Kugcwele ama para nje kungenxa yabomama abafana nawe abamosha izingane noma zi rong
Well Don my sister you have done a good job.
Yey cc wakuqhatha nabafazi bestokfela kwakufanele ulingeke cc 🙌ucc wakho wayidla nengane imali🤞
Angimsoli lomama mina, ngiyabazi omama bestofela mmh akudlalwa, lo omela isigangi, ngicela ningihlanganise nalelondiya
Thina bazali kusamele silimele iqiniso U cc wenza into naye umama wayengayenza ukube kwalahleka imali kuyena so nje iqiniso lithi u selfish umama wengane isela ingane ingakho kunje iyavunwa unina
@@thobilemnyaka2154 ngeke lingabi khona eMaritzburg ekhaya lezinhlanya.
Wawuzi funela imali yabafazi cz wayenga phumeli obala othathe imali uyifuna....nami ngyal bawela lelondiya singadlala onqesta
Don't regret my sister u did a good thing, God his going to forgive you 🙏
No the bible says okutshaye kulesisihlathi muphe lesinye njalo ungaphindiseli okubi ngokubi ukuhlanya komtwana okwempilo yakhe yonke yikho okuzakwenza imali owayithathayo ibuye awulasihelo mfazi
Awunacala ngoba wabuza kaningi and abafazi bebe funa imali yabo
You are not a bad person my sister, a bad one is the one who stole from you
Bengisaxela i number noma i direction ya lendia
Scela inumber yendiya bandla safa uktshontshelwa ekhaya imali amafoni konke klahleka endlini please sizanibo
You did a good thing, god has forgiven you forgive yourself too. Your sister is selfish she doesn’t care about you. You did what you had to do at that point. May god be with you 🙏🏿
@@user-ur8ln3hl8e..wenzakahle Losisi..lomfana uvuna akutshalile..shukthi losisi kwakumele akuhujwe omama bestokfela..Y unina wengane wayengayincengi ibuyisele imali nd okumnandi wabatshena kthi uzoya endiyeni bamthatha kancane..azikhale
Wenza kahle impela nami ngiyafisa inyanga enganza kuvele ngombala laba abangingenela 4times
BATAKWETHU IMIBONO YENU INGANE IYAHLANYA KUKHON OTHI WENZAKAHLE INTO ENJE WOYIPHENDULA UYIBHEKISE KUWE NAWE UNGUMZALI NGOBA UNINA NAYE WAYENGAYTHUMILE
Awuna ncala sisi walahlekelwa futhi uryt 100% umama wengana udakiwe akalaphe isela lakhe nje
Mina angisboni isdingo sokuxolisa kwakho cc ngoba wabuza baphika
Wawu ryt Sisi sikhathele ngamasela suba nestress
Don't ever take a permanent decision because of a temporary situation 😢
Ukuba labomama babemubulala yena ngengane lack wakhe ngabe kubumunandi yini idadewabo ife ngenxa yengane yakhe akukuhle lokhu akwenza engizokusho asizithamde izingane zethu kodwa singazivuni
Awuyena umuntu Uma utshontsha ekhaya
Ayi umntaka mah uyazivuna ingane zakhe
Ngoba wabuza kwangaphumela muntu obala nalodadewenu eyazi ingane yakhe ukuthi igangile wayeka ukuthi uzoyikhokha imali angikusoli mina nami ngangingakwenza.Khathi uthi uzoya endiyeni bakuthatha kancane.Akuphele ukuthathana kancane.
Indiya Lise Chatsworth e Shallcross by Wingen Heights I only paid R150
@@mzikayifanimthembu7229Akufonwa uyaziyela ufika ekseni coz kuyagcwala n cheap
A very good lesson for ubusela, ngimnyanya kabi umuntu onjalo. Uyalayeka, yabonake ngeke aphinde. Nonina uyamvuna uyalayeka naye.
