Owesimame uthungatha owesilisa owahamba nengane yakhe yaze yashona wangamazisa

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 12. 09. 2024

Komentáře • 311

  • @kingzosotv2965
    @kingzosotv2965  Před 24 dny +52

    Syawuthola umkhondo syabonga kwaba Share

    • @Nqobilentuli-yx9fs
      @Nqobilentuli-yx9fs Před 24 dny +4

      Zisa Zoso usisi kumele ngave walivula kodwa icala

    • @SibahleMhlongo-ne2if
      @SibahleMhlongo-ne2if Před 24 dny +9

      Manje nibuya nini ew sengfisa kbona leskhohlakali sendoda

    • @user-dk6mv8fi7c
      @user-dk6mv8fi7c Před 24 dny +1

      ​@@Nqobilentuli-yx9fsicala elithini

    • @JZKhoza
      @JZKhoza Před 24 dny +5

      Buyani nodaba Soso i trust you and your team mi boy❤❤❤

    • @user-jp4sw2ic3q
      @user-jp4sw2ic3q Před 24 dny +2

      Siyabonga Zoso cela ubulungiswa ngaloludaba liyamudla loludaba uNana

  • @user-om3jk4hf5j
    @user-om3jk4hf5j Před 24 dny +35

    Ngicela udaba lukasomatekisi seshayela esebenza bandla King Zoso

  • @PortiaMbhele-mc4ct
    @PortiaMbhele-mc4ct Před 24 dny +11

    Kodwa cc uhleko lwakho ngathi awukaze uzale inseko awunazo umntana lona okhuluma ngaye 😭😭😭😭

    • @businzama6939
      @businzama6939 Před 24 dny +1

      Lo umbona nje isibindi sakhe sokuhleka mina ngabe ngiyaxoxa ngiyakhala mi 😭😭😭😭Sbindi anaso ngiyasesaba mina ngengane yakhe

  • @user-if3hi9pl6g
    @user-if3hi9pl6g Před 23 dny +5

    LeNsizwa ifuna ukushawa nje , nawe ma wengane udinga induku nj uphisana ngeNgane ihamba kanjn iNgane kwanawe ungazi kwa Mfana udinga iNduku

  • @SIBONISIWENgwenya
    @SIBONISIWENgwenya Před 24 dny +34

    Mina ngisalinde le yamanzi abilayo indoda engondli

  • @ZamaZondi-v9s
    @ZamaZondi-v9s Před 24 dny +15

    Kwawena nje cc angikuboni uwumuntu wesifazane ophusile kahle ungahlala isikhathi eaide kangaka ungazi lutjo nje

    • @user-sm5yb7qm2h
      @user-sm5yb7qm2h Před 23 dny

      Uyanyanyisa kwayena

    • @InspirationalRoadCar-ze4xi
      @InspirationalRoadCar-ze4xi Před 22 dny

      Islima lentombazane ifuna ijele kwayona. First place ivume kanjn kth ingane ihambe without yona cz sencane kengane kth ngahamba engekho yena

    • @EvidenceShange
      @EvidenceShange Před 18 dny

      Koda nawe cc is not make sure cabanga lobhuti waphuma kwenye show la thiwa washaya ntombi wacishe wayibulala angsaz usebenza kuphi but

    • @user-sl2mc5bp9n
      @user-sl2mc5bp9n Před 17 dny

      Sisi ilula nje lento Mina ngingowakhona e NDW gibela uze eBoxer khona la e NDW uzowuthola umkhondo imizi yakwaMdima yakhe ndawonye endaweni ekuthiwa iseMadimeni.

    • @glenngwenya1084
      @glenngwenya1084 Před 11 dny

      ​@@InspirationalRoadCar-ze4xiEish naye wabheda ihamba kanjani ingane nomuntu ongamazi nokuthi owakhuphi?😢😢😢

  • @gloriapoto65
    @gloriapoto65 Před 24 dny +24

    Yisigebengu lendoda nengane kusho khona iyaphila zange ya shona

  • @MiliahMadmbe
    @MiliahMadmbe Před 24 dny +11

    Ingane tholukut iyaphila indonda leyi mhlambe wathi ma efika nengane kunkosikaz wat umawengan sewashona yikho yikho ngize nayo kant fut kumawengane wat ingane seyashona sayincwaba ,iza no part 2 King zoso

