Komentáře •

  • @motsepetshepangsabelo994
    @motsepetshepangsabelo994 Před 4 lety +13

    Khuphuka khuphuka siphekwe yavuthwa ayisadingi koniwa uyayenza into yakho asila mona thina kwablue nation 💙

  • @phimophiri8536
    @phimophiri8536 Před rokem +1

    Umuntu kazenzi umuntu wenziwa....isthutha senkunzi...khuphukalaspho

  • @ntethelelolungamngomezulu2612

    Swaziland approve, bashaye impela ungabayeki ngingakasho

  • @mlungisisbonelogumede9824

    Sabakwa zigingci ziyakhala ziyateneneza thina

  • @luthandofuba5401
    @luthandofuba5401 Před 4 lety +2

    Hai uyazama khona kodwa ageke usalunga ku khuba ngba wehlula izangoma nabathakathi ngisho no dunudunu wakhe wazama khodwa wehluleka nawe ke ngithi ugazami ngba uzohluleka

  • @mathembamakalima5630
    @mathembamakalima5630 Před 4 lety +12

    Mna ndizoqonda ngqo zintsizwa khuzani wabheda ukuhlukana nalomfana nova ngabe yini iyanixabanisa kodwa kuyavakala uba akekho ndoda lo onaye ungaphantsi kulomfo ngesiginci khohlwa.

    • @lwazim8061
      @lwazim8061 Před 4 lety +4

      Mamela ezi hits 1. Ishende, 2. Elika Khuba, 3. Isilingo uzomazi uFalabo. Ukuba uyaqaphela emculweni eyona nto eyenza imali neqeshisa kakhulu zi hit songs. Jonga umzekelo ku Mdumazi no Njoko. UMdumazi uyayidlala ingoma kodwa xa kuthethwa nge hit uNjoko uyamogqitha. Nangoku iingoma zika Njoko zaziwa nangumntu ongawuthandiyo uMaskhandi. Umntuyenziwa uyayidlala ingoma kodwa ihits ngela xesha lakhe zazinqabile kuba indlela adlala ngayo isigingci yayingamvumeli uKhuzani ukuba enze iihits ngolu hlobo enza ngalo ngoku.

    • @markvanrijsbergen3451
      @markvanrijsbergen3451 Před 4 lety

      U

  • @niqsoundsnico2234
    @niqsoundsnico2234 Před 4 lety +9

    Ngavele ngamthemba njr🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥🔥

  • @ThabangKhumalo_
    @ThabangKhumalo_ Před 4 lety +9

    Ingoma yakho mfana ungivusela umntwana ongaphakathi. Imnandingoma, bath’ umnandi eBhemile

  • @khulekanimlungisi3652
    @khulekanimlungisi3652 Před 4 lety +8

    wahamba Babhemime nezingoma zakho safa indlala kwaGuqa sesincoma nento engekho sifihla amahlazo 😢😢😢😢😢😢

    • @nkosibaningi2004
      @nkosibaningi2004 Před 4 lety +1

      Wena awsiyeke umlandeli kakhuzani widixa esngalazi

    • @mqondisifakazi7012
      @mqondisifakazi7012 Před 4 lety

      isgingci sisho okunye, umlomo usho okunye mnj kaGuqa,uFish omncan uhlel obala ke manj

  • @asandawotata5042
    @asandawotata5042 Před 4 měsíci

    He is the best performer I ever seen in my life

  • @entabenisifunukwaziNF4091

    esika PRINCE KAYBEE NO TNC Sekuyacaca syamazi waqala elingisa ibhova ohoooo leliphimbo liyazwakala kuthi aligudluziwe bayoze bambone nalaba abancethezayo futhi umona ay

  • @thembinkosisipho7076
    @thembinkosisipho7076 Před 4 lety +4

    💯% nkulunkulu weziginxi bathwale njalo, bangabakho labantu. Bakhombis' lakumele bahambe khona

  • @rolanddarlingtonmbeba7848
    @rolanddarlingtonmbeba7848 Před 4 lety +12

    yinsizwa ke le....iyasidlala isigingci. Ko Bulawayo siyavuma #UpBaBhemile

    • @kevincetshwayo7863
      @kevincetshwayo7863 Před 4 lety

      Akuyena u Darlington engangifunda naye eskoleni eMfanyana kweleNtabazinduna

    • @kevincetshwayo7863
      @kevincetshwayo7863 Před 4 lety

      Bafoe awuyena u Darlington engangifunda naye eskoleni eMfanyana kweleNtabazinduna

