Inyonemhlophe ishaya inkostina sizipholele nayo kwathathani madoda..
Vložit
- čas přidán 12. 01. 2018
- Unyonemhlophe uyazifikela kwisginci kanye nakwinkostina. ubona nje ubekudonsa kokubili kule album entsha aykhiphile ngithi nje khuphuka nyoni iqiniso laziwa ibona kodwa abalivumi. inkosi yenkostina
Unzima lo mfo andinaxhala noba ubani uthini. Umnika isigingci usenza sithethe umnike ikostina uyibamba ithethe inyhani. Khuphuka Nyoni Emhlophe
Unekhono bhuti...asishayelwa noma ngubani lestimela
Ay engabe ayabona yini Amakhosi,ukuth wenza mfaka Jali,,,,,,ashila sengshilo
Likhona ikhono eSouthcoast
Khuphuka
cha iyasha lempahla South coast umkhond'ongalandelwa nja khuphuka nyon'ematshweletshwele vele sebeyivumil'induku
Sihle isphiwosakho uzenzela intoyakho awthathi sphiwo samuntu umuhle ngalokho
Webhut cha uphiwelento yakho omunye onesifiso sokfunda inkstina ungathini kuye
Hhayi, winkinga m'fwethu ng'yakvuma mina.
Baphelelaphi obaba esasihlangana nabo bedlala inkostina kanje emakhaya
Hey uphiwe lomfo and ndiyabawela ukhe ndimbone ngamehlo enyama
ngyafisa ukufunda inkostina
Khuphuka bhenanyawo mfoka Jali madoda
ningicanula ngokuthi anisacanuki nje enidlalela kamnandi kanje ukufaka nje unyawo lube lunye
isiphiwo into enje uyamubona lomuntu ushaya lento enganakile isegazini
haycha ngyayivuma lensizwa
Lol yaaasha leyonto
lasho icimbi madoda kwatatazela bantu
nkosiyazi nzimande lol ay ayiyekwe lendoda iphiwe..ayiwuthonti kodwa umthunzi wenkukhu ?
ndaaaika kanti lutho bhuti ayiyidlike leonto
Uyayishaya lento bafo
Ayi ngiyakuvuma ,uyayazi lento
Ngiyakuvuma mfanakithi uyayenza lento