    • @zamajutahmdlangathi3792
      @zamajutahmdlangathi3792 Před 24 dny

      Nami ngicabanga ukuthi ayishonanga nje lengane

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 Před 24 dny +1

      Nami ngicabanga kanjalo hlmpe futhi umfazi ubenganangane ei aszi kodwa sesithembe uZoso uzolulandela udaba

  • @Gabangani-k3d
    @Gabangani-k3d Před 24 dny +11

    Wesisi umdu mdimi ngyamazi akasasebenzi kodwa bakhona abafowabo ngizozama amanamba abo

  • @SiphamandlaNxumalo-vb6zq
    @SiphamandlaNxumalo-vb6zq Před 24 dny +8

    Qhawe sisacela usithungathele yena ngiyakuthemba usilethele yena lo mfo ohlelweni🤞

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Před 24 dny +6

    The story of this lady is painful 😭 I don't think the child is dead the wicked father is hiding the child from the mother please help her

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před 23 dny +3

    Nalento yokumithel munt ungamaz kahle aii ngeke

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Před 24 dny +37

    King Zoso follow up ya taxi driver and owner

    • @XMkubukeli
      @XMkubukeli Před 24 dny +5

      Siyayicela yaz

    • @estherntuli4003
      @estherntuli4003 Před 24 dny +2

      Wawugcine kuphi nodaba

    • @proudlysa774
      @proudlysa774 Před 24 dny +1

      Can't wait

    • @lungisibaca6046
      @lungisibaca6046 Před 24 dny +2

      Please sixhalabile sifuna ukwazi nokuthi nosana olu lusesiswini lukhuselekile na. Eish umkhulu wosana andimqondi ingathi angalubulala ngangendlela angamfuni ngayo uyise womzukulu wakhe☹️

    • @AyandaDlamini-bw7pz
      @AyandaDlamini-bw7pz Před 24 dny +8

      Please siyayicela conclusion as sagcina u driver kumele abuyele emsebenzini

  • @BongieMabaso-m5y
    @BongieMabaso-m5y Před 24 dny +8

    Yayinamanga lemdoda ukuthi ingane yashona
    Yathathwa umfazi nje wazikhulisela yona mhlampe abanangane

  • @user-gr1kz7gn2e
    @user-gr1kz7gn2e Před 24 dny +10

    Wuyisidomu Sisi unganikela ngengane futhi awazi negama lehhotela uyisithuphethu nje namaqhunyana amehlo

  • @ntombikayisenyathi4346
    @ntombikayisenyathi4346 Před 24 dny +3

    Ingane ivakasha njani la wena maa wayo ongakaze ulubhade khona aiii wayidlisa iteam cc

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Před 8 dny

    Uhoqolo lwesonakali, sesingcoli, sesigebengu, konje vele nobuhlungu bokuzala asikwazi

  • @mpumelelomkhaliphi7795
    @mpumelelomkhaliphi7795 Před 24 dny +4

    Manje wena sis from 2007 kuze kube imanje ikhona uzozixaka ngalento manje ay come on
    Angikugxeki but ay nawe kodwa

    • @user-kb9sm9wj7p
      @user-kb9sm9wj7p Před 24 dny +1

      Ngimangele nami ukt uwuthelq kanjani umoya phansi ngengane yakhe😢

  • @busisiwembatha5468
    @busisiwembatha5468 Před 20 dny +2

    Akunangane eshonile lapha unamanga loyobhuti.unkosikazi wazithathela Yona wayikhulisa

  • @thobisilesibisi3449
    @thobisilesibisi3449 Před 24 dny +5

    Usisi unengqondo ethatha kude unganikeza umuntu ingane abuye azokutshela ukuthi ishonile yaze yangcwatshwa ungayi emaphoyiseni uyeke nje kanjalo. Uyahleka udlala ngathi akaphathekile kabi ngengane yakhe angayazi noma iyaphila noma ishonile😮

  • @user-cq2vj7fr5z
    @user-cq2vj7fr5z Před 24 dny +3

    Kodwa nawe wadela ngengane yakho nom usuwaz ukuthi ushadile wahambisa ingane awusile nawe wahlala wangafuna ukuyobon iliba lengane yakho wangazihlupha nokuya emaphoyiseni bonake abakini wabatshela nom wazithulela hayi cc awukh ryt

  • @SimphiweMlungwana
    @SimphiweMlungwana Před 24 dny +5

    Uyahleka kodwa akikhombisi kuth kunengane yakho phakathi n ayisekho wena u chilile nje😢

  • @Sarah_M84
    @Sarah_M84 Před 24 dny +2

    The biggest mistake is to give someone that you don't even know his home your child, maybe uthwele ngo mtwana.

