![SHEMBE](/img/default-banner.jpg)
- 160
- 1 059 859
SHEMBE
Registrace 15. 10. 2013
inhloso yale channel ukuth abantu bebala elimnyama bazi ukuthi ukhona owathunyelwa kubo baphume ezindleleni nenkolelo yabamhlophe balandele unkulunkulu lo owabonwa ushembe wasifundisa nangezindlela zakhe nangomthetho wakhe ngoba lezi zinkolelo zabamhlophe zisehlukanisile namagugu ethu kanye nesintu sethu siyindlu emnyama, manje usuthola abantu bekzonda ukwenza izinto ezingamasiko akithi njengokukhumbula abakithi abangasekho...
MQALI WENDLELA
ILANGA LAMALANGA
INYANGA YEZULU
UTHINGO LWENKOSAZANE
IMISEBE YELANGA
UKUKHANYAKWELANGA
MQALI WENDLELA
ILANGA LAMALANGA
INYANGA YEZULU
UTHINGO LWENKOSAZANE
IMISEBE YELANGA
UKUKHANYAKWELANGA
Isinqumo mayelana nobuholi base Nazareth Baptist church (kwaShembe) sivune Imisebe yelanga
Isinqumo mayelana nobuholi base Nazareth Baptist church (kwaShembe) sivune Imisebe yelanga
zhlédnutí: 964
Video
Wabakhokhela entabeni inhlangakazi - IMISEBE YELANGA
zhlédnutí 3,7KPřed 5 lety
Lapha imisebe yayikhokhela inhlalisuthi enhlangakazi.
Shembe: abanye abantu bakhetha ubumnyama Ukukhanya kukhona.
zhlédnutí 20KPřed 6 lety
Shembe: abanye abantu bakhetha ubumnyama Ukukhanya kukhona.
Shembe: syabonga thingo lwenkosazane ngokusikhombisa indlela...
zhlédnutí 11KPřed 6 lety
Shembe: syabonga thingo lwenkosazane ngokusikhombisa indlela...
KUNAKHOKONKE ONGAKUCELA KUNKULUNKULU CELA UTHANDO
zhlédnutí 2,1KPřed 6 lety
KUNAKHOKONKE ONGAKUCELA KUNKULUNKULU CELA UTHANDO
SHEMBE: ISIBONAKALISO SENKOSI ILANGA LAMALANGA
zhlédnutí 4,7KPřed 6 lety
SHEMBE: ISIBONAKALISO SENKOSI ILANGA LAMALANGA
USUKU LOKUQALA KOBUNAZARETHA- 09 MARCH
zhlédnutí 546Před 6 lety
USUKU LOKUQALA KOBUNAZARETHA- 09 MARCH
SHEMBE: ISIBONAKALISO SELANGA LAMALANGA
zhlédnutí 1,1KPřed 6 lety
SHEMBE: ISIBONAKALISO SELANGA LAMALANGA
SHEMBE: UDUMO MALUBE NGOLWAKHE UNKULUNKULU
zhlédnutí 326Před 6 lety
SHEMBE: UDUMO MALUBE NGOLWAKHE UNKULUNKULU
SHEMBE: INGAPHAKATHI LOMUNTU LAZIWA NGUYE
zhlédnutí 559Před 6 lety
SHEMBE: INGAPHAKATHI LOMUNTU LAZIWA NGUYE
SHEMBE: ABAHLEBI BANGAPHAKATHI KUMUNTU
zhlédnutí 183Před 6 lety
SHEMBE: ABAHLEBI BANGAPHAKATHI KUMUNTU
Mhm izono zami nkosi yami!
Nkosi nathi sesiyakubona lokho, siyeke izwi nemithetho yakho, siye ezangomeni nasezinyangeni, nakubathandazi, sikhethe ubumnyama ukukhanya kukhona.
Hayi bo
Mina ngikhonza ngeSabatha ngenze imisebenzi kaNkulunkulu
🤗🤗
❤❤❤
This guy looks clean even though uyahlupheka. Umusa kankulunkulu
Yeka umuntu eyithanda insimu yakhe
Usikhumbule nkos yamakhos
Yhuuuu moya kathixo hamba apho thanda khona
Khona ebuhleni kodwa ukuba no Shembe okwazi xoxa indaba ka Nkulunkulu no Shembe kwagcina ngobaba Imisebe Yelanga
Wow
❤BABA SHEMBE imiyalo yakho ngiya yilalela kodwa ngiphazamiswa ngabantwana owa ngipha bona.
