Velikost videa: 1280 X 720853 X 480640 X 360
Zobrazit ovladače přehrávání
Automatické přehrávání
Přehrát
Ngiyabonga Pastor kwande
Thank you,INkosi ikwenzele okuhle.
Min pastor bengenz amapracticals in one of the schools ,lokh ngphupha ngshanela kulesoskole but I'm done with the practicals
Sawubona pastor ngicela ukubuza kuqonde ukuthini ukuphupha ucelela igceke
Amen 🙏🏾 Pastor Weningi siyabonga ngokusikhanyisela
thank you, Stay blessed.INkosi ithel'umusa.
Sawubona paster ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha indlu yokugezela igcolile kakhulu #bathroom shower ama tiles agreen ngokugcola
Camagu
Siyathoba, Uphile futhi uphumelele, ngane yakwethu.
Siyabonga pastor ngamaVideo akho ayasisiza kakhulu.Bengcela ukubuza mina ngiphuphe ngiCleaner indlu yesoka lami and in the dream his mother walked past and smiled at me , it like amaTiles a ebemhlophe qwa
1. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi isidingo nesinyathelo sokuxazulula izinkinga, ukulungisa amaphutha, nomzamo wokubuyisana nomuntu wakho.2. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi lindela ukuthi umlingani wakho uzoshintsha, futhi uzohlukana nemikhuba emibi, ngemuva kokukuhlupha, ukukukhathaza nokukudumaza.3. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi lindela injabulo, impilo enhle, inkululeko, nokuthula okuzayo naphezu kwezinkinga eninazo. 4. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi uzofumana umusa emehlweni omlingani wakho, futhi uzothola injabulo ebudlelwaneni bakho.5. *Uma uphupha umamezala;* wuphawu oluvame ukuchaza ukuthi kunezinkinga enibhekene nazo noma enizobhekana nazo nomlingani wakho.
@@NufliqOnline ngiyabonga Pastor 🙌🙌
Syabonga Pastor wamii ne ningi uphile njalo njee
Thanks to you as well,Uphile nawe.
Ngiyabonga nxeku ya Nkulunkulu ...ngabe kusho kutsini kutibona utsandza nesoka lelinye linguthishela...nilungisela ukwendza ucansi eklasini kubese kuchamuka bantfwana besikolwa labancane...
Syabonga
Amen pastor celukbuza ukuphupha umuntuwakho ezoklanda lawhlala khona afike akbambe ngesandla nihambe kuchazani 🙏
Siyabonga 🙏
Thank you, MaMyeni, UNkulunkulu anezele konke okuhle kuwe zikhathi zonke.
Siyabonga Tata unkulunkulu akubusise njalo
Syabonga pastor wethu🙏🙏nkulunkulu akbusise
Thokoza Pastor 🙏🏽🙏🏽
Good Morning Pastor ngicela ukubuza Ukuthi kusho Ukuthini ukuphupha ugibele ibhayisikile uya edolobheni bese ubona umuntu eshanela LA ozohamba khona ngebhayisikili.
Ngyabingelela, ngiphuphe kucentwa igceke emzini wami. Bekungudadewethu nezingane zakhe zamantombazane abebengincedisa ekuhlanzeni igceke. Angazi lisho ukuthini, bengicela ungiphe incazelo.
1. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu oluhle uma ucenta ugceke lusho isinyathelo esidingekayo sokuthi usukume uthathe isinqumo sokukhipha imithi engalungile, noma kunezinto ezingcolisa ikhaya okumele zikhishwe.2. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu oluhle uma ucenta ugceke lusho isinyathelo esidingekayo sokuthi usukume uthole isixazululo sezinkinga ezikukhungethe futhi ezikuhluphayo.3. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu uma ucenta ugceke lusho ukuthi umelwe umsebenzi onzima wokulungisa impilo nokushintsha isimo sakho ezibi ukuthi sigcine singcono. 4. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu uma ucenta ugceke lusho ukuthi uzothatha isinyathelo sokuzinakekela, nokukhipha abantu ababi, futhi abakukhathazayo empilweni yakho.
Thank you very much Mfundisi 🙏
Ukuphupha utshala imbewu. Usonebloom. Fruits, vegetables
Please check the video below, ingase ikusize.FilenameUkuphupha utshalaVideo linkczcams.com/video/D7S8eUssT50/video.htmlstay blessed
Molo tata ndicela ukubuza xa uphupha uhlahluba umuntu
Ngicela ukubuza Uma ngiphupha Uma wami eshanele endlini ekhiphe izibi ezizningi zibuthezelwe ndawo nye.