  • @zamajutahmdlangathi3792
    @zamajutahmdlangathi3792 Před 24 dny +1

    Lengane mhlambe ayshonanga wayontshontsha nje, ingane yafihlwa kanjani ingekho iBirth Certificate noma wawumnike konke nezinto zengane, mhlambe akaganiwe wayefuna ukuyothwala ngengane😢

  • @BiyisiweMoloi-ee7id
    @BiyisiweMoloi-ee7id Před 23 dny +1

    Unamanga ingane ayishonanga uyakudlala nje uthwele ngayo 😢😢😢😢😢😢

  • @Taaiwakkerstroom
    @Taaiwakkerstroom Před 23 dny +1

    No Zoso lomjita waqambela usisi amanga wayeyitshontsha nje lengane Ene trust me once u follow up the story king zoso uzobina ingane ikhona iyaphila wayitshontsha nje

  • @LungileNgc0b0-e4o
    @LungileNgc0b0-e4o Před 19 dny +1

    Bayakuyeka cc kini kumelengabe kade bakubhaxa ngemvubu..before kusukunyelwe udabalengan...ihambakanjan ingane yodwa nedonda ongaz ngishokubo..uphithenengisho ekhanda .masekin uyamuvikela mebemuxakazisa😪

  • @user-de3qd3ye5z
    @user-de3qd3ye5z Před 24 dny +1

    Koba kuhle mengathwalanga ngayo jesuuu😢

  • @user-ix9tj5tl9r
    @user-ix9tj5tl9r Před 24 dny +2

    Kodvwa natsi bantfu besifazane.umtalelelani umuntfu ungati ekhaya kubo.ok sokhulelwe yisa umtfwana ekhaya kubo ufune uze utfole.wavumelani kuhambisa umtfwana ungekho

  • @LungstarLove
    @LungstarLove Před 24 dny +2

    King zoso msize locc ngyathemba nkabi

  • @phindilemlangeni1623
    @phindilemlangeni1623 Před 24 dny +2

    Kodwa nocc ngyamsola min akanaki nje naye 😮

  • @nathimaseko692
    @nathimaseko692 Před 24 dny +2

    kunabant abading usizo awubadedele bathol ithuba wena sase neskhath soku hleka ay suka ...uxolo bakwethu kodwa hay losisi ngempela hay

  • @MbwanaIbrahim
    @MbwanaIbrahim Před 21 dnem

    Yazi lobhuti Ngathi ngike ngim'bone nje eMlazi eMnyandu Mall

  • @businzama6939
    @businzama6939 Před 24 dny +2

    Mina ngiyasola kukhona okushaya amanzi ingane ayishonanga lendoda kukhona ekufihlayo ngengane kukhulu futhi akatholakale King Zoso isgebengu lesi

  • @thembisteyn219
    @thembisteyn219 Před 8 dny

    Hai uthi kodwa ingani yashona angiboni kanti yayigula yini hawu

  • @DionMbi
    @DionMbi Před 11 dny

    Mara sesi nawe awunanqondo unganikela indoda umntwana ukuthi aye naye ekhaya ekubeni nawe awukaze waya kibo😮ayyy awukho ryt shem uphisene ngengane😢

  • @thandimhlongo5148
    @thandimhlongo5148 Před 5 hodinami

    Wayephucwa nje u cc lengane. What if wazilela intengekho. Engath engaluthola usizo iphila or ingaphili ingane kdw alaz iqiniso

  • @user-uc9mn9nj2l
    @user-uc9mn9nj2l Před 24 dny +4

    Weeeeee o Mdu bayigebengu bonke

  • @GodfreyBongumusaGasa
    @GodfreyBongumusaGasa Před 4 dny +1

    Hhay uyakukhohlisa ingane uyifihlile ayishonanga ingane wena Zama ukuya ekhaya Kubo ufike ufune ideath certificate

  • @NangamsoManci
    @NangamsoManci Před 24 dny +3

    Haibo cc isibindi sako nje kunikela ngengani enjeni haibo mf2.noba sekutiwa itshonile Aunyakazi😢😢😢

    • @gloriashozi555
      @gloriashozi555 Před 24 dny +2

      Unesengwenya mina nje lalingeke liphele iviki eythathile ingane

    • @phindilezondo2887
      @phindilezondo2887 Před dnem

      Ay yena unesbindi esinenoni eceleni😮🤣🤣🤣

  • @masentlejiyane6021
    @masentlejiyane6021 Před 24 dny +1

    Yooo amanye amantombazana, a baphilang kahle emaihanda

  • @contancehlatshwayo4146
    @contancehlatshwayo4146 Před 24 dny +1

    Unesibindi Ntombazana uyinikakanjani indoda ingane yakho ungakwazi lapho ihlalakhona .wawuyilahla nje lengane