  • @gloriaksmageba2366
    @gloriaksmageba2366 Před 4 lety +1

    gijima! gijima! gijima! gijima! aiiiii khuphuka nkunzi ngempela umunt'akazenzi' umntuyenziwa ngyakuvuma mina qhawe bazobuya bonk'eskoleni kusho mina uKhulekani kaMageba phansi kweleNkos'uMzilikazi koBulawayo Asambeeeeeee!! qhawe lami

  • @langarock5883
    @langarock5883 Před 3 lety +1

    Hamba phambili baba uyayazi into yako. God bless you mntuyenziwa

  • @nkululekomadondo5459
    @nkululekomadondo5459 Před 4 lety +2

    Wangikhumbuza umfazi omnyama mfana

  • @givensonmwandla5009
    @givensonmwandla5009 Před 4 lety +2

    Ai iningi kakhulu ingoma kulensizwa kanti lesgingxi sakhe sikhuluma indaba nje uyizwe.

  • @LungeloKhathini20
    @LungeloKhathini20 Před 4 lety +1

    Hhayi ngeke ingenhla lendoda suka 🔥🔥🔥🔥🔥. Inamandla kakhulu ingoma yakho sthutha senkunzi

  • @lindilemgqadaza2679
    @lindilemgqadaza2679 Před 4 lety +1

    Ey,yandikhumbuza eSaulsville le ntwana. Yayihlala ibeleke esisigingci, isafunda estate.

  • @lwazim8061
    @lwazim8061 Před 4 lety +2

    Bonke aba bafana base Nkandla abasayifuni noyibona iNdlamlenze. Kushiyeke nje uNjoko noMalahle kuba nabo bemaze ngoku senemali. Umona uzobabulala bebancinci aba bantu. Imali sisilingo nyani. Up King Khuba!!!

  • @izinsimbi3858
    @izinsimbi3858 Před 4 lety +5

    Ngithi phezukwabo mfana omncane mina ngithi ahiye!!!!

  • @yoliswaphumie9413
    @yoliswaphumie9413 Před 4 lety +1

    Yaaaaaa uyacula🎶 bt yekela ukubhinqa cz zozfakela isdina ku balandeli bakho,talent unalo kakhulu👌👌👌

  • @cottonwoodsguards6808
    @cottonwoodsguards6808 Před 2 lety

    Inamandla lensizwa milikihliiii #blue nation iyakweseka nkabi

  • @nomakhisimsiciya8585
    @nomakhisimsiciya8585 Před rokem

    Bakhuzeni labafana andilwi mina nabafana abancani ❤khuphuka bhuti love you
    Ayi ayi Ayiboooh ❤❤❤

  • @bhekixulu
    @bhekixulu Před rokem

    Uyinkunzi kodwa bhemile bayokuvuma usushonile mina ngikuvuma usaphila mkhaya

  • @khuthuluzasithole2785
    @khuthuluzasithole2785 Před 4 lety +7

    NGYAKUZWA MKHAYA INKINGA IZWI ALIVUMI KAHLE

  • @saccietalent4268
    @saccietalent4268 Před 3 lety +1

    Mnandi mebhemile 👌👌👌👌all the way from Zimbabwe 🇿🇼

  • @cliffndwandwe3461
    @cliffndwandwe3461 Před 4 lety +4

    Kwakufanele kuzalwe ngumfazomnyama lokhu okungumfana

  • @ziyandasibanda9293
    @ziyandasibanda9293 Před 4 lety +1

    Khuphuka lapho Mntuyenziwa M4wethu ngiyathanda lapho khuphuka ungabu zadedela miiiii!!!!

