Ushaya wonanqo ushuni wekhansela 👏👏 kodwa ksamele uzijwayeze icamera📸🎥
Ubambe lapho nje mfana kith ungaphik nalomaskand okhonolam nosphiwe Sam wena nje qhubeka usphakele ukudla kwendlebe pmb iyavuma👍
Muhle msebenzi wakh Gcabashe..... kodwa hleka phela noma ungahleka one hour😊😊😊
😂😂😂 ukhona umuntu omcasulile.... koda ay uyacula boh. Muhle umsebenzi
Khuphuka Nxele lakwaShandu 👏👏👏👏👏👏👏👏 Ushuni weKhansela
Lensizwa ayizame ukuhlangana noSfiso mkhize umfana weKhansela bazophuma nenye into
Syabonga ngekhantsela awuuu kodwa le voice menjalo nkulunkulu akwandisele
Khuphuka Gcabi Gcabi nextime ubuye le smile muhle umsebenzi wakho 😊😊😊
Uphuma silwe kekelona 😅Cha bafethu iqondanisile lenkabi umona phansi! Ibambe kanjalo nsizwa
khuphuka lapho Gcabasheee ngiyakuzwa mina
Syabonga emashingeni, qhubeka njalo Gcabashe omusha
Muhle umsebenzi owenzayo mtakamalume iphiwe lensizwa ishaya wona nqo abantu angeke beyenganxanye bengemanzi Up ngaMashinga
Yiyo yiyo ushaye kakhulu lana qubeka kuyalaleleka muhle umsebenzi ungapheli amandla.
Awu madoda Mthiya,Ndabezitha,Sontshikazi wena ongengakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela kukude eMsinga nkunzi khuphuka lapho number one ilapho nje
Muhle umsebenzi ngyaz njalo uzowushintsha loshuni kanti umnandi
Hay mna umona ndazi ililifa lezidenge..all i can say hay mfana uyabetha and ucula nge voice yakho eyoba ushuni yangokabin ngeke siyngene ngoba umculo ungonakala🤝💪
Ngyamvuma nkosi yami yooooooh ngakhumbu la 😂🤞 suka mani
Abakuyeke mfana uwuvusile ushuni weKhansela obungasekho. Qubeka mfowethu ungayeki siyawuthanda thina
Wangikhubuza iKhansela no JBC, Mnhlaba awunonini
Mf2 usebenzile impela uhleli kuloshuni walo I Khansela yize phela kungeke kufane nse okwezwi kodwa ushayile
Wathukuthela nangumculi wee😂😂😂
@@bhekuyisegina3299 looooool ngowaka gcabashe nami kodwa ubafo ay udiniwe
Ushayile mfethu ,ithwasa lekhansela selihambe kakhulu lihubhe mfwethu ungasali
big up mfana ngthanda cause awufihli ukuth ushun wekhansela good
Ayicha uzanazo kancane nkunzi akufani khona
Uyeke esimthembile uzosgwajisela ungizwe
Iyolala idibene🔥🔥🔥🔥🔥❤ mfethu muhle umsebenzi, kuhle
💃💃💃💃💃💗👌🔥❤
Ubuyile ushuni wekhansela kodwa itempo ifast yona syadinga kumuzwa emsakazwen
Phambile ngiyakuzwa nkabi 👑
Balithintile la...... Khuphuka Gcabashe Omusha konakele kulonyaka
Ucasulwa yin pho ?😀😀😀😀😀😀
Washa..ngyabonga mfowami..wangiculela kamnandi...ibackground song ingithathile Mina
Ama backings yiwo adidekile but nje umholi uhlezi phezu kwawo ushuni we Khansela
Ahhhhb suuuuuuuka washo kamnandi nkabi, uyanyipha nokho
Ksemanzi phansi isahlalelwe uMsebenzi iNdoda
😂😂😂😂😂😂 ama comments ayangiqeda!!!!!! Khuphuka Gcabashe!!!
iKhansela ngokwayo .