  • @ThokozileMbatha-jt7jy
    @ThokozileMbatha-jt7jy Před 24 dny +1

    Awuuuu sisi ngomntwana kusho ukuthi nawe bowungamfuni isikhathi eside kangaka uyaphila lomntwana

  • @BradleeMouers
    @BradleeMouers Před 17 dny

    Yhooo hay uyabhedalo cc kanayo inimba kabonisi njengomzali okhathalayo yintoyanini 2007 cabanganje lomntana unangaphi yeminyaka...ngoba lomntana kazangenje wasweleka bhutiza wambona ucc akanankathalo makayokhulisa mntana kokwabo

  • @charlottematseliso5450
    @charlottematseliso5450 Před 24 dny +3

    Ntombhazana funa ingani yakho iyaphila kodwa lento sengathi ayibuhlungu nje ngoba ukhuluma uhleka nje😳😳😳😳😳

  • @HlengiweOliphant-jb2jr

    Cha nalosisi mawumbheka kahle ngathi akaphilile ngekhanda

  • @user-bn9sk3xr4k
    @user-bn9sk3xr4k Před dnem

    Awuu ngekr besasinikake ingsne ayii lendoda isiqala kusonela samadoda kant uzoso ube bussy ngabantu besfazane sbona kuyibo aba wrong manje sekuyith ft bantu beslisa ayii uyasonela ndoda

  • @BandileShandu-hm6pk
    @BandileShandu-hm6pk Před 24 dny +2

    Owangasekhaya lobhuti

    • @user-gr1kz7gn2e
      @user-gr1kz7gn2e Před 24 dny +1

      @@BandileShandu-hm6pk mdalule ingane ikhona Noma uqambamanga

  • @mantoamakhalema7801
    @mantoamakhalema7801 Před 12 dny

    Cha ngaze nga worried ngawe cc ukuth lengane ubuyithanda yin Nah 😢

  • @NompiloMhlongo-bm2pg
    @NompiloMhlongo-bm2pg Před 8 dny

    Ai sisi ekhanda lakho kuthini nje ingane ingekho kuwena iskhathi eside kangaka encane nakangaka ai sisi khona okungekho ryt kuwena noma senibonana esekutshela kuthi ingane ishonile wa relax nje ai ngeke mina wengeke esaya nala eyakhona ngengane yami sdibi sakho sisi ngyasisaba🥺🥺

  • @MbwanaIbrahim
    @MbwanaIbrahim Před 21 dnem

    Kodwa nawe Cc ngeke aybo 2007 kuze kube manje ayi ayi unesibindi impela😢😢

  • @ZandileShange-wb7zt
    @ZandileShange-wb7zt Před 24 dny +1

    Kodwa ungathandana nomuntu uzale awukwazi Kubo kwakhe ,athathe ingane yakho umnike,akutshele ukuthi ingane yakho ishonile,useyingcwabile uthule awuyi emaphoyiseni ahambe nawe naye aboshwe ngoba awukho umthetho othi ngcwaba umphefumulo womuntu kungekho ubufakazi isiboshwa leso, mntanami ingane yakho ikhona wabona ukuthi ingqondo yakho ithatha kancane.uze uzile ungazange wabona ngisho nethuna ayikho lento yakho

    • @delisileruth2876
      @delisileruth2876 Před 24 dny +1

      Yona i death certificate wayenza kanjani yona le angakukhombisanga yona ngoba phela ngcabanga ukuthi ubengenayo ngisho ne birth certificate ngisho ikhadi lomgomo nje leli ai kwanzima kwab'hlungu sesithandazela ukuthi atholakale umtwana ephila ai ubudedengu bakho kodwa cc uyangthusa and uyahleka ai shame

  • @NangamsoManci
    @NangamsoManci Před 24 dny +1

    Othixo lokozila iyapil nje ngani cc coolek sigebengu lesi ngek ngaphuphi nakancani haibo

