IZINKABI CHRONICLES( Episode 2)

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 5. 09. 2024
  • Izinkabi chronicles.
    We are talking about crimes that were committed by hitmen also known as Izinkabi.
    #inkabirecords
    #izinkabi
    #trending

Komentáře • 150

  • @nokwandanoxie2457
    @nokwandanoxie2457 Před rokem +13

    MC angfuna ukungasho bhuti wam yey angikwazi ukulala ngingalalelanga izitori zakho
    Big up my brother

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +3

      Busazophela ke ubuthongo sisi ngoba inqwaba izitori ezizayo ezinzima futhi😂 ngiyabonga kakhulu Noxie for your support 🙏

    • @mthobisilungisani9352
      @mthobisilungisani9352 Před rokem +2

      And uhlezi u comment sham , nami hlezi ngizilalela #Tut student

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +2

      @@mthobisilungisani9352 Siyabonga bafwethu ko Tut lapho niphile zingane zakwethu 🙌

  • @nonhlezondo5117
    @nonhlezondo5117 Před rokem +9

    I sifunda sanamuhla ukuthi ukuthanda izinto kuyakwenza ulahleke okukhona ngokungekho ...leNkabi yayingamuthandi uMaNzuza yamgabisela ngemali yalehlekelwa umuntu eyayizomenza unkosikazi one day yangabe isakhehlwa. Yona lenkabi ebikade ithe iyamthanda yamuzwisa ubuhlungu ngokudlengula unina wayo oyizalayo nengane akayizalayo 😢 that's pain esekhuluma iqiniso lobudlelwane neNkabi isimumoshele okuningi empilweni ebibukeka inesasa konke kwashabalala ! Siyafunda as young women ❤

  • @zosibiya1398
    @zosibiya1398 Před rokem +4

    Uma uxoxa usho izindawo kuba ngathi umuntu ulapho kanti angiyazi nhlobo iTheku😂 good story telling indeed

  • @eliasmaponya7063
    @eliasmaponya7063 Před rokem +12

    Very painful story my brother but I'm addicted to listen to you everytime, from Limpopo we love you so much

  • @macbethmabena9816
    @macbethmabena9816 Před rokem +17

    Honestly I'm addicted to this. Siyabonga cebekhulu. Isikhathi nje engisitholayo ngizithola sengila ngibukele wena tjoooh 😂😂😂

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Awu mfoka Mabena siyabonga kakhulu Tata🙏

    • @_baphiwe_
      @_baphiwe_ Před rokem +1

      Ngathi usho mina 😂❤

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      @@_baphiwe_ Awuhh ngaze nganenhlanhla bohh🤗🥰🤣🤣😂😂

    • @philanimdumavundla
      @philanimdumavundla Před rokem +1

      Same here bro. I am addicted. I even go back and watch old videos. inkinga nje isuka uma ngingaboni comment yami or like. I have literally watched each and every video more than once

    • @kgomotsochauke9226
      @kgomotsochauke9226 Před rokem

      very addictive channel

  • @The_Real_Mthethwa
    @The_Real_Mthethwa Před rokem +6

    Yazi mnewethu uma ufunda noma uxoxa lezizindaba umuntu zimenza aze azakhele isthombe enqondweni, uyancomeka kakhulu umsebenzi❤.

  • @StanleyKlaas-hp6gi
    @StanleyKlaas-hp6gi Před rokem +2

    Love your stories. From Whittlesea Eastern Cape eNgojini eHewu, but based in Jo'burg..!

  • @chelengwenya6965
    @chelengwenya6965 Před rokem +8

    Can't miss any episodes..indaba yenkabi isuka kude... asethembe ngelinye ilanga zizozisola ngalento ezayenza ebantwini njalo ezilokhe ziqubeka zisenza ukungcola... watching from Zimbabwe ❤

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      Let's hope they will change thank you, we love you in Zimbabwe ❤🙏

  • @osiniqt3957
    @osiniqt3957 Před rokem +3

    Isifazane kunzima ukphila naso futhi kunzima ngaphandle kwabo...uhubhu lukabhejane into eyisiqhelo kubona.Siyabonga"Sebekhulu"🤝

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      Kunjalo impela kodwa manje sizothini ngoba kumele siphile naso mfokababa.

    • @phumimabanga962
      @phumimabanga962 Před rokem +2

      Asfani bhut wam. Musa ukusibopha ngabhande linye

    • @osiniqt3957
      @osiniqt3957 Před rokem +1

      @@phumimabanga962 anginibondi nhlobo kodwa ngisho laba ebayiyo le engiyishilo Sis...