Ucula kamnandi inkinga uhlinike,🤗😁😁
Bazibizangenkosi yomaskandi nje abakaboni nansi inkosi yomaskandi kushomina ushuniwakho ndoda ushayile ungikhumbuza iKhansela noJbc
iyahlekisa lensizwa angathi ifuna ukulwa nje n angathi iybanjelwe isminofu.... kod yona icula kahle
mina ngihlekiswa i comment yako uthi ingathi ibanjwe yini?🤣🤣🤣 cha izwakala nje ngo Roland Mkhize imnandi mpela into yakhe
Ayiiii cha lavuka ikhansela madoda
Ngizifundele ama'comment ngavele ngangazi ngthini indlela abantu abaphawula ngayo ivele yangiqeda
Durban Approves
Khuphuka msinga uyayshaya mkhaya wami
Khula mfana nginawe
Ushayile mfana ngath uyena ngqoh
Mna ngt uzamile ba4 kekho ongalingisa iKhansela yayiphiwe leyandoda ngyaphinda ngt kekho ongalingisa liyafisa lithanda ngeke ngt ngeke ...qhubeka uzama Gcabashe uzoze ukhone okwamanje mana
Yaa uyefanisela no thwaasa lekhansela no kaptein koda ku khansela chaaaa ngyala
Asikwazi nokukwazi ntsizwa usuqhamuka nohlino olunje mfe2 ayy, but ke good work mfo
Eish wavele wangilapha mft 🥰🥰😍kodwa ngeKhansela nkosiyami, wayeve elithanda umama wami 😭😍🥰
Le nkabi icula qobo. Uyazibonela nje nawe ukuthi lento ayiculayo igijima nemizwa yakhe and uyayithanda, uyazethemba futhi uzimisele kakhulu 👌Le nkabi ilambele impumelelo. Ayizile ukuzodlala lana 🙌🙌
Aiy uzosishay lo bhut unolaka
Faki smile uyasethusa ucula kahle kodwa...
Mbatha Mfwethu ngyayicela le CD
Khuphuka nkabi yami
Siyabonga kakhul
Up làpho uyabonake udlala ushuni wangakithi kwamaphumulo phansi kwantabankulu 👩❤️👩👩❤️👩
wemame alikho nhlobo ikhono nje la. loshuni wavuka kanye and awyobuye uvuke ndawo. ukenhlazuka likhona ithwAsa lekhansela u 40 years. ayikho lento oydlalayo uzuthi akekho ozofika kuwe ungumlandeli wena nje kwaphela
Hawu sukamadoda ikati nezethenjwa. Siyabonga emashingeni
Kwavuka usinga winkunzi
livukile la ikhansela
Vumelekile yin muntu uk'cula dakiwe
Ubukeka edakiwe yini , klklklkl sihlekiselwani , Dlala mfana isizwe siyavuma
Khuphuka Gcabashe
wangikhumbuza umfowakithi uhlalabemzonda abafazi namadoda bethi uzofa nini mfoka Mkhize mfana
livuke ngempela ikhansela la
Mmmm yiwo ngqo
llomfanaaa uyinkinga khuphukan bafana bakithiiii sukaaaaaaaa
up ntwana
Umona phansi ushayile yiwo loshuni
Uthwasa lekhansela lingaphansi la uthwasa umculo wakhe uyazelisana nayi inkabi😍 nomshana uyazama
USHAYA WONA USHINI MFOWE2
Ikhansela livukile straight la
salute
Manje ukwateleni we bhut kodwa ke uyacila
UFH Alice campus approves
Ungasitshayi wemfo
Mhle umsebenzi, uyafumaneka ezitolo?
up up up up
Inhle lento iyancomeka.ngek kfane nse kodw iKhansela m sure nalo lyajabula lapho likhona
Up up up up Sontshikasi
Siyakusaba mfo ungasishayi
😅😅😅 yehlisa ulaka nsizwa yakithi ucule nje kahle sizowuthanda kanjn umculo wakho usihlinele kanje phela awngeneki nhlobo wena
Muhle umsebenzi mfana qhubeka
Washaya mtaka mkhulu
Cha iyabhenguza bo lensizwa kodwa yona ihlezi kuwo ushuni
Kmele uthi ukulungisa ama backings uzoba rite kakhulu
Khuphuka mfowethu
Uyawushaya loshuni ndoda
Wavele wabeka kamnandi ingoma
Cha phela bafowethu asimtshele kahle ugcabashe usafika kulento uzojwayela ukubhekana necamera bhasobha umsinga nomasinga ubambile kokamfokamolo careful
Kuphuka Gcabi Gcabi 😃😃
new khansela
LOOOOL YEY UDINIWE LOMUNTU HAYI KANCANI😂😂😂
Ay mfeth wangkhumbuza Khansela no JBC ibambe ngakho qhubeka nkabyam
Hhayi ungasishayi nkunz wathukuthela kangaka
Ayi lensizwa isebenzile bakithi ngiyawuthanda umculo wayo
Muhle umsebenzi bafwethu
I’m tongue tied ... this voice booo ngizwa inwele zam zibophana n goosebumps!!! Ngyakuncoma mina lokhu thumbs up