Wena wohlanga lomhlabathi sikhuleka asiyilutho ngaphandle kwakho,sibonge Nhlaka production ngamazwibela ungaphela Mandla ngokusethulela ezihamba phambili🙏🙏
inkulu lengonyama umbuso wase Englash awu recognize noma umhlaba wonke ngaphandle kweZulu Monarch under King Misuzulu Bayede hlangalomhlabathi.
Ukube nganginge Mzulu kodwa ngangingaba yin wena we Ndlovu bayede
uBulawayo koMthwakazi uyayithanda INkonyane kaNdaba. uhleli uyinkosi yetheu.Umanho awusho lutho
Bekukhona neMk part😅😅😅
BAYEEEEEEEEEEEEEEEDE
Bayede nkosi yomhlaba eyazalwa iyinkosi
Ndabezitha siyakuthanda noma sikude siyazaza ukuthi sizalwaphi ungubaba wethu, sithi intokazi ka Mahlkohla noMdlokombane ababe naweesihlalweni sobukhosi ohlezikuso
BAYEDE NDABEZITHA ELAKHO IZWE
Into yakithi le sithi bayede mananjalo
❤ ngisho 😅
Bayede nkosi yoswela ❤❤
Siyabonga amazwibela
Bayede!!!
kumnandi ukubangumzulu
Bayede hlangalomhlabathi
❤❤❤❤
Bayed!!!! Ndabezitha Sthuli sikandaba!!! Mananjal u Nkulunkulu a e awe Akua I e futhi akuvikele
umama nomusa dube ncube kodwa kungathi akayazi kahle lento yakwa zulu ubona Kala ngokuya lapha engashuqulile
Ngicela angagxekwa uPremier wethu akazi uzofunda abaziyo ngesizulu bekufanele bamtshele ukulele edolobheni. Ngokomthetho bekufanele ngabe uvunulile.😮
Akekho nje mama omdala kangaka fut oseskhundleni ukut akazi kut kufanele athwale ekhanda kmkhosi obaluleke kangaka ubeganga nje ukhulele kuliphi dolobha elingasazi isintu
Ay sengibuke ngaze ngakhathala kanti uphi umunyu??😂
Impela, uphi? Hay ngathi kuzobaluleka ukuqondisisa amagama esizulu nencazelo yawo kahle ngaphambi kokuwasebenzisa. Ngaphandle kodwa kwalelophutha, muhle umsebenzi othwetshuliwe, siyabonga
Lomfazana enithi upremiumer ubengazi ukuthi kfanele athwale ekhanda,uzothwala ischolo phambi kweButho ! Yazi abafazi shidi Mani ag demed leDemocracy esangene
Mdala kabi ukuthi angazofundiswa ngokuhlonipha lomkhosi uyazi kut ukwenzeleni ukut angathwali ekhanda ayikho nje kento ayenzayo
Ngathi bengasathwali emngcwabeni. Mina oyofika emngcwabeni wami ehamba ngekhanda namahlombe ngomvala amehlo😂😂😂😂 ngiqede ngimkiribhe😂😂
This is now done for the sake of doing it, relevance dololo
There will always be relevance. People paid with their lives for ZULU nation. They DIED. But we are still alive to RECOGNISED Their sacrifices and to give them honour. Which is what the king is doing. I OWE THEM MY IDENTITY AND MY EXISTENCE.
Lesisilungu senu siyanihlupha.relavance? To what ?.. This is called history sifundiswa ndini, it is supposed to remind misinformed people like you of their identity. Without identity, you have no self confidence, no self love, you don't know who you are....this is necessary, uyasizwa ke isingisi sakho...
@@senzomemela1311siyabonga ukucacisa ikhona bezoba nolwazi mayelana nempi yaseSandlwana.
Beautiful.....& dignified.
Bayede!