No comment this storie it's olas but new to me. Please let ys stop going to amandiya for thieves, let ys go to our belaphi besintu because their able to reverse whatever they do. But amandiya ayathakatha straight anda ayaktshela ukuty fakile fakile makotiya. Ishwa ukwebelwa endmini kujike kuthule plus imali yestokofela iyabulalisa. Thank you STUFUZA and your producer simultaneously with BLAQLIFE TV ❤❤❤❤❤❤❤❤❤❤
Asiyeke ukuvikela oguluva. 😢. Good job ccwam. I'd rather loose the family relationship kunokuthi, ngivune izihlokali emndenini. Good lesson nakubazali abavuna izigebengu 😡👏👏
Cha noma ngiyifunda late lendaba
Okhohlakele uma ka Boy uvuna ingane akahambe ayofa mtchwee
Dadewenu yasangana 😢wayidla nengane yakhe imali uyalazi iqiniso lodadewenu
Umuntu obolile la ilosisi ovikela isigebengu lengane yakhe kube ayhlanyanga ibizokhulanayo lento yobugebengu ubezojabula losisi masiboshwa lengane losisi olahlekelwe imali wenze into ebingenziwanoma ubani coz wabuza kwazekwakathath kuth akekhoni othathe imali wonke umuntu wathi akaz waze washo usisi wath ngizoya endiyeni kwakfanele lengane iphumele obala ithi ayaz mina angimsoli losisi oye endiyen kheke kuth kungalahleka imali ekhaya wonkumuntu ethi akaz kushuth iveleyamilizinyawo phela
Mina angimsoli lo cc wenze kahle nje impela awusizi umhelo wobuqili ngoba kube kwenzeka kuye nje naye wayokwenza nje .
Ai mina ngizfunela lelondiya safa abathakathi endaweni
Nifundise uMa we ngane ama comments kuse ebone ukuth majority of people abavumelani naye.... Yena nje she's protecting her 🧒 kid
Nam ngangingakwenz inkulu phel ley mali abadlal bntu mabefun imali yabo.
Ndaaa , i love this show
From Venda,
Stufu no Mama ngicela number no direction ya lelo INDIA
Plz Sis'wam, God is with you, abantu bayakwenza umthakathi, loSis'wakho is a bad sister and she's as evil as her child, wena khululeka uziqashele uzakhele elakho ikini, umntwana wakhe ukhohlakele njengaye, Wena uzwakala unoxolo futhi uyayithanda ipeace nothando futhi uyawuthanda umndeni wakho, Abadala bonke bayakukhulula futhi bayakuthanda❤️❤️❤️🙌
Awu nkosiyami ngoba uxolisile nje cthandwasam it ok ayikho into ebaluleke nje ngalokho❤
Mamtolo ngicela ukuthi umndeni wakwa Mchunu ufune umchamo wenkunzi yenkomo benze sure ukuthi owokuqala ekuseni bawufake ochathweni babambe umfana ogulayo bamuputsuzele emakhaleni womabili zizophuma zonke izizwe abuye aphile
Usebenzile noma ngabe wafa thanks a lot
Sengamane akwate nje losisi kodwa yena wayengenza njani. And ayikho into ebuhlungu njengokulahle ekhaya ngisho nje kungeyona imali trust me I know the feeling 🤞🏾🤞🏾
Kwakuyimali yabafazi wanibuza naphika manje kwasekunele enze njani , kodwa wayengaqondile ukumhlanyisa wayengazi ukuthi ingane izohlanya , forgive your self ,wayidla Kanye naye lomama wakhe uLwazi lemali
Mama ayikho into eyokusiza obhetele vele ulishiye ikhaya ungajongi emuva uhambe nezingane zakho kuba aziphephile nawe awuphephile kodwa ayikho into ubungayenza kunzima ukulahlekwa yimali futhi kungayona eyakho angikugxeki ngesenzo sakho mabani na ubengakwenza lokhu😢
Cha liyaziwa le ndiya enatali bengicela inombolo yalo bandla kunini sigangelwa
Wenze kahle wena sisi wathakatha inja yena lo mtaka mma wakho wayengayikhuzi ngani inja yakhe,hamba ulale wena futhi ulale ubuthongo
Wenzakahle angazi uxoliselani
Okwakumele uMama we Gane aybize in Gane yakhe ayibuzisise ayitshele nokuthi udadewethi usecabanga nokuya endiyeni elizoveza ukuthi ubani owantshontsha imali abantu yesitokofela akanalo iqiniso uMama wesela
Please hluleka uzamile ukwenza lendiya lenze imizamo yokumbuyisela esimeni sakhe, GOOD LIKE PRAY AND REPENT
Ungathathi imali ziyabuya ngaphandle
Lomama uyabheda uvuna ingane entshontsha ekhaya, nokwenza imali yabantu! Akajabule yena ngoba kuyacaca iskole sakhe lesi habe
😂😂😂nxese boy,kodwa nawe wabhayiza wantshontsha ekhaya.n Wena makaLwandle ngbona kunguwena obolile ,cishe nayidla nobabili njl😂😂
To keep stock fell money and loose it, it's very bad because people don't believe u when u say it's missing, this lady was was under unbreathable pressure, she asked many times no one gave her directions her nephew did have time to call her aside and confess but he chose to keep quiet while she was under pressure of people for their money, I'm not saying what she did was right, let's put us on her shoes, money for society is like another suicide, sorry sisi may GOD forgive u, thanks for confessing, presenter is very beautiful...
