NGATHI AKADLE INKOMO KUPHELA ANGANGIBULALI

Sdílet
Vložit
  • čas přidán 11. 07. 2024
  • Join this channel to get access to perks:
    / @thuleleni_tv
  • Zábava

Komentáře • 1,1K

  • @simphiwenxumalo7102
    @simphiwenxumalo7102 Před 13 dny +52

    There's nothing disgusting about this story. This is very important for others as an eye opener. It shall assist all desperate sisters.

  • @AnnoyedCoyote-wq7kk
    @AnnoyedCoyote-wq7kk Před 10 dny +13

    We must give a big up to this show. You guys are doing a great job. Pls like and share so our people learn and be aware. God bless everyone on this show. Much respect 🎉🎉🎉❤❤❤

  • @MasibongeBekwa-xs8tx
    @MasibongeBekwa-xs8tx Před 20 dny +48

    Yazi emhlabeni ungathi unenkinga until uzwe inkinga yomunye umuntu lapho uvele ubone khona ukuthi ayikho lento yami, mfundisi mfowami mina ngiyakwazi mina angeke uqambe amanga ngeto efana nale, uyindoda mfowami uthule nje Kant ulimele kanje emoyeni, haw mfw2 amathemba eksasa lethu sowabeka kubani masjikelwa abazali bethu, ngibuhlungu ngoba ngikwazi ukuthi umuntu onomoya ophansi futhi othanda wonke umuntu, sengathi unkulunkulu nabakini bengangenelela kulenkinga obhekene nayo , kodwa ke uzoyinqoba lenkinga bafo windoda wena, anokhuluma mfundisi mfw2 Abantu bazibulala ngako kona loku . kuzolunga nkwali umthandazo

  • @jabulanipeter2910
    @jabulanipeter2910 Před 18 dny +56

    You need to improve on your titles for example this one could have been: Usizi kowathenjiswa umsebenzi

  • @BrigetteKhumalo
    @BrigetteKhumalo Před 22 dny +100

    Yaze yabuhlungu indaba yakho cc ujehova uzokusiza one day ngibuhlungu ngawe lowo owwnza ubuhlungu kuwena naye liyeza ilanga lakhe lokuthi ajeze ngaphezu kwakho sibonga ukuthi uphelele izitho zakho❤❤

    • @LindileMlungana-jo5eo
      @LindileMlungana-jo5eo Před 22 dny +2

      😊

    • @MapholobaMaps-rh6db
      @MapholobaMaps-rh6db Před 20 dny +3

      Udoti lendoda ifanele ukuphila nabantu isihluku esingaka usenza kumuntu wesfazane abantu abadinga ukunikwa uthando♥️♥️ kubuhlungu kabi uma ngibona umuntu wesfazane ekhala 🤦

    • @MasibongeBekwa-xs8tx
      @MasibongeBekwa-xs8tx Před 20 dny +1

      @@MapholobaMaps-rh6db izo zonke izinto ezidinga umphakathi lezi uyibhebhelani nje ingane yabantu izisokolele abanye Abantu besilisa Abana ngqondo

    • @user-tt6rg6lu3t
      @user-tt6rg6lu3t Před 20 dny

      isilwane lento akuyona indoda satan ufanelwe ukusha esihogweni

    • @ThokozaniMagwaza-kd1zo
      @ThokozaniMagwaza-kd1zo Před 14 dny

      Sorry sisi yaze yabuhlungu indaba yakho. UNkulunkulu uzokusiza ngelinye ilanga uzobuthola ubulungiswa. Nalowo sathane owenza into ebuhlungu kangaka ngelinye ilanga uzovuna.

  • @victorbongisibeko468
    @victorbongisibeko468 Před 14 dny +6

    Damn... How cruel can some people be! a louder voice is required to combat women abuse. Congratulations Bhut' Thuleleni for creating a platform for the victims of violence to voice out her gruesome experience.