  • @lindokuhledlubheke172
    @lindokuhledlubheke172 Před 4 lety +1

    Khuphuka mfana waginci ngisho badelela bashobakuthandayo wunkulunkulu weginci mntayenziwa abasazi kt bazothini sebeza (ngensangu) bendlamona abant yekelanani mfana ungenhla ngengoma kdw yinimona Bantu basemhlabeni khuphuka nkulunkulu wantamba syakulandela thina esingacemile namunt ivumeni kdw yini mona nogxeka

  • @bhekumbusongobese7163
    @bhekumbusongobese7163 Před 4 lety +1

    Danky Mntuenziwa mfana kithi mina ngibona ukhula ke manje. Nakhu engicela ungenzele khona ngicela ukuyuzwa intambo ikhale kuze kophela ingoma bafo musa ukungirobha. Asikhale ngempela wehlise laphana kuma Keybord ikhale intambo bafo. Kodwa ke okuhle kodwa bafo

  • @mpilozuke5248
    @mpilozuke5248 Před 4 lety +7

    Iningi I energy kulensizwa

  • @thabaningidi4590
    @thabaningidi4590 Před 4 lety +1

    Inobukhuzan phakaty le Nsizwa Sthuth senkunz jikele shobeni...

  • @nathymngomezulu7569
    @nathymngomezulu7569 Před 4 lety +2

    Wabhema umuntu aiy intambo into yokudlala kuwe unzima awunasayizi umona phansi uyinsizwa

  • @sandilekhendle9495
    @sandilekhendle9495 Před 4 lety +11

    Wahamba babhemile mfana kwalahleka ushuni komunye umuzi

    • @ThabangKhumalo_
      @ThabangKhumalo_ Před 4 lety

      sandile khendle 😂😂😂😂😂

    • @lwazim8061
      @lwazim8061 Před 4 lety +2

      Gqibezela...Konyuka abalandeli, waduma iSouth Africa yonke wavala ngeShende, Elika Khuba, kulo nyaka kuvala Isilingo. Kuph' emlonyeni? Bangazikhalisa bazikhalise kodwa xa umlomo ungenanto soze baye ndawo.

    • @kevincetshwayo7863
      @kevincetshwayo7863 Před 4 lety +1

      @@lwazim8061 pliz bafowethu asisapoteni umculo kamaskandi yekani ukuba ngo qhawelamii nisapote umculo...hayi kabi muntu onsundu

    • @thokozanibuthelezi5791
      @thokozanibuthelezi5791 Před 4 lety

      Wona ushuni ulahlekile kweminyi mizi ungafunga uthi zidlalwa ngo mnyama bengabonisisi kahle

  • @sanelepholani6402
    @sanelepholani6402 Před 4 lety +3

    Phezu kwabo Bhema Babhemile, Kwa Buyephethe Ivunyiwe

  • @skhwamahadebe4529
    @skhwamahadebe4529 Před 4 lety

    zikhona naseUJ insizwa ngithi UJ approves mfanomdala... Bhema babhemile ,ayifi lenyamazane!!!!

  • @thembangcongo3785
    @thembangcongo3785 Před 4 lety +5

    Umuntu ngeke umenze lutho ngesphiwo sakhe owakho loshuni mtuyenziwa

  • @mduduzimthethwa4243
    @mduduzimthethwa4243 Před 4 lety +3

    Ai muntuyenziwa uyayshaya itambo

  • @njabulobrightvundla9243
    @njabulobrightvundla9243 Před 4 lety +2

    Akashintshe iStudio ayeke uKhuzani.... ingoma ikhona kuBhemile yazi, owakhe phela loshuni

  • @mashelenigamedze5475
    @mashelenigamedze5475 Před 3 lety

    Khuphuka bhemile ngiyakuzwa mina mntuyenziwa ihlabe ntsambho

  • @nomakhisimsiciya8585
    @nomakhisimsiciya8585 Před rokem

    Ayi bhuti ndiyakuvuma isegazini kuwe lento 💓💓💓

  • @sbusisofortune161
    @sbusisofortune161 Před 4 lety +1

    Bhema babheli khuphuka mfanomdala✊✊✊ waqhwishila mfana wam mnandi ebhemile

  • @christopherxaba6415
    @christopherxaba6415 Před 4 lety +2

    Iyaphela inyanga idlaliwe intambo ukhombisa ukuthi udlala Wonka ushuni🍾🍻

  • @MqeqeshiWezinsizwa
    @MqeqeshiWezinsizwa Před 4 lety

    Iyaphila insizwa suka!!! Muhle umsebenzi.