Angikusoli mina
Eish this case cuts below the belt. ULwandle udinga usizo more than onina bobabili.
Bantu bomama ake siyeke ukuvikela ingane bezona umphakathi uthwele nzima ngalezi gilamkhuba zenu enizivikelayo ngiyavuma no sisi wonile ngengane kodwa naye ubezivikela kumphakathi bebangamshisa noku mshisa ngento angenzanga🔥
Likuphi indiya cc
Ngaghi unesandla uma engakwazi ukuthi abambisane nodadewabo kulungiswe umonakalo...wathatha izzinyathelo ezifanele , umshana wakubulala uphila..c yini ayenza umama wesela shukuthi akasolanga lugho nje.....
Aii shem angikusoli shem
Dankie sisi bavuna izingane zibheda
Good job kwakumele ahlanye
Liphi lelondiya elenza umsebenzi omuhle kanje
Uyi crush stufuza❤😘😋
Mntaka maaaa
Ja cc wenze kahle wayiveza lendaba but mina ngithi zamani nimla🎉🎉phe umntwana
Nam ndiyalindinga elo Ndiya sisi
Wenzan Kahle cc wayihlanyisa iyeke ubuntshantsha ..uyasangana u çc wakho uvuna ingane yekh
Yooooo kwaze kwanzima
Iyatholakala yin inunber yeNdiya bakwethu
Wenzakahle wena sisi ungaze uyisole nakancane isela lelo liryt aliqhubeke lihlanye kanjalo ungamnaki udadewen usangene kwanaye
Likuphi Indiya oyhiiiini malize eCape Town izindlu zethu ziyaqhekezwa sixuthelwa ihand bag
Ukuphumela obala kodwa kubonisa unembeza ngathi yonke lento ngelinye ilanga lento ingendlula ngelinye ilanga usisi wakho uzicabangela yena yedwa ungazithwesi umthwalo
Bad eishhh
Cha the lady will calm down this is still a shock ushawa i-trauma they are family hopefully they will figure it out God willing
Wabaryt sisi
Hhayi bo kanti abantu banjani amaphara ahluphile emakhaya bo.
Yoooh ai ku rough emhlabeni ngempela
Wemtakamaaaa ungaphatheki kabi"" usiwakgo uvuna isela ngiba lizalwa nguye fusegi uyadakwa loo..
Ohhh Nkosyam ngaze ngamzwela ontshotshwele imali.hamban eNkosini uNyazi lwezulu izolapheka ingane akukhokhwa mali
Let me comment on this matter, my sister you have very well. I dislike a thief even if that was my own son I was going to say the lady have done well because to still from someone it's a painful thing. Remember someone stole from you and you never invited him to come and steal. So the mother of the boy is so selfish indeed. To the mother of the boy let me tell you my sister just forgive your sister because obviously she didn't knew that was your son who stole from her. So leak your woods and keep up and make peace with your sister. I repeat that the mother of the boy is so selfish indeed. My sis who went to an Indian man to get something to trap the thief I say well done I wish you can give me the details of that Indian so that I can get help as same as you got
Thanks
@@faithing88 I think you got it wrong a thief have to thought a learson I don't mind even if that can be my child but if he / she goes around stealing from thd people he/she have to pay the price. And that doesn't matter how much he stole as long as he stole something from someone she have to pay the price I don't care what is your own view or personal analysis
@@faithing88 can you replace all the monies that people lost through stealing?
