isithunywa seZulu 🌠🌩🌨🌞🌈

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 22. 05. 2022

Komentáře • 146

  • @zanelemotaung8592
    @zanelemotaung8592 Před 9 měsíci +1

    Gogo siyabonga ngezimfundiso.mina engithanda ukukubuza kumengenze njani uma ngisezinsukwini zabesifazame ngiyasondela yini emsamo ngoba ngisuke ngingahlanzekile ngiyakwazi yini ukuthi ngiphahle noma ngikhulele khona. Ngiyabonga gogo

  • @nthabimodise7171
    @nthabimodise7171 Před 9 měsíci +1

    Ubuhle bakho Gogo and your humble nature is out of this world 🙏🏽🙏🏽👌👌

  • @cynthiaduba1241
    @cynthiaduba1241 Před rokem

    Wow 💞💖 Thozani Gogo many many blessings to you 👆🙏🙏🤞🤞

  • @BusisiwePatientsNtlemeza-lu6kg

    Thokoza ❤Ngonyama
    Yamazulu
    Yakuva mna straight
    Bayede😊

  • @ROYAL.M.2424...
    @ROYAL.M.2424... Před rokem

    Amen 🙏

  • @user-wf5tx1kr6v
    @user-wf5tx1kr6v Před rokem

    Bayede! Wamuhle amehlo akho axoxa indaba🙏❤

  • @user-sm3zv9cy4h
    @user-sm3zv9cy4h Před 3 měsíci

    Siyabonga kakhulu mkhulu ❤

  • @jacobmahlaba653
    @jacobmahlaba653 Před rokem

    Eyi muhle nkosiyam 😍🙏

  • @nomaguguprimrose424
    @nomaguguprimrose424 Před rokem

    Amen

  • @snemalishe
    @snemalishe Před rokem

    Ngaze ngakuthanda & Seeing your videos for the 1st time uMuhle Mkhulu and you look like omunye makoti wasekhaya 🥰🥰

  • @thandekilekoza9256
    @thandekilekoza9256 Před rokem +5

    I just started the journey and this for me spoke to my inner being. The encouragement, thank you 🙏🏾

  • @pumezatose9891
    @pumezatose9891 Před 2 měsíci

    Thokoza Ngonyama. So funeka usiphakamise njani esithunywa sezulu.
    Ndiyayithonga nkanyamba kakhulu ndingazi ukuthi kwenzekani.

  • @mohlomitladinyane1004
    @mohlomitladinyane1004 Před 10 dny

    If alotyolwanga gogo ngicela ube ngowam khanya lesedi

  • @malizokhumalo2472
    @malizokhumalo2472 Před 2 lety

    Siyabonga ngolwazi cha umuhle boh 😘

  • @evelinemwashusha77
    @evelinemwashusha77 Před rokem +1

    As l started watching the video l felt this feeling and ngathala ukubhohla kusho kutini gogo

  • @vickyduma1843
    @vickyduma1843 Před rokem +1

    Thokoza mkhulu ngicela usizo lwakho namhlanje bengiphupha sengathi kukhona ongqongqoza embargo
    wendlu lapho ngilala khona bengithuka ngiphaphame ngithi ngyalelela akukho emnyango kungiphinde kwaze kwayikathathu

  • @vusimuzivilakazi4563
    @vusimuzivilakazi4563 Před 2 lety

    Thokoza Gogo, izindaba ozikhulumayo zinhle njengawe, waze wamuhle boo 🙏

  • @belindagoapele6501
    @belindagoapele6501 Před 2 lety

    Thokoza Gogo 👏, the time I was I a process yokuphakamisa isithunya, a voice came through my dreams and told me that, ngiyinkanyaba 👏, im interested in knowing better about this spirit as people who have this spirit are very rare.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +2

      It's very powerful . Connect with sun ,rain , water and them moon through prayer .