  • @user-cu8ok2es9k
    @user-cu8ok2es9k Před 22 dny +33

    Nkoc yam😢unkulunkulu aze akukhumbule cc wam ngaze ngakhala😭😭😭

  • @Nqobbile9120
    @Nqobbile9120 Před 15 dny +23

    Nkulunkulu phendula umthandazo walosisi ❤❤❤

  • @JZKhoza
    @JZKhoza Před 22 dny +78

    Kubuhlungu ukungasebenzi.dadwethu uNkulunkulu abenawe uthole itohho❤❤❤

  • @NtombazaneShazii
    @NtombazaneShazii Před 21 dnem +10

    Sorry cc, God is there to heal you, and umsebenzi uzowthola, IN JESUS NAME WE PRAY.

  • @nonhlanhlazwane9722
    @nonhlanhlazwane9722 Před 22 dny +170

    Siyabonga Ku Thuleleni akangiphe I account ngizomupha imali yokuthengela iyngane isinkwa

    • @mlindo2k017
      @mlindo2k017 Před 22 dny +1

      God bless you cc

    • @mfundomhlaba4015
      @mfundomhlaba4015 Před 22 dny

      Mfundo Kansas Mhlaba from Pongola, ngifisa ukunikela kulosisi, ngenze njani? ​@@mlindo2k017

    • @mfundomhlaba4015
      @mfundomhlaba4015 Před 22 dny +7

      ​@@mlindo2k017Mfundo Kansas Mhlaba from Pongola ngicela ukuphosa okucane kulosisi, ngenze njani?

    • @Madamspeaker2
      @Madamspeaker2 Před 22 dny +4

      unginike nami I account yakhe please

    • @petergabrielbloodofeden6475
      @petergabrielbloodofeden6475 Před 21 dnem +5

      Cela I number ka dadewethu ngaze ngabuva ubuhlungu 😢

  • @Busie85
    @Busie85 Před 22 dny +51

    Ngyambongela
    Ngazengamthenda usisi omuhle she's a good story teller

  • @user-ze9te2qx8d
    @user-ze9te2qx8d Před 19 dny +32

    Lowo gogo nalowo mama namaphoyisa aseJozini ayobuzwa lobu buhlungu mhla kwenzeka kubona nezingane zabo. Phila ngane yakwethu. Sibonge kuleyonhlangano iskebhe ngosizo lwabo

  • @sluweeKay
    @sluweeKay Před 22 dny +15

    Bakithi 🥺I wish you well sis wami and find healing uthole nomsebenzi❤️

  • @NorahHlatshwayo
    @NorahHlatshwayo Před 22 dny +11

    Yooooo yaze yabuhlungu indaba yakho .cha iNkosi inamandla,ubungeke uphumelele sibonga nakubo bonke abasizile kanye neskebhe sonke nalaba basetekisini kakhulukazi kulomfana owakubo THABANG.Izalukazi le❤

  • @siphomogale779
    @siphomogale779 Před 21 dnem +16

    Unemployment leads to desperation Thuleleni is the best

  • @SA_Obs3rver
    @SA_Obs3rver Před 17 dny +10

    Everyone is focusing on the lady and leaving the monster and failed law enforcement. Regardless of whether she has a case number or not. There should be a way to get information and let the victim know of the progress of the case. Failed justice system should not be ignored and i expected such pressure to come from this show. Public protection is a right and not a privilege. SAPS must answer and you guys are the only ones to can force them. I am in cape town, but you guys can pass the matter to the provincial SAPS office for attention. Also, involve political parties and other media houses to put pressure. Everyone is very casual about this and i am afraid to say we are allowing perpetrators to breed freely

  • @tholakeleshezi8819
    @tholakeleshezi8819 Před 20 dny +7

    Aw siyambongela, esethi sengizothola ne Apula❤

  • @nokuthulasibande33
    @nokuthulasibande33 Před 22 dny +8

    No sin will go unpunished cc God will avenge you

  • @ThokozileNofuya-fu2zd
    @ThokozileNofuya-fu2zd Před 22 dny +18

    Siyabonga mfowethu Jehova kwandisele

  • @user-ei1cq5pt1w
    @user-ei1cq5pt1w Před 20 dny +20

    😢😢😢😢nxese sisi ngiyindoda nj ngyakhala kumanje anginabo o cc mn khona abantu abenza nj😢😢😢