Good job
Awubolanga mhlobo ku bole lelisela yoo ubezokubulalisa ngo mama bemali, ngicela uyekubathandazi bazomsiza
You did good he doesn't respect how can he steal from his mother
Siyaliva eli Ndya
Manje makuyisela kumele wayenzenjan sis uryt kakhulu ❤️ Wena sis ungazisoli udoti wenja mayisela kumele umjezise kuphela? Wenza kahle kakhulu ❤️ ungazisoli sis Wam ❤️ ngicela nje ungazise lelo ndiya kuphela ngithi mina last week Lo doti engihlala naye Lana seyingisgaye nje R55k gone 😢😢 imagine
Ai Uma wengane aka understand naye wayengazi ukuthi ubani owatshontsha imali
Ukuba ingane ibingayithathile imali ngeba ayihlanyi nalo MHA wayo uzikhuselela isigebengu sakho
That sister is just as bad as that thief.. no accountability at all. I feel bad for this lady though as sad as it is that boy is in "jail" for stealing.
Weee... uwena bolile mawengane wonakele awuliboni phutha lontanakho wayethenywe nguwe shuthi
Wenzakahle ulihlanyise isela ziyeba lezinto zivunwa yibo onina laba. Ngyabonga mina cc wenza umsebenzi omuhle
Ayikho into erong oyinzile sisi
Good jb my sister 🎉
Losisi u right, futhi bathiwa yimi bengingeke Ngize ngi confess nnje!
Mamaka Lwandle uchazu kuthi bekumele kufe udadewabo ebulawa ngabantu bestokfela, labomama nabo bayisebenzele kanzima lemali. Ngamane kuphele ubuhlobo. Phuma uyoqasha lapho okunye. Ngeke uphile nonochaka.
In case uthola enye chance umuphinde yezwa.
isela ingane yakhe akavume usiswakho uzele isela qha
Phela wayengazi ukuthi imali inshonshwe ngu Lwandle ,khululeka cc ngobuxolise ngikuzwa kahle mina wawuzokwenza njani ngoba kwakuyimali yestockfela
Khululeka sthandwa ungalinge uzibeke icala awusiye umthakathi waphushwa and u not happy about it uCc wakho muxolele ingane yakhe but kumele azwisise
Onguye umthakathi sisi nam ndiyalidinga elondiya kukhona endamboleka imali R20 000 akafuni kundibhatala .... kodwa ndiyakwazi kwamthandazi ndizogcina ndifikile kulo nakanjani
Abamuse oNyAzin uzobuya ephila
Lomama asikho isdingo sokut axolise ingane mayiyisela kwamele ijeze ngeke pheso so lomama kusho makakwata kusho ukut uyavumelana nengane yakhe ukut itshontshe imali kasiswakhe
Ngoba futhi abazali bavikela izingane ziganga izwa nje
Wamlaya..selandini
Ukube awuyanga endiyeni wawuzongena wedwa ekweletini 50 50
Umama uyisela njengengane yakhe
100% +100% good sisi wasebenta ungabanaki laba labatokusola. Kwayena losisi wakho uyakucaphata umtsakatsi ngulona lowakwebela imali bekute nesidzingo sekutsi ute kuloluhlelo, bowutoyitsatsaphi lemali? Ungatisoli sisi wente kahle, awukaboli lobolile ngulo sisi wakho uvuna umntfwanakhe kutsi wenta kahle kweba, no my sister ungatisoli lo wrong ngulo sisi wakho
Akunatyala cc ngoku ubuza imali bathe cwaka
Uyagula mama wengane egangile, yingakho iyisela lengane