  • @gwagon1933
    @gwagon1933 Před rokem +14

    Another one! Dj Khaled of story telling 🔥🔥

  • @mlungisimashinini6584
    @mlungisimashinini6584 Před rokem +6

    Information empowers; ibambe njalo mholi wami 🎉🎉

  • @xolaninyekanyeka90
    @xolaninyekanyeka90 Před rokem +1

    Mara lezinkabi ezidlwengulayo ziyabhidisa. Ngazi inkabi iyi hitman and ama hitman awawenzi omunye umsebenzi accept ukubuthunywa bayobulala. Abarobhi bantu or badlwengule. Lezi zinkatyana nje ezingomafundane.

  • @senzonxele860
    @senzonxele860 Před rokem +4

    syabonga mnewethu iNkosi ikubusise ngolwazi osinika lona kanjalo nokusiqwashisa nje,Salute

  • @mahmoudmwamtoro7625
    @mahmoudmwamtoro7625 Před rokem +3

    Siyabonga Bhuti uyasikhulisa siyafundza lamhlanebi. 🇸🇿

  • @cabanganabrian751
    @cabanganabrian751 Před měsícem

    yhooo ai uyixoxa kakuhle into details....kuvele kukhanye kakuhle engathi ndilapho

  • @musamarleyhlela9974
    @musamarleyhlela9974 Před rokem

    I learn everyday from your story I wish I knew you arlier ngabe angiham Ielicala engilihambayo njengamanje

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před 2 měsíci

    Chubeka mfoka cebekhulu ngifunda okuningi ❤🎉

  • @sabelasimphiwe7491
    @sabelasimphiwe7491 Před 5 měsíci

    😂😂kuyamangaza ukuthi ngihlale ngithi ngiyakulandela kanti ngisalele kangaka iyinkinga indaba yabantu besifazane emhlabeni esiphila kuwona.

  • @ericmsheng8742
    @ericmsheng8742 Před 2 měsíci

    ❤❤mc mezisto

  • @profgasmhlongo8973
    @profgasmhlongo8973 Před rokem

    Awu kodwa Lindamkhonto! Yaze yayimbi lento ysleNkabi.
    Hawu! Unembeza awubonwa!
    Siyabonga kskhulu Menzi.

  • @oks6079
    @oks6079 Před rokem +4

    Ngikufisela ufike ku100k follows kubo lonyaka bafo🙏🏾 inkosi ibe nawe

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 Před rokem

    Eyi bhuti ngiyakulale njalo ngise England 🏴󠁧󠁢󠁥󠁮󠁧󠁿 kungcono ukuthi lezinkabi ziyalalela nkosi

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +3

    Naye locc kwase kucacile kuthi akathembekile endodeni azoyigana

  • @zolisamatiwana5223
    @zolisamatiwana5223 Před rokem +1

    I always listen your stories from East london

  • @shakazulu5334
    @shakazulu5334 Před rokem +1

    Mfweeeethuuuuu ngyabonga, ngyacela ukuthi makwenzeka ukuthi sxhumane... Ngebhadi😢 I don't have Face Book... 🤷

  • @sibusisobohlela9868
    @sibusisobohlela9868 Před rokem

    Mmmmm uyaqhoba uyavungula kubi

  • @sphesihle8598
    @sphesihle8598 Před rokem +4

    Another banger 🎉💯💥

  • @thobilemkhize1069
    @thobilemkhize1069 Před rokem

    Mmmmm, kwaze kwanzima.

  • @sihlemasondo2898
    @sihlemasondo2898 Před rokem +1

    Izigameko ezinyantisa igaz sivame ukwenzeka sisothandweni sidakwe imizwa dankie Lindakamkhonto

  • @phindilenanah7167
    @phindilenanah7167 Před rokem +1

    Shuuuuu inkabi leeee yayingamthandi umaNzuza yayizibulawela inkanuko njeeee...

  • @OrippaSkoti
    @OrippaSkoti Před rokem +1

    Thank you so much, nangona isiphelo sika Mama siphele kabuhlugu.

  • @kwanelemathuli1374
    @kwanelemathuli1374 Před rokem

    Siyabonga baba ngokusixoxela izindaba ezinesifundo futhi izindaba ezifaka izindawo zangakithi njengo Nongoma kuba lula nokuthi indaba uyibambe kahle.

