Macele's side of the story: Lwandle and Sbindi are half siblings?? Chazani!! :Izingane Zesthembu
Vložit
- čas přidán 17. 05. 2024
- Izingane Zesthembu S2 Episode 3
Macele and Sbindi are not related kanjani
Lwandle and Sbindi are half siblings??
Shocking twists in Izingane Zesthembu
Uthando Nesthembu S7 latest
One of the characteristics of a narcissist;
*No empathy
*Selfishness
*Gaslighting
*Evil soul
*Cheating
*And Mpumelelo is surely a narcissist with no doubt.
Nonsense yo mtwana udlala nga bantwana ba bantu 😏
Mseleku is not a good example to this own son he messing up this boy.
No parent in his sober mind will talk like mseleku
I dont see a happy future ku Mpumelelo uyaphapha too much influenced by his dad edlala ngengane zabantu
Bayadideka dadewethu akukho okuvimba uSbindi ukuthi athathe intombi ka Cele,akasihlobo nakancane
USbindi angahlonipha ka Cele lapho kuzalwa khona uMamkhulu kuphela kodwa akahlobene naka Cele, Khumalo, Ngwabe njengoba ikhabonina kuka Yeni,, ilapho ke angeke aganwe khona.
Kunjàlo Nosipho akazalwa umamkhulu akasiye futh okadadewabo noma okamfowabo akahlobi kaCele
Benza i ROYAL FAMILY😂😂😂
Vele he is not blood related with uMacele but he is blood related with izingane zikaMacele
😂😂😂uLwandle akayothatha kwaYeni naye
Injalo mntase makaye uyadelela uSibindi
Akazo thatha kwa Yeni umfana uya delela I don't know what he think he is at his age lomtwana sekazibona ayindoda 😳 kabani ? Because aka ka godusi noyedwa wabo 🇱🇸 usile lofana
Kodwa uSbindi akahlobene naka Çele
Yes une ryt yokuthatha kaCele kodwa ngeke athathe kuzalo lwamamkhulu kuphela so ayikho into wrong eyenziwe Sbindi
Umacele u mama ku Sbindi
Kodwa ngumama wakhe noba akamazali,ungumfazi katatakhe.
Vele u Sbindi akasona isihlobo ka Cele,Ngwabe,Khumalo. Uhlonipha ka Yeni cz ikekhabomawakhe. Cz kyenzek ukuthy ingane zandawonye zishadele emzini owodwa cz kwenziwa ubuhlobo. Cz uhlonipha I bloodline.
😂😂that was his hormones talking
NoMaCele moss waatsho that akangenindawo kwinto ka Mpumelelo that tym exelelwa ngu Mseleku that uMpumelelo uzolobola
Kuyalunga ke they r not related
Yabon nje losbindi shuth zonke izingane zababa wakhe akason isihlobo.ungcolile lona lengane kufan nokuthi ingan kamaCele
Angiyboni mini nkinga kyenzeka nje ngakithi e natal yase nkandla if ubab wakho enafaz away khulu different surnames wena ngeku shade phela
Mina ngibona ubona Inkinga engaexist. Ayikho into ewrong la ngesiZulu
Awumbanga wena sana lwam unguMhamkhulu noba singathini loo title uyinikwa ngumyeni wakho u wrong phi wena thula ungaphenduli nenye standwa sam ungumakoti qha umfazi asibobuhle I khona into ayibonileyo umyeni wakho don't bother ngentetho ezingakuncedisiyo ngomtshato wenu ndlapho noba anindimemanga😂😂😂😂😂❤❤❤
Vele akasihlobo kakhulukazi makuwuCele ongasiye kwamamkhulu mina ubaba wayenamakhosikazi awu2 MaZungu noMazibuko mina ngake ngaqoma kwaZungu kodwa hhayi wakubomamkhulu kwaziwa nje akwangabanankinga
Akukho wrong ukty u Sbindi athathe kwa Cele cos akahlobani no mamkhulu unkoskazi Ka Sbindi ongu macele akukho wrong at all..phela ngeke iyngane ziganwe yazi cos u Cele omunye ngeke athathe kwa Cele ongu mamkhulu wakhe but u Cele omunye no stress guys
That she is a Cele don't mean uhlobene .
Mseleku teaches his son that women are not important and cannot be listened to😮
Sisi u lwandle akahlobene nomacele asikho isidingo sokudideka . Uwumama mkhulu wakhe ngokushada ngobaba wakhe not ngokwegazi . And izingane zikamseleku ezakubo ngokwesende ngale kokuthi bazalwa obani omama. Mina ekhaya umama womama wami omdala umambutho and mncane mambili . Lezi zikamambili zishadele kwambutho . Akukaze nje kube ichilo from kudala
Mina njengomuzulu uthi into umpumelelo kahlehle akanalo igazi lakeCele ukuthi ubaba wakhe uganywe kaCele akusho lutho lokho .Uma sibheka iback ground kamayeni or Mseleku akekho oyisihlobo nakwaCele .So uMseleku uganwe kaCele nomfana engaganwa kwaCele.Noleyo mbuzi eyani umaCele she is not a biological mother kumfana.
Umacele akahlobene nosbindi ngokucacisa ngoba akanalo igazi lasbindi bt ngokwenhlonipho yena bekumele aibuke ngesolenhlonipho ahloniphe umamkhulu kodwakona akahlobene nomamkhulu uhlobene nabafowabo
lwandle kodwa owakwamseleku
Cha abahlobene nje nhlobo hlobene no lwandle not bonke ocele
But there's no relation between Sbindi and maCele they are not blood related
It’s his step mom though
Why athi akahlobene nabakacele Kanti akusiye umamh wakhe umaCele ukuthi uyaphapha lomfana unzenza into ekhona shame
Akahlobe kodwa uyamhlonipha njengo mamkhulu wakhe kodwa izingane zaka ma Cele ezakwabo lokho akujiki naye uma Cele uyayazi lento akhonto entsha la