Ukuphupha ngemali kusho lokhu

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 8. 10. 2023

Komentáře • 86

  • @NokwaziMaluleka
    @NokwaziMaluleka Před 14 dny

    Amen ukuphupha udla nezinja ezibomvu endlini ekhishin nidlela ebhodweni emsamu kushon

  • @LiqhaweNgcayiya
    @LiqhaweNgcayiya Před 12 dny

    Amen 🙏 ndicela kwaz lithetha kuthini ndiphe ndizele imbovane zimnyama ebusweni ngaba lithetha kuthini 😢😢

  • @user-jy8gm1lt9p
    @user-jy8gm1lt9p Před 6 dny

    Ukuphupha umuntu wesilisa akupha izimpahla ezimnyama kuchazani

  • @mosesmaluque6352
    @mosesmaluque6352 Před 13 dny

    Ukuphupha uphalaza noma uhlanza

  • @NOMVELOZANELE
    @NOMVELOZANELE Před 4 dny

    Ngcel ukubuza kuchaza ukuthin ukuphupha Ubona Abantu bekhipha imali ebank yaphuma yanengi engamaphepha wayithatha nawe

  • @Yesaya-cs3do
    @Yesaya-cs3do Před 5 měsíci +1

    Kusho ukuthi ukuphusha uphiwe imali egoqiwe yamaphepha
    Bese umangiyithatha ngithi ngiyayi Lula ngiyipakishe kahle bese lomuntu engisebenza naye angivuse

  • @user-ew1ts4vn1i
    @user-ew1ts4vn1i Před měsícem

    Ukuphapha uphethe amathumbu akho ngezandla uthi uyagoba kuqathake iphaphu lakho futh kodwa awushaywanga

  • @jeanettmpho3892
    @jeanettmpho3892 Před 5 hodinami

    Ukuphupha uzikhipha izinyo self

  • @PhilaniMkize
    @PhilaniMkize Před měsícem

    Thokoza Uma uphupha ushayiswa imoto kusho ukuthin
    Uma uphupha ubanjwa ingane engath khona umcimbi komulume laph uma ngithi ngiyahamb ngibanjwa ingan ngiz ngiphons phansi imali ewuhlweza kwimand ngiphunyuka ngi hamba

  • @takalanimuthala4665
    @takalanimuthala4665 Před 5 dny

    Ukuphupha uphiwa umntu owesilisa ama 2hundret engena endlin uhlezi phansi embheden kunendoda yakho ilele iwata becose kufika lokupha leyo mali

  • @NomahlubiMhlawuli
    @NomahlubiMhlawuli Před 24 dny

    Ndiphupha umelwane esithi ndimonela intombi yakhe ngoba ifunda evasithi ino enesfas ,ndihambile ndaya kwitshomi ekwasebumelwaneni apho kuyekwakho ibhakethi eliphalinezinto ebendizixovula kwabe kukho endilandelayo phantsi komhlaba nobandimile nayo iyema

  • @ZaneleGumbi-bj9jf
    @ZaneleGumbi-bj9jf Před 2 měsíci +1

    Ukuphupha uphakathi kwe train ehambayo, egcwele abantu
    Kuchazani?

  • @MsiziDube-fb4dp
    @MsiziDube-fb4dp Před 26 dny

    Ukuphupha ucosha imali phansi eyamaphepha nama coin angu 2

  • @folliemonareng2897
    @folliemonareng2897 Před 3 měsíci

    Thokoza gogo ngi phupha babe longitalako washona kudzala ngimphupha ngimbona alele ubona kutsi ulele uyaphefemula net ulele

  • @user-jx4uu9qy7y
    @user-jx4uu9qy7y Před 8 měsíci

    Umauyiphupha uyibona kulomunye Kush on

  • @NqobileNqoshka-yk3df
    @NqobileNqoshka-yk3df Před měsícem

    Ngcela ukubuza ukt kuchazani mawuthola iqanda leJuba emnyango linegaziii futhi lingakafi

  • @MsiziDube-fb4dp
    @MsiziDube-fb4dp Před 26 dny

    Ukuphupha ukhetha indlubu

  • @ndukenhlesunday8079
    @ndukenhlesunday8079 Před 2 měsíci

    Ukuphupha umuntu othandana naye ekujolela noma uhleli uvele ucabange ukt la ekhona uyajola kuchazani?

