Yebo ezinye izimfihlo kumele uzgcine kuwe forever uma nje kungekho spokwe esikuhluphayo ebusuku
Le bengaze ngife nayo😂😂
Uyaphapha ntombazane
Udakiwe yaz lo cc. Ufuna ukulahlwa. Nje wena. Secret ban nje yona le.
Yabona lena bekungameli uyikhulume cc uyidlisile item jesu
Guys after the secret revealed pls tell us what happenned after the negotiations of both
We want to know the out comes
I prefer this presenter to the other one
They are both good as presenters. With a different personality but both doing a great job ❤❤
Noma ngabe bengiphuze hloboluni luka nemenaydi bengeke ngilokothe ngithi vu mesiya olungileyo😮
Akasemhle Sdufuza ngimthandani ♥️💯
Ezinye imfihlo nazo bakwethu asizameni ukufa nazo ngoba lemfihlo oyikhulumayo cc ayifanele nje uyikhulume,njalo wena mu cabanga ubona sengathi lobhuti zange akubone lokho ngoba kuyazakala ukuthi umuntu me uqala ukuhlangana naye engakaze walala nomuntu kumele kubenegazi eyingubeni noma emashidini,lobhuti uhlezi nawe ngoba ekuthanda ayingoba ebheke konke lokho
Ikabili lento okungenzeka usisi akasamthandisisi lobhuti uthanda lona owamvulayo so indlela yakhe naye azama ukuphuma ngayo
Stufuza you're very talented ❤
Wangibamba inkunzi emini wayehlome ngobuhle bakhe "Igcokama Elisha"
Kahleni bo why nithi usisi bekumele athule kulula for nina bosisi ukuthi bekumele angasho nithini ngengane yabantu elobolele INKOMO engekho niyazi kunzima kanjani ukubeka imali yamalobolo
Wenze kahle sisi wakhuluma iqiniso FINAL DECISION isendodeni
Ngingavele ngiwuyeke lo mshado mina
Ezinye izinto kumele ufe nazo🤞
Honesty is the best policy
Yena lomfana kwakutheni engezwa kuth lenja ayiseyona intombi ,ngiyasola weqala kulala nentombazane lomjita
Amadoda ayahlupheka yilezigebengu!!!!😢
Ayy kodwa siyabadumaza abazali noma imizi yobaba
Uyahlanya wena
Slima sentombazane 😂😂
STRAIGHT TO THE POINT_ANDILO VIRGIN 👏👏NGABE UJIKELEZA
Stufuza great interviewer awlokhu uhleka intongayaz...u straight to the point
Uyakhumbuleka mawungekho mfo❤
❤❤❤😢😢welcome back stufutufu sam yhoo imvelaphi Kade ndikujonga apha yhooo ndabuya Bandla bendikukumbula🙏🙏🙏🙏🙏🙏
Aibo mina bengizothula nje
Ivoice yalosisi❤
Ezinye izimfihlo azinasidingo ukuthi uze uzikhulume let.alone ukuzibhadlaze e tv bekumele le mfihlo utshele uMdali wakho kuphela kahle kahle uphaphile
Welcome back Stufuza ❤❤❤ kuwe cc hay ezinye imfihlo cc azivezwa ncono uyengena lakho egodini manje suzazimotshela
Yhoo stufuzah cc umhle ngaske bengumfazi wam yhoo lapha cape town iza sixoxisane❤
Cc wenza iphutha elikhulu ulala kanjan nomuntu womjolo ekubeni umkhwenyana ekongile ngoba ehlonipha ubuntombi bakho. Sophie isithinzi sezintombi uma kunesimo esinje esenziwa uzakwabo, baphi onomehlo kanti😢
Shiya bafo isigebengu losisi 💔💔
Lezinye imfohlo sezobona cobo unkhulunkhulu cobo lwakhe yaze😢😢
Today you're a star Stufuza uyekelele kuhle. Thank you
Big up Stufuza I like your questions....
Ubhadale inkomo kamama engayidlile idlozi liyabona amd iskolodo leso spiritually, better she faces it now than after life.
Stufuza❤
Stufuza🥰
Nasemandulo imizi yayakhiwa ngezimfihlo,khonizinto ekmele ufe nazo,iphike futhi ulale ngomhlane mekukhona la kuputshuka khona,uthembeke futhi uyithande indodayakho uyihloniphe ungaphinde wenzelinye iphutha,ukuze ukwethembe
Awu Stufuza wethu, ungasenzi kanje. Wanyamalala ❤❤
Wuuuuu
baphi abamama babevuka beyojonga amasheet ekuseni emveni kocantsi lokuqala ngqa ,babona ntoni bona emveni kokulala ingaba nabo baqamba amanga ?
Jezebel
Cha girl u domu😂😂😂 that's it!
