Shembe Rev Mthethwa July 2009

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 12. 03. 2022

Komentáře • 20

  • @user-ip7tl8dd3y
    @user-ip7tl8dd3y Před měsícem +1

    Eyi madoda ngoba emhlabeni

  • @nkululekomkhwanazi8678
    @nkululekomkhwanazi8678 Před 11 měsíci +2

    Kwakuyinkunzi le...

  • @avelilemagoda6254
    @avelilemagoda6254 Před 2 lety +2

    Amen bantwana be nkosi ngisacela ukuthi umnini walenkonzo angiphe lesisihlabelelo sikababa u njiyela 170 amen🙏

  • @wendyntamo1494
    @wendyntamo1494 Před rokem +1

    Ameeen 🙏🙏🙏🙏🙏🙌🙌🙌🙌

  • @user-bx1bn4zz9l
    @user-bx1bn4zz9l Před 2 lety +3

    Ameeeen

  • @vusumuzimchunu292
    @vusumuzimchunu292 Před 2 lety +3

    Hhhawuuuu madoda isono uskhumbule shembe

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před 2 lety +1

      Macingwane esiphi lesono othi asikhunjulwe u Shembe wakuphi u Shembe ngoba Sebebaningi kodwa ke mina ngazi lo waseBuhleni ongu Nyazilwezulu ozalwa yilo u Thingo olwaluhlushwa wuye lo Muntu oguqe lapha Esiphi lesono othi asikhunjulwe kuhlukene isono necala

    • @vusumuzimchunu292
      @vusumuzimchunu292 Před 2 lety +5

      @@somkhandainyosi cha mnewe2 ngise buhleni nam but ke bengfisa ukuthi labo abasondelene naye nabo babacelele uxolo mnewe2 siyayazi imsebenzi yabo umuntu akalahlwa ngfisa bazuze umusa woxolo qhaaa

    • @sfisokhumalo3967
      @sfisokhumalo3967 Před 2 lety

      AMEN yamnandi intshumayelo. Sengifisa ukwazi ukuthi ubani uHlalekudeni?

    • @somkhandainyosi
      @somkhandainyosi Před 2 lety

      @@vusumuzimchunu292 Mchunu Uma uyihlo ekhala umuntu okhalisa uyihlo ungamxolela kanjani kwawena wayekuthatha kancane engakufuni Uma uza kuyihlo ebone ukuthi uzobona imikhuba yakhe ayenza kubabawakho uBona ukuthi njengoba lombhemu wayekhomba u Thingo ngeminwe ethi naye usazoguqelwa kulelibandla nempela waguqelwa hla kudunguzela uthingo eGibele imoto yothingo efake ama Ring egcwele iminwe Abantu baguqangoba bethi inkosi u Thingo ibuya esibhedlela Onjani lomusa ofisa wehlele yena ekubeni waluhleka u Thingo ukuthi luyadunguzela Mina nginemizwa yokukhonza ngiyaphenduka enkolweni Ngiyasazi Isizulu nesintu senhlonipho Hlampe wena uzalelwe ebandleni Angiyazi imizwa onayo Ngo Shembe njengoba wathi naye uyofela Ebuhleni kodwa akwenzekanga lokho Bengizozwa wagcina ngokutshotsha yona iminikelo Manje wathinta inyama YEZULU u Thingo lwalumone ngani Nama plans okudayisela abanye Abantu uBuhleni wena uthi akathethelelwe ubani kulaba o Shembe base Buhleni abahlupha Mfowethu ngiyakuxwayisa ungasincoma isitha Ungasidabukeli sonke siyohamba ngezindlela ezahlukene Nawe centa eyakho Ukuthandwa nokwaliwa kusuka kuye u Jehovah Uma ethanda uyomxolela umuzwe futhi esesho esethi ngimxolele ubani Njengoba nabanye bethethelelwa kodwa kungaphumi ekudabukeni kwakho ngoba nabanye abantu bazokubuka Kabi bazitshele ukuthi wawuhambisana nobubi ayebenza ku Thingo lwenkosazana Kanti wena u Jabulela ubumnandi nabo ayebenzela ukuthi nimthande ze nimdabukele ngobubi abaziyo Ngo Thingo Ukuze uphephe okugcina kuwe okufisa ngomuntu oyiphekula no Thuke u Shembe njengoba besakhona nabanye Abangazange bavume e Gospel ukuthi u Nyazilwezulu lugcotshwe kodwa basakhonza Ebuhleni Uzwile Macingwane

    • @vusumuzimchunu292
      @vusumuzimchunu292 Před 2 lety

      Ngizwile ndoda yamadoda ngyabonga kakhulu