  • @khanyisiledube9682
    @khanyisiledube9682 Před 24 dny

    Umfwana ukhona sis khohwa ngalesigebengu salobhuti abekumuka nje ingane

  • @sakhilemnkandla9412
    @sakhilemnkandla9412 Před 24 dny +3

    It's heart sore

  • @nosibulelomsiyane3060
    @nosibulelomsiyane3060 Před 18 dny

    😢hawu kwakumele asuke same time aye ndwedwe lo sisi wahlala chaaa unesbindi

  • @SlindileNgubane-j7m
    @SlindileNgubane-j7m Před 24 dny

    Ngisola lombhemu ukut ingan ayshonil inking ngenzeka akanay inzalo unkoskaz wakhe so leyakh ingane seyithath njengeyakh iwumthobanhlizio

  • @user-oi5ic6uh3b
    @user-oi5ic6uh3b Před 21 dnem +2

    Losisi is not serious

  • @gugumbonambi9470
    @gugumbonambi9470 Před 21 dnem

    Ayishonanga ingane kungabe iyahlupheka kumfazi wakhe.wabaleka mayo nje lona

  • @zamatololubeluhle7947
    @zamatololubeluhle7947 Před 13 dny

    haybo sisi yini eyenza uhleke ngoba le ndaba ayihlekisi , neskhathi side ungayisukumeli lendaba

  • @sontomatheba6893
    @sontomatheba6893 Před 24 dny +1

    Cc ingane iyaphila uyifihle lodog. Ziphi incwadi ezifakazayo ukushona kwe.gangane

  • @DumisaniNgema-hz9iv
    @DumisaniNgema-hz9iv Před 19 dny

    Yabheda cc wami wawungekho crc ngengane yakho umuntu ethi ingane oshonile awubikeli ngisho amaphoyisa mmmm

  • @LondiweMbuyazi
    @LondiweMbuyazi Před 24 dny

    Wayincwaba kanjani ungekho😢nawe cc kwakumele umlandelel same time

  • @mahadishokhoa7239
    @mahadishokhoa7239 Před 23 dny

    Nami ngiya sola yaxoka le ndoda awukho ngane ishonile hawww ukhona nje

  • @user-tq4rr8fh7n
    @user-tq4rr8fh7n Před 24 dny +1

    Woza ngapha eCape town kingzozo si needa uncedo uyabasiza abantu❤

  • @NomthandazoDlamini-oy2dm

    ngaze ngafisa uxhumana nobhuti zoso

  • @user-cq2vj7fr5z
    @user-cq2vj7fr5z Před 24 dny

    Waze wangidina lomfazi nokuhleka uhlekani kodwa awuzwanga izinseka wena

  • @user-kt7fd1vz3f
    @user-kt7fd1vz3f Před 19 dny

    Wathwala ngayo lo Mduh ingane. Isigebengu nje

  • @AyaphaMkiva
    @AyaphaMkiva Před 23 dny

    Themba njani umntu onomfazi ahambe nengane yakho

  • @94069
    @94069 Před 16 dny

    She doesn’t look like she lost a child. Yaze yagcwatshwa engazi.Uyazihlekela nje. Or that’s how she deals with trauma😳

  • @masibongentuli3384
    @masibongentuli3384 Před 23 dny

    Khumbul ekhay ukhon
    Lady D ukhona themb alibulam
    Ngizw uth cc zazingekh indlel zokufun ingane
    Maphoyisa akhona

  • @phumelelakhawula2796
    @phumelelakhawula2796 Před 19 dny

    Ayyy isgebengu nje straight, sazitholela u cc olungile bandla,, mhlamp ingane iyaphila nje,, nama phoyisa yafuneka lana

  • @ThembisileNdlovu-wx4ig

    Mmm cc ngakuncono kuthi ubhalele inyoni tv bebezomthola ngokushesha omalandela we we lezingane azesabi lutho zingena noma ikephi

  • @MonicaGunuza
    @MonicaGunuza Před 24 dny

    Wena nje cc ubufuna ukhuliselwa ingane😊

  • @ThobekaManewe
    @ThobekaManewe Před 20 dny

    Lobaba makathethe inyani i believe iyaphila lengane bahlala nayo or wayisa kubo🤞. Ungangcwaba ingane without letting the mother know its not make sho🤔.

  • @user-fr7pl4ls4k
    @user-fr7pl4ls4k Před 23 dny

    Ayishonile leyongane iyaphila uyakuntarera

  • @yvonnemdaka3125
    @yvonnemdaka3125 Před 24 dny +1

    Full episode please 👏👏

    • @Zaneleniza
      @Zaneleniza Před 24 dny

      Awu cc nawe awukwazi futhi lasebenza khona Kubo kwayo ke awusayi ngani eish phephisa but ube budedengu kakhulu nawe sengathi ungasizakala sthandwa sami 😢😢😢

  • @nomvulalangasiki3927
    @nomvulalangasiki3927 Před 13 dny

    Risk cc le wayenzaya uhambisa ingane nomuntu ongazi kwakubo yhooo

  • @phindilemaphalala8962
    @phindilemaphalala8962 Před 17 dny

    Unesibindi sokuhleka losisi , awunamahloni.