  • @NtandoSithole-qr6lx
    @NtandoSithole-qr6lx Před 2 měsíci

    Thokoza gogo kusuke kwenzenjani Uma unokuzwa ngathi khona okhona endlini Uma uthi uyalala kuneminyakazo ethi Vuka uzwe umzimba uqina Kube ngathi khona into egijima emzimbeni uthuke ujuluke umzimba ungakwazi ukunyakaza

  • @LindiweSkhosana-ee1uo
    @LindiweSkhosana-ee1uo Před 26 dny

    Ngiphupha ngisemsebenzini ngipala amacada amaningi kufika owedwa engisebenza naye ethi uzonginceda ukubala anaconda kushoni

  • @NkululekoMalwane-nj5cg
    @NkululekoMalwane-nj5cg Před měsícem

    Mine ngiphuphe inhlathu kayi bili ngelilanga lesitsatfu yangishaya esandleni ngabe kuchaza kutsini

  • @MbaliNdlovu-ff9nj
    @MbaliNdlovu-ff9nj Před 2 měsíci

    Ukuphupha umkhulu wakho epha abantu imali Koda Mina engincisha

  • @ZinhleManana-ju7gd
    @ZinhleManana-ju7gd Před 19 dny

    Hi kushoni kuphuph sihlahla semali sisemfuleni sinetimbali letimhloph lakhatsi unema coins

  • @user-bi5wp1ts6i
    @user-bi5wp1ts6i Před 4 měsíci

    Kusho ukuthini ukuphupha ingane ishonile besekuthiwa ikhuleke ngithe umangisho ubaba wethu osezulwini ngithengikaqedi ngisathi nomangihamba esigodi sethizi lokufa angiyakwesa yavukaingane ebengikhulela kushothini

  • @ThuliNhlapo-hf7tz
    @ThuliNhlapo-hf7tz Před 2 měsíci

    Ngiphuphe imali emehlophe nginikenza ubaba omundala ophofu enamakhanda abantu bankundala

  • @EmilySomdaka
    @EmilySomdaka Před měsícem

    Uphupha usenza iwashing

  • @DuduMaseko-jz4jj
    @DuduMaseko-jz4jj Před měsícem

    Ukuphupha untanakho enjabulile ebuyelene ne ex yakhe Mina mamakhe ngathi ngiyafika ngithola upheke izikobe uzifake ku20litre ezibovu zizodwa ezimhlophe zizodwa zizodwa

  • @keitumetse-rt3wn
    @keitumetse-rt3wn Před měsícem

    Thokoza....dreaming of cutting your hair what does it mean

  • @sbonisombele-kc6gu
    @sbonisombele-kc6gu Před 26 dny

    Thokoza gogo ngicela ukbuza ukuphupha useskoleni uphasa Kahle ujabulile kuchazani

  • @BusisiweNgwenya-nn1ep
    @BusisiweNgwenya-nn1ep Před 3 měsíci

    Ngiye ngaphupha imali emhliphe yehla emngedeni ngaphibnde ngayixosha phansi

  • @SimphiweMzizi-pr3wp
    @SimphiweMzizi-pr3wp Před 3 měsíci

    Thokozani makhosi bengicela ukubuza ukuthi uma uphupha iphostoli igcwele ebaleni kanye nenyama kusho ukuthini lokho

  • @user-ri6uj4rp4j
    @user-ri6uj4rp4j Před 7 měsíci

    My. Khulu his iphupho

  • @user-ow3kl4wj3i
    @user-ow3kl4wj3i Před 4 měsíci

    HI CC UNJANI ukuphupha indandatho yomshado

  • @thembelihlempontshane5861
    @thembelihlempontshane5861 Před 7 měsíci

    Ngicel ukuboza ukuth kusho ukuthini ukuphupha ugundwa umyeni wakho

  • @NELISIWEMiya-jj6ws
    @NELISIWEMiya-jj6ws Před 3 měsíci

    Thokoza gogo ngicela ukubuza uma bekuphupha uzama ukubulala Ubuntu ngabe kusho ukuthini lokho

  • @zoeygoba2127
    @zoeygoba2127 Před 5 měsíci

    If ukphapha isha imali yamaPhepha😔😔

  • @ntombifuthijiyane170
    @ntombifuthijiyane170 Před 8 měsíci

    Uma uyiphupha bakunika yona igcwele
    Ibhodlela imali e silver

  • @ElliotMleleki
    @ElliotMleleki Před 5 měsíci +1

    Mina ngophuphe nginika umuntu u R50 R5 abawu 2

  • @user-ms2et4bb3w
    @user-ms2et4bb3w Před 4 měsíci

    Ngiyabonga ngencazelo kodwa mina ngiphuphe ngicosha imali engu 50 rand ngiwuthole kwindwangu emhlophe ngididekile yaz

  • @PortiaNobom
    @PortiaNobom Před 23 dny

    Mina ngiphuphe ngidobha imali engamaphepha

  • @loitasngcube8519
    @loitasngcube8519 Před 5 měsíci

    Ngiyabonga ngephupho lemali

  • @fortunatemthethwa6142
    @fortunatemthethwa6142 Před měsícem

    Ukuphupha inyoka emyama indize ma ifika phanci ibe inja kuchazani

  • @MntwanLelo
    @MntwanLelo Před 5 měsíci

    Thank you. Ukuphupha ubhema i cigarette khona kusho ukuthini?

