Inkosi yasekuPhakameni

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 21. 01. 2020
  • Ibuya entabeni yaseNhlangakazi 2020

Komentáře • 12

  • @thabaninyawo-hv5ge
    @thabaninyawo-hv5ge Před rokem +4

    Abazalwane basekuPhakameni ngibsthandela ukuthi abanamlomo kodwa benza into yaseZulwini nje kuphela niqhubeke njalo mina kangisilo iNazaretha kodwa nje ngiyabuka

    • @anelemavundla6864
      @anelemavundla6864 Před rokem +1

      Nami ngibathandela lokho ngeke ubezwe begabisa bazithobile futhi,nami angisilo Nazaretha

    • @user-ou5yp8oe1p
      @user-ou5yp8oe1p Před 6 měsíci

      Cacisa obani abanemilomo Thina sikhonza uShembe wangempela Ayi ushembana Buka uKhenana ungitshele ukth ubonani

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Před 6 měsíci

      @@user-ou5yp8oe1p abekho abanemilomo kodwa babonakala ngakho nje ukuzigabisa, nokwazi ukuthi yibo abenza kangcono, futhi yibo abayobona umbuso weZulu ngoba ungenwa ngeningi

    • @user-ou5yp8oe1p
      @user-ou5yp8oe1p Před 6 měsíci

      Akungenwa ngeningi Kungenwa ngemisebenzi Uyaphazama Kungakwephuli inhliziyo ukth sibaningi Yingoba ilapho abantu bebona imisebenzi yangempela

    • @thabaninyawo-hv5ge
      @thabaninyawo-hv5ge Před 6 měsíci

      @@user-ou5yp8oe1p awu siyanibongela nina bemisebenz emihle ukwedlula eyabanye abangazigabisi, thina sike sibone kuliwa nje koNkandla kushaywana ngezagila ngaphakathi emathempelini, sake sabona kuphunywa ezinkantolo abanye behlulwe icala sabona abanye abazibiza ngenhlalisuthu ishaya uhlangothi oluthile, ukube kuyabuzwan bengiyobuza ukuthi uwungenile yini wena ngesingawe umbuso wezulu ngoba usemisebenzini emihle la okhona

  • @minenhlentuzi7129
    @minenhlentuzi7129 Před 3 lety

    Kwakuhle ekuphakamen 🙌❤️😍

  • @solomzixaba2883
    @solomzixaba2883 Před rokem

    Uyingcwele

  • @ntuthukoduma1021
    @ntuthukoduma1021 Před 2 lety

    Sthini ishlabalelo?