Kukhalwa ngo Quality Biyela odelele ubaba omdala wabukisa ngaye🥲💔
Vložit
- čas přidán 6. 10. 2021
- #Mnakwethu
#musaMseleku
#babyshower
#Mashelembe
#uthandonesthembu
#Qualitybiyela
Thank you for watching don't forget to Like, Share, Comment & Hit on the Subscribe Button 🔔 Turn on the bell 🔔for more Upcoming Videos - Zábava
Mina ngbona ukuthi ubezidlalela
Yabheda lo quality akayisebenzisi ingqondo
Lack of respect
Ay cha kodwa Quality uyathanda ukubukwa udlala ngisho kabi
Mina nje uyangenyanyisa nje quality
Ningazodlala lowamntu ngeke aze abe ubaba ku quality mncane loya bhuti usakhona umntu othathela entliziyweni izinto ezikhulunywa u quality uyaziwa ukhamisa aphushe nje ,kahleni maan ngo chuku
Mina nje angikaze ngimthande lomfana ngoba kade ngabona ukuthi akasile kodwa ke nokungafundi kunomthelela omkhulu ezintweni azenzayo
Ayke Quality yabheda inhlonipho awnayo ukuthi unemali uyagqoka kodwa umuntu omdala kumele umazi
Cha Cha bakwethu alikho elibila kodwa vele ngeke bekuthonde bonke abantu vese akayona imali
Hay ngeke abangani laba. Yekelani u quality
Cha akuyena ubaba lowaya ngendlela okushiwo ngayo..uwubhuti nje loyamuntu
Inkinga aslazi iside lalobaba maybe waba happy njer bamupha nemali asazi bt senigxeka uquality nibenibona ukuth bayazincokolela labantu
"Obaba abalahlile"😭😭😭
Kbonakala ngath ubengenanking kdwa iqiniso umfana kmele abazi owabo angenza kubo int efana nale. Ukube bekubaba wakho lo bewzojabula naah?
Mhlampe bebedlala uyathanda ukudlala uQuality then ke abantu bayithatha kabi
Ukuthi uphaphe kakhulu lo masaka
Balahlile ngampela owakithi ubaba kungaphela nyaa ngaloyo quality ndin
Inkinga ilapho phela inhlonipho ayidayiswa ngisho naseyitolo so maungenayo awunayo nje
Kodwa ebedlala kwase kuphunyuka la kuphunyuke khona
Angithi manje abantu sebavele maduma nje naye uma ebheka akazi usunyiswe yini yikho edelela nje akusilo ihlaya leli mdala lobaba zithini ke izingane zakhe
Kahleni ihaba laba niyebezwa nje bayancokola bobabili bayahleka Uma usaziwayo ugadwa ngisho usuza by bo
Ngiqhubeboo😂😂😂
Waze wasihlaza isibongo sakwa Biyela mfowethu. Kukho konke okwenzayo inhlonipho mayibe phambili.
Ayikho into ethusayo lana lobaba/buti uyazi kahle marketing game ka Quality not kuthi ulambile noba khona ongahloniphi futhi abadlali benjalo nje umsebenzi loya kubo bobabili
Quality uphaphe lokhu okunyanyisayo neqolo lomdlwane uyangicika mina sephaphe kweqa
Cha lomfana Lo uyaphapha yaz nenhlonipho nje ayikho kuyena
Wuwe ophaphayo...uQuality uyazidlalela
@@kwandilemkhonza8411 uyayazi into eryt kodwa Wena noma uyisishiphi njengaye nje
Kunekhanda kuphela lokhu ingqondo do
Yabona nje quality ubunja lento oyenze laaa
Mna nje sola la athi singadlal obaba abalahlile
Hlampe bavumelene
@Sanelyf asethembe kanjalo
Yaphapha lentwana isile ayihloniphi
Kodwake bebedlala labantu akekho ongaboni😹😹😹
Even though bebedlala .. Uma unenqondo u don't even start ukudlala kanjena nomuntu omdala
Wuuu shame 😔ngobaba wabantu isono
Bedlal nj
Niyabona ke lomphuphe uhlanyiswa lemali ka utube
Kahleni ngomona ukuthi unemali sekungenaphi ke la
Akayazi into yokudlala lomlisa .owamie umbuzo uthi onjanike ubaba olahlile we mfana ka.Biyela noma ka.MaBiyela phela okungabafana abancane abakhuluma kanjena
Bedlala ke kodwa ngendlela engibona ngayo
Aynambeko lebafana noba yakhula kungekho tata la isukakhon
Kahleni ukuphapha baya actor
Ave kuyisphukuphuku loku bandla😕 baqin'sile mebethi ahlanzel abangena mabhodwe...same applies kulesdomu esihlanyiswa yimali😑🚮