  • @user-cy5vy4mv6z
    @user-cy5vy4mv6z Před 4 měsíci

    He performed like someone who lost his mind here ndaxolo neguitar yayivumile yonke laaa kwavele nje zehle nyembezi mna mamela umculo qha neguitar ndyayithanda kakhulu

  • @thembinkosinhlanhla9856
    @thembinkosinhlanhla9856 Před 4 lety +5

    Kodw lomfana madoda suuka !!! 🎸🎸🎸

  • @mhlengisibiya6336
    @mhlengisibiya6336 Před 4 lety +3

    Naso lesostayela...sekutacaca ke manje ukuty okaban loshuni...Hhooohhaaaa #injalo indaba

  • @mpumemsomi7127
    @mpumemsomi7127 Před 4 lety +2

    Usishayisa okoMfazi Omnyama

    • @zonwabeledyushu6146
      @zonwabeledyushu6146 Před 3 lety +1

      Waze wakhuluma iqiniso, ubambe umaskandi wangempela uMnandebhemile

  • @mncedisivincent4721
    @mncedisivincent4721 Před 4 lety +2

    Kodwa ngith i hit lengoma ethi yaphela inyanga ayiii ngyayivum nkunzi uyishayile mf2

  • @malibingwexulu3109
    @malibingwexulu3109 Před 4 lety

    imnandi ngoma yakho eyisdudla Bhemile... Nkulunkulu wesginci...

  • @patrickthabani4374
    @patrickthabani4374 Před 2 lety

    Sishaaaaaaye mntakamkhulu Awu! Awu! Kodwa kab'yami kunjan laaaaa 💃💃💃🤣🤣🤣

  • @nokwandamathonsi8535
    @nokwandamathonsi8535 Před 4 lety +1

    Aibo... Gxuma gxuma gxuma nsizwa🔥🔥🔥

  • @philanynhlakanipho283
    @philanynhlakanipho283 Před 4 lety +2

    Kuyacula khona kubulawa insangu nje kuphela iyakugqilaza buka kujombajomba kanjani 😀😀

    • @muzimayiza6076
      @muzimayiza6076 Před 4 lety +1

      Looool kodwa bafowethu lengege edla umthunzi wezinkukhu iyazishaya igici phela ziyakhala igici laba fowethu abadla isidakamizwa ngabe ngiyababala manje nizosuke ningethuke

  • @nkululekogumede2847
    @nkululekogumede2847 Před 4 lety +3

    Hahhhhhh yey wemadoda bamenzen uBhemile mevutha kanje yey hahhhhh

  • @kennethncube4935
    @kennethncube4935 Před 4 lety +2

    I CD promo ethengisayo bhemile uyinkinga Nkulunkulu wesginxi

  • @njabulombatha904
    @njabulombatha904 Před 4 lety +5

    Kumele uthole inyanga yangampela mfana ukuze udume ingama uyayishaya futh inamandla

    • @phogolemagakwe1534
      @phogolemagakwe1534 Před 4 lety

      Njabulo Mbatha uthi bonke abadumile baphuma kuyena. Akadume phela ayeke ukuziqhenya nge sigingci.

    • @hloniphanindlela3292
      @hloniphanindlela3292 Před 4 lety +1

      @@phogolemagakwe1534..awu wee sthule nje syabuka..ukhiphile akakhiphile kuyefana akahlukile nomuntu osuza emanzini..imnandi ingoma kodwa udumo khohlwa mfana ngeke uluthole.

    • @sphamandlantetha1733
      @sphamandlantetha1733 Před 4 lety

      Akaqhubeke lo ashayele abaculi isginxi , yena akakuphiwe bakith

    • @phogolemagakwe1534
      @phogolemagakwe1534 Před 4 lety +1

      Sphamandla Ntetha isigingci akuwona uMaskandi umuntu kufanele acule. Uma yena uyakwazi ukudumisa abaculi kungani engadumile yena? Akaqhubeke abheme insangu

    • @mhlengisibiya6336
      @mhlengisibiya6336 Před 4 lety

      Uzonibulala umona..umculo kamaskandy umculo oqalwa ngesginci sonke syakwazi lokho.seningawhubekake nimnabukelise lo

  • @frica466
    @frica466 Před 4 lety

    Yho le track yokholo ka Mntuyenziwa iyasho... usebenze kakhulu lomfo kule album👌👌👌

    • @mduduzishange9623
      @mduduzishange9623 Před rokem

      Khuphuka Mntuyenziwa! Ingathi impela uyamvusa uMfazomnyama uma ushaya kanje nkunzi!