  • @thabanimoreyourtboz8043
    @thabanimoreyourtboz8043 Před 22 dny +26

    Manje wenasisi uyangikhalisa sibuhlungu istory sakho abantu abalanyembeza

  • @user-nk5ix1um5c
    @user-nk5ix1um5c Před 18 dny +8

    This us the only show esengiythemba ukth i reality show ay the rest amanga

  • @ZOE_NtombiYoMancwabe
    @ZOE_NtombiYoMancwabe Před 22 dny +14

    Wow...ay bakwethu.. isihloko ngyakala. Indlu emnyama ayi asihloniphise bakithi

  • @SilindilePromise-qz5kv
    @SilindilePromise-qz5kv Před 21 dnem +11

    Ngyabonga cc ngoba usuyakwaz nokuhleka , nkosi ikupholise sthandwa sori uzotholakala lobhuti owakulimaza egameni lika Jesu wase Nazareth 😢

    • @user-tt6rg6lu3t
      @user-tt6rg6lu3t Před 20 dny +2

      Amen, akube njalo. Sikhulekela ukuthi benziwe ubulungiswa. Nabangasindanga ababulawa ilo satan sengathi nabo bangabuthola ubulungiswa, isgebengu lesi siveze yonke inkohlakalo esake sayenza. Aw amaphoyisa ngokuthengwa ...

    • @sandileximba5650
      @sandileximba5650 Před 19 dny

      Ayimani kodwa amaphoyisa ayabambezela ayengadedelingani skebhe

    • @mathiemhlongo2420
      @mathiemhlongo2420 Před 14 dny +1

      Kufuneka ubonge unkulunkulu sisi inzima indaba yakho

  • @mbhekiseninala
    @mbhekiseninala Před 22 dny +10

    Lana egroupin siwu 7837 k...masingafaka ama R1 sonke or ama R2 kukhona akangasizakala khona ucc

  • @mathaboshange5803
    @mathaboshange5803 Před 22 dny +16

    Kubhlungu okwenzeke kuwe dade but ungaphezi ukbonga uNkukunkkulu nabakini God bless

  • @sindisiwezikalala8576
    @sindisiwezikalala8576 Před 7 dny +1

    Cc yaz kwabuhlungu 😢inkosi ikusize uthole umsebenzi ❤

  • @user-zy5cy7gq4w
    @user-zy5cy7gq4w Před 22 dny +56

    Aycha kodwa izihloko zenu kwesinye iskhathi ziyahlambalaza ujike ungabe usazi ukuthi umuntu unloboni kodwa iyasehlisa nesthunzi sabantu abasiphathele izinhlelo nxese cc komele umbonge uNkulunkulu

    • @nkulekomokgosi8914
      @nkulekomokgosi8914 Před 22 dny +1

      ihlazo

    • @thembankosi1371
      @thembankosi1371 Před 22 dny +1

      Iphuzo lelo bafo asikho isdingo sesihloko esinje odabeni olunje ilungiseni leyo baphathi

    • @user-zy5cy7gq4w
      @user-zy5cy7gq4w Před 22 dny +3

      Kwehla isithunzi sabaphathi zinhlelo siyacela ulimi lungaqoshami ngyabonga🙏🙏

    • @menzikhat695
      @menzikhat695 Před 22 dny +3

      Benifuna sthini nina ishloko? Ngoba phela locc usho into ayisho kulobhuti okhohlakele

    • @MpumeMbatha-pd9yk
      @MpumeMbatha-pd9yk Před 22 dny

      Yooooh ai 😢

  • @godsfavourite6134
    @godsfavourite6134 Před 17 dny +15

    Syabonga ku baba weskebhe, Syabonga kubantu abaku donatela, basekhona abantu abaphilayo, nabajajanayo ke