😂 Ngi cela ungi khumbule BABA uyalibona usizi engikulo yiba nami NKOSI .
Ngiyayikhetha iNKOSI eyi NGCWELE yase BUHLENI!❤ngiya mthanda uSHEMBE .
Awunayo ephelele lapho iqala khona kahle ize iyophela?
Izithunya zikankulunkulu ezimbili ezilotshiwe kwisambulo
Iyiphi lenkosi?
Nkosi yamkosi 😭😭🙏🙌
Mina ngyavuma wehlile umoya ongcwele kepha Kuya ngokuthi Wena ungene iwuphi
Lendoda inenhlahla yokuthandw nguJehova wayvezel okuhle nokubi
Ngathi ngingakulalela everyday Bhut
Is this guy still alive
😂 akunkani nkosi yam
🤍
Ameni ku Thingo lokubathiya
I met this man eMthatha years ago as a teenager. I would stand listening to him for hours. I am a Muslim now and I still appreciate some of his knowledge.
He tilled them according their culture ur secrete you didn't come to destroy but to add that is why you have so much followers
Amen ungikhumbule Bhombela stimela samampondo
Hi.wadlaĺela etsheni ezifayò kwashiyanu kwenza
I know him I use to stay In mthatha my mother used to sell near where usually spreach and I use to listen to them I miss him he speaks all truth❤❤
So hlala Sikukhumbula NLANZI
Waybeka khehla iphelele injalo Uthixo lo esphambi kwakhe
Amen
❤
Ngavele ngakhumbula inhlangano
Cha banti beNkosi uma ubuka iNkosi uThingo uyabona nje ukuthi uhleli yena kodwa ubhizi uma ubukisisa ungaze uzitshene ukuth ubanjwa ubuthongo kanti cha ngoba uyabona nomlomo uke unyakaze kodwa futhi akaculi, uShembe uyiNkosi evela eZulwini
Ilanga lamalanga is so insightful
Amen 🙏
39:21 to 39:49 inkulu into kaShembe
🙏🏽🤍🕯️🐝 Ngiyayikhetha Inkosi futhi ave ngiyithanda!!!! ❤️
Likhulile ngempela ibandla lo Nyazilwezulu ⚡🙏 ligcwele umhlaba wonke few years come lizobe seliwumbathe wonke I'm telling you 🤞. Uma uthuka uNyazilwezulu ⚡🙏 udlala ngesikhathi sakho futhi usuke unomqondo omfishane ukumgxeka kwakho uShembe usuke wenza ukuthi athandwe kakhulu abantu.
Yalikhulisa inkosi INyangayezulu 🌙🙏 ibandla lokho yakuphrofetha inkosi ILANGA 🌅 yathi lo oza ngemvakwami uyolandelwa izigidi zabantu kwabanjalo zakhula lezigidi namhlanje uNyazilwezulu ⚡🙏 lilandelwa izigidi ezingabaleki
Ngiyabonga nami ukuthi ngingomunye okwakuphrofethwa ngaye.
Jesus Zeus.... The endings us
Jesus is Zeus vele?
Msebe yeLanga
Shembe Nkosi yaseKuphakameni Wena ungowaseZulwini futhi unguThoxo Siyabonga amazwi aseZulwini
Nampa oNkulunkulu abagcotshwa UNkulunkulu wokuqala uBhombela umqali walokhukuhamba ILanga ne Nyangayezulu 🙏
Ngicela ungakukhulumi ongakwazi, ngenkulu inhlonipho, ngoba lento oyikhulumayo izokufaka ehlathini. Uma uyiNazaretha awukukhulumi okuphezulu nathi, ukhuluma okulingene wena - okuyimisebenzi emihle kaShembe empilweni yakho, okunye ngeke uzuze lutho okuhle, kepha isqalekiso, ngoba uzoba necala elikhulu lokukhuluma ngomndeni kaShembe kungekho isdingo, bese uShembe achithe owakho awuhlakanise kabuhlungu, kungabimnandi, kube buhlungu bese usola yena uShembe. Ngiyakuncenga Ngcobo, kuyeke lokho
siyabonga Shembe awusishiyanga sodwa eBuhleni wasishiya noNyazilwwzulu
Siyabonga Nkosi yaseKuphakameni inkokhelo yakho yaseZulwini ngicela uze usibone nakwelizayo