😂😂😂😂ngiya lisaba idlozi lalobaba ngoba alifuni imfihlo ,inyongo li vese liykhiphe obala 😮😮😮😂
Wayislima sisi
Ohh no some secret can just be let it go bakithi 😢😊
Isilima nangu cc aibo ai esinjena sona uyalunga makakushiye impela bhuti
Some things are better unsaid
Hi sesi kuhle ukukhuluma iciniso yena lomyeni wakho akaze alala nabanye osesi uyacala ngawe na❤
Stufuxà i lòve you
Wenze kahle Ntombi ukukhipha lemfihlo uzisize wena wasiza nomYeni wakho nabazali bakho nabazsli bakhe ngobaleyoNkomo iyicala kowesilisa uma eyikhokha engayithathanga nawe CC unecala uma ungasho ithathwe ubani leNkomo ikhokhwa umuntu oyithathile nixoxe kahle ninqubeke nomShado wenu Mfowethu lowo CC uyakuthanda kodwa bakubuyisele iNkomo nginifisela inhlanhla bonke abanamacala anje abavele bayowakhokha kuzobasiza lokho ❤
Uzoyibusela lenkomo ka mama .
kuyadlalwa ngamadoda,sihlawuliswa nezingane ekubeni umuntu kudala azala unezingane....
Akezwanga,ingani kuyaye kuthiwa bayezwa bona ontabakayikhonjwa😢😢😢
Sfebe nje lindise muntu kodwa hlabise omunye
Ay ay ubufebe
Kwaze kwanzima
Hawu waphela umshado lingasekho nesoka elafihliza ihlo lobuntombi bakho
Waze wabhacaza lo cc lemfihlo akaboni ukth izomumoshela ngba izomenza angamthembi umnyen wakhe Imani bafethu lobhuti wayengezwa ukth sekuyigobolondo ND ngek ngimsole umnyeni mewuqeda lomahado
Wamuhle stufuza ❤❤
Hi sis'wami lemfihlo bekumele uthule nayo cos manje usungalahlekelwa umshado,cos kuzwakala njenge 1nce off thing futhi akubanga namntwana sonje ubenephutha sisi cos kwayena ubafo lona akekho msulwa bt useyakungabaza manje.
Waku ayinela u Stufuza😊❤ wakusiza. Uma bengaba khona Stufuza emhlanganwen wenu bekuzolunga fast. She is good 😊
Ngamane ngife layo
Ayi Abantu besfazane ngeyimfihlo😢😢😢kayeke lomfoe ayodinga enye intombi
Awuphapha mani sisi.
Abanye abantu ngathi badakiwe mabekhuluma lezi mfihlo
Best presenter😅❤ stufuza
Hau hau kodwa 😂😂😂😂
Akuyona imfihlole
Ile nkunzi ebhayizayo yena akazwanga elala nomuntu intombi kahlekahle akayazi njengoba ethi uzibona eyinyoni uyinyoni vele
Mina ngimina singahlukana yiz KunZima iminyak emingak kushut lomuntu engamitha emithele omuny umjit ngikhona
Yingakho kahle kahle kumele kuphele ilobolo ngoba kudlalwa ngezingane zabantu Yebo lisiko lwabantu abamnyama kodwa abantu balisebendzisa ngesincele ukugebenga abanye abantu
Sidinga isthangabi to debate, review this lobola thing well ke nama Khosi asyekelele
😂😂😂udakwe yin uzukhiphe into enje ayi ukhahlele yi harsh nje wena ayii
Manje yena umyen wakho akalazi yini intshintshi😂😂
Lentombazana kodwa beyingenelwe hini imfihlo engaka bengeke ngiyithi vuuu mina ,yazi amathanga ahlanzela abangena mabhodwe suka abanye omama hayi 😭😭😭
😂 this girl hai
Wisilima vele😅😅😅
Uyaphapha wenangane uqhatha umyeni wakho nabazali nje. Uzocabanga kuthi bevevese bazi kuthi awuseyona intombi kanti wazibolela uwedwa bengazi. Bewuzobanani nje mawuythulele mfm!
Waze waphapha cc uyezwaa bekumele uthule kusho ukut akazwanga 😂😂😂
😂😂😂😂😂😂iyho ha a never hle
Uyagula lona ngempela 😂😅
Bendizamyekela ukuba sisidenge oku hayi for imfihlo le
Uyapapa ntomboo 😂😂😂
Awusathembisi sisi... lendaba is very deep and painful, especially for your husband. Many guys are tricked by abo Gogo who even produce fake certificates claiming ukuthi intombi ihloliwe. Kanti vele sekadliwe 😢
Waze wamenzinyon muntu wakho.umenzumuntu ongakaze alale or akazi nikuthi intombi yin
Nawe cc 😂😂😂😂😂
Stufuza nokhe nibuyele kuthi sive ukuba kuhamba njani emva kokhipha imfihlo ku loyo muntu
Ezinye iyifihlo mele ufe nazo ,😢
😂😂
@@harrietndlovu6531uyahlanya lowu ngabe ethulile lokhu okhokho labo bafa lazo lezimfihlo ngoba besazi ukuthi kuzavhitheka umendo
Ngoba uzathi uzama ukuba leqiniso ubesuzi chithela sekumoshakala manje
Le mfihlo nje ayibalulekile ukuth iphume😢
Impela