    • @belindagoapele6501
      @belindagoapele6501 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 I will appreciate one day on your teachings to teach about inkanyamba 👏

  • @jamesmozibo2405
    @jamesmozibo2405 Před 2 lety +1

    You are so beautiful before everything else... 🤞

  • @user-vi4ui3xk7k
    @user-vi4ui3xk7k Před rokem

    Thokoza👏👏

  • @nombusothusi206
    @nombusothusi206 Před rokem

    Ngyaziphupha nginayo inkanyamba engathi ngiyingane yayo. Kodwa sengyadideka ngoba bathi kimi bangamakhosi

  • @user-ry1yx7hw1f
    @user-ry1yx7hw1f Před 9 měsíci

  • @thompsontsg4676
    @thompsontsg4676 Před 2 lety

    Khumele siwazu umehluko phakathi kwe nzunza nestunywa sezulu ngoba akufani.amen

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    True I work very hard am a beautician by profession,

  • @babalwafihla2583
    @babalwafihla2583 Před rokem +1

    Ave ngikuthanda mkhulu ngoba yonke lento okhuluma ngayo yinto eyenzeka kum camagu kuwe khehle elithunyelwe ngamadlozi

  • @NokuthulaKhumalo-tm9xc
    @NokuthulaKhumalo-tm9xc Před 8 měsíci

    Salukazi Sam ❤️akwande 😂😂😂🙌🙌🙌🙌🙌

  • @pertuniatwala4176
    @pertuniatwala4176 Před 2 lety

    Thokoza gogo ngicela ungisize. Uphakamisa kanjani? 👏

  • @bonisiwendlovu9607
    @bonisiwendlovu9607 Před rokem

    Umuhle Mkhulu 💞angnawo umona🙆

  • @esthermncube9877
    @esthermncube9877 Před 2 lety

    Thokoza Gogo ngicela ukuphuma kancane esihlokweni🙏🏾 ngicela ukubuza ukuthi Uma uphupha izimvu Kanye nezimbuzi ezimhlophe njenge qwha zimile kodwa Uma ngithi ngiyasondela ngasengiwela odakeni kodwa Kwaba nento engikhipha kulo masinya,kuchazani Makhosi ngoba izimbuzi ezimhlophe qwa zona ngihlezi ngiziphupha njalo

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      Ukuphupha imbuzi emhlophe inhlanhla....ngoba made uwele odakweni ingoba kade usazothwala kanzima kodwa idlozi elihle likusindisa njalo kulokuthwala kanzima empilweni....kumele ulibonge by praying oftentimes

  • @fundyZulu88
    @fundyZulu88 Před rokem

    Waze wamuhle Gogo 😊

  • @mkanyiselimcubuse4375

    Thanks for the information, did you have to be this gorgeous though💕💕😊

  • @NomfusiSaliwane-bo7uh
    @NomfusiSaliwane-bo7uh Před 6 měsíci

    Hlw mntane Thongo ndiyathanda imfundiso yakho lv kakhulu bawela kwazi more ngeSthunywa

  • @mlondidlamini1292
    @mlondidlamini1292 Před 11 měsíci

    yabona makukhulunya ngomuntu ozaziyo ukuthi muhle😂🙌🏾

  • @LuckyGumbi-fi7ox
    @LuckyGumbi-fi7ox Před 11 měsíci

    Usugisizile

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    I hear u Mkhulu I was told in a dream that I don’t need gobela, I try to cleanse with holy ash, salt., n steam with it . N sometimes steam with the river mphepho. I don’t have a boyfriend.🙈🧜🏼‍♀️it’s not easy

  • @makhumalokhumalo9407
    @makhumalokhumalo9407 Před rokem

    siyabongs

  • @sfisomasangane151
    @sfisomasangane151 Před rokem

    Unemangakute lentfoleyo mine solo angisitakali,yekani ukus'kholhwisa

  • @milllzmill9562
    @milllzmill9562 Před měsícem

    Ngicela ukbuza uwphahlela kanjani lomoya

  • @mntwan_wamakhosi
    @mntwan_wamakhosi Před rokem

    Mkhulu
    Kuyenzeka yini ube namanono, umndau, isthunywa, nenzuza yonke lemoya ibe kuwena nje cause ngithola lezinto on different traditional healers
    Ngyabonga

  • @tebohorikhotso5722
    @tebohorikhotso5722 Před rokem

    Thokoza Gogo. usiphakamisa kanjani.