  • @user-pj4pc2vu3y
    @user-pj4pc2vu3y Před 5 měsíci

    Sakbona sisi ngimusha kule group kuphupha utsenga ngemali yema coin bese bangitjintjele imali leningi ingabe kuchazani?

  • @user-ij3eu7ru2d
    @user-ij3eu7ru2d Před 3 měsíci

    Upupha imali silver uyifaka empokotweni

  • @ndukenhlesunday8079
    @ndukenhlesunday8079 Před 2 měsíci

    Ukuphupha udlala ibhola

  • @KennethJabavu
    @KennethJabavu Před měsícem

    Thanks so much

  • @user-mp4hn7jg5s
    @user-mp4hn7jg5s Před 4 měsíci

    Ukuphupha endlini kuncolile ngabe kusho ukuthin

  • @VuyiswaMvubu
    @VuyiswaMvubu Před 4 měsíci

    Ukuphupha imali yegold ne silver kuthwa ndiyothenga icabbege

  • @ZandileMasondo-tz6rf
    @ZandileMasondo-tz6rf Před 2 měsíci

    Nima angichazelekile ngephupho lami ngphuphe ngincosha imali ewo R2 ekamelweni lam ngyincosha no ndande bethu abagcwele phansi

  • @user-lv8ig8iz1d
    @user-lv8ig8iz1d Před 2 měsíci

    Ukuphupha unhweza lwemali endala uycosha

  • @bonginkosinhlapo843
    @bonginkosinhlapo843 Před 4 měsíci

    Ukuphupha umuntu owashona edla amaqanda amaningi athosiwe

  • @thelegacy5368
    @thelegacy5368 Před 5 měsíci

    Wena wawachazelwa ubani lamaphupho, ziliqiniso elingakanani izincazelo zakho?

  • @user-gz1ue3jv4t
    @user-gz1ue3jv4t Před 8 měsíci

    Ngisacela ukubuza ukuthi kusho ukuthini ukuphupha iwele likunika imali engamaphepha liphinde likuphe engama coin uyithathe

  • @celimpilobiyela6517
    @celimpilobiyela6517 Před 3 měsíci

    Ngicela ukubuza uphethe imali emhlophe

  • @babalwaindi3052
    @babalwaindi3052 Před 4 měsíci

    Ndicela kubuza xana uphupha uxelelwa kuba umntu ubundibene naye ongutata kuthiwe ukuvulisile inoba lithini sisi please help

  • @Bonginkosi-vr8el
    @Bonginkosi-vr8el Před měsícem

    Kuchazani ukuphupha ucosha imali emhlophe phansi

  • @2k_delakufa
    @2k_delakufa Před 3 měsíci

    Ukuphupha iso eline nkanyezi phakathi kusho ukuthini it's been 2days now

  • @user-nc1yx6xq4d
    @user-nc1yx6xq4d Před 4 měsíci

    Uma uphupha ama200 ephesini

  • @user-nc8mm7gs7i
    @user-nc8mm7gs7i Před 7 měsíci

    Uma uphupha imali isetoilet kuchaza ukuthini

  • @andiswagenge2384
    @andiswagenge2384 Před 3 měsíci

    Ukuphupha ugadiswe ingane kubekho notywala ne nemfu

  • @FaithMbatha-sy1et
    @FaithMbatha-sy1et Před 5 měsíci

    Ukuphupha umalume ashiye ibhuluko lakhe ngilikhuthuzi ngithole ama R10 yodwa kuzo zonke izikhwama kusho ukuthini

  • @user-en5we2xg8u
    @user-en5we2xg8u Před 4 měsíci

    Ukuphupha umtwana omncane avela amazinyo kusho ukuthini?

