Mcabangleni Mbatha ft Mondli Nxumalo isihlabelelo 89 Sandanezwe Temple 30sept2023

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 2. 10. 2023
  • dlomo"s"video

Komentáře • 15

  • @user-mh4yt1cl1r
    @user-mh4yt1cl1r Před 9 měsíci +8

    Angazi sengiyidlale kangaki thina sinenhlanhla kodwa asabelwe ukuyibona lenhlanhla , sengaze ngathenga ama earphones ngoba emsebenzini bethi ngibabangela isicefe ngokudlala lezizihlabelelo manje mina ziyangibusisa.
    Siyabonga kunhlalisuthi yako Mthiya ukuthi isiphe ukudla komphefumulo ngisho ngabe kade kukhona okuku xakile uma sengidlala lezi kuphela konke.

  • @mduduzimpungose251
    @mduduzimpungose251 Před 3 měsíci +1

    Wooo iyajabula iNkosi iNyangayeZulu maybona abafana bakithi behuba kahle kanje

  • @user-mz3ot8eh5u
    @user-mz3ot8eh5u Před 7 měsíci +5

    Kwakusho umkhulu iLanga kanje eKuphakameni

  • @nonniebiyela646
    @nonniebiyela646 Před 9 měsíci +2

    Hay muntu waseMaMbathen😢uyangibusisa mntanenkosi ❤🎉🎉🎉

  • @gugumazibuko6275
    @gugumazibuko6275 Před 9 měsíci +2

    Eeeeyi nami ngizwa lelophimbo. Yasho lenhlalisuthi. Izulu lisemhlabeni lisithiwe kithina nje. Siyisizwe esinenhlanhla sinako konke esikudingayo. Akumele ngabe siyalamba siyaswela. Siphiwe amaphimbo amahle okumdumisa kunyakaze amathambo asothulwini. uNyazi alumfihle kwinswelaboya lenhlalisuthi.

  • @qaphelaminenhle5560
    @qaphelaminenhle5560 Před 6 měsíci +1

    Sisendabeni Enkulu 🙏🙏

  • @simonmzwandile8491
    @simonmzwandile8491 Před 10 měsíci +2

    Kathi mangithath ikhwama ngiy oNyazi

  • @user-rc7jw3pl4q
    @user-rc7jw3pl4q Před 10 měsíci +1

  • @qinisomkhize6526
    @qinisomkhize6526 Před 10 měsíci +5

    Nanso ke into eyayfunduswa iNyanga yezulu....hhay leyo yokumpongoloza nokuynweba😂😂sgcine sngssszi svume kanjani

    • @Yandoh007
      @Yandoh007 Před 8 měsíci

      Ngathi yimi ngedwa odidekayo 😅

    • @kholwanizondi4197
      @kholwanizondi4197 Před 3 dny

      noma ngayicula kanjan siyakwaz kuku vumela thina nga nwebeba nga shesha kuyefana

  • @mduduzimpungose251
    @mduduzimpungose251 Před 3 měsíci

    Uyngcwele Shembe phakama njalo Jehova wethu

  • @simonmzwandile8491
    @simonmzwandile8491 Před 10 měsíci +2

    Lelophimbo

  • @kamogelokokobele
    @kamogelokokobele Před 2 měsíci

    Kade izomthanda inkosi inyanga yezulu lomfo😂😅