  • @phindilemalinga9495
    @phindilemalinga9495 Před 23 dny

    Awuyi ngani e home affairs uyofuna isitifiketi software ubatshele silahlekile kuzobalula ukutho ukuthi usaphila noma kanjani

  • @LiyakhaNgesi-nx3tf
    @LiyakhaNgesi-nx3tf Před 24 dny

    Hhamba mtam ufune indoda kodwa ubhasobhe ukukinywa namanzi abilayo mtam ave umncani kodwa munu

  • @SimphiweMkhize-lx8vc
    @SimphiweMkhize-lx8vc Před 23 dny

    Ingane ayivange ishone ikhona iyaphila

  • @ChanelDuPlessis-m4n
    @ChanelDuPlessis-m4n Před 23 dny

    Kwakungamele uphisane nge ngane emuntwini ungazi ukuthi uyaphi,, hayibo sisi

  • @mphilepromisemanzi6247

    Lapho ngiyamazi jehova 😳😳😳😳

  • @Anthea-u4c
    @Anthea-u4c Před 24 dny

    Zama bhuti uyazama please 🙏🙏

  • @bongiwencayiyana220
    @bongiwencayiyana220 Před 18 dny

    Ungazila kanjani ngento ongenasqiniseko ngayo?kwasawena unomdumakhanda babo laba abakufaka inzilo.

  • @HlengiweNdlovu-hz8op
    @HlengiweNdlovu-hz8op Před 15 dny

    Ngathi ngasizakala cc wami

  • @glenngwenya1084
    @glenngwenya1084 Před 11 dny

    uSisi akazi nje yena uyazihlekela kuphela bakithi 😢😢😢😢

  • @lekauphofa4323
    @lekauphofa4323 Před 23 dny

    Ayikho leyonto waziliswa into engekho nje ingane iyaphila

  • @BongakonaShozie
    @BongakonaShozie Před 8 dny

    Aiii kodw naw sis ungahlukana nengane ena 1 nenyang ezu 3 oksobal njr lobhut wathath ingan wanik nkosikazi myb mebengatholi ingan n lengan ngb isencan izokhul yaz lonkosikaz okuty umawayo

  • @PrincessNontobeko-s7r
    @PrincessNontobeko-s7r Před 17 dny

    Kuphakathi kokuthi ingane wathwala ngayo lo mfo noma isaphila mhlampe nkosikazi anaye akanayo inzalo iyona ngane abanayo lena

  • @SaneleZondo-wc4gx
    @SaneleZondo-wc4gx Před 14 dny

    Awu syamazi uhlala ngasekhaya

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Před 8 dny

    Niyazi, umuntu odinga ukushona uyena lo, hayi ingane

  • @nomfunekobatala7920
    @nomfunekobatala7920 Před 19 dny

    Ngenelela Zoso sinethemba elinguwe uba uzoyixazulula nale

  • @user-ms5sf3rv3q
    @user-ms5sf3rv3q Před 23 dny

    Wena abakuboni nje ukuti uyahlanya.uhlekani ? Ukhohlakele xem

  • @user-de3qd3ye5z
    @user-de3qd3ye5z Před 24 dny

    Yabona mnhla etholakala lo lwabhishi kmele numudlise i rama u 1kg ewuzwa

  • @user-nv8ch6jl9s
    @user-nv8ch6jl9s Před 24 dny

    Mina ngokubona kwami ngumuntu wangaphandle lowu akuso walapha ukuthathele ingani wahamba

  • @user-ds3rl1ws1znosisa
    @user-ds3rl1ws1znosisa Před 24 dny +1

    Yaze yabuhlungu shame lendaba 😢

  • @Khayelihlekhuzwayo-wm7vl

    Mhlambe isekhona ingane yakho wayeqena ukuyodla but uma nimthola akukhombise is certificate sokushona

  • @Gabangani-k3d
    @Gabangani-k3d Před 23 dny

    Wena sisi bakhona abantu bakubo omzala bakhe abayazi lonto ukuthi ingane yashona phindela wayesebenzeka ekhalanga igama lefulethi