  • @Somntwana_sa
    @Somntwana_sa Před 4 lety +1

    Khishaaaaa 🔥🔥Khuphuka Bhemile☄️

  • @nosiphojwara6288
    @nosiphojwara6288 Před rokem

    I love you somuch 💘 😻 💜 Bhemile ungowethu

  • @siyabongamlambo1991
    @siyabongamlambo1991 Před 4 lety

    Khuphuka mfana banomona abalandeli bagundi syohlezi sikweseka qinisa impela engomeni

  • @mgazinhlakanipho7077
    @mgazinhlakanipho7077 Před 4 lety +1

    Sizwa ngawe "bhemile" nongathandi uyoze athande

  • @mpumelelongwabe5347
    @mpumelelongwabe5347 Před 4 lety +3

    Mmh lengoma imnandi mani.

  • @zekhayabenardshozi489
    @zekhayabenardshozi489 Před 4 lety +3

    Cha bakwethu umona phansi ngisho ngikwaguqa impela uyinkinga uMntuyenziwa ngengoma bakwethu futhi mina ngiyasibona isikhala sakhe lapha kwaGuqa nezibongo engomeni yeNdlamlenze zazimnandi kabi ngenkathi isathi:
    "Umntukazenzi uMntuyenziwa umntaka Ngwane!!!"
    Khuphuka Sthutha senkunzi umajikel' eshobeni!!!..... Ngiyakuzwa nkabi!

  • @imbongikangcwelemah986
    @imbongikangcwelemah986 Před 4 lety +1

    Unkulunkulu ngempela yeyyyy

  • @onkelezayogetha5286
    @onkelezayogetha5286 Před 4 lety +2

    Amagidangoma mbhem🔥🔥🔥🔥

  • @uLazaru_icelibrity
    @uLazaru_icelibrity Před rokem

    Hlehlisani izikhuni ingaze ishe nesobho.

  • @ntandazomrmlondleniza5604

    nantsi inkunzi hhhaa mntuyenziwa umbi kwedini

  • @umbusoongenandabanawekingd3053

    Ingoma inkulu mntuyenziwa🔥🔥

  • @nosmilomkhonzamelus5367
    @nosmilomkhonzamelus5367 Před 4 lety +2

    Hhayibo kunjanimakunje🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @discodiso7456
    @discodiso7456 Před 4 lety +2

    Khuphuka mtuyenziw

  • @khethiwebulawayo4214
    @khethiwebulawayo4214 Před 2 lety

    Hhoohhaaa sthutha senkunzi umajikel'eshobeni 💖💖

  • @phiwayinkosisibiya-hq9el

    umasolushini kwanongoma khipha mfawami sikulindile

  • @zakhemgenge4568
    @zakhemgenge4568 Před 4 lety +3

    Phekwabo Bhemile

  • @syandasimo8664
    @syandasimo8664 Před 4 lety

    Ududwa yilaba abakubiza ngenkosi ayi mfana ukhona abakuvume abantu izingoma zakho zimnandi khuphuka lapho mnandi ebhemile

  • @mzukasekhayeh1516
    @mzukasekhayeh1516 Před 4 lety

    Ukube uyayidlala Ingoma ngabe uzingenela wena kubantu for example udumakahle (wawubgenzenjan)
    Umzukulu (sungaze ungshiya Dali wam)
    Inkonsi yamagcokama ( I crush yam) lawo madoda azingenela kubantu ngaphandle kokuzama udumo ngomunye umuntu syavuma uyasidlala isginxi kodwa cula nge voice ngazenzi omunye umuntu ngyaphela lapho

  • @khulekanisbusiso8552
    @khulekanisbusiso8552 Před 3 lety

    Ubhema kakhulu nsangu lo kodwa hyper active

  • @hloniphanindlela3292
    @hloniphanindlela3292 Před 4 lety +1

    Akesijule..nanku langikhona..nishukthi 8 yrs wonke ehleli kuKhuzani edlala isiginci enephimbo lokucula ubengaboni yni ukthi kufuneka azimele ngoba kushukthi ubephelele..elami lithi une'license..unemoto.. kodwa ugibela imoto zabantu abangena ma'license..maqede uzobathuka uthi be ekwenza isilima..Y bewungahambi ngeyakho..umamanga ndoda ubusafunda ukushayela.(ukucula phela).ngoba usuyakwazi sewenza ngazuthi wawuthunjiwe..sthule nje syabuka..imnandi ingoma kodwa nawe wawusafunda ukucula njengoba abanye befunda iziginci.