  • @user-bv5um1lf1j
    @user-bv5um1lf1j Před 22 dny +15

    Ngaze ngafikelwa izinyembezi😢😢😢😢ibuhlungu lendaba😢😢😢😢 sesibonga impilo

    • @preciousnkosi2118
      @preciousnkosi2118 Před 17 dny

      Yoo nam and I'm putting myself in her shoes 😢

    • @mkhabolengayondodemnyama8418
      @mkhabolengayondodemnyama8418 Před 16 dny

      Lento ikhalisa nami ngiyndoda ibhlungu lendaba mina ngfisa lempisi embethe iskhumba semvu lenswelaboya ngfisa nokuythena kumanje

  • @mthandeningubane7301
    @mthandeningubane7301 Před 10 dny +2

    Idlozi noNkulunkulu bakhona futh bayasebenza. Sbonga impilo nje Dadewethu👏

  • @okaMenziwa
    @okaMenziwa Před 22 dny +13

    Sibonga impilo kuphela cc wami sesiphila komunye umhlaba manj

  • @thulisiwempanza6145
    @thulisiwempanza6145 Před 19 dny +5

    Cha cc unethongo nonkulunkulu ,ungayeki ukuthandaza ,weh Jesu angaz ngangingenza njan

  • @siphomasengemi-ty7ex
    @siphomasengemi-ty7ex Před 22 dny +4

    Very sad n brutal story,be strong and remain resolute,God bless you

  • @chicomkhwanazi5506
    @chicomkhwanazi5506 Před 22 dny +9

    Nxese sisi, ngibuhlungu ngoba ngingubaba izinganeni Zamantombazane.

  • @user-so4er5jf6e
    @user-so4er5jf6e Před 21 dnem +3

    Impela mufuna umsebenzi uyahlangana nembila zithutha khona makukude Ayi kuba nzima ungazi muntu uhlukumezeke Ayi 😭, lutho cc sihlezi nawo endlini muntu uhamba ekorobha namaBA akusekho kwawona ke lo wokukolobha muntu ulala ngendlala

  • @KwaBhaca4473
    @KwaBhaca4473 Před 16 dny +3

    What a sad story 😓.. but makabanjwe umenzi wobubi please 🙏🏼

  • @nontutuzelotyutu
    @nontutuzelotyutu Před 18 dny +4

    The South Africa police system just need to be changed it's really failing it's citizens

  • @user-jr8fx6sm7u
    @user-jr8fx6sm7u Před 12 dny +1

    Ngaze ngakhala Moya Ongcwele cc lempi akusiyo eyakho kepha Angeka Smakade uthi excodoxi 14 vers 14 Nina nothula mina Jehova nozonilwela phola cc ngelinye ilanga izinyembezi zakho zosulwa 😢😢😢😢😢😢

  • @goodnaturenomusa3626
    @goodnaturenomusa3626 Před 14 dny +3

    Kwaze kwabuhlungu nkosyami ukuhlupheka kuyosifaka ekufeni ngoba sihamba sifuna imisebenzi ngenxa yokuhlupheka 😭😭💔

  • @samkelosibiya2700
    @samkelosibiya2700 Před 22 dny +22

    Cela nilungise izihloko zenu, akukhulunywa kanje

    • @conversationswithzandymfek2720
      @conversationswithzandymfek2720 Před 22 dny

      Benzela ukuheha wena nje and bayaz kuth CZcams akasizwa isizulu Kuba it's in English ngabe sebathole community strike with such language

    • @MduduziMkhwanazi922
      @MduduziMkhwanazi922 Před 22 dny

      Yisho mawufuna umsebenzi wokuba topic creator ngizo ku recommender kwi production team ukuthi bakuqashe khona uzoba siza ekuqambeni ihloko

    • @sphesihlepatrick7500
      @sphesihlepatrick7500 Před 19 dny +3

      Ayikho into ewrong ngesihloko, inqondo yenu ewrong.

