Youth Issues
Youth Issues
  • 15
  • 1 968 100
Bonke abafana by Ngelo V
Wahamba kakhulu umfoka Vilane kule album. Lapha wayekhombisa ukubaluleka kobunsizwa kanye nokuzazisa ngobuwena. Ufundisa mina nawe ukuthi singabozifihla ukuthi singobani kodwa siyimele into eyethu.
Isifundo esihle lesi nakubani nakubani osakhulayo nosekhulile sokuthi azibambe ziqine.
zhlédnutí: 11 770

Video

Ngizobadlalela umlabalaba by Igeza lakwaMgube
zhlédnutí 26KPřed 7 lety
Ligijima kukhale abafana Igeza. Lo mdlalo esiwudlala la owokuziveza ukuthi ungubani okhule ngani wafundani maqede wabafundisani abafana. Umlabalaba into esichitha ngayo isizungu uma sesixakile emakhaya. Bathi abanye umlabalaba umabambezela wabambezela isihambi sagcina sicela indawo yokulala. Khuphuka mfoka Ndukuzempi
Lalilihle ihhashi lakho by Amangcukumane ft Mjikijelwa
zhlédnutí 48KPřed 7 lety
Zohamba izinsizwa. Le nsizwa yayishaya ingoma ugcine uzibuza ube uwuzwa kahle umlayezo wayo ukuthi ubhekephi. Lakuwisa maqede kwahlubuka isikhumba salo kwavela esembongolo. Isifundo lesi. Ungalinge uziveze njengomuntu ongomunye umuntu kubantu ngoba la oyowa khona kuyovela ukuthi kahle kahle ungubani wena.
Slow jam songs by Amangcukumane ft Mjikijelwa
zhlédnutí 32KPřed 7 lety
Umfoka Ngubane lapha wayeveza ukuthi unekhono elihle kakhulu ekudlaleni islow jam okungumculo ongawudlala uma uhamba indlela ende ukuze ungaluzwa lolo hambo.
Inxeba lendoda alihlekwa by Bobo mfana wepiki
zhlédnutí 488KPřed 8 lety
Umfana wepiki uyasifundisa lapha ukuthi singabomhleka omunye umuntu ngoba ungamhleka namhlanje kodwa kusasa kungawe. U,layezo lona omnandi kakhulu okhulisanayo ukuze sazi ukuthi ungaboyihleka inqe uma uyibona ihlubuke intamo
Uzwa kunjani mfoka Manqele by Khuzani
zhlédnutí 103KPřed 8 lety
Lo mculo umnandi ngokushingelana ngengoma hhay ngokulwa. Asilwi kepha siyafundisana ngenhloso yokuxosha ikati eziko. Inde indlela esazohanjwa ilezi nsizwa zombili ngoba uthandiwe kakhulu umculo wazo nemfundiso abayifakayo ebantwini esingabala kuyo ukugqoka kahle nokuningi. Phambili ngomfoka Mpungose
Amankwebevu utshwala besizulu by Shwi noMtekhala
zhlédnutí 15KPřed 8 lety
Ingoma yekhehla lenyoni nogologo obomvu zihlala zikushiya ubambe ongezansi. Umlayezo okule ngoma ngeke umane uwuqonde nje kubiza ukuthi uzazi ukuthi ungubani. Amankwebevu sonke siyawazi ukuthi akwenza wenze izinto ezinjani. Asidle sizibheke mthandi wengoma
Usufunani emakameleni by Bahubhe
zhlédnutí 756KPřed 8 lety
Yabhala le nsizwa yase South Coast. Ithi uma uvakashele ekhaya lami yazi phela indawo la kumele kuhlale khona izivakashi. Musa ukugcina usungena emakameleni ngoba indawo yomnumzane wekhaya leyo. Hlala la kumele uhlale khona ukuze uzokhula wazi ukuthi iyahlonishwa indawo yokulala yomunye umuntu. Usufunani emakameleni?
Ibizwa ngani lento oyenzayo by Bahubhe
zhlédnutí 123KPřed 8 lety
Isifundo esihle kakhulu lesi esifakwa umfoka Mkhize lapha. Awukwazi ukuthi uma unami empilweni yakho sibambisene bese wena uphinde wenze izinto ezingalungile nomngani wami. Uma uthanda mina gcina kimi phela umngani wami akasuye owakho lawuleka
Izaba zamadoda by Amangcukumane ft Mjikijelwa
zhlédnutí 33KPřed 8 lety
Yashiya omuhle umlayezo le nsizwa. Izaba zamadoda. Uma kungathiwa kunezinsizwa okumele zivuke ziqhubeke la ezagcina singafisa ukumbona ebuya umfoka Mbomvu aqhubeke nesikole sakhe sengoma
Porsche imoto yodumo by Imfezemnyama
zhlédnutí 12KPřed 8 lety
Insizwa lena ethanda kakhulu izinhlobo ezintsha nesizingeni lomhlaba zezimoto. Akungabazeki ukumuzwa njalo unyaka nonyaka esikhumbuza ukuthi onjiniyela sebekhande luphi uhlobo
Elikabani leli phimbo by Mkhathazi
zhlédnutí 121KPřed 8 lety
UMkhathazi lapha udlulisa ukuncoma nokujabulela izinsizwa ezenza umculo wamaciko akithi ube kuleli zinga okulona namhlanje. Lo mculo udinga izinandisi ezinigni ukuze uzwakale kahle. Ubabala bonke ngezingxenye zabo abazidlalayo kule ngoma yakhe ukuze ibemnandi kanje
Festive season by Mthandeni Igcokama elisha Manqele
zhlédnutí 24KPřed 8 lety
Umfana westayela lona. Kumanje ukhumbuza abathandi bomculo wakhe ukuthi lena iyona festive season okumele bebuyele ngayp emakhaya beyohlangana nemndeni yabo bejabule kube kuhle
Interview kaStayela imnandi ngoba uyahlekisa
zhlédnutí 13KPřed 8 lety
Iyazihlekisela nje le nsizwa. Yayifuza ngakho konke Indidane. Umfoka Khanyile uyilenhlobo engathandi ukubona abantu bephatheke kabi, yingakho noma esemsakazweni ezovele azihlekisele nje ewuphendule umbuzo ngokujabulisa abantu.
Inyoni Yomthakathi by Khuzani
zhlédnutí 162KPřed 8 lety
Inyoni Yomthakathi by Khuzani

Komentáře