  • @musamarleyhlela9974
    @musamarleyhlela9974 Před rokem +2

    I have just started followinh you but am eddicted .you are a good story teller ,I wonder how many girlfriend you have 😂😂😂

  • @mbhuda2208
    @mbhuda2208 Před rokem +1

    Idlozii lweSoka linamandla🤞🏻🤞🏻🔥🔥

  • @tshegofatsosekome
    @tshegofatsosekome Před rokem +2

    Another one.. we are here.

  • @RonnyMSekgala-bv2vx
    @RonnyMSekgala-bv2vx Před rokem

    Thanks for your advice

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +2

    Laphaya e hostel especially ngase thembalihle kuke kwashisa impela. Izinsizwa zase Showe engangizejwayele zazihlala Kwa Bulawayo ezinye zihlala ngase rotary groundin.

  • @phindilesibisi
    @phindilesibisi Před rokem +1

    Hayi Mahlase uyayenza into yakho Bhofungana

  • @victoriabena
    @victoriabena Před rokem

    😢Hayi bhuti ibuhlungu iziqephu zakho kodwa zibuye zakhe uma uthanda ukwakheka qhubeka njalo ngomsebenzi omhle kangaka ❤

  • @Mbatha870
    @Mbatha870 Před rokem

    Yey ngoba Ave kunzima ukuba umuntu wesfazane, bukanje losisi ezilahlekisela okukhona ngokungekho💔

  • @leratozulu5649
    @leratozulu5649 Před rokem +3

    I just couldn't wait to watch..

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem +1

      ❤❤❤

    • @hlengiwehlatshwayo7695
      @hlengiwehlatshwayo7695 Před rokem +1

      Isifundo sanamhlanje ukuba nonemmbeza kubalulekile, kube locc wahlonipha isgaba ayesekuso kwakungamel ahehwe imal yesesheli. Akazihloniphanga yena Kanye nomyen wakhe nekubo kalihloniphanga.

    • @TransformationLive1
      @TransformationLive1  Před rokem

      @@hlengiwehlatshwayo7695 Kunjalo sisi, siyabonga 🙌

  • @buhlekwanele7043
    @buhlekwanele7043 Před rokem +3

    Ukujola nenkabi akulungile

  • @_baphiwe_
    @_baphiwe_ Před rokem +1

    Kodwa jehova. Isihluku esingaka 😢💔 ngokuvuma umjolo nje sengaze kuhlukumezeke ingane nomama :(

  • @veja24seven
    @veja24seven Před rokem +1

    Uyigagu mfwethu. Siyabonga.

  • @ayandagcina6667
    @ayandagcina6667 Před rokem +2

    Razo,Sakhi ngicel Abe everyday

  • @tholinhlanhlamhlophe6194

    Jyo this is sad mfwethu ngenxa yemali nokuqoma.sekulimale umama ne ngane 💔

  • @zwelethuphakathi2703
    @zwelethuphakathi2703 Před rokem

    Sifunda lukhulu ngezihloko zakho,nosacabanga ukuba yinkabi uyakheka ngalezinkulumo

  • @Nqobbile9120
    @Nqobbile9120 Před rokem +2

    Thank you for taking time to do this. Sifunda kakhulu

  • @mvuyimpithi8648
    @mvuyimpithi8648 Před rokem +2

    What a horrible story 😢😢😢very educational as always bafo 🙌

  • @sphiweemmanuel3254
    @sphiweemmanuel3254 Před rokem +2

    Uqinisile Cebekhulu uma uthi inkabi ayicabangi njengomuntu o normal mpendulo bani nje le eyashiwo ilenkabi.

  • @mkhanyiselwamagutshwa4165

    Yooooo amanye ama ads can last longer yooooo uze ukhohlwe ukuthi ubugcinephi ukulalela 😂😂😂😂.

