767 Před 2 lety

    Ngawubuyele kulotune wakho wakudala

  • @eunicentombifuthi7887
    @eunicentombifuthi7887 Před 2 lety

    Ngafa ngafelubala ngikwazi ngayo babuShwi, umongameli or ophethe or jikelele komaskhandi umuntu uba iqhawe ngakubo

  • @ntlakaniphomagenu8582
    @ntlakaniphomagenu8582 Před 2 lety +1

    Kant uban

  • @georgebuthelezi8057
    @georgebuthelezi8057 Před 2 lety

    UShwii pho wanomlenze owodwa Dogzini

  • @khanyiemkhah6529
    @khanyiemkhah6529 Před 2 lety

    abo musician uqobo laba

  • @limza_nasdaq_killersiphoma6659

    Amaqhawe

  • @mapholobalastborn5lastborn407

    Mfwethu iyashoda levideo kunengoma engekha ababeyculile lena Ethi uyinja wedogzini wagwazumuntu waze wambekumunwesweni

  • @sicelozwelinjani3202
    @sicelozwelinjani3202 Před 2 lety

    Umuntu angeke asithathe isiphiwo somunye umuntu,cha uShwi ngyamvuma lento wayiphiwa esasesiswini sikanina,ngithi nje Bhuti qhubeka ujabulise abantu.

  • @vikanisikhakhane
    @vikanisikhakhane Před 2 lety

    Engicela ukukubuza kanti uban owaqala ukucula phakath kuka Shwi nomaHawukela?

    • @mhloshuku4020
      @mhloshuku4020 Před 2 lety

      Mahawukela mfowethu owaqala kuqala, Shwi wayegida kuye aphi abe kuma backings

    • @vikanisikhakhane
      @vikanisikhakhane Před 2 lety

      Ohk kuth ngizwe beth oshwi wavezwa uyen loshuna..Ngyabonga wezinkabi

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před 2 lety

    Bayayenza lento labobaba ngiyabavuma

  • @sakhilesithembiso6182
    @sakhilesithembiso6182 Před 2 lety

    Uw suka marori

  • @moyonkosiyazi1823
    @moyonkosiyazi1823 Před rokem +3

    Bass guitar is very special that is why not everyone can just play it,,,Maqhude nawe Dogz nizinkunzi...

  • @igezalakongozatv3900
    @igezalakongozatv3900 Před 2 lety +4

    Mina ngithi inkosi ayizibeki Kodwa iyabekwa or iyazalwa kodwa kokomculo oshwi ibona indlela kamaskandi seningababeka ke laba benu