Pastor cela ukubuza ukuphupha ushanela indlu ekuthiwa kukwagogo, bese kungena ugogo wami osashona khona ungena nehhashi phakathi
Ndicela ukubuza ukuba uma uphupha uqoke izimpahla ezimhlophe ezinye uzinekile ocingweni nazo zimhlophe
Ngcela ukubuza ukuphupha u cleaner endlini yomuntu incolile nje uyishula amatafula anezintuli nje izitulo zinezintuli
Ngyabingelela pastor ngicela kubuza kuchazani kuphupha ushanela indlu ye ex yàkho incolile ngyabonga
Syabonga Postor weningi. Mina ngphuphe ngishanela emsebenzini kungcolile. Mesekubakhona omunye umntwana engsebenza naye asitholani kahle naye but uvele waxabana neclient waphinde waxabana no aunty osizayo emsebenzini same time. Mina ngyashanela ngala njengoba exabana nabantu. Ngabe kusho ukthini?
Ngicela ukwaz ukuth kuchaza ukuthi uma phupha kulungiselelwa umgcwabo ekhaya
Kisho ukuthini ukuphupha umuntu wakini eshanela indlu yabantu abadala kodwa futhi ekhala
Ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha umuntu owawuthandana naye niclean endlini akucele nogwayi nixoxa kusho ukuthini
Kungasho ukuthi kudingeka nilungise amaphutha noma umfo wezizwe unesifiso sokuthi nilungise amaphutha ukuze nikwazi ukuvuselela ubudlelwane.Stay blessed.
Ngicela ukubuza mawuphapha ushanyela endlini ye ex kuchazani
Mina ngcel kwaz kuthi ukuphupha ucleaner ulwembu endlin namawindi kuchazani
1. *Uma uphupha ubona ulwembu;* wuphawu oluhle oluvame ukubika ukuthi izinto ezinhle nesikhathi esihle esizayo empilweni.2. Uma uphupha ubanjwa ulwembu;* wuphawu olubi olusuke lukutshela ukuthi ungase ubhekane nezinkinga, umoya omubi, noma izigadlo ezithikameza inqubekela phambili.3. *Ukuphupha uhlanza ulwembu;* wuphawu olungasho isinyathelo sokuxazulula izimo nezinkinga zakho nokwenza ushintsho oluzokwenza isimo sakho sibe ngcono.4. *Uma uphupha ukuhlanza ulwembu;* wuphawu olungabuye luchaze lindela impumelelo kokwenzayo ngemuva kokusebenza ngokuzikhandla nokuzinikela.
Mna ndiphuphe nditshayela in front of the my door flat and someone was sweeping too
Mangiqale ngibonge kuqala Baba Mina ndinokuphupha ngitshnyela emizini Nala ekhaya futhi ngike ngaphupha kunabantu ababiyayo iyadi kumuzi engidla ngokuphupha ngitshanyela khona ingabe kuchazani loku
Ngicela ukubuza ukuphupha ushanela endlini ngihleli nomuntu engangithandana naye izibi beziphakathi kwethu ngazishanela
Ngiyabonga Pastor kwande
Thank you,
INkosi ikwenzele okuhle.
Min pastor bengenz amapracticals in one of the schools ,lokh ngphupha ngshanela kulesoskole but I'm done with the practicals
Sawubona pastor ngicela ukubuza kuqonde ukuthini ukuphupha ucelela igceke
Amen 🙏🏾 Pastor Weningi siyabonga ngokusikhanyisela
thank you,
Stay blessed.
INkosi ithel'umusa.
Sawubona paster ngicela ukubuza kuchazani ukuphupha indlu yokugezela igcolile kakhulu #bathroom shower ama tiles agreen ngokugcola
Camagu
Siyathoba,
Uphile futhi uphumelele, ngane yakwethu.
Siyabonga pastor ngamaVideo akho ayasisiza kakhulu.
Bengcela ukubuza mina ngiphuphe ngiCleaner indlu yesoka lami and in the dream his mother walked past and smiled at me , it like amaTiles a ebemhlophe qwa
1. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi isidingo nesinyathelo sokuxazulula izinkinga, ukulungisa amaphutha, nomzamo wokubuyisana nomuntu wakho.
2. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi lindela ukuthi umlingani wakho uzoshintsha, futhi uzohlukana nemikhuba emibi, ngemuva kokukuhlupha, ukukukhathaza nokukudumaza.
3. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi lindela injabulo, impilo enhle, inkululeko, nokuthula okuzayo naphezu kwezinkinga eninazo.
4. *Uma uphupha uhlanza indlu;* wuphawu oluhle uma uhlanza indlu yomlinga wakho; lusho ukuthi uzofumana umusa emehlweni omlingani wakho, futhi uzothola injabulo ebudlelwaneni bakho.
5. *Uma uphupha umamezala;* wuphawu oluvame ukuchaza ukuthi kunezinkinga enibhekene nazo noma enizobhekana nazo nomlingani wakho.
@@NufliqOnline ngiyabonga Pastor 🙌🙌
Syabonga Pastor wamii ne ningi uphile njalo njee
Thanks to you as well,
Uphile nawe.
Ngiyabonga nxeku ya Nkulunkulu ...ngabe kusho kutsini kutibona utsandza nesoka lelinye linguthishela...nilungisela ukwendza ucansi eklasini kubese kuchamuka bantfwana besikolwa labancane...