  • @takalanimuthala4665
    @takalanimuthala4665 Před 20 dny +2

    How cc kwaze kwabuhlungu kosiyam 😭😭💔💔 asibonge ukuthi usaphila isenzo esingaka kuyimanje ngiyakhala 😭😭 and strong xeim mna ingabe angikwazanga kwakukhuluma dadewethu

  • @WandileMsibi-u7h
    @WandileMsibi-u7h Před 22 dny +9

    Sicela ukumbona sixoxe naye lenja yesgebeng

  • @NtokozoPearlKhaula-et3vi
    @NtokozoPearlKhaula-et3vi Před 17 dny +8

    May Almighty God protect you Bless you with a best Job in that name of Jesus Christ name 🙏.
    Please stay in God almighty love.I.love you babe ❤❤❤

  • @EmmanuelNdlovu-wu1jp
    @EmmanuelNdlovu-wu1jp Před 14 dny +2

    This is very serious GBV,where is our government? I am sorry Sisi and it's painful okwenzeka kuwena kodwa uhlale emkhulekweni konke kuzodlula.

  • @user-iq6qx7gr7g
    @user-iq6qx7gr7g Před 2 dny

    Ey bakithi 🤦💔kwaze kwabuhlungu yooo. INKOSI IKUBUSISE bhutwami 🙏

  • @BonisiweNdebele
    @BonisiweNdebele Před 22 dny +30

    Wngifikisela ngezinyembezi mina ngyazitetemela kubuhlungu shame kodwa ngoba uyaphila syabonga

  • @user-ru9jl3il2l
    @user-ru9jl3il2l Před 22 dny +13

    Strong language😢😮 akwesizihloniphe sizame nje.

    • @mthokozisicele7067
      @mthokozisicele7067 Před 21 dnem +4

      @@user-ru9jl3il2l Kahle kahle nina aniyazi inkulumo ehlonishisiwe....Yiyo ke le ...theres no better way...Futhi beningeke niyiphuthume le Topic if bekuyinhlamba Majaji amakhulu boSolwazi jikelele

    • @user-ex6my3ov3p
      @user-ex6my3ov3p Před 20 dny +3

      Eyiphi into ewrong ekhulunwa ulosisi nxaa

    • @BongisiphoBongi
      @BongisiphoBongi Před 15 dny +1

      Nx kuyadakwa lokhu, strong language yamasimba.

    • @sgwilintombela7786
      @sgwilintombela7786 Před 4 dny

      Uyagula-ke wena

  • @ThuleNhlenyama-rz6oc
    @ThuleNhlenyama-rz6oc Před 13 dny +1

    I'm very disappointed that is my area so painfully 😊😊but thanks God U still alive 🙏

  • @RoseHlatshwayo-fb2tq
    @RoseHlatshwayo-fb2tq Před 19 dny

    Siyabonga Bhuti Thuleleni May God bless you and your family❤ .

  • @FanaZitha
    @FanaZitha Před 22 dny +5

    Sbonga impilo nje dadewethu💔💔

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Před 22 dny +8

    Jehovah wami,angikwazi nokuphawula

  • @BakhonaMyende
    @BakhonaMyende Před 2 dny

    Goverment need to look deep on this case🙆😭very hurtful

  • @user-ti9gq3er7j
    @user-ti9gq3er7j Před 10 dny +1

    EMadonela eJozini, kwamfene igijima emini ilanga lingakashoni. Kwamthakathi okutshela emehlweni ukuthi ulibambe lingashoni. Ngiyazi kahle leyo ndawo. Abantu bakhona abekho kahle esimeni sokuphila. Babili bathathu abavuthiwe emqondweni. Most people are full of sinister performances in that particular area. Kubuzwa lapha ukufa kwabantu base South Africa. Kukhohlakele nomntwana omncane osaphuma ekukhaseni. Unyaka uwodwa kufa seven wabantu bagwinywa umfula. A lot of people are uneducated in that area. University of Teenage Pregnancy. Umzala ulala nomzala, ubaba ulala nengene yakhe. Ziningi izingane ezi end up zibulala ngenxa yobuhlungu obukuleya ndawo. Kuningi, ngingabala ngifike kuphi?