  • @PhilaniMkize
    @PhilaniMkize Před měsícem

    Uma uphupha ubanjwa ingane engath

  • @ntombifuthijiyane170
    @ntombifuthijiyane170 Před 8 měsíci

    Uma uphupha imoto yemali

  • @user-kj7xc7dk2j
    @user-kj7xc7dk2j Před 8 měsíci

    Ukuphupha ukitjhimiswa amaphoisa kushu kthini

  • @user-uo6jy6zj4v
    @user-uo6jy6zj4v Před 2 měsíci

    Ngiphuphe mali yama coin ngidopha eskoleni ama R2 awu3

  • @abigailmawi1385
    @abigailmawi1385 Před 3 měsíci

    Why bengasphenduli abamaphupho ?

  • @joycelindiwe4822
    @joycelindiwe4822 Před 4 měsíci

    Ukhuphupha ma coin like R2 and R1 uwadobha

  • @CindyBekwa
    @CindyBekwa Před 4 měsíci

    Ukuphupha ukhulekela ingane egulayo

  • @muziedlamini3897
    @muziedlamini3897 Před 8 měsíci

    Kusho kuthini kuphupha uhamba emathuneni

  • @thabosibonelonkosi768
    @thabosibonelonkosi768 Před 3 měsíci

    Kuchaza ukuthini uma ukhala

  • @user-bi5wp1ts6i
    @user-bi5wp1ts6i Před 4 měsíci

    Ngiya WhatsApp

  • @KgameKgame-ve1ci
    @KgameKgame-ve1ci Před 4 měsíci

    Siyabonga, Siyathokoza, Baie Dankie, Realeboga, Inkosi iiiii AMEN

  • @user-jc5lb8ug9m
    @user-jc5lb8ug9m Před 5 měsíci

    Gogo ngicela inamba yakho

    • @sichaza-amaphupho
      @sichaza-amaphupho  Před 19 dny

      Thokoza ngcela uwhatsap nansi inamba yethu sokuphendula🙏🏿
      060 876 6467

  • @user-og9qg1eo4t
    @user-og9qg1eo4t Před 6 měsíci

    Sanibona ngicela kubuza kuthi kuchazan ukuphupha lokhu...ngiphuphe ngathi ngyobhalisa eskolen but manje kuse primary mina ngyo register for matric manje kugcwele izingane zifake I uniform eyodwa imane intshontsha imali yam ama coins ngiybhaqe ngithi ayibuyise ilokhu ikhipha kancane ngavele ngayiphuca yonke imali...ngaphinde ngazophupha ngathi ngyagijima nginqunu ngfake u bra be penty iblukwe neskibha ngiziphethe ngesandla ngathi ngyagijima ngiya la u boyfriend wam ethe ngzomfica khona ngangamthola mase ngbuyela emuva ngihlangane nezingane eyodwa yazo unghleke kuth angigqokile ngithe ngisanake lona onghlekayo ngimthethisa lezi ezinye iyngane zikhuthuza I bag yam zikhipha imali o R5 R2 R1 ziyibeka ngokwehlukana ziyilekanisa enye ziyayintshontsha ngazibhaqa kuth zyantshontsha ngathi"ikhiphen yonke le eniythathile ibuyisen"zayikhipha emaphakethen zakhipha inqwaba sekukhona neyamaphepha

  • @user-md7gn1ko2k
    @user-md7gn1ko2k Před 5 měsíci

    Mina ngiphuphe sengathi Uma ongzalayo wenze ukuhamba lokuphahla lunemali wathi ingathathwa leyomali bekukhona nomalume osashona

  • @thandimasilela8947
    @thandimasilela8947 Před 4 dny

    Shame uyazama ukuchaza kodwa incazelo yakho ayicaci kahle kokunye ngathi uyafunda into ebhalwe omunye umuntu. It's not what you know ngamanye amagama. The topic is interesting but try to improve your explanation. I was tempted to listen to your topic coz I dream a lot about money but I didn't follow incazelo yakho kahle maybe next time I will.

  • @LouisThami
    @LouisThami Před 2 měsíci

    Ngisa ncela I number please whtspp

    • @sichaza-amaphupho
      @sichaza-amaphupho  Před 19 dny

      Thokoza ngcela uwhatsap nansi inamba yethu sokuphendula🙏🏿
      060 876 6467

  • @MbaliNdlovu-ff9nj
    @MbaliNdlovu-ff9nj Před 2 měsíci

    Kuchzani ukuphupha umkhulu wakho ongasekho enika abantu imali wena engakuniki

  • @user-rq5xo3nf4g
    @user-rq5xo3nf4g Před 4 měsíci

    Ukuphupha izingubo ezimhlophe

  • @user-pj1yu9xx9c
    @user-pj1yu9xx9c Před 5 měsíci +1

    Kuchaza ukuthini Ukuphupha ngenyoni