  • @jaminanhlapo4946
    @jaminanhlapo4946 Před 4 lety +3

    KHONYA BHEMILE 2019, "AYIFI LENYAMAZANE"🤘

  • @sandilenkwanyana2237
    @sandilenkwanyana2237 Před 4 lety

    Usuculi ngoma ka Khuzani fut izokubulal ndlala buk subhem payi kant kwaQuqa butengelw skanka ushintshelen shun wako walandel ka Falabo.

  • @sbonisomlungisi339
    @sbonisomlungisi339 Před 4 lety

    Uya ndlondobala mntuyenziwa🔥🎶🔥....

  • @patiencemudau3078
    @patiencemudau3078 Před 2 lety

    Khuphuka lapho

  • @bongatobi8960
    @bongatobi8960 Před 2 lety

    uMntuyenziwa iqhawe🦁

  • @mzambia123
    @mzambia123 Před 4 lety +3

    CHA KODWA UYASIBULALA NGAMA CD AKHO APHUMA LATE,, NGISHO IZINGOMA ZINOMFUTHO, ZIGCINA ZIBANDA ZINGAZIWA MUNTU.,

  • @siyabongagregory
    @siyabongagregory Před 4 lety +2

    Pretoria East Approves 🎸🎸🎸🎸

    • @ubukaonline9733
      @ubukaonline9733 Před 2 lety +1

      🤣 mfoka Gregory uyivuma phansi ko Silverlakes ,Hazelden, Fearie Glen

  • @boyzask2904
    @boyzask2904 Před 4 lety +7

    Uzoze uguge uyivukane,suka emabhozeni

  • @ndabezinhlesikhakhane3227

    Kwasuke kwaphasiswa into engalungile umthunzi weynkukhu.

  • @cebomlambo2841
    @cebomlambo2841 Před 4 lety

    Awutsheleke uDununu labafana bakho Mtuyenziwa ihlazo phela leliyana abafana kwayena uDunudunu akazi lutho

  • @nosiphojwara6288
    @nosiphojwara6288 Před rokem

    Qhawe lami, uhlanya

  • @mlamulikhanyile6876
    @mlamulikhanyile6876 Před 4 lety

    Cha ikhona ingoma LA

  • @bonganigumede8081
    @bonganigumede8081 Před 4 lety

    Khuphuka bhemile sthuthasenkunzi umajikeleshobeni madoda cha uziphethe inkabi ziyagijima kakhulu futhi bhasobha engazithathi ukhuzani lezinkabi zakho from bhejana gumede uyemeni

  • @nathiprince8719
    @nathiprince8719 Před 4 lety +1

    Khuphuka qhawe lami

  • @nkanyisosithole5014
    @nkanyisosithole5014 Před 4 lety +1

    Umuntu akazenzi.. Uyenziwe ah khuphuka bhemile... Lol ngibona wena Scelo no Bhakuza lol

  • @buhlemtshali2861
    @buhlemtshali2861 Před 4 lety +2

    Khuphuka babhemile

  • @aneleduze9137
    @aneleduze9137 Před 3 lety

    Scela cd promo ka 2020

  • @sthembisondlazi609
    @sthembisondlazi609 Před 4 lety +1

    Mnand'ebhemile 👌

  • @nkosinathimkhize9072
    @nkosinathimkhize9072 Před 4 lety +2

    Yasho intambo wayishayisa komfazi omnyama

  • @malungykakhubalungy158
    @malungykakhubalungy158 Před 4 lety +1

    Awyena number 1 kwisginci iJaiva number 1

    • @mbuyiselophiliso5217
      @mbuyiselophiliso5217 Před 3 lety +1

      Hawu 10 ithi nguyena unumber 1 wena nje wedwa uthi cha kahle bo umuntu oyofika kulelizinga lalomfo akakazalwa nje khohlwa uyeke umona into mayintle iyanconywa nje ngiyema lapho

  • @brianmloyi9274
    @brianmloyi9274 Před 4 lety

    Impilo inzima ngize ngifise lokufa ithemba kalibulali uyangibusisa lapho khuphuka utshiye lomuntu owakubabhelelayo

  • @bongumusasyabonga4994
    @bongumusasyabonga4994 Před 4 lety

    Inkulu ingoma yakho muntu yenziwa kodwa kuzoba yize ngoba lomuntu onkotelakuye unzimakakhulu