  • @nokuthulanomsuka4544
    @nokuthulanomsuka4544 Před 22 dny +17

    Waze wabuhlung'umoya wam 😭 Kona esethi sengizothenga ne aphula kuzolunga dadewethu ungalahlithemba. ukubengina some thing ngabe ngyaphosa. Sizokubrka emthandazweni standwa❤

  • @PromNtilini
    @PromNtilini Před 19 dny +5

    Nothing is disgusting here, let this person narrate her story

    • @user-om7gs8hg2o
      @user-om7gs8hg2o Před 15 dny

      I agree people should know goes on around us People are evil

  • @ntokozozondi3095
    @ntokozozondi3095 Před 13 dny +1

    ❤❤❤I love how bhuti handled the situation ❤❤❤

  • @ThandaNgcobo-v7u
    @ThandaNgcobo-v7u Před 16 dny +2

    Hi cc you can go back to Jozoni Police station ask the detective commanders they will check your case number on the system its very easy , if the case is closed they will reopen it and be allocated to the new member, please try to do the follow up , this person must get his punishment, im very sorry cc , but have faith God will fight for you.

  • @MusaFakudze
    @MusaFakudze Před 18 dny +3

    Bafo sibonga ugalelo lwakho ngemali uyinika u cc amen

  • @phumzileevidence4993
    @phumzileevidence4993 Před 22 dny +4

    IBUHLUNGU LENDABA....NASENINAKA ISTRONG LANGUAGE KPHELAA,AKSIYO INTO ENINGAYIBALULA KULOLUDABA

  • @Zamokwakhe-wb5dl
    @Zamokwakhe-wb5dl Před 15 dny +2

    Yaze yabuhlungu indaba yakho sis sibonga unkulunkulu owakukhipha kuleyondawo yoyiphendula mithandazo yakho ngelinye ilanga😭😭😭💔🫂♥️

  • @SambuloZungu
    @SambuloZungu Před 6 dny +1

    Ngiyamazi lobhuti wantshontsha nasekhaya😭

  • @ntuthukomhlongo4468
    @ntuthukomhlongo4468 Před 22 dny +9

    Ayibo ayibo SYABONGA Thuleleni ,nikhule

    • @tandiduks5388
      @tandiduks5388 Před 22 dny +1

      Sad story kodwa sibulela umphefumlo kukho konke. Be careful ladies. Ukuya kumntu ongamaziyo nokuhamba ebusuku.

  • @SaneleMzuzu-pn6lz
    @SaneleMzuzu-pn6lz Před 17 dny +7

    Izigebengu zithatha advantage yeses, God Bless you Sisi

  • @user-yb9wk4nd3x
    @user-yb9wk4nd3x Před 5 dny +1

    Mina sengiye ngijabule mabewabulala izinja amaphoyisa ziyalamba leziyazinja zithatha imali

  • @busitshabalala4181
    @busitshabalala4181 Před 20 dny +2

    Lwaze lwabuhlungu udaba lasisi😢 sengathi umdali angangenelela ❤

  • @IsiphileMatya
    @IsiphileMatya Před 22 dny +5

    Yhooo naze nabhala kabuhlungu isihloko
    Noko ezinye izinto nibobanendlela yokuzibhala 😢

    • @ntombienhlemahlaba8368
      @ntombienhlemahlaba8368 Před 22 dny

      Ubungathini wena Mhlobo,Uma ungayipha isihloko?

    • @sinethembandaba-qp4lq
      @sinethembandaba-qp4lq Před 20 dny

      ​@@ntombienhlemahlaba8368 "owesifazeni owahlukumezeka ngendaba yemisebenzi yeSocial media" atleast beyizobangcono

  • @nosibulelomsiyane3060
    @nosibulelomsiyane3060 Před 20 dny +3

    Kuyacaca ingane zabantu ziphelile ulomfana akusukunywe bakithi

  • @celanikhumalo7590
    @celanikhumalo7590 Před 21 dnem +2

    Kwabuhlungu sisi istory sakho. Okwamaphoyisa mele ashaywe amahloni ngokuhlulwa umsebenzi wawo. UNkulunkulu akwelaphe amanxeba, akukhanyisele kuko konke.