Syabonga
Amen pastor celukbuza ukuphupha umuntuwakho ezoklanda lawhlala khona afike akbambe ngesandla nihambe kuchazani 🙏
Siyabonga 🙏
Thank you, MaMyeni, UNkulunkulu anezele konke okuhle kuwe zikhathi zonke.
Siyabonga Tata unkulunkulu akubusise njalo
Syabonga pastor wethu🙏🙏nkulunkulu akbusise
Thokoza Pastor 🙏🏽🙏🏽
Good Morning Pastor ngicela ukubuza Ukuthi kusho Ukuthini ukuphupha ugibele ibhayisikile uya edolobheni bese ubona umuntu eshanela LA ozohamba khona ngebhayisikili.
Ngyabingelela, ngiphuphe kucentwa igceke emzini wami. Bekungudadewethu nezingane zakhe zamantombazane abebengincedisa ekuhlanzeni igceke. Angazi lisho ukuthini, bengicela ungiphe incazelo.
1. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu oluhle uma ucenta ugceke lusho isinyathelo esidingekayo sokuthi usukume uthathe isinqumo sokukhipha imithi engalungile, noma kunezinto ezingcolisa ikhaya okumele zikhishwe.
2. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu oluhle uma ucenta ugceke lusho isinyathelo esidingekayo sokuthi usukume uthole isixazululo sezinkinga ezikukhungethe futhi ezikuhluphayo.
3. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu uma ucenta ugceke lusho ukuthi umelwe umsebenzi onzima wokulungisa impilo nokushintsha isimo sakho ezibi ukuthi sigcine singcono.
4. *Uma uphupha ucenta;* wuphawu uma ucenta ugceke lusho ukuthi uzothatha isinyathelo sokuzinakekela, nokukhipha abantu ababi, futhi abakukhathazayo empilweni yakho.
Thank you very much Mfundisi 🙏
Ukuphupha utshala imbewu. Usonebloom. Fruits, vegetables
Please check the video below, ingase ikusize.
Filename
Ukuphupha utshala
Video link
czcams.com/video/D7S8eUssT50/video.html
stay blessed
Molo tata ndicela ukubuza xa uphupha uhlahluba umuntu
Ngicela ukubuza Uma ngiphupha Uma wami eshanele endlini ekhiphe izibi ezizningi zibuthezelwe ndawo nye.
Pastor cela ukubuza ukuphupha ushanela indlu ekuthiwa kukwagogo, bese kungena ugogo wami osashona khona ungena nehhashi phakathi
Ndicela ukubuza ukuba uma uphupha uqoke izimpahla ezimhlophe ezinye uzinekile ocingweni nazo zimhlophe
Ngcela ukubuza ukuphupha u cleaner endlini yomuntu incolile nje uyishula amatafula anezintuli nje izitulo zinezintuli
Ngyabingelela pastor ngicela kubuza kuchazani kuphupha ushanela indlu ye ex yàkho incolile ngyabonga
Syabonga Postor weningi. Mina ngphuphe ngishanela emsebenzini kungcolile. Mesekubakhona omunye umntwana engsebenza naye asitholani kahle naye but uvele waxabana neclient waphinde waxabana no aunty osizayo emsebenzini same time. Mina ngyashanela ngala njengoba exabana nabantu. Ngabe kusho ukthini?
Ngicela ukwaz ukuth kuchaza ukuthi uma phupha kulungiselelwa umgcwabo ekhaya
Kisho ukuthini ukuphupha umuntu wakini eshanela indlu yabantu abadala kodwa futhi ekhala
Ngicela ukubuza ukuthi uma uphupha umuntu owawuthandana naye niclean endlini akucele nogwayi nixoxa kusho ukuthini
Kungasho ukuthi kudingeka nilungise amaphutha noma umfo wezizwe unesifiso sokuthi nilungise amaphutha ukuze nikwazi ukuvuselela ubudlelwane.
Stay blessed.
Ngicela ukubuza mawuphapha ushanyela endlini ye ex kuchazani
Mina ngcel kwaz kuthi ukuphupha ucleaner ulwembu endlin namawindi kuchazani
1. *Uma uphupha ubona ulwembu;* wuphawu oluhle oluvame ukubika ukuthi izinto ezinhle nesikhathi esihle esizayo empilweni.
2. Uma uphupha ubanjwa ulwembu;* wuphawu olubi olusuke lukutshela ukuthi ungase ubhekane nezinkinga, umoya omubi, noma izigadlo ezithikameza inqubekela phambili.
3. *Ukuphupha uhlanza ulwembu;* wuphawu olungasho isinyathelo sokuxazulula izimo nezinkinga zakho nokwenza ushintsho oluzokwenza isimo sakho sibe ngcono.
4. *Uma uphupha ukuhlanza ulwembu;* wuphawu olungabuye luchaze lindela impumelelo kokwenzayo ngemuva kokusebenza ngokuzikhandla nokuzinikela.