  • @mandisamashabane3552
    @mandisamashabane3552 Před rokem

    Inzunzu akusiyona idimoni Na, u Nkulunkulu uyayithanda Na inzunzu

  • @Nwabisanwabisa-rb8fb
    @Nwabisanwabisa-rb8fb Před 3 měsíci

    Thokoza gogo ndicela ukubuza ukuba uyakwazi ukuba nezithunywa ezohlukene ngexesha elinye like esamanzi nesentaba camagu

  • @thamindlovu14
    @thamindlovu14 Před 2 lety

    Thokoza mkhulu! Eu wasincisha ke le video aytholakali kuma downloads. Anyway ke, thanks kakhulu for sharing such useful info, hints & tips with us...it's always useful. INkosi ikubusise! Thokoza🙏🏾

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      I wonder why can't be downloaded....anyway thank you so much dear.
      Bayede 🙏🙏

    • @thamindlovu14
      @thamindlovu14 Před 2 lety

      Aaaaau sekqondile am now sorted! Bayede mkhulu🙏🏾

  • @sandilespesihle2267
    @sandilespesihle2267 Před rokem +2

    Waze wamuhle ❤❤

  • @khandalenja.khumalo
    @khandalenja.khumalo Před rokem

    Thokoza gogo Nguyen ngaphupha umuntu engamuwondi kahle engathi ukhubazekile kodwa uyangi prophet uthi nginenhlanhla nginenkanyezi ngabe kushoni

  • @deetumi1287
    @deetumi1287 Před rokem

    makhosi syabonga cel kubuza sphakamisa kanjn makhosi

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      Ukudla izinkamba zakhona for 3 months, but its depends kwisthunywa sakho then uphethile ngesikabhu or imbuzi .

  • @asandamfihlo.6366
    @asandamfihlo.6366 Před rokem

    Thokoza Mkhulu umkhathi akusiyona i forest?

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    Good morning Mkhulu , last night I steamed , I had a dream of, I was literally under the sea , trust me I saw all sorts of fishes mermaids n all types of snakes including inkanyamba but that one was under the caves in the sea. Wat am asking is that is steaming a cleanse as well.

  • @tipsonet
    @tipsonet Před rokem

    Mkhulu wena uchwepheshe wesintu ngempela yazi

  • @sfisomasangane151
    @sfisomasangane151 Před rokem

    Ninemangakabinine
    Yekelanemanga

  • @user-sd9tk3ff1y
    @user-sd9tk3ff1y Před 3 měsíci

    Camagwini gogo siphaka nyiswa njani?

  • @shirleysamela2902
    @shirleysamela2902 Před 5 měsíci

    Thokoza🙏🏿🙏🏿

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    Again my house it’s a fridge winter summer.

  • @sunrise7442
    @sunrise7442 Před rokem +1

    Ey, felt like you speaking to me, yangihlupha lento, and everytime ngiya kumuntu they always say, kuthi bathi ngeke bezwe ngaye loGobela engiye kuye bayazi kuthi bona benzani, uma liduma izulu amehlo ami avele kube ngathi khona flashes of lights emhlweni even noma ngikhululeka, bese ngishawa uvalo olunamandla. With food you are right some food I eat, the next morning I feel not good semi sick like I shouldn’t have ate. I’m man but yoh isbuko ngendlela engisithanda ngakhona, sengathi ngalokhu ngizibukile kuthi ngiRight yini, which is abnormal. Angithandi kuhlala nabantu kakhulu sometimes vele umoya uphakame ngibe nolaka into encane ngiyadinwa buye but if ngikwata sometimes ikhanda livele lishaye esphundu bese kumele ngezehlise, mangisondela olwandle amadlebe avele abe nomsindo ngibe confused. People don’t like being next to me even if angibazi they find me intimidating some even want to challenge me out of nothing.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem +1

      Mkhulu . Your ancestors are so very independent. Powerful as well . All that you experience is a clear sign of being spiritual....strong calling.
      All can say take everything serious , pray , cleanse yourself, learn about isithunywa sakho .

    • @sunrise7442
      @sunrise7442 Před rokem

      @@mkhuluodlangonyezi6775 Thanks I will most definately try my best.