  • @nontutuzelotyutu
    @nontutuzelotyutu Před 18 dny +1

    God is well able Cc don't give up UNkulunkulu uzowuvula umnyangi womsebrnzi umuhle plz take care of yourself

  • @mbhekiseninala
    @mbhekiseninala Před 22 dny +3

    Mmm abanye abafana bayasifaka ehlazweni thina esimsulwa...😢😢😢phola mtakababa inkosi ikugcine😢

  • @sthembinkosiqulu
    @sthembinkosiqulu Před 17 dny +5

    Bhut'omdala you're a good listener ilokho nje engingakusho

  • @nokulungamngomezulu5318
    @nokulungamngomezulu5318 Před 22 dny +10

    Kwakmele umbulale konke sekungakuwe ngangiyomcisha mna 🖐️ kwakmele wehlise umoya kubengathi u enjoying ulume isende Dadewethu nxese sthandw Sam 🥰

  • @NqabisaYedwa-qr1bp
    @NqabisaYedwa-qr1bp Před 7 dny

    Siyabonga Thuleleni ngèmali oyinike ucc

  • @fikisiwecele4369
    @fikisiwecele4369 Před 22 dny +5

    Ubani lo obhale ishloko esinje💔ncese cc

    • @user-rc1gm1jp1f
      @user-rc1gm1jp1f Před 20 dny

      Baya bora nje ngokfuna attention yama viewers ngoku ngahloniphi iSthunzi somuntu

  • @babomzobe
    @babomzobe Před 22 dny +17

    Strong language ngane zakwethu siyacela nibhale ngesisoka bakithi siyazicelela 🙏🙏🙏

  • @Nokwazi-i9y
    @Nokwazi-i9y Před 3 dny

    Ncesi cc xem kiyadabukisa kakhulu xem mine ngibonga kutsi namanje uyaphila awufikanga esigabeni sekutibulala ngoba kube ngulomunye ngabe akasekho strong cc chubeka ubike kunkunkulu uzosizakala

  • @ThembaJiyane-ik5lr
    @ThembaJiyane-ik5lr Před 13 dny +1

    UTHULELE Syabonga, sisi uJehova uyazi, I want to help you while you are still hunting for work too

  • @user-bj9vs3nf5d
    @user-bj9vs3nf5d Před 20 dny +4

    Unkulunkulu ukhona emhlabeni amen.Ibuhlungu indaba kasisi sure.Ngiyindoda nginje kodwa into eyenziwa yilo mgulukutu imbi kakhulu.Futhi kusamele ajeze

  • @knowmiiendeh3303
    @knowmiiendeh3303 Před 22 dny +11

    yooooh ngeke isihloko salendaba sehlisa isithunzi sa cc ngeke 😭😭 kani ibuhlungu lento eyamehlela

  • @gugupriscilla2248
    @gugupriscilla2248 Před 20 dny +1

    Usizi lomuntu omnyama 😭😭😭😭😭😭😭😭😭Ncese cc siyokubeka emkhulekweni ngathi ungawuthola Umsebenzi if ngingakwazi ngabe ngiyakunika

  • @nompilomtshali598
    @nompilomtshali598 Před 19 dny

    May God bless you bhuti Mduh 🙏🙏🙏

  • @zethembisogibson6839
    @zethembisogibson6839 Před 22 dny +7

    Awuuuu Nkulunkulu wam kwaz kwanzima emhlabeni esiphila kuwon futh angek siphinde sithenjwe inzalabantu sohlezi siyizilwane ngenxa yezenzo zabantu abanukubeza abesifazane.

  • @mpumemtebeni979
    @mpumemtebeni979 Před 20 dny +7

    The interviewer is s very good listener

  • @user-yb9wk4nd3x
    @user-yb9wk4nd3x Před 5 dny +1

    Amaphoyisa izinja wonke ayafana

  • @MameleSepolo
    @MameleSepolo Před 19 dny

    Unkulunkulu umkhulu cc asbonge we love u you are brave❤❤❤❤

  • @AphiweDlakavu-kl9os
    @AphiweDlakavu-kl9os Před 21 dnem +13

    This title is so disrespectful please change it. 😢

    • @sijammeli
      @sijammeli Před 19 dny +4

      Uyahlanya wena, iyona into onendaba nayo leyo, iStory saSisi awunandaba naso.