  • @user-lb8fr5zv7j
    @user-lb8fr5zv7j Před 4 měsíci

    We love you so much cebekhulu 😂❤

  • @sborise__99
    @sborise__99 Před rokem +1

    Sengilinde u-Episode 3 bhut omdala🙌🙏🏽

  • @mxobhungane143
    @mxobhungane143 Před rokem

    Syabonga kakhulu Bhuti omdala

  • @halalandebele7348
    @halalandebele7348 Před rokem +1

    Syabonga mfoka Cebekhulu ❤

  • @sibusisoshandu9082
    @sibusisoshandu9082 Před rokem +1

    Naye lomaNzuza lona wayengenaso kahle isimilo wayenguthathekile

  • @Saysibiya1814
    @Saysibiya1814 Před rokem +1

    Skhona bhuti wama noma kanjani

  • @royaltympanza6910
    @royaltympanza6910 Před rokem +2

    ❤❤🙌

  • @mondlimphilisi5412
    @mondlimphilisi5412 Před rokem +2

    Abantu besimame 😢

  • @Elliottwave620
    @Elliottwave620 Před rokem +2

    ❤❤❤

  • @ThavhanyedzaMLucky
    @ThavhanyedzaMLucky Před 4 měsíci

    Ubufebe

  • @mvuselelomncube2867
    @mvuselelomncube2867 Před rokem +2

    aw bafwethu mfoka Cebekhulu bhuti

  • @philanindumiso8347
    @philanindumiso8347 Před rokem +1

    Sicela ungayeki bhuti, uyasivula amehlo

  • @UbukaOnline
    @UbukaOnline Před rokem +2

    Locc wakwa Nzuza wayenebhadi

  • @mapuseletsomareka4385
    @mapuseletsomareka4385 Před rokem +2

    😢 It's painful Manzuza sorry dear we all make mistakes 😢

  • @tandybrockett1308
    @tandybrockett1308 Před rokem

    Ku gcono ngoba azibabulalanga

  • @mkhanyiselwamagutshwa4165

    Inkinga shame ukuphila sometimes

  • @malimasinga2597
    @malimasinga2597 Před rokem +2

    🎉

  • @ceeceemlomo2728
    @ceeceemlomo2728 Před rokem

    Akengibuze Menzi, lana ukhuluma ngezinkabi ezazibamba bantu inkunzi, do you call those izinkami or ordinary criminals / tsotsis? I thought izinkabi are supposed to be a higher grade of tsotsi. But if people are ambushing other people going to work in the morning....do those qualify as inkabi?

  • @philanimdumavundla
    @philanimdumavundla Před rokem +1

    Usizi 😢 💔!
    Izinkabi azinanembeza lokhu kwangempela 😢. Sengathi uThixo engafinyelela nakwezabo izinhliyo babuyelwe unembeza.

  • @lindokuhlemlindos9905
    @lindokuhlemlindos9905 Před rokem +1

    sibonge...mfoka cebekhulu....

  • @gugulethuguguhh2731
    @gugulethuguguhh2731 Před rokem +1

    Sbonge mc menzisto ngolwazi osinika Lona sifunda lukhulu kule chanel❤❤

  • @mbalenhlengwazi2305
    @mbalenhlengwazi2305 Před 11 měsíci

    Kodwa MaNzuza nawe

  • @SiphoDaca-nc1bc
    @SiphoDaca-nc1bc Před 6 měsíci

    Kumntu ongumzulu sacela andicede ukhehla kuthetha ukuthini?

  • @bhekandlazi2469
    @bhekandlazi2469 Před rokem +1

    🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏🙏

  • @thembindlela9678
    @thembindlela9678 Před rokem +2

    Awu mtanami yanuhlungu into ! Uhlobo lung lwabantu Lolu? Bayofika bathini kuThixo? Naku clever luyafika usuku lokufa

  • @chrisletsoalo
    @chrisletsoalo Před rokem +1

    Give us story wich can be last 50 minutes ❤

  • @kasipoetics4605
    @kasipoetics4605 Před 4 měsíci

    Ewu 😢

  • @simphwe7162
    @simphwe7162 Před rokem

    Windoda cebekhulu

  • @Sboniso_ZuluKaSkeyi
    @Sboniso_ZuluKaSkeyi Před rokem +1

    Manje awusabi ukuthi kuzothiwa uyabazi labantu ababulala abantu since you have all the details?

  • @bethuelchauke39
    @bethuelchauke39 Před rokem

    Please write about what you think about Bester being moved to single cell due to fear of 26 Gang

  • @sjavakhamuver7706
    @sjavakhamuver7706 Před rokem

    Wow what a story but painful hmmm yonke lento yenzeka because of Imali , mali kodwa🤔

  • @freedommyeza2601
    @freedommyeza2601 Před rokem

    Nop Ioluhlobo luphila ne satanist yini njelena nawoke amantombazane unesika eselimkhombise indlela yena usacinga akangayazi uqoma uqomani nje

  • @thandekandlovu3661
    @thandekandlovu3661 Před rokem +2

    Your lips looks soft😋

  • @siyabongakhumalo1660
    @siyabongakhumalo1660 Před rokem

    Tjooo😢 ei ngaze ngamfisa umuntu omnandi njengo MaNzuza😩😩