🤣🤣🤣yiphi yona akunamaki lokhu sazi abantu abarich thina not lokhu okwesdomu
@@fadigakhalilo4012 😂😂😂
Yhooooo hayi abantu banexaki uyazidlalela nje lomntu ad uqhele ukutsho akaqoki impala ezitshipile yena notywala bakhe buyabiza naye uyabiza ad mawfunufota naye fanele khiphimali abe ezidlalela manje yini ngoku bafo sizame number yalobaba nimfounele nimbuze kuthi yena uziva kanjani idaba iqalelekiphi maybe zanixelela bebezidlalela nje bona
Uyadlala bo
uyazidlalela nje la nalo baba kuba ubaba bengathandi uvezomkhaba amfake impama ..a joke is joke
Aw ubeydlalela u Quality
Kazi owakwaBiyela kuphi lo ngoba thina bakwaBiyela oBuka siyahlonipha
Iyakthanda ukbukwa lenja
Uyingane ekhuliswe ekhaya noma eyicelebrity
Cha waze wadelela lo quality wenu bo🙄
Kukuphi uk udelela la ngoba lababantu bayazincokolela
Noma ngabe ubedlala kubi akunanhlonipho
Ukuthanda ukubukwa ngomunye umunt into yabant abangakhulile
Udidwa ubuso angani uryt zobohla manyosi
Isegu boy lentwana ayazito phapha Buyela
Ave unesgcwagcwa Quality 😡
Nama girls ayaqoma bonke abantu laba abangahloniphi
Chaa kade edlala bakithi kodwa
Ayidlali lento ibukisa ngomuntu omdala
Ukuba nemali akungasenzi sidelele abantu abadala. Ubhedìle nje u Quality👎👎👎👎
hhawu ubedlala u Quality
Akukho ndelelo la uyasho ukuthi uyazalwa udinga ukutotoswa kahleni ngomona nenzondo
Wena mfana usuyaphapha, awaziwanokuthi usebenzaphi liph' ikhaya.
Amancoko nje lawaaaa
Ubencokola hhawu
Nxn yazi lento ezacile ayinanhlonipho
Abasamazi yini Quality bakithi
Come we all know this fool's mentality. Quality was only joking with this man and besides he never forced him to that. This was a pure joke
Pulling a joke on someone's expense is not good at all, even worse us as a Zulu nation we value our elderly people even if you are making a joke with them but it must be in a good manner haw bafethu he took it too far, uyambona nje nobaba ngemuva ukuth shame uswabile ibuhlungu lento just because you have money usuhlekisa ngabanye abantu abazizamelayo ay
That wasn't a joke brothers we were working on something as you know Quality is an ambassador of something so that was part of content, if we did wrong we very sorry but at the end of the day everyone got payed Amen.
Mhlampe ubedlala kungenzeka
Angity eThekwini kukhona obaba abaqhuba olisho
Why kungathiwa abangaqhubi ingane ngoba badala
No no guyz mina angiboni phutha lana
Umyeni wami wangenqabela ukuwugibela wathi ngathi asihloniphi umasifuna ukumupha imali asimuhe without getting a ride and we did
@@blueberryclay552 ngokwami ukumupha imali is even worse...naye mele uwasebenzise ama services akhe just to make him cool and appreciate his work kungabi ukuwubukela phansi
Then usungamnika an extra money ubonga his efforts
@@a.mnqobigumede7182 wayibeka kahle Yeyeye 🙏
@@a.mnqobigumede7182 yeah that what I was thinking nam when I asked ukuthi suwgibele, but ke what we did was from our hearts without disrespect of umsebenzi wakhe.
lento ivili ungakhohlwa
😂😂😂😂😂
into ingibonayo ubedlala ngoba kuwusuku lakhe lokuzalwa koc yami
Hhaysuka uyadlala u quality nina maphixiphixi hambani nobuza e shoprite i worse uyahleka lobaba ...kodwa yazi CZcams nawo sewa ngenwa ngabant aba wrong
@Innocentia🤣🤣🤣🤣
Sothini ngamabhinnci wakufunda kubo yenuyise ubengakwenza kuyena Loku azshayikwela iyihlazo lento
Cha Kodwa mina ngibuka ukudlala laaaaa ubedlala nje ngempela quality
Abantu bayakuthanda ukuxheka quality ngu mntu othanda uzidlalela alukhalazanga yena lobaba kdwa abantu bafaka impumulo