    • @nonjabulomavundla8858
      @nonjabulomavundla8858 Před 12 dny

      I bet you watched because of the title.. the title is supposed to to grab your attention

  • @LindiweMaphanga-fg7hd
    @LindiweMaphanga-fg7hd Před 22 dny +8

    Mina angiboni ukuhlambalaza Lana shem💔💔💔

  • @KhuseloSetman
    @KhuseloSetman Před 21 dnem +1

    Xeim dadethu phephisa 😢imbi into eyakwehlelayo masithembe nesasigebenga singabolela ejele.
    UThixo uzakunika sisi wam umsebenzi 🙏✨

  • @NinoMbikwana
    @NinoMbikwana Před 7 dny

    Ayikho into eyingozi njengokuya endaweni ongayazi especially uma sekusebusuku,ubungozi bukhona yonke indawo , ku worse uma ufuna umsebenzi,noma uthi uthole isoka eningakaze nibonane enigcinana ko face book,cabanga usunethemba lokuthi usuthole umsebenzi kanti kuyosetshenzwa ngawe eyi kwaze kwabhlungu,u NKULUNKULU akusize dadewethu akududuze akuphe ukwelapheka emphefumlweni,akuphe okufingwa inhliziyo yakho🤗❤️

  • @SamkeMfiswa-i5n
    @SamkeMfiswa-i5n Před 22 dny +4

    Ngiyazi lapho kungasekhaya lapho kodwa angimazi lowomuntu umkhulu wam nkosi yalapho

  • @vistom5784
    @vistom5784 Před 22 dny +4

    Kodwa bhuti isihloko sendaba wavese wasithi gakla🙆‍♂️

    • @user-bq9lw9ct3y
      @user-bq9lw9ct3y Před 22 dny

      Kahle wena msunu

    • @vistom5784
      @vistom5784 Před 21 dnem

      @@user-bq9lw9ct3y inhlamba ingenaphike wena msunu onengculazi sdomu hambofesa uyeke ukuba umahlalela ongenaMatric,yikho neskole sakwehlula nje uyoze ufe uyinebethoni nobubi ngathi wazalwa ngembobo yokubhosha,imfundo ayikhulelwa buyela eskole uyoqedela uMatric sdomu esahlulwa iskole nensila emqaleni hambogeza lendunu yakho enomhlume

  • @thabangmokwana6678
    @thabangmokwana6678 Před 14 dny

    Shem sesi wami kunzima....kubuhlungu indaba yakho futhi kuzolunga konke unkhulunkhulu ukhona...❤‍🔥🙏🙌

  • @guavaswxrld
    @guavaswxrld Před 4 dny

    What a story ,i just wish you get a job and that thug get arrested i cant bealive this still happens in 2024 ..im sorry mysister im so touched rightnaw ..look after yourself please

  • @niegambushe5336
    @niegambushe5336 Před 22 dny +3

    Eyi wesisi unenhlanhla kodwa nje ebusuku kwakumele nilwe ayi kancane esebeke ummese nje wamuyeka

  • @user-mr5fp4ul4d
    @user-mr5fp4ul4d Před 22 dny +16

    MDU mfethu awuliqale phansi icala iboshwe lenja ehlukumeza umuntu kabuhlungu kanje

  • @phethiwememela9001
    @phethiwememela9001 Před 21 dnem +2

    Inkulu ingcindezi Nkosi yami 😭😭😭Kwaze kwanzima

  • @prettyngubane2014
    @prettyngubane2014 Před 20 dny +2

    Ngiyakhala ngesihloko enisinike udaba Luka ndodakazi , lube udaba lwakhe lubuhlungu kangaka😢

  • @MkhizekafifirhGcwabe
    @MkhizekafifirhGcwabe Před 22 dny +6

    Igama eliqosheme Kanjena ....inquza pho ai cha