  • @smangelemasengemu8350

    Siphakamiswa kanjani mkhulu😢😢😢

  • @sthembilebaloyi9669
    @sthembilebaloyi9669 Před rokem

    Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi njengoba kuthithiwa kim ngiyisangoma sezulu ngabe Yiko loko okhuluma ngakho ngoba angaz mina Sangoma sezulu esinjani

  • @tipsonet
    @tipsonet Před rokem

    Thokoza Mkhulu unjani empilweni?

  • @zinhlevilakazi7085
    @zinhlevilakazi7085 Před rokem

    thokoza, ngabe siphakanyiswa kanjani

  • @khumbuzilekheswa344
    @khumbuzilekheswa344 Před 2 lety

    Ngaze ngahlupheka Mina, nginezimpawu ezingikhomba more than 1 type of isthunywa. Ngihlushwa ukuthi angitholi muntu ongangisiza ngithi sengimtholile kuvele into ethile ngigcine ngingakwazi ukuya lapho. Kwakuthi ngiziphakamisa kanjani lezithunywa angazi ngoba I'm scared of amanzi size ngaziyela I need someone to take me there

  • @asandamfihlo.6366
    @asandamfihlo.6366 Před rokem

    Thokoza Mkhulu isithunywa yingelosi?

  • @bongekilensibande4804

    Ndlondlo syabonga kwabadala bakho ngawe uyisibusiso kithina .
    Ngisacela Mkhulu ungipe inamba yakho... Thokoza

  • @nokuthulakubheka402
    @nokuthulakubheka402 Před rokem

    Mkhulu kinjani ijazi lase mkhathini.

  • @mthulisenimapuumulo2070

    Mkhulu siphakanyiswa kanjani isithunywa

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      Praying morning and night
      Cleansing it first
      Go to rivers and lakes to pray there
      Burn impepho talk with isithunywa sakho
      You cold water to anything you do .
      Be alone all times

    • @mthulisenimapuumulo2070
      @mthulisenimapuumulo2070 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 ngiyabonga mkhulu

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    Thokoza Mkhulu how do u activate this spirit, bcos am possessed by the spirit of inzuza

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      It doesn't need any Gobela . All you need to do is to be well connected with inzuza . The problem with our ancestors they only need hard work , prayers now and then , healing , patience and daily cleansing_ with very cold water for rinsing and lastly be very clean ...dress accordingly what you have been taught to look like

    • @thompsontsg4676
      @thompsontsg4676 Před 2 lety

      True words gogo AMEN

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      @@thompsontsg4676 Thank you kindly 🙌🕯

  • @prettymayisela2894
    @prettymayisela2894 Před 10 měsíci

    Makwande makhosi , lust night I ws have a dream, ngithandaza kunabantu abaningi ngibathandazela and ngicula, maybe you can explain to me what is a meaning of the dream , thank you somuch so much, God bless you 🙏🙏🙏♥️❤💖

  • @nomasontomatele9529
    @nomasontomatele9529 Před 2 lety

    Thokoza Mkhulu,

  • @khumbuzilekheswa344
    @khumbuzilekheswa344 Před 2 lety

    Bayede Ngonyama

  • @vickyduma1843
    @vickyduma1843 Před rokem

    thokoza kusho ukuthini ukuphupha uxabana nelungu lomndeni

  • @nduzuma4101
    @nduzuma4101 Před 2 lety

    😻hello😘

  • @cabilar4
    @cabilar4 Před rokem

    Cela ukubuza if you are followed by sun,moon, and can summon umoya usuke umbethwe umoya wani and isiphiwo sakho isiphi?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      There's ingelosi enkulu kuwe edonsa ngomkhathi kuwe . Amajazi akho aba nezinkanyezi , nezithunywa zamanzi nazo zikhona

    • @cabilar4
      @cabilar4 Před rokem

      @@mkhuluodlangonyezi6775 kumele ngenze njani kuze ngisizeke.

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem +1

      @Ntokozo Nkosi To be honest to you. You first need to start by having a commitment , understanding everything about your spirit . Change your lifestyle first to attract it quickly .

  • @tshepialletta3482
    @tshepialletta3482 Před rokem

    Thokoza

  • @thuthukanishezi3789
    @thuthukanishezi3789 Před 2 lety

    Ngicela ama contacts akho Mkhulu

  • @XolisaZozi
    @XolisaZozi Před 2 lety

    Thokoza khehla ukhulume ngezwa

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      Bayede 🕯🕯🕯

    • @slindilenhlumayo5897
      @slindilenhlumayo5897 Před rokem

      Thokoza gogo hw do u c dt unalesosthunywa last nyt had a dream umkhulu Enginika cricket eliqumisa eliqhume isibhakabhaka nezinkanyezi n moon n he game me a fone

  • @blessingm8554
    @blessingm8554 Před rokem

    Thokoza Khehla please help me.

  • @nombusothusi206
    @nombusothusi206 Před rokem

    Yisona yin lesi esenza imvula ikusinde malihloma ulale uze uvuke maliphela

  • @asandamfihlo.6366
    @asandamfihlo.6366 Před rokem

    Siphakanyiswanjani Gogo?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem +1

      Udla izinkamba zesithunywa for 2 to 3 months
      Wenze insebenzo osuke unikwe zona
      Uphethule ngesikabhu or imbuzi emhlophe . Kodwa mase siphakeme sikhuluma kuwena .

  • @RachelTyobeka
    @RachelTyobeka Před 7 měsíci

    Wer can i c u? Plz yo namba plz, gyphuphile 2 day plz yo namba

  • @JohannMgidi
    @JohannMgidi Před měsícem

    Ngi Thanda ngathi nginga thola number yakho Gogo

  • @rooimtshweni3467
    @rooimtshweni3467 Před 2 lety

    Thokoza Gogo where are you based

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      Bayede
      I am from Durban .

    • @rooimtshweni3467
      @rooimtshweni3467 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 I love how you explaining things and your politeness.God bless you and your greatest ancestors who are surrounding you

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety +1

      @@rooimtshweni3467 Thank you kindly . I really appreciate multiply. 🥰🌠🌠🌠🙌🕯

  • @thabaniinnocent9569
    @thabaniinnocent9569 Před rokem

    Wamuhle ntokazi yabonakalakuthi wasemanzi

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před rokem

      Thank you kindly.

    • @thabaniinnocent9569
      @thabaniinnocent9569 Před rokem

      So ntokazi emhlophe efana nezihlabathi zolwandle inkinga Ila mina ngyasaba ukumane ngiya emanz Ni ngedwa cz sekwaba nalezinyanga ezijika imvelo like empophrmeni nasezizibeni sebagaka lezinyoka zabo so sisaba ukudliwa izona ingakho kwesinye isikhathi sidinga Abantu

  • @chabi_leann
    @chabi_leann Před 2 lety

    Thokoza Khehla mawuphupha indiya/Indian people kusho ukuthini ?

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      Foreigners ancestors.....mostly are those from umndawu tribe.

    • @mthulisenimapuumulo2070
      @mthulisenimapuumulo2070 Před 2 lety

      Waze wamuhle mkhulu ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha undiza futhi uphupha usesizibeni kukhona izingwenya kuchaza ukuthini Kanti futhi namahlonbe ami ayasinda ingathi kukhona umthwalo engiwuthwele please

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      @@mthulisenimapuumulo2070 umbethwe isithunywa samanzi kanje neDlozi lakhona emanzini

    • @mkhuluodlangonyezi6775
      @mkhuluodlangonyezi6775  Před 2 lety

      @@mthulisenimapuumulo2070 amahlombe kumele imisebenzi okumele uyenze ....wehlise imimoya yaso

    • @mthulisenimapuumulo2070
      @mthulisenimapuumulo2070 Před 2 lety

      @@mkhuluodlangonyezi6775 Uma kunjalo mkhulu mina ngidinga luphi usizo yini engangisiza

  • @mntwan_wamakhosi
    @mntwan_wamakhosi Před rokem

    Mkhulu
    Kuyenzeka yini ube namanono, umndau, isthunywa, nenzuza yonke lemoya ibe kuwena nje cause ngithola lezinto on different traditional healers
    Ngyabonga

    • @southafrica2074
      @southafrica2074 Před rokem

      Yes, Khehla. But kuzoba nalomoya ophethe. Le eminye ilandele ngemuva. Kodwa uthole ukuthi iyasebenzisana yona.